UShembe Uthini Ngenkukhu KuMaNazaretha!!
Вставка
- Опубліковано 24 лис 2024
- Kulesiqeshana inkosana yakwaBiyela iyasendlalela ngezigameko ezahlukahlukene lapha oShembe benaba ngenkukhu. Okuvelile kulenkulumo ukuthi wathi uShembe ingadliwa ngoba ngeke simbone nakwelizayo.
CREDITS:
Songs by Amanazaretha : Isazelo singishiye ngedwa & Nkosi sikelela ubaba
#amanazaretha #ebuhleni #shembe #unyazilwezulu
Amen, nganele nje ngezwa indaba yayo nje inkukhu ngo 2012 ngayiyeka ksukela lapho ngyambonga uSHEMBE ngoba kwavuma ngiyiyeke kuze kube namuhla
Kungangcono makungaba nebutcher lakaShembe nje straight. Kwaziwe ukuthi njengoba ingadayisi inkukhu khona ingoba vele akumelanga uyidle. Sazi nje ukuthi kuthenga khona Amanazaretha
Izilwane ezingetshisi ezingahlukanisile inselo awuyidli mukholwa ebu Nazaretheni
Nkosi yamakhosi ngixolele ngiyayihla lenkukhu thethelela baba wobaba bethu Shembe oyingcwale 💯🥰❤️
😂
Akayingeni eyomuntu okhuluma kutiktoki inkosi ubokusho esguqweni loko
Isigcino sodla ingulube sithi kwasho odokotela
Batshele mdakaNkulunkulu
Hi isthuko leso ayikho leyonto Noma imuphi uShembe mà ezothatha isihlalo kumele athukwe ukuze kugcwaliseke ukuthi uyinkosi nonke oSheme bangaphambili babehlushwa bethukwà akusasmangàzi ñgoba isthuko leso bye
Cha isangoma esakhafula isikhwehlela phansi,inkukhu yase isivalela ezimbanjeni fast move
Inkosi ayikubusise ngosinkeza ulwazi after getting baptized futhi manginemali ngizoyiyeka inkukhu🎉😊
🙏
Inkukhu
Utelu
Imbhiliso
AKUDLIWA
Yini utelu baba?
Utelu fishoil kwathiwa ungadliwa ngoba uyagulisa me cocacola
Amen
Baba🙌 aii izwakele.
Uyabeka loBhuti, impela ubeka into ezwakalayo.
Ungubani yena uBhuti oSethulela umlando weNkukhu kuleClip?
Mr Biyela
Oke uyobuza umfundisi Ngidi umdala kubafundisi ubuye uzokwenza I video
Uthin uMfundisi?
I didn't hear the properly the part of rev chiliza
Cha baba inkosi iLanga yatshela intombaza ekuthiwa ubaCalani ukuthi inenhlanhla ngoba ingayidli nkukhu ngoba umuntu odla inkukhu akangeni ezulwini,msani ukuxova uthi akushiwp ukuthi ngeke ungene ezulwini cha kwashiwo impela nomfundisi uyayisho nje uChiliza lona osekhona owavezwa ku tiktok uthi yathi nkosi akayi ezulwini odla inkukhu
Uyasphuphela wena kuxovwani la?
Awu ayi
😂