The Mseleku’s visit Bab’uMahawukela - Kings of Maskandi | Mzansi Magic | S1 | Ep 4

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 5 січ 2025

КОМЕНТАРІ • 44

  • @laitaluvolwethu5159
    @laitaluvolwethu5159 Рік тому +7

    hybo ojezelikhulu banikisa ngama food parcels all over but abakwazi ukulungisa ithuna likamkhulu umahawukela😮😮😮😮😮amahloni kimi

    • @slulu7352
      @slulu7352 6 місяців тому

      Abanye bethu abakholelwa kulezinto zama tomstons ikakhulukazi thina esisuka kuma rural areas, the guys should only focus on renovating their homestand. Wish them all the best.

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 4 місяці тому

    awu jezelikhulu lungisani grave yard ye legend akumele ibe kanjena😮

  • @amosmvelase5075
    @amosmvelase5075 Рік тому +2

    Alilungiswe majongo akzanywe ngob senikhumblilie kzolung iqhawe leli

  • @muziwenkosimhlophe5550
    @muziwenkosimhlophe5550 Рік тому +1

    Ungenziwa kwetshe kuyasiza kakhulu ngoba abantu bayathwetshulwa.

  • @AllThingsMaskandiChanel
    @AllThingsMaskandiChanel Рік тому +1

    lenkabi ekhuluma ethuneni inezwi elifana nelebhova 😮

  • @thr-b1l
    @thr-b1l Рік тому +2

    Buka ikhaya linjani kodwa babheke okuhle buka neliba linjani ai bayihlazo lababhemu😢

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 Рік тому

    Ewuyaaaaaaaa idlala skhat ba leshow akeningibhalansise mabhinca😮ei ukusebenza ebsuku😂😂😂😂😂😂weeee

  • @sanelenkosi3262
    @sanelenkosi3262 Рік тому +4

    Ngokwesintu umuntu uma edlula emhlabeni uyalandwa ngehlahla lomphafu ayofakwa endlini lapho, kuhleli khona abangasekho. Manje lokhu kokuyokhuluma naye athuneni ekubeni umoya wakho singawushiyanga ethuneni kumayelana nani?

  • @kwandilemzimela9019
    @kwandilemzimela9019 Рік тому +1

    Kanti kulomndeni wakwaMseleku ubani onikwe ukukhuluma nabangasekho mina kangisazi nje ngempela bafowethu bakwaMseleku plz yenzani okuyikhona musani ukuziqhatha nabadala abalele othulini lomhlaba

  • @sandilemkize6597
    @sandilemkize6597 Рік тому

    Aw that is great

  • @dumisanidumisani3274
    @dumisanidumisani3274 Рік тому

    Kuyiliqiniso ngomahawukela is a Head Office Ngomaskandih

  • @thabaniinnocent9569
    @thabaniinnocent9569 Рік тому

    Nifika aniphethe lutho mina ngicela nimakhele imizi kuzolunga kunina

  • @siphandlainnocent1944
    @siphandlainnocent1944 Рік тому +6

    Mina lento yalaba iyangidida ngoba abenzikahle kodwa balindele okuhle,buka lesisalukazi nekhehla bahleliphi ingcwabalikayise linjani uma linje bese bama ngelowukuthi basadla ngoludala hhai😢

    • @laitaluvolwethu5159
      @laitaluvolwethu5159 Рік тому

      eish bhuti spha uqinisile bahambe benikisa ngefood parcels koongizwe mchunu abantu abangazidingiyo but bakhohlwa ukulungisa ithuna likamkhulu umahawukela nd nalogogo isimo sakhe asihle kahle

    • @jackiephilasandemgegeba
      @jackiephilasandemgegeba Рік тому

      Haybo ithuna likamahawukela leli elinje😮😮

  • @zanele-up1ls
    @zanele-up1ls Рік тому +1

    Hawu nenza kahle mpela ningakhohlwa ubaba wenu 💯🤔

    • @laitaluvolwethu5159
      @laitaluvolwethu5159 Рік тому

      bekumele balungise ithuna kuqala instead of giving food parcels ebantwini abangazidingiyo like ngizwe mchunu nendodakazi ka ali mgube

  • @thamsanqasikhakhane7658
    @thamsanqasikhakhane7658 Рік тому

    Alilungiswa ngani ithuna😢

  • @SihleMngoma-p5u
    @SihleMngoma-p5u 5 місяців тому

    Mina ngisadidwa ngukuthi kanti uZulu uyawenza yini na lomkhuba owenziwa ngabelungu wokuyokhuluma nomuntu ongasekho engcwabeni,omunye umbuzo uthi kanti yini umsebenzi womusamo ngokuba phela njengoba umuntu ongasekho enzelwa izimfanelo zakhe angeniswe ekhaya ngendlela yesintu konke nemicimbi eqondene naye kanti pho sisuke siselaphi isidingo sokuyokhuluma naye elibeni na?.

  • @Thulz.
    @Thulz. Рік тому +3

    Hawu besekuyini ukulungisa lelithuna, njenge Public figure kumele ithuna lika Mahawukela libe yisakhiwo esibonakalayo

    • @laitaluvolwethu5159
      @laitaluvolwethu5159 Рік тому

      tjooo ojezelikhulu into abayaziyo kukunika ongizwe mchunu amafood parcels instead of balungise ithuna leqhawe balungise nesimo sesalukazi asihlanga kahle

  • @ZomziWeAfrika
    @ZomziWeAfrika Рік тому

    The hairstyles 😂

  • @mphikisenimkhize
    @mphikisenimkhize Рік тому

    Ai nizehluleki madoda niphusha izisu mahala nje y ningalungiseli abantu abadala umuzi?niyabondla kodwa khona ukubondla?

  • @MelusiMbatha-g7d
    @MelusiMbatha-g7d 5 місяців тому

    Maseleku ningaphelamandla siyazi nisukaphi ngalento yomculo futhi

  • @dumisanidumisani3274
    @dumisanidumisani3274 Рік тому

    Kant lomfana okamahawukela

  • @Userde989
    @Userde989 Рік тому +1

    Ukhilimelani pho?

    • @ishingakazimarygordonmkhiz87
      @ishingakazimarygordonmkhiz87 Рік тому

      😂😂😂you see sibaningi sibona ezinye izinto ezinganakiwe nabaya bengidla ke mina mangbona okwam nam😅

  • @SiceloQwabe
    @SiceloQwabe 6 місяців тому

    Lezizinja washo ukhaya kut zaziyozama ukuthwala ngomahawukela zehluleka izinja nokubhimba angaz labosathane baculelan Ngoba abaphiwe

  • @khumbulanisiphiwe6854
    @khumbulanisiphiwe6854 Рік тому

    bathi bona basayibambe ngesdala abafuni ukufaka itshe ethuneni likamahawukela

  • @menzikhat695
    @menzikhat695 Рік тому +4

    Isizathu esenza ukt nichaze ukt kungan ithuna lingahlonipheki ingoba niyazi ukt kmele engabe alinjena kmele engabe kukhona enikwenzile kulo ukulihloniphisa ingakho senichaza ningabuziwe nje ukt kungan indlu yeqhawe isabukeka kanjena....uma nisadla ngoludala pho niwagqokelen amaFabiano? Anigqoki ngani izikhumba? Nincolile nina Skhevane finish

  • @samuelmkhize3695
    @samuelmkhize3695 Рік тому +3

    Wakhuluma kahle uNkosiNathi bakithi

  • @SiphiweSibisi-zh1zi
    @SiphiweSibisi-zh1zi 9 місяців тому

    Khulumisa kwe bhova skosinathi madoda

  • @ngusefola7502
    @ngusefola7502 11 місяців тому

    Umuntu usuke umkhombisa indlu not ukuthi usuke engasekho ethuneni

  • @ishingakazimarygordonmkhiz87

    Wakhuluma kahle webaba wengane yam NKOSINATHI usushoda ngokungilekelela sondle ingane ..12 years yonke akuthi ndiki kuwe even a phone call umbulise or just a visit wenzele yena not mina... ufile uphila umtwana akalwaz uthando lukababa!!

    • @sethembilenzuza3599
      @sethembilenzuza3599 Рік тому +2

      Ngiyaxolisa Dali Wami ungena indaba Yakho Kodwa akufanele Sthandwa ukhulume into ekanjena on social media dear Ingane Yakho iyakhula Ngelinye ilanga iyothuka izithela kulenkulumo kungcono umbhalele udali Wakho message ebheke Nqoh kuye 😊

    • @fisoduma406
      @fisoduma406 Рік тому +1

      Ukuhlambalaza lokhu okwenzayo dadewe2 kuncono Uma ubhalela yena nqo ungameneki kanjena

    • @ishingakazimarygordonmkhiz87
      @ishingakazimarygordonmkhiz87 Рік тому +1

      Sis Sthembile ngiyezwa...angihlambalazi it's a fact akujiki...ingane ikhulile vele iyazbonela nayo.its ok ngibhale la noma sengifile kwazeke lokho ngingabekwa amabala sengthule...koba nini abantu beziveza kahle ezweni bebe bonakele labo Bantu enithi ama role models wenu or nibakhonzile because ngesthupha..and akuqali ngam ukuhlambalaza umuntu.. ngyabonga kakhulu umbono yize sengenzile ke akusajiki. Naba bebaza ithuna nesimo sekhaya...ukuphoxa nokuhlambalaza lokho but ba right based on izinga labantu same here nam ngishaya okungalungile there's no difference here. Thank you Nzuzooh❤❤❤

    • @ishingakazimarygordonmkhiz87
      @ishingakazimarygordonmkhiz87 Рік тому +1

      😂😂iminyaka 13 years do you think I never confronted him?? Asixhumene naye sdalo I moved on kdala naye kanjalo...ngizwe nginyanya nje ingane imbuka Ku TV as if umuntu akangamazi ayikwaz nokukhomba ithi nangu ubaba cz he never been there for him namanje.. ksasa kothiwa yim engahlukana nobaba wengane ngakutshela Okubi Ngo yise ! Cha angiveze noma ikuphi I don't care! Sometimes you must try to put yourself in others situations... Thanks bhuti Fiso❤❤

    • @ishingakazimarygordonmkhiz87
      @ishingakazimarygordonmkhiz87 Рік тому +1

      All i said it's true akabuzwe ke if amanga ! Wehlukana Nami ingane ithwaliselani izono zam nakhona uyena owangidaxaza ngimithi ngiqala nokuzala ngahlambalazeka kwamina.. all is fine ngyazikhulisela ingane ayingixakile Okubi bheka ino khokho ayimazi ksasa iyona eyobe ifuna I Thuna likamkhulu wayo ayilazi incishwa I relationship negazi layo bese nithi angthule...angiboshiswe ke nisale niyondla ingane yam ngoba ngeke eqale manje ukuyithanda sengboshiwe or ngifile kwamina angina family iyoshonaphi...