UShembe Uthini Ngotshwala Emzini YaMaNazaretha akhe!!

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 сер 2024
  • Kulesiqeshana inkosana yakwaNtombela iyasendlalela ngezigameko ezahlukahlukene lapha oShembe benaba ngotshwala kanye noBuNazaretha. Okuvelile kulenkulumo ukuthi wathi uShembe bungagaywa, bungaphuzwa futhi singabuphathi nangesandla ngoba ngeke simbone nakwelizayo.
    CREDITS:
    Songs by Andile Cele: Usikhumbule Nkosi Jehova (Andile Cele ft Mcabangeleni Mbatha)
    #amanazaretha #ebuhleni #shembe #unyazilwezulu

КОМЕНТАРІ • 10

  • @izululethu1
    @izululethu1  10 місяців тому

    Pls Subcribe and enjoy😊

  • @nonhlanhlamaribe7050
    @nonhlanhlamaribe7050 10 місяців тому +2

    EY SHembe Nyazilwezulu ⚡🙏🏽 uze USIKHUMBULE 👏🏽 sihlala emakhaya siyizingane,kunzima coz imindeni iyakholelwa ekutheni utsheala bubekhona Uma kunohlelo oluthile lomsebenzi owenziwayo,asinazwi kuleyondawo ,Nkosi ⚡🙏🏽 uyabona👁️

  • @Bonganimchebibongani-bj2vv
    @Bonganimchebibongani-bj2vv 2 місяці тому

    Seyabongi Shembe Nkulunkulu 🙏🙏🙏🙏🙏🙏🌪️🌌

  • @Phumlani_Mncube
    @Phumlani_Mncube 10 місяців тому +2

    Inkosi ikubusise 🙏🙏🙏

    • @Phumlani_Mncube
      @Phumlani_Mncube 10 місяців тому

      Mfwethu Dlomo inkonzo ka Mkhwanazi Lona oyiphoyisa unayo??

  • @njabulosalby8118
    @njabulosalby8118 10 місяців тому

    Amen mfwethu ngaze ngaythanda lentshumayelo ingakhile

  • @INkosi_Sandile
    @INkosi_Sandile 10 місяців тому

    Amen 🙏🏾.
    Ngicela ukubuza imina kuphela iNazaretha ekhaya abazali bami bobabili basaphila ngihlala ekhaya futhi imina kuphela umfana ekhaya.
    Ubaba wami uyabuphuza utshwala, engabe uqonde ukuthi uma kukhona umsebenzi ekhaya kakhulukazi uma uqondene nami noma kuyimina ocele abazali ukuthi kwenziwe lowo msebenzi nginelungelo lokuthi bungabikho utshwala?

    • @izululethu1
      @izululethu1  10 місяців тому +2

      UShembe usifundisa ukuthi sihloniphe abazali bethu, ngoba umzali uye UNkulunkulu wakho wokuqala. Kodwa unelungelo lokucela kumzali, uma engakuboni akakuboni lokho okubekayo. Futhi awukwazi ukuthatha izinqumo ezithathwa ikhanda lona lisaphila, uyalibulala uma wenzanjalo.Uyalinda mfwethu kuze kufike iskhathi.....

    • @INkosi_Sandile
      @INkosi_Sandile 10 місяців тому

      Amen 🙏🏾.

  • @MthuyiProduction
    @MthuyiProduction 9 місяців тому

    Laba abazoqoka ingubo ephezu kwileyoemhlophe usho omshumayeli nabavangeli abakhohlakele noma elinye ibandla elizolwa nobunazaretha baba?