ABAFANA BAKAMGQUMENI-ABAFAZI BAKA UMGQUMENI,DSD,SHILISI,GCABASHE,KINGS OF MASKANDI,

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 30 тра 2023
  • PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
    IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
    WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
    FACEBOOK: PERFECT TV SA
  • Розваги

КОМЕНТАРІ • 152

  • @luckymshengu
    @luckymshengu 2 місяці тому +5

    Niyacula kodwa bafowethu ngiyAnivuma ngiyanithanda bafowethu

  • @siyabongancanana
    @siyabongancanana 2 місяці тому +1

    The best interview ever I enjoyed every moment with the guys abafowethu abalokhe beshona le nalena bamqonda ngqo umuntu abamgudli❤❤

  • @charlesximba6970
    @charlesximba6970 Рік тому +10

    Kungamanga kodwa ukuthi uMgqumeni akatholanga zinkulumo ngokuphusha igama likaMahawukela waxoshwa kuzozonke.

  • @khangelanidsdmhlongo
    @khangelanidsdmhlongo Рік тому +10

    Uma kungathiwa angilande ngami bese ngithi ngiqala ngisebenzise igama lomuntu ukumethuka lokho kuyobe kusho ukuthi igama lami angilisebenzelanga. Cha ngilugugu Mhlawumbe nentombi ugcina sezibiza ngami

    • @qonqelantethe8621
      @qonqelantethe8621 Рік тому

      Bayeke mhlongo

    • @MelusiMbatha-jt7tp
      @MelusiMbatha-jt7tp Рік тому +1

      Kodwa njomane walibulala iqembu lebhova nawe kumanje ugijima ezintabeni sebakujikela owahambanabo

    • @mzwandilebiyela6305
      @mzwandilebiyela6305 Рік тому +1

      @@MelusiMbatha-jt7tp ugijima eyintabeni kanjani umhlongo ngoba uzimele umholi weqembu elikhulu osaziwayo ukhumbule u dsd akuyena owakwa mseleku ngeke alandelane nalabafana uyimele

    • @mbaliBrownsugar
      @mbaliBrownsugar Рік тому

      Dokotela ❤

  • @lunga_sibiya1744
    @lunga_sibiya1744 Рік тому +16

    First to comment ngcela ama likes awu 1 million

  • @obietshabalala9758
    @obietshabalala9758 Рік тому +3

    Siyabonga kunibona nisabalala nidumisa ubukhokheli benu ngiyathanda lapho maseleku up up up viva ngo jezekhulu viva viva ngoskhevane viva

  • @bongiwenyawo9050
    @bongiwenyawo9050 Рік тому +3

    Mngànami ngyakubongela ngomsebenzi owenzayo Perfect TV

  • @siyabongamsimang9822
    @siyabongamsimang9822 Рік тому +3

    😂😂 my favorite abafana bakamgqumeni big up Jezikhulu nesikhevane sikagogo. I love u big time guys all de best

  • @mpumelelozangwa2691
    @mpumelelozangwa2691 Рік тому +5

    Thanks Manqele ngoku uploader a full interview with ojezielikhulu

  • @menzikhat695
    @menzikhat695 Рік тому +8

    Ngicela ukusilandele UMtuyenziwa mfwethu lensizwa ngat amandla ayo awa recognizwa kahle emculwen

  • @lunganimngomezulu9442
    @lunganimngomezulu9442 Рік тому +4

    Ogezoo "Nishutha ngamafoni"

  • @user-io8hl8ep3z
    @user-io8hl8ep3z Рік тому +7

    🎉🎉🎉🎉ezebhova ezasendlunkulu❤❤❤❤

  • @NoziphoNozipho-jc8zl
    @NoziphoNozipho-jc8zl 8 місяців тому +1

    Cha mina ngyabathanda impela abafana baMgqumeni engifisa ukukwazi Shevane ugcobani ngba simazi emnyama

  • @dogofigo5485
    @dogofigo5485 Місяць тому

    Umfanohambe gida😂😂😂😂😂

  • @sphamandlafortunemaphalala3869

    Kodwa wabatalaaaabha uNavigetha 😂🤣🤣😂

  • @24sevenrecords51
    @24sevenrecords51 Рік тому +2

    U Tom Mthembu, wayekhona kusuka ku Talagu. Wema nabo kunzima, ngiyakukhumbula I album eyayithi uTalagu yithi ama publishers nge NTP. Babelwiswa kodwa basebenza kunzima kunjalo. Abantu abafana no Tom akumele bakhohlwe, futhi legama leBhova kumele lihlale likhona.
    U Masondo wayethanda kakhulu uMahawukela, wayethi mayefuna ukususa uchuku edlale ingoma kaMahawukela ethi ibanga elincane.

  • @mluwakwashezi
    @mluwakwashezi Рік тому +1

    Aw’zwekee 🙌

  • @Thandobilayi.bilayi
    @Thandobilayi.bilayi Рік тому

    Up ngezebhova❤

  • @smonzamanci3305
    @smonzamanci3305 Рік тому +3

    Ngicela ulande uDSD manje kade kwasa silalela i-side lalamadoda akubuye uGqoko manje

  • @user-yi5hr7gh3x
    @user-yi5hr7gh3x 4 місяці тому

    Ngyabingelela ngiwusfiso nkosiyosgcwagcwa ndlela weenen ngiyabathanda labantu ikakhulu kazi emcilweni

  • @MelisaMsebele-vt7rl
    @MelisaMsebele-vt7rl 7 місяців тому

    Up up Zebhova.🎉🎉🎉🎉❤❤❤❤❤

  • @nhlakaniphotv3753
    @nhlakaniphotv3753 Місяць тому

    Awubabuzanga ngani ngoMthethwakhe Langa bengizitshela ukuthi nizothi ukuythinta indaba yokuthi wahamba kanjani , Omunye owayehola amagcokama uJezelikhulu uthathe over 2015 kuwo umlando weqembu Abafana Bakamgqumeni awuphelele

  • @zamothegodfather8392
    @zamothegodfather8392 Місяць тому +1

    Nina ayi 🤔 umgqumeni iyngoma eziningi ezakhe ezithi abakwamseleku banomona abafwethu,ngibulawa umzala, abasekhabomame, nina nithi konke kwakukuhle, abantu abangakhuluma iqiniso ngo mgqumeni usonakali zondi kanye naye ukhangelani mhlongo....

  • @yonelamagagana
    @yonelamagagana Рік тому +1

    Luv u guys ❤🎉

  • @user-cq1dt7jk4q
    @user-cq1dt7jk4q 11 місяців тому +1

    Lezinsizwa ngizifisela okuhle kuphela e lyfn coz abaziphakamisi .bayahlonipha kuyakhanya ukut baphuma ekhaya elilomthetho .qhubekan bafethu abantu bohleli belichothoza kodwa yilokho okuzalenza libe lodumo

  • @nkululekomjwara8805
    @nkululekomjwara8805 6 місяців тому +1

    😂umfana ohamba egida 😂ey umtalabho walezinsizwa uyabusisa

  • @lebomaphanga3116
    @lebomaphanga3116 Рік тому +2

    Bantu basekhaya lomama kazi nanithenjisweni ngegazi lami. Amazwi ebhova lawo ezibongweni zakhe

  • @senzosakhegarajelomonahade4409
    @senzosakhegarajelomonahade4409 11 місяців тому +1

    mfokamanqele ngihleli ngikulandela kuma prodcust akho kodwa sengibona sengathi lapha uyabaqhatha abaculi nabafana bakamgqumeni siyabathanda thuna kodwa ayi umabexabana nabanye abaculi ngicela uyikhethe imbuzo kubaculi sikhuza udlame kodwa kubukeka sengathi uyaluphehla lapha ngixolise mangizwakalekabi ngyabonga

  • @mgcinisebele5509
    @mgcinisebele5509 Рік тому +2

    😂😂😂😂😂😂lezi ziyalishaya ikhanda

  • @lindaskhosana5733
    @lindaskhosana5733 Рік тому +1

    OMZALA BAKHE

  • @masqende9864
    @masqende9864 Рік тому +1

    Lapho uNdlemnyama ehlanganaph neympahla zeBhova ekben enekwabo yena kad engahlal nanomgqumen ekitchen elilodwa ngcono,okokqala zkhulil iyngane kwakmele kbekelwe zon impahla zkayise aisuka bayanyanyisa laba

  • @ba-kasbongiseninombalizabayeki

    😢Sikhipha ama file eii kubucayiii

  • @NkosiphileDube-fv8qz
    @NkosiphileDube-fv8qz 26 днів тому +1

  • @lwandilelanga4928
    @lwandilelanga4928 Місяць тому

    Dumisa😊

  • @VusiBhekani-xh1xh
    @VusiBhekani-xh1xh Рік тому

    Navigator Gcwensa wanitalabha?

  • @falakhendlela1608
    @falakhendlela1608 2 місяці тому +1

    oBhekifa 😂

  • @SAdilikaI-bulldozerMabha-jt7pm
    @SAdilikaI-bulldozerMabha-jt7pm 26 днів тому

    Niyahlulela msoon yezinja

  • @user-yp4vm7lh5u
    @user-yp4vm7lh5u 11 місяців тому

    Siyabonga baftu likhuphule indlu nkulu ningavumeli izitha

  • @sihlesiyanda5492
    @sihlesiyanda5492 Рік тому +1

    uGqoko lukhilu kakhulu ukunani nizingane kuKhangelani bobhekifa no no

  • @user-ih9gv8ox3i
    @user-ih9gv8ox3i Рік тому +2

    Wena mfana sizoyeka ukukulandela lento oyenzayo yokugudla igcokama Elisha Kuma shows wakho😮😢

    • @simphiwemcebisi6428
      @simphiwemcebisi6428 Місяць тому

      Lol bakhulumilenje nangogwoko🙆‍♂️🤣🤣🤣🤣

  • @LuccyMasuku-nc2mk
    @LuccyMasuku-nc2mk Місяць тому

    Ku ryt bedle ifa ngoba ngelakibo lawe dlana elakini ma ufuna case close

  • @simphiwesimphiwegumede5536
    @simphiwesimphiwegumede5536 Рік тому +1

    Cha nami angisaniboni bafwethu emcimbini ai ayisphathi kahle😢

  • @GcinohCele
    @GcinohCele Рік тому +3

    😂😂😂😂😂😂😂 Ziyadelela lezinja

  • @user-vt3fy5pg9g
    @user-vt3fy5pg9g Рік тому +3

    Niyanya zinja namxosha uMgqumeni emaqenjini kaMahawukela baze bamkhumbuza ukuthi ungumshana kwaMseleku bemhubha ngamavolovolo
    Awuzwe nje"Unogwaja omncane onkwankwe izinja phezu komfula iNgezo waphuma phakathi kwabo zashayisana ngamakhanda izinja zancama" wayesho kini zinja senizoqamba amanga

  • @user-ew3tm1sv6m
    @user-ew3tm1sv6m Рік тому +2

    Abantu abaybiza ngomfana owayemncane kunabo🤟😆😆 Okheeeeyi bomzet bam✊😂😆

  • @mlulekiadvisordlamini7333
    @mlulekiadvisordlamini7333 Рік тому +1

    Ibambeni bafana selokhu nganilandela ngo 2012
    #ibhova

  • @thuthukanixaba8334
    @thuthukanixaba8334 Рік тому +2

    Kwakugugumba ne demo engathi eyakho😂😂😂😂

  • @zamanimthembu6933
    @zamanimthembu6933 Рік тому

    Ave nichaza yey 😂😂

  • @senzomkhwanazi3200
    @senzomkhwanazi3200 Рік тому +1

    Makhulu lamagama mfoka Mseleku ,ulibhidliza kanjani ikini ngenxa yomuntu ofuna ukuthola inzuzo

  • @joshuadube6917
    @joshuadube6917 Рік тому +1

    Akuyona interview lena

  • @laphili
    @laphili Рік тому

    BhovaNation up lapho

  • @khulekanimlungisi3652
    @khulekanimlungisi3652 Рік тому +1

    😂😂 Ugqiza ikhomikha

  • @siyabongamkhwanazi3810
    @siyabongamkhwanazi3810 3 місяці тому

    Vusegi wejezi angisane Sabi sdalo Nami wena skhevane😂😂😂😂😂😂😂

  • @siyabongancanana
    @siyabongancanana 2 місяці тому

    Kwafa lokho kwakuvele kungalungile😂😂😂😂😂

  • @mandlenkosilucky9005
    @mandlenkosilucky9005 Місяць тому

    Intulo😂😂😂😂😂

  • @user-vr9uv2oy1v
    @user-vr9uv2oy1v Місяць тому

    Umfazi ongavuma ukungenwa into embi kanje ingulube uqobo

  • @mzwandiledube9331
    @mzwandiledube9331 Рік тому

    Nalo Manqele wale UA-cam channel usaxoki. Eyezindondo cha nje nani niyazi niyaziphiwa ayikho ani deserve ngishi eyodwa

  • @MathaboPhangalele
    @MathaboPhangalele Місяць тому

    Ezebhova🔥🤞

  • @user-ne5eb9wd9i
    @user-ne5eb9wd9i 7 місяців тому

    Ojezelikhulu ❤❤

  • @user-sq1sq1kn5p
    @user-sq1sq1kn5p 3 місяці тому

    Yhoooo ndinithanda kakhulu bantwana bam khona kulangoma ithi izinja

  • @velenkosinimdaka4839
    @velenkosinimdaka4839 Рік тому

    Uyedelela uGqiza😂😂

  • @mlamulingwenya6299
    @mlamulingwenya6299 Рік тому

    Mina ngivumelana nabo abayiphakamisi labobhuti ngibabone izolo mtn tax rent ngabamba ithambo nami bangamukela nje kahle 😊😊

  • @vusikhanyile5297
    @vusikhanyile5297 Рік тому +1

    Ay abayekwe bayatalabha labantu

  • @MphumuziNdlovu
    @MphumuziNdlovu Місяць тому

    Pho why umgqumeni engaqhubekanga ngokuzibiza ngabafana bakamahawkela ?????? Ngoba lokho kusho ukuthi kwakukhona izinkulumo

  • @siyabongancanana
    @siyabongancanana 2 місяці тому

    Kodwa syakhala Duyaza awzwakali iphi imic

  • @VusiBhekani-xh1xh
    @VusiBhekani-xh1xh Рік тому +1

    Skhevane uyahlekisa shem

  • @sibonelosboshperfect7668
    @sibonelosboshperfect7668 Рік тому

    Mxm labo JoJo tank ababonwa uNgizwe

  • @ThandinkosiSkhulile
    @ThandinkosiSkhulile Місяць тому

    🎉🎉🎉🎉

  • @siyabongaprosperndlela
    @siyabongaprosperndlela Рік тому +1

    Inhle interview kodwa masekuthinteka igama lebhova sengathi ningakhuluma iqiniso kakhulu ngoba amazondo wawathwala loyamuntu...ugqiza uzakahle nenkulumo

  • @khumaloTV5
    @khumaloTV5 Рік тому

    Manje wena mphathi we interview why ungafaki mic?

  • @luckymshengu
    @luckymshengu 2 місяці тому

    😅ziyakhala ku dsd

  • @mduduzishange9623
    @mduduzishange9623 Рік тому +1

    Ubani uSakhiseni kulamadoda? Ingathi wayekhona!

  • @user-xu9lk2xc6m
    @user-xu9lk2xc6m Рік тому

    Khuphuka gqiza😂😂

  • @mkhanyiselwamajola8352
    @mkhanyiselwamajola8352 11 місяців тому

    😂😂😂Ayi ziyamkhalela njomane la

  • @nkosithethelelefezubuhle4706
    @nkosithethelelefezubuhle4706 Рік тому +1

    ezaseNdlunkulu
    bhut'Shepard khawulande u
    Principal
    Ijongo elihle
    ikolodo lika bafanyana
    uJaiva
    Ngiga
    Skweletu

  • @user-ec1qo1pe7u
    @user-ec1qo1pe7u Рік тому

    Ave ndinithanda

  • @lihlembikwana2926
    @lihlembikwana2926 Рік тому

    Nathi angiphume kini ngaphuma kini 😢 weyidudla nganenzani?

  • @samkelomadondo5922
    @samkelomadondo5922 Місяць тому

    Obhekifa

  • @MlulekiPawuli-ci8cu
    @MlulekiPawuli-ci8cu 11 місяців тому

    Yhoo limenemene ulijongile nje eli lingu jezelikhulu

  • @user-sw8gd2vf2p
    @user-sw8gd2vf2p 8 місяців тому

    Lent yokuveza amahlaya ngomuny umunt ukuze kuhlekwe wen mfokakaManqele iyeke

  • @SbanganiMhlongo-sp9uk
    @SbanganiMhlongo-sp9uk Рік тому

    Ayi madoda ehlisani kuyazwela ngomfowami ...inhle interview majongo kodwake phela ningami ngozalo

  • @oupatshabalala6060
    @oupatshabalala6060 Рік тому

    Danko Manqele ngiyocela uze nawo lamadoda azonandisa mangishadelwa wena uzoshutha video yomshado ngiyokwazisa ngisalungisa nkunzi yami

  • @siyabongancanana
    @siyabongancanana 2 місяці тому

    Shilisi yayienjoy lento ayenzayo😂😂😂😂😂😂😂

  • @laitaluvolwethu5159
    @laitaluvolwethu5159 Рік тому

    owu labogombela kwesabo bazenza ngcono ngogqhoko marn

  • @zithuleledlamini8136
    @zithuleledlamini8136 Рік тому

    Bafana indondo ziningi Kani yin inkinga yaMthandeni kungatholi indondo naye bandla umculi onjani kani lo ongakhombi mhlomulo wokushaya insizwa

  • @simphiwemasiliva8430
    @simphiwemasiliva8430 Рік тому

    Cha imnandi i interview,khona inzima lento ka DSD wawahlukumeza impela,labantu

  • @Iduna-likaMhlushwa
    @Iduna-likaMhlushwa 8 місяців тому

    Kade ngangifisa ukuzwa ukuphawulo kwenu ngabantwana bakaMgqumeni

  • @vusikhanyile5297
    @vusikhanyile5297 Рік тому +1

    Uskhevane ubanjwa ngophondo la inkulumo yakhe iphelela emoyeni

  • @user-re4xi5ll9f
    @user-re4xi5ll9f Місяць тому

    Mina ngyanthanda

  • @thulaniMBATHA-mg5wl
    @thulaniMBATHA-mg5wl 3 місяці тому

    Phambili bafana bebhova

  • @mluwakwashezi
    @mluwakwashezi Рік тому +1

    49:45 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @siyabongakhuzwayo4277
    @siyabongakhuzwayo4277 Рік тому +1

    obhekifa

  • @user-lv4zb8yk1r
    @user-lv4zb8yk1r 11 місяців тому

    Sacela uskhevane 😂😂ashaye unavigator ngesibhakel kancane 😅😅

  • @RobertZondo-lw2zf
    @RobertZondo-lw2zf 5 місяців тому

    Izandla kuSkhevane,azifani sdalo nobuso@

  • @sibusisonkosinathi988
    @sibusisonkosinathi988 Рік тому +1

    Jezelkhulu yehlisa ukulokhu ukhuluma ngo mhlongo manje sekwanele phusha umculo wakho iphimbo lakho ngyalithanda nobugagu bakho ungaziphuphisi izinga lakho liphezulu kakhulu manje kuningy okuhle osusenzele khona endlunkulu

  • @CebombhasobheniShongwe
    @CebombhasobheniShongwe Рік тому

    Olwethu ugqoko siyaluthanda luuuuuuuuuuuuphiiii

  • @nhlanhlancwane7735
    @nhlanhlancwane7735 Рік тому

    Mxm zyanyanyisa lezinja

  • @mzwandilebiyela6305
    @mzwandilebiyela6305 Рік тому

    Zonomu hawu lezi nkabi

  • @divozdixasagwaca2518
    @divozdixasagwaca2518 Рік тому

    Uskhevane mudala uyabeka akadadazi

  • @user-cp8zp9jj7e
    @user-cp8zp9jj7e Рік тому +1

    Umlande u Khangelani uzwe naye