Ubaba uDogzin kmele ngabe akakhali ngemali ukube ubulungiswa bukhona. Ubaba udogzin ngokuhlaziya inkulumo yakhe uyicomposer naye kuzo onke izingoma adlala kuzo maku recordwa, ngoba isession musician isuke idlala into esikhona vele not into azicabangela yona.So yena uyicontributa kulama composition njengememba ye band so kfanele ngabe uthola ishare yama royalties from SAMRO&Cappaso aphinde futhi athole i Needletime royalties from SAMRA for uku perfomer engomeni as a musician. Mangabe eyimemba yegro kushuthi naye uzothola ishare yayo yonke into njengamanye amalunga. Mangabe eyi musician nje kphela edlala into esibhaliwe,kumele athole isession fee per session(3hrs=1500 or 1500 per song) aphinde athole Needletime from SAMPRA.Nase stage kmele athole performance fee.
Great show gents. Love the content. Please interview one person at the time so that we can follow straight till the end. Shifting from one story to the next is a bit mind teasing.
i think shifting from one story to another saves time since this is online platform bcz if you focus on 1 person they take too long to conclude their responce but i see ur point big up
Lo Bongani Manyathi iqili uma ngibheka inkulumo yakhe no Shwi nale ka Mtekhala no Ntshingila, sadly ngathi u Shwi no Mthwal'usobhokweni abamboni, dedelani u part 2 welibandla. 🙌🏾
Muhle kakhulu umsebenzi wenu. Nasibusisa ngomlando ka-Dogzin…tholani noMaqhude Mkhize futhi. Well done guys!!
Muhle kakhulu umsebezi walezinsizwa
Ubaba uDogzin kmele ngabe akakhali ngemali ukube ubulungiswa bukhona.
Ubaba udogzin ngokuhlaziya inkulumo yakhe uyicomposer naye kuzo onke izingoma adlala kuzo maku recordwa, ngoba isession musician isuke idlala into esikhona vele not into azicabangela yona.So yena uyicontributa kulama composition njengememba ye band so kfanele ngabe uthola ishare yama royalties from SAMRO&Cappaso aphinde futhi athole i Needletime royalties from SAMRA for uku perfomer engomeni as a musician.
Mangabe eyimemba yegro kushuthi naye uzothola ishare yayo yonke into njengamanye amalunga.
Mangabe eyi musician nje kphela edlala into esibhaliwe,kumele athole isession fee per session(3hrs=1500 or 1500 per song) aphinde athole Needletime from SAMPRA.Nase stage kmele athole performance fee.
Siyabonga bafethu inhle lento eniyenzayo, I really enjoyed this interview, the story telling it's on point. S/O to the legends.
Impressed by the maturity displayed by Umntekhala. I always thought uyaphapha and uyinkinga. Such a good man, Mtekhala. Very good man!
Ngiyamthanda uBab'uD0gzini
🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿🙏🏿
❤️❤️❤️❤️❤️
🕯️🕯️🕯️🕯️🕯️
0Phezulu Engigcinele Yena uBaba
great interview, muhle lomlando ka Shwi Nomtemkhala, ngyafisa babuyelane basebenze ndawonye
Thank you So much for the interview, you are really doing a great job. Mthekhala and Dogzin we love you.
I can't wait for part 2, amazing interview.
Weee! Kanti kufakwa nama Guptas?
Bewasukela nje ngoba befuna ukukukhipha Magubane.
Yaah ngaze ngaphoxeka, chaa ubekile Babu Ntshingila ngiyabonga.🙌🏾
Waze wamuhle umsebenzi wena madoda 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌
UDogzin lo, uDogzin lo, abamaziyo, abazanhe bambona. Ngaze ngajabula Hilikihla lapho Dogzin!
Mina ngyakholwa uMtekhala bamgebenga. UMthwalusobhokweni ubelesela ngelokuthi uMtekhala akabhalanga ngoma. U Shwi yena uvele abe nolaka. Zonke lezi izinkomba zomuntu onecala nodliwa isazela.
true bafo , obani bona labo Manyathi , izi manager?
Siyabonga bafwethu,can't wait for the second episode 🙏ngeke usaythola manje induku mfanobomvu😂
Siyabonga zinsizwa ngokusilethela u bab' u Dogzon no Mtekhala 🤝🤝 Ave ngibakhonzile labobaba ...banomoya omuhle uma uke uhlangabe nabo nihlale nixoxe ngibazi kakhulu ema backstage kumaskandi festivals...ngiyababongela ngokuthi nibanike ithuba nabo 🤝👌
Sicela nimbonise uShwi, usadidekile.
Athi ukwehlisa iconsi.
Ay ukhakhayi uqinile kuBaba uDogzin sbonge njer nokusfundisa ngempilo🙏🙏
Mmm siyabonga! ngifundile kakhulu kubab' uDogzin👏👏👏
Siyabonga TV1, Inhle interview Siyezwakala isikhalo sika Magubane no Ntshingila lento ifikisa ngezinyembezi
Ubab' uDogzin was supposed to be given a chance to show us his guitar skills. Can we have Dogzin interview alone, please?
😂 😂 😂 😂 😂 😂 Was supposed to 😂😂😂😂... When we interview him alone soon. Yes
Kanti akadlali
@@Ikhayalemiphefumulo yebo
Khuphuka Lapho Real TV 1
Syabonga kakhulu ukubiza abantu abaneqiniso
Yazi ngyamzwela uShwi ngoba kuyabonakala ukuthi kulele kunye lapha kuye akuvuki noma sekuvuswa kunalokho uxabana nabamvusayo ulandela abamluthayo. Lokhu ngikusho Kahle ngoba sengizizwile Zombili izinhlangothi. Vuka we Show. UMthwalo lona udla Nate uManyathi nangu ayefihlela uDogzin izitatimende
Benisilandele impela ezimpandeni zomculo, beyiyinhle I interview yenu bafowethu 💯👌NUMBER ONE SHOW ON UA-cam 🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Real TV 1 Siyabonga futhi Siyanithanda
Siyabonga kakhulu 🤝 ❤️
Bathinte Dogzin! Yilento eyayidlalwa uMafuthenkukhu!!!!
ngike ngiswe amahotela queens eiy la bass ...Kiyanilebuha ivuthumlilo
RTV umakoya siyabonga bafw2 yamnandinto 👏
Kudala kwakunzima ukurecord. Technology yokurecord yayingatholakali kalula. Yayi controlwa izinkampani ezinkulu zaseGoli. Ethekwini izistudio zazi mbalwa futhi zingenabo oprojusa be genre yakho, ka Sabc, Playhouse, Westville, Durban North, kwagcina sekukhona esise Phoenix, zonke zazimba eqolo, zibheda nazo in terms if quality. Kwagcina sekusiza ukufika kwe digital technology. Abantu sebekwazi ukurecorda ezindlini nge computer. Njengoba sebenza o Dj Tira, Master Kg etc. Barobheka kanjalo oMntekhala.
Waze wakhuluma kahle mfokaMagubane.
Ayi good interview liyavela iqiniso ke manje ukuthi inkinga Ubani awu babuDogzin madoda
ubabuDokzin aiy yabona le bass le wayinikwa ...sizwa umaskandi ngezithathi zokugcina emuhle kanje
Great show gents. Love the content. Please interview one person at the time so that we can follow straight till the end. Shifting from one story to the next is a bit mind teasing.
i think shifting from one story to another saves time since this is online platform bcz if you focus on 1 person they take too long to conclude their responce but i see ur point big up
Best show ever 🙏🙏🙏🙏
Ngyamuzwa mina uMagubane.
Awungithi fahla nje ngeqhawe lami uMshebelezi.
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣 Kanti uShwi Inyoni kanje, bamugoqa ngamaGuptas
😂 😂 😂 Aibo njalo
Ngaze ngamthanda ubab'Mtekhala yazi. Yonke imibuzo uyiphendula kahle futhi awukho umbuzo awubalekelayo. Futhi ngimbona enomoya owodwa
Aww sukaa Bab' uDogzin🙏
Hlikihla Dogzeen uthini uphashaphasha umtekhala
Bagwaze dogzin kodwa ungabakhiphi ama inside hawuuu! Ulukhuni umoya wakho mntanami
Mayikhona indlela yokulanda uShwi syacela Eze naye
We are working on it zonazisa soon
Awu kodwa nisilethela imilando emihle kakhulu nigeqamagula ngempela siyabonga bafewethu hlikihla Dogzin nawe Zindinkalo ithingaba nkulu ingabsazekeka
Nampake abantu abaneqiniso sengyabona, manje weManyathi mawuneqiniso wawbalekelan emhlanganwen ziphendulele ndoda
Dlala dogzin wish you all the best
Uyabona Ntshingila, uwuphethe umlando, kakhulu futhi.
Kunjalo impela, nami ngayizwa after uWangisiza baba.
Bagwaze weDogzin - Bhekumuzi Luthuli
Wayebaqeda ngalensizwa
Wawuke uwuzwe kodwa ubass guitar wawusho kanjani uma eqeda ukusho njalo uBhekumuzi Luthuli.
@@thanduyiseraylee1041 wolalela u1818 uwuzwe u bass guitar wayewudonsa kanjani uDogzin
Ne Bhova lake labagwaza ngaye
@@a.mnqobigumede7182 Ngisho ne Ndidane imbala
NGYAlaz icassette lika shwii nomtekHala elalithi WoZa baba
Yinhle interview siyabonga. Ngicela nisilethele uThuthani Ndlovu
Seconded siyamcela impela uGatsheni
😂😂😂🐕ndlebe noXob'moya....kwamnand laykhaya
We are waiting yellow popooh
Zokushaya wena 😂😂 ngiyashayana mina.... Sekumina yellow popoh
Yellow bani ...?🤣🤣🤣🤣🤣
Ayi lento ibihlungu I hope ushwi uyovuleka umqondo ngelinye ilanga or naye uyayazi lento
Yaz mina nglinde ukth ubaba uDogzin uzodla ubass guitar koda aksenan nice show bafo 😂😂😂😂🤣🤣🤣🤣💥💥💥💥🙌🙌👌👌👌👌👌👌
😀🤣🤣🤣
Ay nangiqeda ngehlaya bafethu 😹💪🔥🔥🔥
Shuthi uShwi wabhayiziseka ke & uyabonakala ukuthi wixoki ingakho engahlukani noMcineka
Best show indeed
Ye Mntwekhala titfobe ngobe phela uyi backup singer hhayi i lead .singer, u dilithe lenombolo yemfati wakhe.
Bongani umunt obulale leqembu yoo nd No Shwi kukhona akwaziyo nd akafuni ukuzehlisa uyanezwa omntekhala bakhuluma into eyakhayo yoo nginifisela okuhle Maqhawe
wayekiswa ukuthi ontanga base behamba igoli😅😅🤸wola.mfokamagubane
It's clear the manager betrayed them and made the two singers to separate.
The manager is a wolf in a sheep skin.
He must pay them.
Siyabonga kakhulu bafwethu ngeke isakudla induku mfanobomvu,kodwake uma uzoshesha no episode 2 😂
😂 😂 😂 😂 😂 😂 Lol yaz wena ngizokushaya.... Ngiyashayana mina bobuza u......... 😂😂😂😂
@@RealTV11 😂😂😂😂
siyabonga ngohlelo lwenu
Akwenzeki ukuthi uShwi noMthekhala balungise bacule bonke?
Mntekhala big up my brother you doing great
Shikisha Dogzin
Lo Bongani Manyathi iqili uma ngibheka inkulumo yakhe no Shwi nale ka Mtekhala no Ntshingila, sadly ngathi u Shwi no Mthwal'usobhokweni abamboni, dedelani u part 2 welibandla. 🙌🏾
Awe Mashobane Nyandeni, ng'cela a small favour from you mfondini?
Manje u shwi wenze ngath elakhe iqembu
Wakusho nin ushwi lokho wena slima
@@ba-kasbongiseninombalizabayeki nawe slima
Hhay kudlaluwe ngabantu emculweni
Ngifisa babambisane kuze kube sekugcineni Dogzin no Mtekhala
Ayiii ukumaka abantu abayi 5 no no ngamanga 😜
😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂 😂
Yayijaha impangela ewu dogzin
Part 2, please madoda ngikhathle ili Manyathi wenu
Khona eqiniswen kuyadlalwa ngalamadoda kamaskandi ama nkampani avele anyathel intamooo🤔🤧😉
Mmmmm Loman yathi wakhona iqili, nemali Yama streams idliwa Kuma online idliwa wuye nengane zakubo
All the best Mte
Ngiyilale yaze yaphela Cha udlalile ngabo umanyathi ungakweleta umuntu 8 years
🤣🤣🤣kdw uhlekani wentombi zimbuka ngedata
😂 😂 😂 😂 😂 Ai cha bengizijabulele ngihleli nama legend 😂😂😂 Kwagogo Ezola
ngyamesaba uManyathi, uyinyoka
Kodwa la ngibuka ubaba dogzin eseka into ewrong okukhomba ukuthi nabo bafuna ukuma ngo mtekhala
nizinkunzi real tv1
Sibonge koDogzin
Sizwelana nawe Mtekhala,uShwi akabuyise inqondo akhumbule ukuthi nisukaphi angahlomekiswa ngosomathuba ,kuzolunga Mtekhala
Muhle umsebenzi zinsizwa zakhithi izandla zedlula ikhanda
Yo dogzeni what a story
Cha u shwi uyixoki ulahla umunt abasuke kude naye
Why engakhulumi ngo Bhekumuzi
We are waiting
Ama legends
Lo Bongane Manyathi ubaxabanisile abantu kade beziphilela kahle.
Bhuti mtekhala no Dokzin
Anokhumbula phela ukuthi akuyona eyabo yonke imali yamaKhasethi.
Ngyakuzwa mina Bab'uNtshingila.
8yrs?
Akakhokhe loyo udlalile ngawe?
Uhlaleleni uShwi noMthwalo kuloyamuntu?
Ngeke phela!
Kwaphela ukuthembana
Wangikhumbuza bani?
Nginokudideka okuncane lapha...kune interview ebininayo noBaba Shobeni Khuzwayo, lapho akaveza khona ukuthi umculi wokuqala owaba ngaphansi kwenzingane zoma music promotion company kwaba uMgqumeni..manje nakhu uMtekhala ekhala ngokuthi bakhipha kwizingane zoma ngo 1999..
Uzanini u part 2
Hey I wrong lento yenzek.kweli qembu bafo bethu No "madoda yinina Mo's Bano.mlando wemvano
Yrrrre 1988 🤔umdala umtekhala kulendima
uMkhize lona akuyena lona owadla uBhekumuzi wamqeda nya?
Nihlekisa umuntu ecashile😂😂😂.. Ngiyasola nami ngath wuye
@@khethamaphalala4618, Lolest, kuyasho leyandoda yayizenzela koMaskandi.
Washo umfokamolo kuth wayiqhobozela imali yami kanye namantombazane
@@khethamaphalala4618, washo impela noMayogadi naye kwaba yiso leso sililo😭
Ngiyamazi umkhize akuyena u Tom Mkhize kkkkkkkkkk wamqeqa nya finish kkkkkkkkkk imali yimpande yesono
Waphinda futhi wadlala uMayogadi wamqeda naye.
Uma nglalela kahle inkulumo , uManyathi uyqedile imali yeqembu kakhulu futhi
Iqili
😂😂😂😂 R10K FOR INGOMA ENGAKA BADLALA NGAWE BABA WESHLUTHU
Shikisha Dogzin
dokzini wakhuluma kamnandi ngempilo yase plazini wakhuluma lento esiyaziyi nathi
We need an interview with this Manyathi scammer
Yeboooo