Ukhozi FM TV: Professor VVO Mkhize
Вставка
- Опубліковано 10 лют 2025
- Abethuli bohlelo Ukhozi FM TV uNeliswa Cele no Muzi Mthabela bebevakashele eMlambomunye, esgodlweni saseMsamu Institute, lapho ababambela khona ingxoxo nomsunguli woMsamu Intitute, uProf VVO Mkhize.
Lengxoxo ehlabahlosile ibungaza iphinde iqhakambise iqhaza lika-Professor uVVO Mkhize emsebenzini aseyenzile, nasayenza kuze kube yiskhathi samanje. Uma ungumlaleli womsakazo Ukhozi FM uyamazi uProf VVO Mkhize ngaphansi kwengosi ethi Ingono YoMsamo, kanti iyadlala futhi naku SABC 1 ngoMgqibelo ngo 17h30
Thamela lesiqephu wazi kangcono ngoProf VVO Mkhize
#UkhoziFMTV #ProfVVOMkhize #VVOMkhize #MsamuInstitute #IngonoYoMsamo
Ngiyabonga angiphezi ngolwazi, ngokuphenduleka nangemibuzo ebenginayo. Ubaba u Khabazela uyisithunywa sikaMdali ukuzoqwashisa isizwe ngempilo. Omoya ongcwele, uze usigcinele yena❤🙏🏼🙏🏼🙏🏼
You have no idea how much this is speaking to me right now, Amen and God bless you all bantwana bedlozi🙌🏽, Shembe is the way🙇
This is just epic, ayive ibusisekile lento yokwazisa , sihloniphe , siphakamise the BEST BAKOBANTU.👌👌 BIG UP MaCele nomfoka Mthabela and the. station. 💯❤🙌🙌. I m very proud of you all.
Sanibonani lapho basasazi nawe baba mkhize ngithe makhe ndiphawule ngeligama lokuthwasa ukuthwasa kukuthweswa iziqu zabadala leyomfihlelo abazobe bekunikeza yona kodwa ke alibizwanolohlobo liyahlonipheka ngoba kunokuthwala okuwuthwesa kodwa loyo othwele kunomehluko ngoba basuke bemethwese akufisayo kanti wena othwese yithongo usube unikezwa imfihlakalo enkosi baba ndisemncinane emoyeni kodwa ndiyembulelwa okuthize 🙌👏👏🙏
Yoo thank u so much ngalenqalabutho always great to hear his voice nezimfundiso ngokulwa ngohambolwakhe is amaze bengazi ukuti isfundiswa kodwa kangaka wawuu baba Siyabonga Gcwabe🎉
UNEPHUTHA ELIKHULU LOBABA YENA USIFAKA EHLATHINI NGENTO ENGEKHO YAMADLOZI INTO ENGEKHO ENGABE YENA USHUMAYELA UKUTHI SIPHENDUKE SIBE AMAKRESTU KA JESU
Thanks to uKhozi FM NGO Vvo Kade kwasa ngilufisa uhambo lwakhe
I remember him those days , I was a teenager then Victor Velaphi Otty Mkhize , umfana omuhle kunabobonke Kansaas Cyril Bongane Mchunu , Gxaba lembadada Thokozane Mandlenkosi Nene.. I can’t finish them all Good all days.. it’s good to see you Gcwabe
Siyabonga Khabazela imibuzo eminingi iphendulekile❤
We love ❤️ khabazela
Our Dear Doctor ❤️❤️❤️❤️❤️❤️🙌
Ngiyabonga baba, you have just said it mouthful. Ulwazi osipha lona lujulile 🙏
Ngimkhumbula ephethe uhlelo ikhethelo lasekhaya wow lwalumnandi ukhozi ngalesoskhathi
Owangakithi u Prof 🎉❤
Syabonga Prof Mkhize,Gubhela,ngokusiqwashisa,kuningi esikufundayo,kuvuleka umqondo,kune cofusion eningi ngokulashwa.
Ai, l washed hands like Pilatu, VVO Mkhize ngyabonga kuningi engikncelile ngilalele inkulumo yakho nabasakazi, heyi you are a star ⭐
Very Profound Presentation;I am thrilled
Khabazela ,nephimbo elingashintshi uyishay'esikhonkosini...Camagu❤❤❤
Siyabonga Gubhela uphile nje
Nginyathele kuloMsamo 🙏🙏👏👏
Sisize Mkhize sixakekile ❤
Ingono yomsamo
Unkulunkulu cela asigcinele wena Khabazela❤❤
Syabonga uKhozi TV ngo professor V.V.O Mkhize👌
Great show guys.Siyabonga baba Mkhize ngezimfundiso ngathi singabantu.
Thank uu baba for clarifying that point
Kumnandi ukumlalela ekhuluma ❤
Syabonga Khozi fm Bhuti Thabela no Sisi omncane ngicela nisiphe into enje isezingeni lento ngibonga kakhulu.
Yini umsamo 😊
syabonga Khabazela ngezimfundiso zenu ziyasakha kakhulu,kanye noMbuso Khoza,uMyeza nabanye,kuthiwa indlela ibuzwa kwabaphambili.
Siyabonga ngokusilethela injula lwazi yethu qubela njalo khozi undize
.mfoka Mthabela u 🔥🔥🔥🔥💯❤❤❤
❤
Khuphuka lapho
Neliswa sengizengakubona😊😊😊😊
Ngazalwa kithi ikhwela lingashaywa, umsindo ungabangwa ngisho isiswebhu singaqhunyiswa egcekeni namanje ngisayibambe kanjalo ngisho u kricket loqhunyiswa abantu ngosuku luka new year awungeni nhlobo ekhaya angisayiphathi eyokuqhumisa isibhamu egcekeni cala lelo, abantu ababe abantu bahloniphe imizi yokhokho babo balalele izinto ziyohamba kahle
Interesting
Siyabonga vvo ngikukhonzile ngoba uneqiniso noma bengakujaja kanjani ngiyakholelwa kuwe
Bafo Nami ngimi nawe lapho
Ngisho isigodlo sakhe sihlambulukile
Sengathi ungavula isthangami ke uxoxele izwe ngobungozi balobungoma osekwagcwala umhlaba wonke,saze sasha baba
Kodwa yazi ubaba ukhabazela uyawelapha umoya Yami izinto azikhulumayo zicacile zonke yazi ngisafisa ukumubona ngimxoxele ngami mhlampe ngyabona ngingasizakala kuye 🤞
40:04👌🙏
Baba Mkhize syaludinga usizo lwakho utholakal kanjani baba
❤❤❤
Seyibazwile O Lie to me hahaha😅😂
Baba uVVo sisacela usizo lakho nakhu siphela 😢😢😢😢ekhaya kunzima Babaa siwumndeni wakwaMkhize kuyashonwa unyaka nonyaka sesidlala nezinyanga zithi zizolungisa umsamo kaNti bazowona. Asazi ukuthi kahle kahle kwenzakalani ngemumva or emsukweni walomndeni Baba VVo ngyakucela Singela ngyakucela Baba akusebenzeki.akushadeki. abafowethu abaganwa mebeganwa bayashona beshiy abafelokazi ayi kunzima yonke into.abanye basebenzisa imithi bekhohliswa izangoma zithi kunabathakathi ababathakathayo.akuzwana kumahliphihliphi nje😢😢😢😢😢😢inzima impilo Baba ngyakucela siseMelmoth .esifisa ukukwazi nje ukuthi yini lena eyenza kubhujwe kNgaka kulomndeni nezinto zibhede kangaka ngyabonga😢😢😢😢😢😢😢😢
Yiqiniso khabazela kusuka 1994 sakhohlwa amasiko kwalethwa ukukhishwa kwezisusu izwe lafakwa ehlathini so kulunge kithina Bantu abamnyama.akuahwelezwe kuhlanjululwe nkolunga
Sawubona baba VVO. Ngiyithandile ingxoxo yakho. Yayithini iBand yakho owawungena ngayo eMoyeni 1996?
😊
VVO ikhethelo asekhaya zazimnandi izingoma owawuzidlala kulelohlelo ikubusise iNkosi ukhule Khabazela
❤🎉
Angisafisi kanje ukwazi lezizinsizwa ezintathu uKhabazela akhuluma ngazo. Ngaze ngafa wukuthanda izindaba!🙈
Babukhabazela wisthunywa esivela ezulwini syabonga ngolwaz nemvelaphi yakho
Ahh siyabonga ngolwazi Dokotela.
Inkinga zingaphezulu kwamadla@💔💔
Ngisho ningayidlulisanga nje vele anina msebenzi niyimfene nje
Ngifisa ukwazi ukuthi ukuphi nendawo ubaba uV.V.O ngimbona kungono yomsamo ngidinga umuntu ongangisiza ngoba yena usebenza ngokweqiniso 35:28
Ngena kugoogle uzobona useMarirzburg,
H😂😂😂 iyamangaza lempilo kwaye ubaleka uphinde uvume.
Ohh dont make noise❤🥺hamba amen tata
Ibible yilo elidukisa abantu basho a bonke labantu abashumayezama ngabo,amadlozi okwabo nje
Aw kodwa inqwaba yama advertisements aw😢😢😢😢
Botsotso😂😂😂😂😂😂
1993 sititeleka
Wazalwa embathisiwe
Bengingazi ufunde kangaka
Zonke izindlela zempilo zikuholela lapho uNkulunkulu afuna uyekhona
Le history kamadala fanele ukuti azenzele ngokwake ihlale ikona kuba mhla ifuneka ngelanga lake lobawomkhulu akeko ozoyazi kuba yayinguye yedwa umfundi endaweni yake and lude uhambo lwake aluphelele kulo
Camagu bawo u Khabazela ndiyabulela bahambe nawe kakuhle abakuni.
Ukhuluma into engekho usenga ezimithi amadlozi awekho naye uyazi kodwa udlala ngathi uyefana no Magejageja badlala ngathi
Don't you think awakho angekho ?ngi yazibuzela nje angilwi
Wenukuthathaphi lokho ukuthi awekho,umuntu ukholelwa entweni yakhe emsebenzelayo ungathi amadlozi awekho yini ekhona??
UCele kodwa akashuqule futhi ngiyamthanda boh
Ngyaythanda indlela ayichaza ngayo eyobuGay
Ngimxolela ksnjani ongiphuce isinkwa sabantwana bami????
12:21 13:33
Mkhulu wami
20:30
Yenza ubunyanga bakho mkhulu ungafaki uShembe phakathi. Ubunyanga nobuNazaretha akuhlangani kahle hle
Uthini uNkulunkulu mdali wethu sonke ngezangoma, izinyanga, abathakathi, amadlozi, amasonto, nangamasiko? Leviticus 19:31,Duteronomi 18:10-12,Isaiah 8:19, Roman's 10;1-3,2thimoty 4:3-4,Mark 7:7-9,13.
Uma uke wakhotha incwadi angikuthathi crc🤞🏿
Life is not about education nor books. Ukube bekunjalo kufanele ngabe siphila impilo esezingeni elingcono kakhulu kunalamanyala esiwaphilayo.
@tjngema8410 UNkulunkulu mdali wethu sonke usibhalele ibhayibheli ukuze lisiqondise, 2thimoty 3:16-17,nakuba asebenzisa abantu ukulibhala kodwa abakubhala kwakuvela ku Nkulunkulu not kubo, 2Peter 1:20-21,yingakho ibhayibheli lithi liyizwi lika Nkulunkulu, 1thesalonika 2:13,John 17:17.
Awkahle wena mabhosha agqibe njenge kati
Konke akushoyo u BABA KUNJALO ngiyavuma mine ngibonile kimi.ngiyacela sime kancane ngo Duderomi ngiyadideka mine.unesibongo isinanazelo ungowase Africa Dlakadla uzobadukisa abangaphuphi.
Uhlakaniphe ngendlela efihlekile kakhulu.ungo wase AFRICA .AWUKALAHLEKELWA YILUTHO KUKHULU OKUHLE OKUZAYO.
Unephutha u Vvo ngokufaka abantu abampisholo ehlathini kumele ashumayele abantu baphenduke bakhethe u Jesu
Abantu okhuluma ngabo abasebibhelini laba okhuluma ngabo mihla namalanga bayini basaphila yini bona ngicelungichazele lapho ngoba engikwaziyo uMoses ,Abraham etc abasekho emhlabeni kodwa nisakhuluma ngabo why??
@@NokuthulaMkhwanaziDoris😅😅😅😅 Ameni
Msamo here i cum...Khehla lamskhehla❤❤❤❤
❤❤❤❤❤❤❤