MENZI-NGIYAMBONGA U NTENCANE;2024 EP;UKUTHUKWA;NGIFUNA UKUSIZA UMAMA;NGIYAMBONGA MAKOTI WAMI ETC...
Вставка
- Опубліковано 8 лют 2025
- Join this channel to get access to perks:
/ @perfecttvsa7051
PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA
unzima kakhulu bhuti MENZI music ♥️♥️♥️♥️♥️⭐⭐✌️🔥🔥🔥🔥🙏💯
Ngikuzwa Menzi mf2🎵💯❤️❤️💯
Menzi mf2 siyabonga kuningi osikhulisa ngakho
Ngithe nge data lami ngizoyilalela yonke ave ngimkhonzile uMenzi ngisho indlela acabanga ngayo ngiyayithanda kakhulu
Ugogo ubengithanda,uyazi bengiyisaba inyoka,ubengeke aze kimi eyinyoka❤❤😊khuphuka lapho mfokaMabizela
Wayepheka laze lashona ilanga umama epheka amanzi odwa 😭😭
Yaz ungikhumbuza indidane menzi
I voice ka Menzi iyefana neyalomjita ka Silver Bullet
Kukho konke nje inhlonipho nesisoka 👌
Menzi 😊 unamandl kakhulu❤
Nondaba omkhulu, Gagashi Nhlabishile kuyobongwa namaqhawe ❤
Uneqiniso umenzi bancane abantu abakwazi ukuthi ngybonga ❤❤
Yohleze kulalela njalo Menzi
Washaya nakule yokholo, uye wangthatha la wangbeka langingzi khona uyeyedwa unamandla Baba
Eii weba fowethu Indidane le..ivukile amancoko,ukhululekile uyacula ngisho ukugqoka kwakhe ngyabonga mna dankoooo❤❤❤❤
Kodwa bhuti Menzi unenhlonipho ukhuluma isisoka ukhulile bhuti uphile njalo bafo🙏🙏
Ngicela ningipha inumber kaMenzi
syabonga ku ukusilethela uMenzi umfoka Mabizela,iNkosi ikunike amandla,ngelinye ilanga ube mkhulu umsebenzi wakho mkhaya
Ugogo othungayo
Kuningi lokunconywa nga Ntencane,siyabonga kakhulu Zondi 🙌
Ayi ngiyakuvuma lapho mfo kwaMabizela , uma nithi labantu abasekhaya kungani beze beyisilwane khuluma ndlozi ayi ngiyabonga mina. Amen
Umenzi yindoda enomoya omuhle enamahlaya uwuvisile umnambhithi kuledepartment kamaskandi siyabonga. Ukhona umfana okuthiwa yi blesser king smolomolo samkelo njoko uyeza kancane
Pure talent .....very creative
58:22 lo mbhemu wavele waqopha ingoma kusekuhle. 🤭 Uphiwe kakhulu uMenzi.
Akuyona ne-Interview lena kepha nje siyazixoxela. Muhle umsebenzi mfoka Manqele, siyabonga.
Bengit ngyamaz umenzi but after le interview sengmaz ngenye indlela
Siyabonga manzi muhle umlayezo wakho kuvuka uhlevane nginikhumbula umtshengiseni phambili ❤
Ay nami leyangoma ngiyithanda kabi ethi "umanithi labantu abasekhaya"🔥👌
Lengoma sengiyi seachile lutho angiyitholi cela ungipha
ithi "khuluma Dlozi'@@mthobisibuthelezi382
Sithini isihloko sayo ngoba angiyitholi ku Spotify
@@mthobisibuthelezi382 ua-cam.com/video/HeL-8RdvMEA/v-deo.html
@@luckymchunu7252 Menzi - Khuluma dlozi
Khuphuka lapho menzi
Mfoka Mabizela Ai Ngyakuzwa ntanga yethu
Manje le inkosi shenge vip protection @MENZI MUSIC
Itholakala kanjan
😂😂😂😂😂ey ngaze ngahleka imnandi le interview ey iyahlekisa u Menzi
Yoooo mkhaya zonke iingoma zakho.ziyavuthela ❤
Heii into entle iyanconywa uthetha kamnandi lomfo uliciko unamazwi obulumko kunjalonje andisayithethi eyomculo wakhe 🔥🔥🔥❤👌
Windoda mftu futh ayy wibambe kanjalo mftu engomeni🙌🙌🙌🙌🙌🙌
Lensizwa iyacula ayinkashele ayikuphiqi kucula umkhulu mft2 uqhubeke nenhlonipho yakho wazi usebenzela isizwe sonke Africa
Khuphuk lapho Ndindanoo😊
Bokraaa Menzi
Ngimfisela impumelelo aqhubeke njalo
Nd uzthobile ngambona e twn eMnambithi ngaze ngambingelela ngamxhawula
Iya kude lensizwa
phekwabo menzi .... ngikuthanda ngoba u music wakho awunachaphazelo lamuntu ukhuphuka ngoshuni wakh wena. nenkulumo yakho kaduqala iyakufakazela lokho.
Uyahlonipha Menzi mfwethu ❤
menzi uyiqhawe lami ❤❤uyayidlala ingoma❤❤
Ngi subscriba ngenxa ka Menzi
Yaphuma ingoma 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌wiqhawe mft
Khuphuka Menzi ndoda yamadoda ngiyakuzwa
Cha ngiyamuthanda ugogo othungayo serious 🤞🏽😂😂😂
Wakhumbuza indidan
Ngathanda umculo wakhe ngiqala njee ukuwuzwa, khuphuka lapho❤❤❤❤
Eyi menzi mfowethu wathetha kamnandi lomjita ❤
Yabona uMenzi uyiciko langempela
Duma lami
amakhonsolo emnweni sekubuhlungu kimi swami ayangimpitsha ngabe sengiwakhiphile 😅😅😅🤜🤛🙏🙏
Manith labantu abasekhaya kungani beze beyinyoka ugogo ubengithanda ngeke eze esiyisilwane hhaaa ngyayesaba inyoka.....
UMshibe wakhuluma iHour lonke, wathi alilutho iHour ngisangakhuluma elinye futhi😂😂😂😂😂
🤣🤣🤣
Asibonge bhuti mabizela danko LPO
Mfana uyinkinga ngiyakuvuma unethalente leli elijulile 😢😢 angazi ngachaza ngithini engathi engafezeka amaphupho akho
Inkunzi kasomahlaya le
Muhle umsebenzi bhuti syabonga ❤
Nginothisa lokho
Kodwa mntaka gogo❤😂
ngimthandela iqiniso umenzi ungiculela kamnandi
Isihosha sakho sisho ukufana neseNdidane mbhemu
Kufana nalengoma ethi indlovu enoboya benyathi hhayi ngakuzwa mfana weSwati lemvelo
Ave ngimthanda uMenzi ❤❤❤❤❤
Khuphuka Menzi nkabi yami ngikukhonzile ndoda
Sthanda interview enjena ke thina ekhululekile umculi akhululeke ancokole kubemnand kodwa futhi abeneqiniso nenhlonipho Syabonga Perfect🙏🙏
Ngyabonga kakhulu bafo
Ngyayesaba inyoka
Uphinde umlande umenze
From Zim khuphuka lapho ngyakuzwa mna
Imnandi le interview EY🔥🔥🔥🔥🔥🤣🤣🤣🤣iyahlekisa le ndoda ey
Uyinkunzi Menzi
Ngaythandake interview yalendoda ngawalankweya Ngiga ngezangekanMabhilidi eyesthathu lena Kma interview esengwabone enohlonzelakwi pafect TV
Eyy uyahlupha wena mfana 😅😅😅 okuhle kodwa Mabizela mfwethu
Hmmm aiii qhubeka mjita uphumelele ungisize ungazingen izimpi zomculo
Wakhulumisa oku Gcwensa pho weMenzi😅😅 ayboo!
🤣🤣🤣🤣
Ngihlezi ngyisho lento indidane le😂😂😂😂😂
Usiqhatha nomama bengange ubafo aingek haaaaaa kumanje angina dali ngenxa yakhe😂😂
😂😂😂awuuuuuuu
Khuphuka lapho mfoka Mabizela
“Ufuna ukudla yona lemali yey’ginci sisiii” 😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹😹🔥
Inhlonipho bakithi kuManzi👏🥰
Ungashintshi Menzi have ngikukhonzile
Ey uyaphila Mabizela mfwethu🤝
Lokhu okuwu Menzi kwase Kuba saNdidane nje😂😂
Washaya bhuti eyyyy umculo kababa mbongwa eyyy ngangulalela nginawo impela umculo wababa
Uxokhula khehla engathi unkulunkulu akugcine mabizela❤❤❤
And umculo wakhe uyiClassic🔥🔥
Khuphuka mabizela ngykuzwa mina❤❤
Eyyy yaz washo nqo lengoma nam engithandayo
Kulena nje oykhiphile lena ethi
Angibon angisakwaz nokuhamba
Eyi lengoma mf2 uybhalele min
Cha unolwimi oluhle umenzi unkulumo ykhe iqonda qho ukhule mfoka mabizela bayashoda abantu abaneqiniso knje .
Bafo ngimlalela kakhulu
Khuphuka Mfana wakithi noma bezama ukukucindezela kodwa awuliphosi ithawula
Khuphuka Gogo😀🤝🔥
😂😂😂😂😂 Yeah iyazikhulumela le nsizwaa 😅😅😅
Ngikufisela yonke impumelelo oyidingayo Bhuti uMenzi
Ivosi iyalithanda lenkuzi izithi linoshizi😂😂😂😂up nkabyami
AI WANGITHINTA NGO BABA USANDILE MBONGWA NGYABONGA KODWA MFOKAMABIZELA
Khuphuka menzi
wakhulumisa okwa MaVundla
🎉❤❤ lenkabi iyakhuphuka strong Mona phansi
Cela siyi Saphothe mabhinca 🤘
Chaaa amazwi alendoda akhulile izothile ayihlomeki!
♥️
Nkabiyami mfwethu Menzi kodwa ey ingoma iningi lana mpilonde Mabizela
Inalo ulimi lendoda❤
Danki gogo othungayo
Up menzisto🎉🎉🎉
yangikhumbuza uGcwensa lendoda ngamancoko ayo
Yabonga kungilandela Menzi bhuti
👊👊