Waze wadabuka umoya wam ngoShwi NoMtekhala🥺💔☹️😢... Such a beautiful group... But ke nothing last forever.. As long as they keep doing what they love and entertaining their fan✌🏾
@@RealTV11 Nelo and sthe muhle umsebenzi wenu baf2,ngiphatheka kabi kakhulu uma lishona ilanga ninga upload video eyi ngoba umsebenzi wenu usezingeni 🤴🤴🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🙏
Shwii uyimenemene but anyway he knows what behind close door bona lento yokuthi avumele omunye umuntu edayise imodo engazi omunye bese athi xa ebuza mntekhala uba utheni wena swhii makuthiwa kudayiswa imondo athi yena ebezokwenza njn nha akananqiniso ushwii badibene ngomntekhala qha
Angizwisisi ukuthi emsakazweni bathi abayithandi ingoma ka Maqatha ngoba ayinanhlamba njalo imnandi Kulokhu ke mina ngihamba no Mtekhala ngoba uneqiniso
it sounds like shwi is wrong in many occasions. kafuni kukhulunywe usephefoma yedwa usengolezimfihlo zokukhipha umtekhala eqenjin as if umtekhala yisisebenzi bona bengama owner bonke. usekhipha i album ngaphandle kwesivumelwano. shwi uyixoki. ngyaknyanya
One thing I like about uMtekhala. He is very relaxed and narrate the story clearly with calm
😂😂😂😂😂😂😂😂😂 haabe
Waze wadabuka umoya wam ngoShwi NoMtekhala🥺💔☹️😢... Such a beautiful group... But ke nothing last forever.. As long as they keep doing what they love and entertaining their fan✌🏾
Ugeqa amagula uMtekhala syabonga Real TV 1 ukumlanda azogonyuluka singahlali nenzwabethi sihlale sesilazi uhlangothi lwakhe
Yakhuluma lendoda
I respect this guys Mtekhala and Dogzin obaba abakhomba ubudala.
I like the fact that mntekhala akabalekanga njengo Bongani manyathi kuyacaca uba unolwazi ubongani xa usiva uba kunento evakala ngawe hlala phantsi uyimamele uve kuzothiwani ukwazi ukuziphendulela nokuphendula abantu bacacelwe
You still gonna rise again brother Mtekhala, sihamba nawe
Kukhombisa ngokusobala ukuthi isikole siyafuneka,cha u Shwi uzishayisa ngekhanda odongeni,lento abayenza kuMtekhala no Dludla ayilona ngempela iqiniso
Uyindoda Mtekhala unguqondile ibambe njalo 💪
Syabonga ukuthi ninike ubab' Mntekhala ithuba lokuthi azikhulumele naye🙏
shwi wazicena ngokhuphukelwa umoy
Ihamba yodwa ireal tv 1 siyabonga ngokusilethela uMtekhala
HHAYI INDABA NGIYAYIZWA MTEKHALA !! USHWI UDLALA ABANTU ABANEMALI BAFUNA UKUDLA IMALI YABO !! WE SHWI WAZE WAMNCANE NGENQONDO "
U Nthsingila indoda yangempela...akagudliguma.
Yh kumanje ngilalele inkinga eyenza iqembhu lihlukane,Engingakusho bafwethu Maqatha kanye noBhuti Mntekhala nohlangene kamnandi lalezinsizwa uma ngilalele izimvo zazo qhubekani nizophumelela kumanje nje ngazukuthi kudala naba kanje njenhoba nikanjalo nibayeke abalwayo bafwethu nikhuphule umculo kamaskandi kuphela ngiyabonha✊✊✊ We love it big-up,Igama leqembu;Umntekhala family
Syabonga ukusilethela baba uMtekhala ai Shwi akabanganalo iqiniso
Ngeke ngithathe I side but kubuhlungu akukhulumeki okwenzeke phakathi kwaleliqembu elikhulu kangaka siyakhala sikumzansi Africa 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
Isandla sakho Dunudunu siyathinta siyabhidliza. Baphi o DJ Bhunu 😎
Khulumisanani Shwi noMtekhala. Siyanithanda bafwethu
Up mntekhala noDokzin thina soneseka noma kunzima
Khuphuka MAQATHA,uhlanya soluduba njalo 🤞...nangu uMaqatha🔥
Sbonge nge interview
It's very interested n chilled
KUdlaliwe ngo Mtekhala
kakhulu mft😢
Mina ngibona ukuba thina singabalandeli singamjabulele u shwi ehamba yedwa Kanye nomntekhala ehamba yedwa .. sibafuna bobabili thina
Igama leqembu elisha:
Amaqatha ka Mtekhala no Dogzin
😂😂😂
Ngikufisela impumelelo baba uMtekhala nalabo abaku ngabazayo beze bebone ubuhlakani bakho...siyabonga qhubekani nisijabulise muhle umsebenzi wenu
Siyabonga bafwethu ngokusilethela udaba oluphelele muhle umsebenzi wena yize nje ngphoxeka mangthola ukuthi uShwi unesandla ekubhidlikeni kwaleliqembu ngimkhonze kangaka
Kodwa ushwi uyindoda baf2 omunye umuntu ngabe wayithatha imali wambulala umntekhala
Othenga ibhokisi? How??
Can’t wait to hear this being unpacked
Kwakumele uSwi amukele imali uMtekhala afe
Please share the link to the EP , or the social media platforms of the group yomtekhala🙏
Ngicela ningikhonzele kuMshebelezi zinsizwa zakwaMagubane.
Nithi nje ngithe 💪💪💪
Lapho they once made a song about ububi bemali
UShwi akacabangi kahlekahl uyena ixoki Kanye noDludla
Akalona ixoki Inyoni 🤣🤣🤣
iphixi phixi lendonda
Mntekhala ukhuluma into ecacile ngikufisela impumelelo Baba uMagubane Vele Nkulunkulu uma nomuntu ogiliwe Baba Shwi noManyathi nibolile noBabili
Siyabonga imnandi I interview, kwaye nemibuzi nikwazile ukuyiphendula sinivile 100%
May God bless you guys up Mtekhala Dogzin
Kona kungigezile ukuphawula kuka Mtekhala kwangikhombisa ukuthi umuntu onenkinga uShwi ngoba akacacisikahle ngemibuzo nalomaNyathi oxova abantu uyawesheza akungadlalwa ngomtekhala bakwethu
Ngeke ngiyithenge Ingoma kaShwi eyedwa, udlala ngezinye ingane ngolabungane bakhe sies
Ngyabonga Mr be Maguban ukhulumisa okwendoda ibambe lapho singemvakwakho thina
Mmm mntekhala ngiyabonga mfowethu ngoba anibulalananga & ngibuhlungu makunje ngoba leliqembu ngilithanda kakhulu❤🤔
Ushwi nekhanda elingasile umqondo wengane
Impela nje ngithola ukudumala ngoShwi.
next mele sizwe both side cz no SHWII une side lakhe
U Shwi uzophupha Abe sbotho ngenxa yokuzithwal kubolile nxaaaaa
Side lika Shwiiii salizwa ku Umbuso wamaciko...uyabaleka akafuni ukukhuluma uvele athi uNkulunkulu ukhona😂
Umalume u Dogzin uyawqeda ugologo ngale ngemuva lokhu ewthelile
🤣🤣🤣🤣
😂 😂 😂 😂 😂
Akaphuzi uDogzin uyathinta nje🤣🤣🤣🤣
Ukhuphuka mawala😂😂😂
😂😂😂😂😂
UShwi uyixoki, koda kuyomuqoqa ukuhlwa.
Ay Maqatha is the future🔥🔥
I support you Mtekhala no matter what
sisonke💃💃
Shwi waziceba ngoku khuphukelwa umoya uyalazi icala
Laba imibuzo abayibalekeli bayayiphendula intenhle ngabo
Uqinisile, uShwi beno Mthwalo usobhokweni babengafuni ukuphendula ngesikhathi beku Mbusowamaciko, kanti futhi into ekhulunywa uMtekhala inobufakazi, nanka namanye amalunga weqembu ezikhulumela.
@@Imvelaphi_Ye2_Singobani nam yangidumazakabi leyanto yabo ababeyenza ngaze ngathi ukube abezanga mebengakazimiseli ngokukhuluma ay ukuthi belokhu besincikiselela ngokukhuluma ngoba inkinga yayisivelile ukuthi ikhona
Nginifisela inhlanhla noma ngingayena kakhulu umlandeli kamaskandi but shwi nomtekhala nasenza sawuthanda umaskandi mhla nithi "ngafa". Ebesengibonga ukubona uDogzin, ngikhumbula umfokaMolo mesethi "dlala Dogzin". Khuphula Maqatha yinhle intambo yakho futhi ke usezandleni ezinhle kulamadoda
Ngiyayithanda indlela achaza uMntekhala, kucace gca ukuthi uShwii usetshenzisiwe la.
Eqinjini hayi eqembini Sthe. Asiqonde isiZulu bakwethu.
Nice interview
Thank you so much 🥰
Ngyamenyanya uShwi ngabona nakuMbuso wamaciko kth uyena unenkinga fth kwaloDludla bahlangene ngoMtekhala
Amanyala angempela
Afta incazelo kaShwi yile kaMtekhala nalaba abanye,kuyacaca ukuth kunenyawo ledada la,inkinga yafika nomuntu wangaphandle washeshe wasinfluencer oyedwa phakath kwabo....kwase kuba ngath lo omunye uwuntu omubi.
Ubuqhawe bakho buyabonakala Mtekhala💪💪💪
kuxatshwen ngempela la ngoma kuyadayiswa
Baba Magubane no Baba uNtshinga sinani .. khuphuka maqatha ayqobile
I can’t wait👏👏👏👏
Ngyafisa nibize uMroza Fakude, noThuthani Ndlovu
Umroza usezinhlelweni
@@RealTV11 Nelo and sthe muhle umsebenzi wenu baf2,ngiphatheka kabi kakhulu uma lishona ilanga ninga upload video eyi ngoba umsebenzi wenu usezingeni 🤴🤴🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🙏
@@RealTV11 ngyabonga Kakhulu
Yazi uSathane ungena kancane kancane, then uma esengene ngempela konakala kakhulu. Umuntu akazame ukukhuleka ngempela uma kuqala kufika uSathane.
ba familiar ebusweni u shwii no Mtekhala.
NOMA UMNTEKHALA NAMAQABANE
Nanoma iliphi elinye 😂😂😂😂
Khuphuka mtekhala sizokweseka
UManyathi akaphendule imibuzo abuzwa yona, ayeke ubuqili.
We hope uzovuma ukuza
UManyathi umqhathi kuyoyonke lenkinga ekhona lamadoda awaxabene wona
ubani umanyathi , uShwi?
uManyathi ubeyi managing director yeqembu lika Shwi noMntekhala
Bab'umntecry ugeq'amagula impela
Ayi nami ngihamba nomtekhala lento ka shwi ayikho
Mmmmh tat hurts uShwi nalemanager yabo bamosha iqembu ayilento abayenzayo bebadala kanjena bayazphoxa izingane zibukani kbo bona bebadala benza kanjena awuu bafwethu 💔💔💔ilungiseni lendaba
Mtekhala mft cha uyezwakaka emzansi .phindake mbovu neynsizwa sijabule futhi isizwe
Shwi ucabanga kafushane nokukhulu ukungaboniseki
30 minutes without question lokhu nabe njalo up lapho
sisazoku Nike support baba Mtekhala
Ubani uManyathi ? ubani uDludla ubani Umthwalosobhokweni , yabona leyo 3 iyona echathele uMtecry
Udludla uyena umthwalo enthen umanyaThi isilima semanenja esiyiso esimoshe iQembuuu
Yellow Bone i clean i channel yakho big up
Umanyathi uvumele isihlava esibolile esinguManyathi sangena phakathi kwabo but akusenankinga qhubeka mtekhala ezikaShwi ngeke zithengwe
Singamsola ushwiii kuyo yonke lento koda umntu omoshe lentoooo umanYathii 🙌🏼
Doti uManyathi
Nami ngivumelana nawe Shwi usetshenzisiwe ..ukwazile kunqaba 2.5million waphinda wamazisa uMtecry kuthi nansi nkulumo eshiwo Manyathi
Shwi uyimeneme sengibonile Mina udlala loManyathi sazodonsa kanzima kodwa muyeke mft semdala kodwa wenzisa kwengani
Shwii menemene straight talk uyicabangela wena
Enkosi really TV siyabonga
Shwii uyimenemene but anyway he knows what behind close door bona lento yokuthi avumele omunye umuntu edayise imodo engazi omunye bese athi xa ebuza mntekhala uba utheni wena swhii makuthiwa kudayiswa imondo athi yena ebezokwenza njn nha akananqiniso ushwii badibene ngomntekhala qha
Imnandi kakhulu le ngoma ethi imali ngivele ngabona nje ukuthi iqembu alikafi
Shwi kudlaliwe ngawe ndoda lana kodwa manyathi unesibindi ukuhlukanisa iqembu lesizwe amadoda eseguga wavele wafaka unyawo lwedada
We-Maqatha mfwethu ungapheli amandla uthixo uzokukhuphula.
Jha marn udludla ngokwam ukubona kukhulu akwaziyo ngalenxabano
Mmm imali iyaxabanisa,nanishilo nakuLengoma yenu ethi"imali"🤔🤔🤔
Mtekhala sinawe....
Akabulawangani lomanyathi ngoba unamasimba uzomoshela abanyabantu.labantu basukakudekabi losezongena phakathi kwabo uvelaphi?
Ngity mina igama leqembu elisha "AMA M.M.D" alikho elinye elingadlula leli
Angizwisisi ukuthi emsakazweni bathi abayithandi ingoma ka Maqatha ngoba ayinanhlamba njalo imnandi
Kulokhu ke mina ngihamba no Mtekhala ngoba uneqiniso
Ey kwahlakazeka iqembu engangingakaze ngicabange ukuthi lohlakazeka
But uMagubane ubuza umbuzo obalulekile ngoba uma kufika umuntu wokuza ekhaya ethi kuwe kufuneka uhambile lapha ekhaya ekubeni kukini
Nazoke mtekhala nabangan bakho# zyakhala kyavela ngapha
Yiphi iPark eDundee? McPhail noma Lena eseSbhedlela
Igama leqembu.... Amaqhawe noma Amajalimani.
it sounds like shwi is wrong in many occasions.
kafuni kukhulunywe
usephefoma yedwa
usengolezimfihlo zokukhipha umtekhala eqenjin as if umtekhala yisisebenzi bona bengama owner bonke.
usekhipha i album ngaphandle kwesivumelwano.
shwi uyixoki. ngyaknyanya
Into eyenza uba ngithi life is too short yingoba imaskandi people bayabulalana kakhulu especially ngoba kinemali phakathi ingxabano
Name suggestion isina Muva .
Ngyabong kakhul uyezwa 🤝
Mina ngambona nj uShwi laph kumbuso wamaciko ukth kukhona lento akayifihlayo engafun ukhuluma iqiniso kant into engithanda ngomtekhala ukhuluma iqiniso akafihl luth shuth umuntu obaqhathile la uManyathi
Wayesukela amaGupta futhi uManyathi nalapho, ayikho nje sdalo leyonto. Ngina 100% sure about that.
Waze wandiphoxa ushwi shame yhini Bebe mcula kamandi kanga ulive 😪
💔💔
Cha uShwi uyangiphoxa ngba ngith usewumuntu omudala. besingalindele lokhu..uma kuliqiniso lokhu ngiyaphoxeka kumkhulu kamaskandi
Ayy usiphoxe sibaningi 💔
Ncono kube Shwii bamjaja nje ubekhona kwi interview Mtekhala unamanga thina syasaz story sabo
@@lihlezondowlihlezondow2008 uyigida Song yin nawe mfo??uShwi wahluleka bamnika ithuba wahluleka ukuchaza...okusho khona kuty lento elana kukancane ukuba kungaba iyona...
Kwaze kabuhlungu lokhu engikuthola lapha
Kodwa nadeshisa umntomdala ngeCoke😂😂😂😂😂
Iphi I Coke
Lelibandla.eliphawulayo liphuzile.ngek😂😂
Lomfana u maqatha usaba indoda engaka sasihlala naye ehostela e block A e Diepkloof nghlala e room 5 ehlala e room 7
Ngike ngaya komunye umcimbi host beku RAY no shwi safika ngo 2 emini saze sabuya singadlalange ngaphoxeka baba shwi Saya kuye sacela kudlala 1 song 1 song lutho sizingane ezikhuliswe ibo abo baba langa, shwi, phuzekhemisi savalelwa sangadlala awu angazi ke noma kuthi shuni esiwenzayo ufana nowakhe no Ray leyanto ingenze ngabona kuthi akekho baba endimeni yomculo uvuma kanjani ngane zinga phe4mi emcimbini wakho ubaba weesizwe
IBUHLUNGU LENKULUMO AYIWPHUMUZ UMOYA WAM
Umanyathi ulibulele leliqembu