Cha mina angyena umlandeli ka Mthandeni kodwa le interview izolulaza umfoka Manqele Yabona u Geh no Mcineka bayawuxova lomculo wethu ngobuxoki nokusebenzisa imali ukufeza inhloso zabo
Asinandaba nama voice note 📝 enu amabi abheke kwi Gcokama vele into enhle noma egqamile unaware yiyo wonke Umuntu bese yigxekwa ilabo asebedelile iyona khuphuka mfoka kuphosa kwenyathi ngisho kuwe BHOVA OGQABULAMA KETANGA qhathanzipho lika Mambatha BABA KA SAME TIME sayibona inkunzi yombhem u same time umzukulu ka kphosa kwenyathi
At the very beginning labafana bashilo ukuthi abakuzele lapha ukuzokhuluma ngomculo wabo nangezimpilo zabo but yet we are surprised that the production keeps imposing questions about iGcokama elisha le show doesn’t serve the interests of artists but their own interests, imibuzo engasile “ngabe igcokama istabane” “iqiniso ukuthi washaywa” “wafika late odwendweni “ aah niyabheda nina , niyaxabanisa nalama voice notes kumele kudlalwe lawa okubuzwa kuwo into enomqondo nikhetha lama vn angasile “Mthandeni ngangiyntombi yakhi” mxm poor
Lento yombuso wamaciko no gezani iwumbhedo oksempelen, ugezani ulwa nokcindezela lezi ezngashaysani ne shen lakho o mgodi no Mcineka. Le show yazolo I ibilwa no Mthandeni.
Kutheni imibuzo yonke inge Gcokama elisha? This production is going to create a big havoc in the maskandi industry between the maskandi artists Ngabaculi moc aba bekumele babuzwa ngomculo wabo linga ngeni ndawo igama lomye umculi Very poor way of asking questions from this lady yhoo, she is incompetent and I don't think she went to school for this🚮🚮
🤣🤣🤣🤣🤣yey bafwethu kuyahlekwa noma kufiwe. Cha ingihlekisile le interview ngoba angisiye umuntu othatha izinto ngenhliziyo. Mina nje ngiwunlandeli omkhulu kaMthandeni cha ngiyithandile indlela uMashonisa aphendula ngayo ungumuntu oqondayo uma ekhuluma ekhulume into ezwakalayo kanti futhi lesingle track yazi ngiyayazi imnandi kakhulu ngibona ikusasa lakhe kwezomculo liqhakazile. Polo ngiyaphoxeka izimpendulo zakhe azenelisi akaphumeli obala ulokhu engingiza konke nje yena akazi akazi njengoMnumzane bengilindele ukt uyena ozoba nezimpendulo ozome nkweee. Okunye ke lePodcast yoMbuso Wamaciko ibukeka ipoor kakhulu ayinalo lento ekuthiwa iCONTENT... iyantanta nje...imbuzo ebuzwa lana imbuzo losisi azicabangela yona ngaleso skhat ayihlelekile. Fanele ngabe unemibuzo ebhalwe phansi n imbuzo yakhe kube ukt is igxile kakhulu ngomsebenzi womculi nanokuthuthukisa ikusasa lalowo mculi kodwa leyakhe ibukeka ikopolota izindaba ezingakhi nezingamthuthukisi loyomculi osuke eyisihambeli...so lento yenza uhlelo lubhoree kube yinto nje ebandayo...yazi iRealTV1 bayayibuza nabo imbuzo ethe phecelezi but kuba iskhashana bedlulele komunye Real TV 1 is the best compared to this podcast...My friendly advice to uMbuso wamaciko. You need to hire a new Presenter
🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ 🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹ Musan ukusidakwela we Gezani nalo cc mbumbulo nxxi🚮🚮
Ngyamthanda kakhulu usisi lona oyihost/presenter, muhle futhi ume kahle😍 kodwa, I feel like because of her, we are not getting full or intersting answers from the guests, ngcela uma ikhona indlela, angath singathola umuntu ungathi spice questions up. Usis is not able to ask questions creatively, noma eseyibuzile ke imibuzo that we want answers for, she makes them very awkward for guests to answer, I think usis needs to prepare more..
Gezani Media Yamasimba
🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣hawu mbhemu
Gezani kodwa niyimsunu bafana angifun ukungasho kant le interview ingeGcokama elisha yini nizama ngayoyonke indlela yokufaka umthandeni kulesigege senu somphuphe wohlelo
Lo gezani uyabheda nje
Ugezani ulwa impi kamthandeni nokhuzani nd uthatha side uyamosha
Cha mina angyena umlandeli ka Mthandeni kodwa le interview izolulaza umfoka Manqele
Yabona u Geh no Mcineka bayawuxova lomculo wethu ngobuxoki nokusebenzisa imali ukufeza inhloso zabo
I Subscribe yami ngyayenyula umbhedo lolu hlelo lwenu
Bushaye Polo mfana sengyaku downloader as we speak. Awukufihli ukbani uyaphuza, unjalo ungumnumzane.
Kuphawula iylima nje lapho especially leslima sokuqala nxeee..... Labafana bakhulume kahle n bayasazi istory sabo
Asinandaba nama voice note 📝 enu amabi abheke kwi Gcokama vele into enhle noma egqamile unaware yiyo wonke Umuntu bese yigxekwa ilabo asebedelile iyona khuphuka mfoka kuphosa kwenyathi ngisho kuwe BHOVA OGQABULAMA KETANGA qhathanzipho lika Mambatha BABA KA SAME TIME sayibona inkunzi yombhem u same time umzukulu ka kphosa kwenyathi
dankow bhuti
Yini umangabe kungomthandeni kubizwe laba kungafiki yena ngqo
yini wonke ama bonke abaculi enibabiza lapha njalo kumele nibabuze nge Gcokama elisha ngcela ukwaz ngoba bonke abaculi nibabuza imibuzo mayelana neGcokama
At the very beginning labafana bashilo ukuthi abakuzele lapha ukuzokhuluma ngomculo wabo nangezimpilo zabo but yet we are surprised that the production keeps imposing questions about iGcokama elisha le show doesn’t serve the interests of artists but their own interests, imibuzo engasile “ngabe igcokama istabane” “iqiniso ukuthi washaywa” “wafika late odwendweni “ aah niyabheda nina , niyaxabanisa nalama voice notes kumele kudlalwe lawa okubuzwa kuwo into enomqondo nikhetha lama vn angasile “Mthandeni ngangiyntombi yakhi” mxm poor
Impela owrong leyonto? Ababize uMthandeni for those kind of questions.
bayanya kule show
@@nosiphomntungwa625 bayanginyanyisa naleshow yabo lelivaka lingu gezani angizophawula ngalonondindwa endingamazi okipitayo
@@laitaluvolwethu5159 bayeke kanje
Eyaphi le nto ebabuzayo.
Yaz mamthalane mkhaya wami you talented sisi imibuzo yakho mihle kakhulu. U So Science mfoka Ntanzi emhlangandlovu phansi endlandlama
Interview yengcokama nom belingekho lon a siyabonga
Kuhlamba lazwa indlabeyphika ka mambatha nje Lana 😞
Nibangani negcokama gezani media
Ngeke bakuphendule babhizi bayambulala ephila
Lento show ngbe uyawuphakmisa umaskandi,noma uyawumosha.
Real TV 1 is the best 👌 lo doti
true...
Kanti yini lena esegcokameni nina zinja??
winkunzi mfoka Manqele indoda engakhulumi ndaba zamuntu
I Album eyi Single track?🙆♂️
Au weMfundis kant akufundekilen kuwe qhawe...
Siye sanqamla mazwe khuphuka mashonisa
Nxxx uMfundisi ubeyaphi ai suka😹
NgyakuKhonzile weMangethe mfokababa ngyawathanda amazwi akho mawukhuluma namahlathi
Sicela umjaheni✊✊
Khona abazoshayiswa isbuko sebhasi ababobuz ujobe 🙌😂
Lento yombuso wamaciko no gezani iwumbhedo oksempelen, ugezani ulwa nokcindezela lezi ezngashaysani ne shen lakho o mgodi no Mcineka. Le show yazolo I ibilwa no Mthandeni.
Ngyabonga mina mfo uqinisile lento kwamele ivalwe
Ey uMashonisa unesbindi😂walidalula iChunu
Aw, le interview iqondene neGcokama nah?
Good question
Yinile esegcokameni 2 hours wonke pho bekhuluma ngendlabeyiphika
😍😍
Mxm lembuzo iyabheda. Nichemile nina
Kanti kunge gcokama yini ukubizwa kwamaciko lapho ayi angiyizwa kahle le interview
Kwenzenjana kwenzenjan🤣🤣🤣🤣dankie qhaweee konakele mfanami
Masenizazi lezo mfihlo besenenzani ngazo,akenehlukanr nomthandeni nina zinja
UMTHANDENI inkinga, 2 hours nikhuluma ngaye njeee🤣🤣🤣🤣🤣
Hlehla Polo uyadakwa
Ave nihlekisa kodwa balandeli... ungali interviewa kanjan igidangoma likaMthandeni ungamfaki uMthandeni kuleyombuzo, aysebenze inqondo balandeli begcokamelisha hawu, bakhuluma nge experience yabo negcokama okusho ukuthi yonke imibuzo izolithinta igcokama
Losisi ubebaphusha ebadudula labafana ebembaaa ukuthi bathuke iskhova wehluleka !!!!!
Cha akengibonge kulocc ogxeka imibuzo yakho cc . ...mawuthy igcokama Elisha liyahlanya yin ??akusiyo into yokubuzwa
Bayaxhumana kanti mmmm kodwa ngasho ngayibona lento ayike dankie Polo sengiphendulekile kahle kahle kuphushwa ibusiness Lana emculweni
UMBUSO WEZINDABA ZABANTU
Nizamile ukumosha igama lika Mthandeni kodwa ngibonga labafana kokunye.ukuthi bangavumi ukuthi nibafunze lodoti wenu, njengoba nibuza umsangano nje kuyacaca ukuthi inhloso bekuwukuncolisa igama lakhe. Bayasho ukuthi ubasizile futhi bayambonga.
Ngiyilalelile i-interview futhi ngiyithandile indlela laba fana abephendule ngayo imibuzo💯 ngoba umbuso ndini lo ubuzama ngayo yonke indlela ukudicilela phansi isthunzi segcokama elisha,laba fana bebeku phebeza konke loko💖 engakusho ukuthi nje le channel izoqhata abandeli bamaskande kunye nabaculi🖓
🤩👍💥💦kant yin lese Gcokameni
Nashokamnandi Bafana kakithi kadenivalelwe
Ew 2 hours wonke kukhulunywa ngomthandeni udoti le interview
Mashonisa mfana wakithi ngsacela ukuba yigiida ngoma lakho mfana wakithi ngezwa i album yakho ngfuna kuzoba igida ngoma lakho uyacula usayaphambil kakhulu mfana sikhona thina syawaz umaskandi akekho oyofika kuwe . Mfana ngiknika umnyaka oy1 uzofika AMAKHOSI kusho mina mfoka zwane enquthu
Cela ningipha ishloko salengoma ka Khelina ey theme song
Kube nivele nabiza yena uMthandeni niyamsaba yini? Mina angzwanga lutho ngezinsizwa lezi kodwa kusukela ekuqaleni nje Mthandeni Mthandeni Mthandeni.
Lihle izwi likaMashonisa kodwake angisho ukuth ngrhin
Kanti nifunani kuMthandeni?
Kutheni imibuzo yonke inge Gcokama elisha? This production is going to create a big havoc in the maskandi industry between the maskandi artists
Ngabaculi moc aba bekumele babuzwa ngomculo wabo linga ngeni ndawo igama lomye umculi
Very poor way of asking questions from this lady yhoo, she is incompetent and I don't think she went to school for this🚮🚮
Lento kwamele ivalwe nje ngoba iqhatha abaculi bakithi so nje mina angiyiboni kahle lo Mbuso wamaciko awavalwe nje.
@@sbusisontinda9892
Kakhulu mfethu ✍🏿
Cha uyakwaz uhlaziya nkunzi yomubhemu sekunjalo zykhala
ngigcwele ngomashonisa mina nimtshele
Indunu le nto yalolu hlelo, nalaleli dikazi alikwazi ukuba interviewer....Nginizwela Polo nibe nebhadi lokuqondana naleligxumalisuze, anisakwazanga nokuchaza kahle ngomculo wena okuyinto ebeniyiyele laphaya .
Into engichaza ngaleznsizwa azilihuduleli phansi i Gcokama kepha umhleli wemibuzo ngakhon ukubuza into engalwi neGcokama
Ngek life igama legcokama bozama bezamile nalaba ababathumile
Uthisha wamagcokama Emojis best album
Mashonisa 🤣 🤣 ngiyadela ngeympendulo zakh
Lesisphukuphuku see bas asibuzana neytabani ingoba si ngaboni ukuthi umthandeni insizwa hheee? Noma usaqhuba ublima bakhe
Umbedoke nje mase nizo letha nama gidangoma lana
Kunjena nje ile interview eyasusa udweshu
Mxm msangano interview yaz selokh nayiqala lento yenu igama legcokama Elisha akwenzeki ningalifaki.lezinsizwa bezizokhuluma ngomculo wazo Nina nibhizi nibuza umsangano wodwa NJ
Le interview beningasho ngani ukuthi ingegcokam ghee?
Good question
People to be honest lamasimba eshow y eloko engegcokama bonke abaculi ababizwayo bakhuluma ngendlabeyiphika sies marn🤔🙄
Ay amanye amantombazane nkocyam ayaphoxa
I album eyi Single track ay Mfundisi ngathi luselude ukhalo lapha kuwe 😂😂😂😂😂😂😂
mashonisa uyinkinga mfwethu ngengoma
Enye into kuGezani noGeh if nizobiza abaculi banikeni I platform yokuzi promoter musani uku promoter abantu abangekho labafan basizeni sizwe ukuthi basebenzaphi bafisa ukwenzani in future yes nibazi ngegcokama but thanini halamuzi beseniphusha I future yabo
Yini bengavelanga babiza iGcokama elisha ngoba everthing ingalo kule interview.hhay amahlathi lawa..okwesbili hhay indlela omaskandi bonke abazethula ngayo haybandla imuntu.zosibalela.induna emphethe ipoyisa lenduna hay ukuthemeleza kuningi too much
Aw mthanden wasebenza no anti
Othi ngiphendule lowo sis owayefuna ithosolo leslomo ngisola okut wayengakuthandel isex kepha wayefun ube ngumngan nje
kuzokhulunya izindaba zabantu la ayi umculo walabafana.
This Interview was entirely about Igcokama Elisha..I think this podcast has no direction.
🤣🤣🤣🤣🤣yey bafwethu kuyahlekwa noma kufiwe. Cha ingihlekisile le interview ngoba angisiye umuntu othatha izinto ngenhliziyo. Mina nje ngiwunlandeli omkhulu kaMthandeni cha ngiyithandile indlela uMashonisa aphendula ngayo ungumuntu oqondayo uma ekhuluma ekhulume into ezwakalayo kanti futhi lesingle track yazi ngiyayazi imnandi kakhulu ngibona ikusasa lakhe kwezomculo liqhakazile. Polo ngiyaphoxeka izimpendulo zakhe azenelisi akaphumeli obala ulokhu engingiza konke nje yena akazi akazi njengoMnumzane bengilindele ukt uyena ozoba nezimpendulo ozome nkweee. Okunye ke lePodcast yoMbuso Wamaciko ibukeka ipoor kakhulu ayinalo lento ekuthiwa iCONTENT... iyantanta nje...imbuzo ebuzwa lana imbuzo losisi azicabangela yona ngaleso skhat ayihlelekile. Fanele ngabe unemibuzo ebhalwe phansi n imbuzo yakhe kube ukt is igxile kakhulu ngomsebenzi womculi nanokuthuthukisa ikusasa lalowo mculi kodwa leyakhe ibukeka ikopolota izindaba ezingakhi nezingamthuthukisi loyomculi osuke eyisihambeli...so lento yenza uhlelo lubhoree kube yinto nje ebandayo...yazi iRealTV1 bayayibuza nabo imbuzo ethe phecelezi but kuba iskhashana bedlulele komunye Real TV 1 is the best compared to this podcast...My friendly advice to uMbuso wamaciko. You need to hire a new Presenter
Siku fisela impumelelo mashonisa nkunzyakwethu ,fokof indaba yaba nomzan abadakiwe
Gezani Media please ngicela nibhale phansi imibuzo yenu uma nizoba nabaculi lento yenu yokuvele nilinde umculi aphendule bese niguqula impendulo yakhe ibe umbuzo is no😒 siyawabuka ama-Podcast asiqali ngalena, uma ubuka Real TV1 uyazi uma sebevala kunombuzo ka-10 million uma ubuka Podcast enkulu eSouth Africa MacG uyazi ukuthi kunombuzo othi "uma ushona ufuna ukukhunjulwa ngani" so nina aninayo into eqondile ungathi lento nivule ngoba ninemali eningi ningayazi nizoyenzani
Secondand wena bafo
🗣 : Every single question Igcokama igcokama 😠☹

Musan ukusidakwela we Gezani nalo cc mbumbulo nxxi🚮🚮
Yebo Mangethe
What happened here on this platform is very wrong. Mthandeni should be given right to reply to everything said on this platform about him.
Sis uyihlathi neziqhomo
Lento kumele ivalwe ngoba kunabanye nje ababuya ukuzoqamba amanga..kwakumnandi Wena dixa, uNgizwe ekunikeza lelo ticket
Wangicasula mani logogo unxaaa uyanginyanyisa nxxxa
So 2 hours wonke nikhuluma ngoManqele😂😂😂
Ma bengakhulumanga ngaye bayolala bengadlile
Ay Mashonisa uyiQhawe niphinde nimlethe ayfihli lensizwa...😂
Nice interview madoda
Udoti ke wohlelo lo 😂😂😂
Ai namhlanje kumnandi la ekhaya ake ngibingelele nakumashudula enkandla
Awuu bafana bakithi
Ngimlandela kakhulu uMthandeni kodwa angawakhohlwa lamadoda elapho ekhona manje amsizekhakhuuulu lamadoda as much as ebasizile naye
Upolo bebamxhaphaza insizwa ayibuzwa so
Ithin i Content yalento imibuzo yabe isibs ngoManqelee
Losisi kumele ayeke ukucula nenkabi ayyyy
Ngicela nike nibize uMjaheni😂😂
Baze bahlakanipha bafana ,bala baphetha ukukhuluma kabi ngoMthanden ucc uzame kakhulu ukubagolomba lutho .ngithi kungubuhlakani ngoba njengoba bezmele nje bakqonda kahle kut bayadinga i support yabalandeli baka Mthanden kanye nabo abaka Khuzan ngyema lapho
Minanje ngijabulela ukuthi nonke nafika natshelana ngaye u Mthandeni
Ungizwe udoti westaff
This interview was about Igcokama Elisha not these gentlemen, fuck everyone who was behind this, naze namuhlasela umfana wabantu
Ey yiqiniso lelo nami alingiphathi kahle
Ai no kodwa ucc lo oyi presenter ai akashayi khona
Nashaya lapho kwi Chalaha
Isdidi Polo
Ngyamthanda kakhulu usisi lona oyihost/presenter, muhle futhi ume kahle😍 kodwa, I feel like because of her, we are not getting full or intersting answers from the guests, ngcela uma ikhona indlela, angath singathola umuntu ungathi spice questions up.
Usis is not able to ask questions creatively, noma eseyibuzile ke imibuzo that we want answers for, she makes them very awkward for guests to answer, I think usis needs to prepare more..
Ngamafuphi nje bafo losisi uyihlathi akayazi lento ayenzayo
Muhle?
Lento izoqhatha abaculi
Umbuso wamaciko uhlelo engilubona luluhle kakhulu ngoba uma unomqondo luzokuvula Amehlo especially ngamaqiniso enziwa abaculi bakaMaSkandi afihlakele uthi nje bewazi ukuthi uKhuzani babeke bekhulume noMthandenu ngoba nina balandeli nibhizi nithukana nje nize nicishe ukubulalana, weBalandeli boMculo vulani amehlo landela umculo niyeke ukungena izimpi zabaculi
Lento Yenu yavulelwa igcokama