IZINTO ZOKUVULA INHLANHLA

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 27 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 53

  • @sihledlamini7448
    @sihledlamini7448 2 роки тому +17

    Ave ikhaliphile impunga,,,kade ibonile kuth isigubhu lesi,,,usenqena kuphoxa nje,,ubona ngemibuzo yakhe kade inkukhu iwusolile umgqakazo😀😀😀isigubhu qobo lesi

  • @arendse836
    @arendse836 2 роки тому +1

    Hayi hayi mpunga Yi sigubhu lesi ASI shoyo Lo baba

  • @pottersngwadla1195
    @pottersngwadla1195 2 роки тому +9

    Ayngeke Mpunga isgubhu lesi akhuluma ngaso uMamzini. Nalaba abazenzayo bahlala bethi azinabungozi, futhi bahlala bethi ziyahambisana nethongo lakho. Ngathi uyasixhopha uMazini ngeke.

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  2 роки тому +10

      Mina ngisaba konke okuseguleni

    • @nomsaledwaba8931
      @nomsaledwaba8931 2 роки тому +1

      @@impungayesintutv Mpunga what is okuseguleni ?

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  2 роки тому +1

      @@nomsaledwaba8931 Noma ngabe yini eseguleni uboyiqaphela uyibuzisise

    • @buildingourlegacytothenext4966
      @buildingourlegacytothenext4966 2 роки тому

      @@impungayesintutv mnewethu sesithembele kuwena endabeni zesintu kodwa nxa usuletha abantu abenza izigubhu usilahlisela ngethemba yisgubhu lesi idlozi nemithi eseguleni yizinto ezimbili eqiniso asilimeleni

    • @lorramokoka7778
      @lorramokoka7778 Рік тому

      Still don't understand why are we not having cure for COVID in South Africa while we have so many scientists.

  • @zimfanelezonken4855
    @zimfanelezonken4855 2 роки тому +5

    Idigubhu, isigubhu nje 😂🤣😂, whether esamanzi o esamafutha, kodwa isigubhu lesi😅

  • @nomsaledwaba8931
    @nomsaledwaba8931 2 роки тому +2

    uMkhulu Manzini has a nice smile because of makhubalo. He is handsome.

  • @celinkosimkhulise7217
    @celinkosimkhulise7217 2 роки тому +6

    Cha mpunga isigubhu nje lesi esifana nezinye kodwa inkulumo iyahlotshiswa ukuze kuzwakale angathi lokhu kwehlukile,leli gula kuthiwa liyaphahlelwa futhi kuyenzeka izidalwa zingalivumi leyo nkulumo izwakala ifana neyalezigubhu zokuncola ezingenisile kulesikhathi samanje ngiyema lapho.

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  2 роки тому +4

      Impela nami ngvumelana nawe angethembi kahle, kodwa kuhle bake basichazele siyizwe lento ukuze sikwazi ukuhloma ngayo yonke indlela

    • @flagdeep6782
      @flagdeep6782 2 роки тому +3

      Ngokuzwa kwami, yebo yisgubhu lesi koda sibikwa kwizidalwa zekhaya ngoba sizosiza wonk umuntu osekhaya

  • @AfricaVI
    @AfricaVI 2 роки тому +5

    A Hospital For African Spiritual growth. We need a Symposium Mpunga

  • @siyabongadludla4950
    @siyabongadludla4950 2 роки тому +2

    Ukhuluma ngesigubhu uManzini kodwa lesi okuthi esihle somuthi omuhle finish

  • @ThembaMnyandu-j6p
    @ThembaMnyandu-j6p Рік тому

    ngibingelele kuwe nduna kandaba .ake ngithi nje thina okusiphicayo lokhu okugcakwa umkhulu umanzini kuzwakala engathi iso isigubhu noma ngabe amakhubano amahle kodwa mase kuseguleni kusabeka ..ngoba awube usakwazi ukukhlukanisa

  • @siyabongadludla4950
    @siyabongadludla4950 2 роки тому +1

    Ushayile uManzini👌

  • @seipatticlericeofficial9112
    @seipatticlericeofficial9112 2 роки тому +2

    🙏👌WAYIBEKA MANZINI

  • @buildingourlegacytothenext4966
    @buildingourlegacytothenext4966 2 роки тому +3

    Mpunga manje uyasidida wawusithembisile ukuthi impunga yesintu TV ingcike Nkomo esintwin kodwa manje usilethela isigubhu qobolwaso kodwa siyadidwa ngamagama amnandi mpunga siyakuthanda futhi sesithembele kuwe manje ngathi silahlekelwa yithemba ngoba lawe ngathi usungenile ezgujini ayi ngapoxeka lishona thembitshe kunokuthemba umuntu idlizi alidingi lutho oluhlala eguleni ayi kayikho lento yisgubhu lesi uyangipoxa manje mpunga 😭😭😭

    • @impungayesintutv
      @impungayesintutv  2 роки тому +3

      Ake uphinde uyibuke Gatsheni Video bese uphinde ungigxeke. Mina soze ngakholelwa esgubhini.

    • @buildingourlegacytothenext4966
      @buildingourlegacytothenext4966 2 роки тому +1

      @@impungayesintutv mpunga yisgubhu lesi bonke abenza izigubhu bazikhuluma kahle kodwa ziyona emindenin

  • @mlungisimosiea
    @mlungisimosiea 2 роки тому +3

    Nathinta indaba madoda yaz mina meke ngathi ngiyohlola ngabona isgubhu nje kulesosgodlo ngimane nguzwe ngingasathembi lutho nje, umbuzo uthi i flask ingawenza yini lomsebenzi owenziwa yigula noma yona ingahlueka

  • @sibongilengubane2757
    @sibongilengubane2757 2 роки тому

    Amen awani lamafutha maningi kanjena🙆

  • @tandiwekeswa9798
    @tandiwekeswa9798 2 роки тому +5

    mpungaaaah awuhlangan mkhulu nendab yezigubhu 😅😅😅😅😅😅😅

  • @smisovumainihlongwane3538
    @smisovumainihlongwane3538 2 роки тому

    Kodwa yena umfoka manzini ucazile ngikuzwe konke umbuzo uthi ngabe awani amafutha ngabe awengwenya noma ngabe awebhubesi amafutha ahlukile and kubalulekile sazi ukuthi noma ngiyofika kuye ngazi ukuthi ngifakwa maphi amafutha emzimbeni Ngoba phela nawo ewodwa ayingozi amafutha ipuuuuuuuuuuuuuuunga

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 2 роки тому +2

    Yeyi iyathusa impela indaba yamafutha ahlhala ezigubhini 🙏

  • @sboneloapril8546
    @sboneloapril8546 3 місяці тому

    Niyasakha isizwe ngeqiniso

  • @NkosanaShezi
    @NkosanaShezi 11 днів тому

    🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @siphiwembiyela3886
    @siphiwembiyela3886 2 роки тому +1

    Isgubhu ukuze sisebenze kuthiwa uyaskhulumisa manje leligula lona iyenzanjani ukuze sikusebenzele ngoba angikholwa ukuthi uvele usbeke bese sona siya wenza umsebenzi

  • @thembamdlongwa5586
    @thembamdlongwa5586 2 роки тому

    Mkhulu Manzini ,siyathokoza ukuba nawe. Usizo lakho luhle

  • @VusiSithole-n7i
    @VusiSithole-n7i 10 місяців тому

    Anisahongo ukuthi sikuphi isigodlo zikamanzini

  • @godfredmoso9078
    @godfredmoso9078 Рік тому

    Utholakalaphi uManzini

  • @thembelaningcobo7180
    @thembelaningcobo7180 2 роки тому

    Kodwa mkhulu kumuntu owazalwa embethe kodwa kumnyama kuye lingangisiza yini lelogula

  • @vuselelanene3736
    @vuselelanene3736 2 роки тому +1

    MPUNGAA SCELA ASHO KUTY AWANI LAMAFUTHA

  • @co_bell_
    @co_bell_ 9 місяців тому

    The intro 😭🔥🔥

  • @lindokuhleschomane8984
    @lindokuhleschomane8984 2 роки тому +1

    ZYAKHALA NGEMPELA LA 😂😂😂

  • @mkhabolengayondodemyama5905
    @mkhabolengayondodemyama5905 2 роки тому +2

    Let me be d 1st one to comment kyezwakala baba Nyamakayishi sibonga wena mkhulu Mpungaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaaa

  • @nomasontogumedegumede849
    @nomasontogumedegumede849 2 роки тому +5

    Amafutha Ani lawo?

  • @WenzileTechSolutions
    @WenzileTechSolutions 5 місяців тому

    what if abakithi angibazi, ngingasizwa na?

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 2 роки тому

    2 hours late kodwa Ngila✔

  • @rhythmburgtv108
    @rhythmburgtv108 2 роки тому +3

    isigubhu leso

  • @flagdeep6782
    @flagdeep6782 2 роки тому +2

    Cela ukubuza ukuthi uyakwazi yin ukhlola umkhulu uManzini?

  • @mbngcobo6526
    @mbngcobo6526 Рік тому

    Mpunga ngifun uku introduced iclass lam la engilifundisa eskolen. Sengibenz babon uku Bible into engekho umunt akalungise indlozi.. le vedio izongiqhath nabo , cel uyi delete mpunga or hide

  • @jacobntuli1115
    @jacobntuli1115 2 роки тому

    Can I call you what time please