Hawu umuntu ufunda aze afe hhhhhhmmmm Nkosi Yami kanti lesidalwa esingumuntu yinto enjani kodwa into ehlupha umoya wami ukuthi ekugcineni kuzokwenzakalani ngoba isithwalo sihamnba sihambe sijike ,Sisi lukhulu luyeza luyanyelela Blaqlife please keep this lady in your diary and monitor it watch the space part two zizokhala happy new year to all Blaqlife t.v and staff great job indeed
Hai ngyaphika Mina lo cc wayaz ukuth ingane yakhe izomlethela imali... De way angazi soli ngakhona, usazosigoqa nje la kodwa akugcini enganeni khona okukhulu okuzayo ngoba imnandi lempilo kuye.
Ukhohlakele wemfazi wathwala ngengane ngobaufuna imali aw mama winja ngemali ufaka inganezakho laphoingeke iphindeibuye aw yeyeni inkiyankiya yenkinga yomfazi aw
The way I am so broke... it's sad... wit skuls opening and stationary. ..but neva will I ever sacrifice my son. I love him so much and I pray to God everyday that he keeps him safe and that he protects him. And that I also live long to see him grow up. My son is my Joy.
Akukho okufihliwe okungayi kuvela uzovela noma ungazifihla manje ufunani lapho ku blaqlife TV ngoba akukho ozisola ngakho next time guys you must bring the police and arrests people like that one
Im so disappinted 😭😭nkos Jesu eze nto zase mmuhlabeni please leze zea phela shea hamba la e mmuhlabeni uyo phelelaphe ko mcebo wasekhatjana jooonnanawe
Ave uhlekisa bhuti wohlelo thank you for asking all the right questions for this one.
Abanye abantu badaleka ngephutha njengalo sisi
I LIKE YOU COMMENT
😂😂
Ngiqala ukuzwa Ubuntu wephutha. Unguqedile😅😅😅 sengizosho Ubuntu mekasile wangenzela igama 2025
Mthakathi omkhulu yoo.. dangerous mother 😢
I AGREE WITH YOU
Niyalihlaza ivangeli likaKristu maan😢😢😢😢
Soze siyeke ukuthukwa ngenxa yabantu abafana nalo sisi 😢😢
Hawu umuntu ufunda aze afe hhhhhhmmmm Nkosi Yami kanti lesidalwa esingumuntu yinto enjani kodwa into ehlupha umoya wami ukuthi ekugcineni kuzokwenzakalani ngoba isithwalo sihamnba sihambe sijike ,Sisi lukhulu luyeza luyanyelela Blaqlife please keep this lady in your diary and monitor it watch the space part two zizokhala happy new year to all Blaqlife t.v and staff great job indeed
My king 👑👑 watching from Midrand ❤❤❤kunzima mfokabawo ndiyaqala ukuyiva lee.
Hai ngyaphika Mina lo cc wayaz ukuth ingane yakhe izomlethela imali... De way angazi soli ngakhona, usazosigoqa nje la kodwa akugcini enganeni khona okukhulu okuzayo ngoba imnandi lempilo kuye.
Injalo
Mother of 5 two girls and 3 boys akukho noyedwa engingathwala ngaye wena mfaz unamanga inyanga yakutshela ukut uzothwala ngengane yakho wavuma musa ukusiqambela amanga king schaka uncamsizi lona akavele obala kulenkohlakalo yakhe wayengayfuni lengane course yaphikwa uyise wayo ubevele eyizonda
Vele unamanga locc
Nothing Bhuti Today Am Shocked 😳😳😳😳...Lungelo Ndlovu From Estcourt KZN
Uhlala kuph??
Inkohlakalo to the highest level lo cc akunasizo azolithola ngoba akazisoli ngakwenzile
Uzoluthola sisi she's In too deep ebumnyameni 🤞, bazoxhumana naye oozakwabo😭
Ukhohlakele wemfazi wathwala ngengane ngobaufuna imali aw mama winja ngemali ufaka inganezakho laphoingeke iphindeibuye aw yeyeni inkiyankiya yenkinga yomfazi aw
Uqine umnqundu lo sisi, yho! Ndiyamvuma 😮😮😮
Yooooh komba nzima mhla washona sisi wami, phenduka kusa early, uJesu Kristu UyiNkosi!
Sathane kamama noma ungabavala abakini bangatholi ngaloludaba, kodwa ngiwbekile umhla wokuphela,wena before ufe uyobola uphethuze IZIBUNGU AGHAA😢
Kuyobanzima sekumele aphume umphefumlo uyotsha lomfazi kumnandi uyahleka ngoba udla imali
@NomapheloNgubo
Yey ngoba imali yimpande ye sono 🤞
Many are called, few are chosen!!!
Ngiyabonga JEHOVAH, ngokungivikela ukuthi ngivele ngingazijwayezi nje ukuhamba izinyanga "!
Kwaze kwalukhuni e-'Zweni" Bakwethu 😳😳😳"!!!
Uqinsile syefan
Aw kodwa cc ubuyojabula yin abazali bakho Wena benze ngawe imali😭😭
Good question 😢
Ey cha cc bekmele ungasho ukuth uyakholwa masimba mani lawa ositshela wona😢😢😢😢isonto kuwe ihlath lokucasha sengathi ungacosha amaphepha ufe ushunqa uncamela imali kunegaz lakho😮😢
Esontwen ngimkhulu hhayi koda bazalwan🙌
Ayi ngihlale ngizwa nge nkohlakalo kodwa uyabona leyakho mzalwane iku Higher Grade...hayi uhamba wedwa sisi...usathane uyabusa empilweni yakho.
Sisi yes uzifihlile ubuso kodwa umzimba uyabonakala kwabakwaziyo. Ungathini ke ukuthi ekhayakini bayakubona futhi baluzwa lonke lolodaba lakho.
No2 njengoba uzibiza ngekholwa ufunda ne bible wazi kahle ukuthi lithi. Ayikho into efihlakele engeyikuvela or sombuluka. Mina nje ngizwela abazali balho abakhathazelile mgomzukulu wabo.
I'm wishing ukuthi kukhona oyibonayo le show
Akananembexa 😂
@@GuguNzama-yi3mhne voice bayayizwa nje, muntu mawumaz uyamaz
Lo bekuyoba le nurse elubulala bantu struu wena nje bebangakukhokhela for ma parts wabantu wena akuna nurse elinje
Kodwa Thixo wami abantu abamsabi uNkulunkulu.kodwa sisiwam ingane yenzeni kodwa awunazinseka yin kanti wena😢😢
Singo Gatsheni siphoxekile😢😢😢
Niyi family yeligqwirha🤷
💔🤭😢😢
Siphoxekile ngempela😢
Watching from Pretoria
Ow kodwa cc yaze yambi into oyenze emntaneni ndingamane ndisokole ndize ndife
Uyasho nje usisi ukuthi kwakungenhloso yakhe kodwa inyanga ayizange ibe neqiniso, ubone late ingasekho indlela yokubuyela emuva. Noma engalivuma icala lakhe kodwa angeke isabuya impilo yomtwana
Ulazile iqiniso losisi wavuma..
Bengeke iphumelele lento ngaphandle kwe qiniso...yena ungumbulali str8t
I’m just happy King Schaka is back 🥰🥰🥰
😢😢kodwa wecc uThando lwemali ludlula olwamathumbu akho😢
Awulanhliziyo wena ungcolile abantu abathwele ababotshwe ngoba bahlukumeza eminye imiphefumulo umtwana ukuthi uyamzala akutsho ukuthi sulelungelo lokwenza noma yini kuye
The way I am so broke... it's sad... wit skuls opening and stationary. ..but neva will I ever sacrifice my son. I love him so much and I pray to God everyday that he keeps him safe and that he protects him. And that I also live long to see him grow up. My son is my Joy.
Tshepo watching from Rustenburg
I'm the number one blaqlife fan big up guys your work is beautiful 👌👌👌
My king u are back thank u
Worship yokunuka, kodwa wazi ukuthi ayikho imfihlo engayi kudalulwa kulomhlaba.
Hawu nangu uschaka kade ngisabuza nje ukuthi ushonephi😂😂hope ungene kahle onyakeni omusha nommdeni wakho bhuti.
Isezomjikela usezophinda abuye seyimxakile lento yakhe 😂😂😂
ChA sham ngiyabong..😢
Unamanga lo wathwala ngengane
Yoh umkhaya wam cha unenhiziyo embi 😢😢never ever ngihluphekise ingane yam mmmmh ngaze ngayizwela leyongane egqilazekile 😢😢😢😢
Kaze awuyikhumbuli yini lengane ongasakwazi nokuyijabulisa ngalemali onayo 😢💔
😮😮Aibo ngisababaza namanje
Ngithandazela ukuthi bathole......waze waphuka umoya wami ngomtwana uma lokhu kuyiqiniso.
Lo cc knew from day 1 ukuth he was gonna sacrifice with her own son ..... heartless
I don't believe this. She laughing. I really don't believe can't be a true story this cc awumesabi unkulunkulu you day will come
Yayineminyakaemingaki lengane and iyiletha ndlelani imali?
Danger mom 😢 watching from Krugersdorp
Eksodos 20 ungaliphandi ngeze igama likaJehova uNkulunkulu wakho 😢
mama musa ukuqamba amanga ubuvele uyo thwala ngale ngane
Umthakathi ufuna kubulawa ngengane yakhe pho
Worship team?mmm Usis ucashe endaweni erong esontweni uzokudalula uJesu sis uzoyikhipha zonke lezondaba and uzobe kungasekho kuhle
Watching this from Eswatini...this is painful
Aiibo Kwaze kwakkubi ezweni😢😢
Mina ngingamane ngihlupheke,abomashonisa yibo esontweni Jesu uvumelani izikhohlakali zizifihle ngawe
I'm Phikisani watching from Palmridge Gauteng
I pray uThixo akhulule leyo ngane ishone for real iyophumla 😢😢😢😢
Im speechless cc hhy kunzima okwakho😮
Ukuthanda izinto 😂
So speechless😢
So speechless😢
Imali yimpandze yesono!!
inja yomuntu lo sisi sheeem
Usesi unamanga umntwana nawumthanda ukwenza njani lokhu ukumenza umkhovu unamanga you have the love of the money more than your child
King schaka enyakeni o musha
🎉 watching from Hatfield PTA
Mmmmm waze wanesbindi umuntu wesfazane engaphe lapha lengane evelayo uyena kubye isimo sayo kodwa ujabulela imali kunegazi lakhe wemali ngykusaba
And people wonder why abanye bethu bengayi esontweni. UNkulunkulu ngimkhonza endlini yami.
🙆🙆🙆Sibabaza asiqedi emhlabeni!!!
Yoooh ngaze ngaphoxeka mkhaya uhlaza umzimkhulu Kanye nenkonzo yabasindisiwe... Cc nje wena awkaze uythande leyongane yakho angeke uvumele ingane yakho ibeyisqgila ngenxa yempilo yokbukwa yoooh ngiyakwesaba 😢
Usihlaze ngempela and uzikhululekele nje akekho buhlungu ngenyala elinje alenza. Surely kuningi ukungcola akwenzayo every year ehlabela lesithwalo sakhe, maybe wenza ngabanye abantwana bomndeni wakhe😭😭
@simstan5389 😥💔
Shwele ngilosi yokulunga 😮😮kwanzima kangaka kulomhlaba okubhlungu kunako konke akakadeli ilemali kasathane
Mmmm kwaze kwanzima jehova
Rha uyaxoka ebengamthandi lomntana, ade umntana ancame iskolo ngenxa yobugqwirha bakho. Asoze uhambele ndawo. Awumoyiki uThixo. Unezothe yerrr
Fusegi wena mama uyinja nje doti
Khohlakela we ntombazan, Nkulunkulu uyophendula ngelinye ilanga.
Uthi usindisiwe yini ebalulekile imali Nengane hayi
Okwenzakala ebumnyameni kuzovela ekukhanyeni ngelinye ilanga futhi izophela nya leyomali, ukhohlakele kakhulu mamandini,
Unesbindi ucc 😮😮kunuhlungu ngalendlela cha imali impande yesono
Ziyabuya kwa Blaqlife tv 😢😢😢😢
Akukho okufihliwe okungayi kuvela uzovela noma ungazifihla manje ufunani lapho ku blaqlife TV ngoba akukho ozisola ngakho next time guys you must bring the police and arrests people like that one
Watching from Ruternburg
Hai Bo nansi intombazane iganga, maye nalelisonto aworshipper kulo, akunasizo azoluthola la uzosha ngalemisebenzi yobumnyama😭😭😭
Engathi ungeze waythola inyanga haw kunabantu abadinga abantwana nina nithwala ngabo ngenxa yemali nje😢😢
Aii ngathi unqala neynkinga lonyaka babazani umthakathi womfazi😮
She is doubting the power of prayer this one, they should continue praying and it will be revealed
Aibo waze wasihlaza isibongo sakithi bo Magatsheni sis 😢😢😢😢
Mmmhhh ngamane ngingabi nalutho Jehova.
I'm watching from welkom free state 🎉🎉🎉
Noma watching from SANDTIN
Respect king schaka 🤝🤝🤝✊✊✊
Yhooo kucacile izakwenza omnye lenyanga umkhovu
Buya Ngonyama yezulu maningi kakhulu lamanyala enzakalayo usubole kakhulu lomhlaba uphele nya unembeza sesidla ngisho izingane zethu hawu Nkosi ngiyasaba
Haibo kunzima yabuhlungu inhliziyo ya m ngegane 😢😢
Yhooo nkosi hawu imali yang cash yesu ubuqhele qhele bomhlaba hawu jehova Bambi wee cc wongena eshogweni
Akhonto ifihlakale iphele nje ngelinye ilanga useziveza kumndeni wakhe
No no sis sukuthi uyamthanda umtana wakho uwumthandi qobo hyuuuu hayi waze wakhohlakala mama😮
Ncindi watching from rustenburg
Im so disappinted 😭😭nkos Jesu eze nto zase mmuhlabeni please leze zea phela shea hamba la e mmuhlabeni uyo phelelaphe ko mcebo wasekhatjana jooonnanawe
Why ubungayo thengisa ngomzimba wakho ngoba awufuni umsebenzi ufana nomuntu ofile bafethu lo Mama uyathakatha straight
Nalelo sontshwana lakho liyabheda they should have picked this up.
Ngyamazi lo mama ngizo bathatha abantu bakubo ngibase e Drankensberg kumsurhu ozbavezeka yonke into uzovela obala
Ucashe ngesonto cc ngiyakuvuma dadewethu
Ayanda from Empangeni ❤naku 2025 susalokhu sibabazile ngegazi lakho pho mzali😢😢
Akukho okufihliwe nokungena ku vela
Kanti baphi abantu abathandazayo emasontweni??? Bekufanele ingabe kukhona abazalwane abanezibonakaliso ngalamadimoni!!!
Abekho
KZN land of Nkabi land of isgubu land of blood God have mercy on KZN people
Wayazi ukuthi uyolwala ngengane yakhe heartless mother 😢😢😢
Ijhoooo not with my kids neverrrrr I rather be poor until god do something jesu 😭😭😭😭🙆
Bhuti ningamusizi nje locc lento ibuhlungu umtwana wakhe umthwebulile akuphele konke kuryt lokho ngoba usazoqhubeka nokhohlakala kwakhe
Wena sesi shem uyisilima