injalo nje mofwethu noma dadewethu. ukhokho ilanga besiyi xoxa le ndaba ithi, ngenkathi umqali walolu hambo ese sondela eznisukwini zayo zokugcina, wabiza inkosana yakhe ukhokho uStanele wayese emtshela ukuba ucabanga ukuba ibandla alishiye naye (keep in mind that ubhombela already knew that JG was the one who was supposed to take over from him so this was a test to see if ukhokho uStanele really accepted that he was not going to lead the church) ukhokho uStanele waphendula wathi "Baba, uyamazi umuntu okumele ahole ibandla uJG" ngakho ke ngenkathi kuhlulelwana amafa, Ukhokho omkhulu ustanele wasigcina izifiso zika yise ngokuba zonke izinto ezihlangene ne sonto wazi shiya ne nkosi ilanga, amafa asale after that he share with AK so to go back to your point, one does not need to be sitting esihlalweni sokuba yinkosi ukuba akwazi ukusiza abantu ngakho ke kade angakhona ukuba asize abantu ebe umfowabo esahlezi esihlalweni. answering the question yokuba who was going to lead the church, inkosi ilanga yasho in one of his preachngs nge sabatha ukuba ube nesibonakaliso sokuba kukhona oza emva kwakhe uyoba namandla adlulele ngokwesi khombisa kunalana yena aye nawo. lo muntu ekade ekhuluma ngaye ngoMkhulu wami okuyi nkosana yakhe uNkanyezi william shembe, ngakho ke kade kuyena owayemele aphathe emva koku khothama kwe nkosi kepha ngoba umndeni wawusa zilile. kwabekwa ukhokho inyanga yezulu ukuba kube yiyona eHola ibandla kuze kufike iskhathi sokuba inzilo iphele kepha kwathi sekufika leso sikhathi, ukhokho akazange abe esafuna ukuyehla esihlalweni, ngokuba umkhulu Unkanyenzi waye muhlonipha uyise wakhe omncane, akazange amulwise kepha wamuvikela kuba fowabo aye zalwa nabo ekade bafuna inyanga ye zulu iyehla esihlalweni athi abakhoni ukulwisa uyise wabo ngakho ke unkaneyzi waphuma nayo inyanga yezulu nge nkathi isixoshwa ekuphakameni. kwathi seku sondela isikhathi sokuba inyanga yezulu idlule emhlabeni, yase ikhipha umlayezo yokuba umhlangano elandelayo ooqala ngalona wango January wawusu zophathwa uNkanyezi which meant that kade sekabuyisela ubunazaretha kuyena ngoba kwaze kwaba nomg
kwaze kwaba nomgidi kwa C to validate that izintambo were now being passed over to him, unfortunately, umkhulu passed away before inyange yezulu ngakho ke ibandla lagcine seliwela kumkhulu uthingo
Kungani le channel ifake ama video ashodayo vele. Ngabe kukhona lapho le video etholakala khona iphelele? Kunzima ukulandela le channel ngoba ama video akhona ahlezi eshoda. Amen
Amen baba uMbovu ngokuscobelela ifa lasezulwini sngabantwana beNkosi yasezulwini laseBuhleni,wayendlala kahle Professor omuhle
Nkulunkulu wethu sonke emhlabeni Shembe Mbombela stimela samampondo siyaguqa kuwe Nyazilwezulu Nkulunkulu Shembe 💯💯💯💯💯❤️
Cha lutho, uShembe uyiSithunywa sikaNkulunkulu
@@sthabisowenzile402 Ubani u Nkulunkulu Qhawe lakithi
@@sthabisowenzile402 ay nam ngiyadideka uma sekubekwa kanjalo ,kanti lobaba ubeka kahle uthi lathi izwi uzozala u profethi
@@sthabisowenzile402 Amanga nje lawa inganekwane
@@smoothjazz5443 Thandaza bhutiza cele Nkulunkulu Shembe akuphe amehlo asezulwini ukwazi uyibona lento ayifuni amehlo enyama afuna akamoya
Abantu abaningi abazi ukuthi UShembe uNkulunkulu bazi ukuthi uwu Mphrofethi uthunyiwe uNkulunkulu cha akunjalo uShembe akuthunyiwe futhi akayena uMphrofethi njengoba abantu becabanga uShembe uNkulunkulu lo owadala iZulu nomhlaba kodwa indaba ende leyo idinga iskhathi ukuyichaza
Siyabonga Mbovu 🙌 ngokuchaza ngo Shembe Inkosi ikubusise 🙏
Ngiyabonga Mbovu 🙌 winsizwa engiyaziyo ngazi uMah wakho no baba wakho no Mkhulu wakho uMfundisi ka Shembe sasise Thempeleni elilodwa nalensizwa. Uyibeka kahle impela UShembe uNkulunkulu ngempela. Amen 🙏 Somahhashi 🙌
Kushuthi nawe uliphethe indaba ka Shembe, kusamele sikuvakashele
Syabonga kakhulu ukusifundisa ngendaba yaseZulwini, kodwa ke ngizwa kusala kancane ngendlela esibeka ngayo ngomzimba weNkosi...ngesintu asithi isidumbu kdwa sithi umzimba amen
Unamanga...isiZulu sithi isidumbu....
He is a good narrator. Admin please hook me up with the gentleman
No problem. Please share your cellphone number or email address.
Mmmmmmmmmm u Nkulunkulu ucashe e Africa 🙏🙏
Njeeeeee!! Yiko loku abelungu besidukisa. Bayazi ukuthi sicebile maAfrica. Singazithola kuphi izincwadi? Lack of knowledge yiyo edukisa izwe.
Waze wayichaza kahle nange nhlonipho❤️🙏
Bagcotshwa ngo 1913 not 1917 kunokuphazam laph
Amen baba umlando syawuthanda
Waze wamnandi umlando Kodwa mfishane
Thanks for uMlando Wase Kuphakameni, this very interesting indeed.
washo uThixo wethu uNyazi lwathi indaba kaShembe ungathi umlingo mongaykholwa😂❤🛐
Mina ngicela ukulekelelwa lapha emlandweni wokulobola ngamatshe. Ngingawuthola kuziphi izincwadi, kumbe yini wbhaliwe engingacaphuna kuyona? Ngiyathokoza nina beQhawe. 🙏🙏🙏
Ngiyafisa iqhubeke le interview, kube neziqephu ezimbalwa.🙏
Amen
@@EBuhleniIsezulwiniLethu siyacela bandla ijulile lenkulumo
Sicela nisitholele ephelele 👏👏👏
Amen
Inkosi ayimbusise lomuntu usengofunfise okuningi
Awu Madoda siyabonga amazwi amnandi asezulwini amen
Yamfushane indaba emnandi kangaka yaseZulwinin. Sicela nisitholele ephelele
Amen
Admin please can you hook me up with the speaker, I wish to invite him in a Religious lecture
As a member this is so interesting wishing he can talk more
Noted, Thank you very much.
nakhona ngenkathi bagcotshwa, bagcotshelwa izinto ezehlukile..ukhokho wami omncane inkosi inyangeyezulu yayi ngagcotshelwanga ukuba ihhole ibandla. yona yayi gcotshelwe ukuba ivule izibhedlela isize abantu abagulayo futhi ibalaphe. inkosi ilanga okungukhokho wami wakusho lokhu ngenkathi eshumayela enhlangakazi ukuba umfowabo okuyi nyanga yezulu kade esefuna lesi sihlalo ewayehlele kuso ebe azi ukuba waye ngagcotshelwanga kona lokho.
Kwathiwa Inkosi INyangayezulu izophilisa abantu uShembe ekhona? Kwathiwa izowenza kanjani uMsebenzi wokuphilisa ingekho esihlalweni? Kwathiwa ubanike ozohola ibandla?
injalo nje mofwethu noma dadewethu. ukhokho ilanga besiyi xoxa le ndaba ithi, ngenkathi umqali walolu hambo ese sondela eznisukwini zayo zokugcina, wabiza inkosana yakhe ukhokho uStanele wayese emtshela ukuba ucabanga ukuba ibandla alishiye naye (keep in mind that ubhombela already knew that JG was the one who was supposed to take over from him so this was a test to see if ukhokho uStanele really accepted that he was not going to lead the church) ukhokho uStanele waphendula wathi "Baba, uyamazi umuntu okumele ahole ibandla uJG" ngakho ke ngenkathi kuhlulelwana amafa, Ukhokho omkhulu ustanele wasigcina izifiso zika yise ngokuba zonke izinto ezihlangene ne sonto wazi shiya ne nkosi ilanga, amafa asale after that he share with AK so to go back to your point, one does not need to be sitting esihlalweni sokuba yinkosi ukuba akwazi ukusiza abantu ngakho ke kade angakhona ukuba asize abantu ebe umfowabo esahlezi esihlalweni.
answering the question yokuba who was going to lead the church, inkosi ilanga yasho in one of his preachngs nge sabatha ukuba ube nesibonakaliso sokuba kukhona oza emva kwakhe uyoba namandla adlulele ngokwesi khombisa kunalana yena aye nawo. lo muntu ekade ekhuluma ngaye ngoMkhulu wami okuyi nkosana yakhe uNkanyezi william shembe, ngakho ke kade kuyena owayemele aphathe emva koku khothama kwe nkosi kepha ngoba umndeni wawusa zilile. kwabekwa ukhokho inyanga yezulu ukuba kube yiyona eHola ibandla kuze kufike iskhathi sokuba inzilo iphele kepha kwathi sekufika leso sikhathi, ukhokho akazange abe esafuna ukuyehla esihlalweni, ngokuba umkhulu Unkanyenzi waye muhlonipha uyise wakhe omncane, akazange amulwise kepha wamuvikela kuba fowabo aye zalwa nabo ekade bafuna inyanga ye zulu iyehla esihlalweni athi abakhoni ukulwisa uyise wabo ngakho ke unkaneyzi waphuma nayo inyanga yezulu nge nkathi isixoshwa ekuphakameni. kwathi seku sondela isikhathi sokuba inyanga yezulu idlule emhlabeni, yase ikhipha umlayezo yokuba umhlangano elandelayo ooqala ngalona wango January wawusu zophathwa uNkanyezi which meant that kade sekabuyisela ubunazaretha kuyena ngoba kwaze kwaba nomg
kwaze kwaba nomgidi kwa C to validate that izintambo were now being passed over to him, unfortunately, umkhulu passed away before inyange yezulu ngakho ke ibandla lagcine seliwela kumkhulu uthingo
kepha konke lokhu kuqhakazeka kwe bandla kwaku yisiprofethi esashiwo yilanga sokuba ubona umfowabo ephuma nama nazeratha bekhuphuka ngomgwaqo. lokho wakusho enhlangakazi ngo 1963 noma 1964 but im not sure about the correct date. Kepha bafo ungakhethe ukukuchitha konke lokhu akulona icala kepha besifika ngale kwelizayo, iqiniso lokuba ubani owayethethe indaba ekuyiyona kuyovela kuwo wonke amanazaretha ngisho nathi umndeni waka shembe
Ngazithulela nj ey ngthandil laph
Siyabonga Somahhashi icacebha
UShembe ujule kakhulu ucabanga ngaye kuphele ukucabanga
Siyashawa la!!
Kodwa ngathi uyashoda lo mlando 😢😮
Uzophelela, khululeka.
Sicela ephelele bakithi. Zamnandi izindaba
ewu yasheshe yaphela lenkulumo madoda😢
Kungani le channel ifake ama video ashodayo vele. Ngabe kukhona lapho le video etholakala khona iphelele? Kunzima ukulandela le channel ngoba ama video akhona ahlezi eshoda. Amen
Yebo. Izotholakala khona lapha.
Amnandi Amazwi Mbovu
Amen mntaneNkosi.
Who is this gentleman?
Itholakala kanjan ephelele
Will be uploaded soon, thanks.
@@EBuhleniIsezulwiniLethu awu sase sayilambela interview ephelele 🙏🏽🙏🏽🙏🏽🙏🏽
this guy is loud and clear
Shembe lasted up to Ilanga lamalanga
Sicela nisitholele ephelele bantwana base Zulwini
Ushembe iscam
There is no bible in heaven I disagree bible was written by missionaries. and there is no one who can finish the bible in 3 days
Inganekwane-ke lena, ayikho nje lento.
Hambo lalela ekhona bakwethu. Ninkinga kabi nizozenza o Einstein la
Siyayithanda thina lenganekwane iyasiphilisa Uma ikugulisa Wena ncese yezwa
Kodwa senzeni muntu kaNkulunkulu, wasuka le kini wazosisukela?
🤔💔💔💔 ubuthula ezintweni ezingakufaki mntaka Jehova
Yini eyenza ubone inganekwane entweni ewumlando onobufakazi?..okudidayo ukuthi umlando waseBhayibhelini uyawukholwa ekubeni wenzeka eminyakeni engaphezu kuka 2000?...unesikhwele sokuthi amaNazaretha adumisa uNkulunkulu ngendlela ongayifundiswanga kini ngalokho ucabanga ukuthi bayaphaphalaza eyakho inkolo iryt kdw futhi ngakolunye uhlangothi udidwa abantu balokhu bemlandele njalo uShembe
Shembe lasted up to Ilanga lamalanga
uthini wena