Mina ngicela ukwazi if ngisebenzisa amanzi ñje ngaphandle kwempophoma nesiziba no lwandle Uma Nje uzowakhulekela noma nisitdhele izinhlobo zamanzi ukuthi asebenza kanjn
Ngiyayi Bonga lento enikhlumagayo into engimagazayo Kimi a ginoku pupha ngiya module Goto Kha amanzi umangi wakha lamanzi ibhakede Liya Sala licwele ngasemanzini kwenziwayini💯💯💯
This was a very interesting topic, however the presenter needs to give his guest a chance to speak. This episode was all about him, him this, him that!!
Mina nje angiwuboni ngampela umahluko emuthini Kodwa once ngathinta amanzi yey umahluko uvela within!!! Emuthini kuvele kube mnyama kakhulu,kuphele imali kuphele ukudla endlini!!! Manje ke inkinga senginokuphupha izinto zakaShembe.
Camagu, Mbanjwa. Kunento eNkulu kabi kabi ophiweyo kwi Voice yakho 🙏🙏 umntu uphila njee ngova iVoice yakho no uzothini. Nganga abakini baqhubeke bakukhanyisela kwisiphiwo sakho. One day you will be international speaker spreading the word of Traditional spirituality. Makwande.
What if you dream seeing yourself falling in the river?? Is it that you need someone to take you or your Ancestors cleansed you themselves??? I don't understand.
Ngicela ukubuza mkhulu ngingumuntu onabantu abadala ngingumuntu okuthwa ngingayisebenzisi imithi kathi kunjalo nje bathi ngafakwa isichitho ngisilaphakanjani ngingakwazi ukusebenzisa isiwatsho na
Ngiyabingelela laykhaya ngiyabonga ngezimfundiso ngivuka kakhulu namanzi cishe wonke inkinga yami ngake ngaya nabanye beyongifaka emfuleni ngabuya ekhaya ngathi ngiyolala ebusuku wawusufikile myalezo wabantu abadala kimi bethi angifakwa umuntu emanzini mina meke ngaphinda ngeke ngibuye ngohamba nomphelo ngiyafisa ukusizwa kodwa ngiyasaba ngingenza njani
Amen kwimpunga nakubaba ubhovungane. Ngifisa nje ukunibonga ngomsebenzi omuhle enisenzela wona imihla ngemihla, ngifisa nikhule nje niqhubekele phambili nibusiseke angikaze ngibabone abantu abazithobe kangaka if nje uhleli nabo uphuma wanelisekile syabonga kwande nje inkosi inigcine!
Ngasithanda isihloko koNgcobo nako Bhubesi. Umbuzo enginawo uthi: kungabe zikhona yini izinto ezivimbela umuntu angakwazi ukuya emanzini ngempumelelo? Isibonelo: umsamo ongalungile, umuntu onesilwane, umuntu owakhipha isisu, umuntu onesichitho, njalo njalo nokunye okungabaliwe.
Ngibonge nisazophendula
Syabonga 👏 mina ngyakholelwa emanzini ngomthandazo angilutho kodwa ngokwamaphupho ami ngenza izonto ngawo amaphupho🙏🏽👏👏
Siyabonga mkhulu
🙏🔥
Syabonga mkhulu nami kuko malume ko Fuze afulele Omashiya amahle angath azoshumaye Onyuswa Amalala
Amen mpunga yesint nobaba Bhubesi laz lakhuluphal ibhubes
Ok siyabonga ngolwazi bhungani nokusicacisela kabazi god bless you guys amen 🙏
Amanzi azivula ngempela izinto,obuza mina
Akuve ngikusaba ukuya kubelaphi ngisaba kona nje ukuth bangase bathwebule kwanhlanhlanyana leyo ekhonyana
KwiMpunga yeSintu mnewethu ngeke uthwetshwulwe uyosizwa ngeqiniso. Buzamina
@@mtomuhlekambhele1090 okusho ukuthi impunga ikulelidlanzana elisase qotho elingagijimisi uku robha abantu
Sanibona 🙏Naze nangibusisa ebusuku niyichaza kahle indaba syabonga makhehla amadala kwade.
Ngicela nikhume silalele ngesihloko enisivezile ningahlanganisi izihloko.
Siyabonga kwi mpunga zesintu ngolwazi
Inzima indaba yabantu abadala kodwa iybaphilisa abantu ❤
Mina ngicela ukwazi if ngisebenzisa amanzi ñje ngaphandle kwempophoma nesiziba no lwandle Uma Nje uzowakhulekela noma nisitdhele izinhlobo zamanzi ukuthi asebenza kanjn
Syabonga bomkhulu syathokoza unkulunkulu anibusise anikhulise✨✨🙏🙏
Amazwi eMpunga yesintu ayaphilisa🙌🙏
Ake ngithi Mpunga,kube khona umuntu owelaphayo umuzwe umthanda Noma umkhonze nje. Kusuke kushukthini. Mina bakhona abantu engibezwa ngaphakathi,nguwe nomngane wakho. Ngokutshela ngolunye usuku ukuthi ubani loyo. Sazofika kuwena sixoxe emphalandaba
Ngiyayi Bonga lento enikhlumagayo into engimagazayo Kimi a ginoku pupha ngiya module Goto Kha amanzi umangi wakha lamanzi ibhakede Liya Sala licwele ngasemanzini kwenziwayini💯💯💯
Imnandi I interview kodwa Sicela kukhulume abantu abavakashile ukuze sithole information
Kukhulume wena kakhulu
Siyabonga kakhulu ngiyayithanda ke yamanzi ngoba ayaphilisa kakhulu
Thokozani Emakhosini ngithanda ukubonga your explanation I really love your show makhehla akwande
Siyabonga BoMkhulu....Akwande 🧜🧜🧜❤️💯
Ngyabingelela, ngicela ningilekelele bo, izinto zam zonke zivalekile Koda imithi ayingisizi kunalokho ivele kuse ngakusasa isibolile leyo mithi😭
Ngiyabonga ukwazana nawe Mpunga.Bengise Office lakho Friday ngifunde okuningi.INkosi ikugcine ikwandisele ubuhlakani bakho
Kubuhlungu 💔 kodwa ukuphila lempilo yabadala lapho uswele nozokusa kulawomanzi nobacelayo bayasaba ukuya or banqen ukusho kuth abakwazi abaphiwe lesphiwo samanzi
This was a very interesting topic, however the presenter needs to give his guest a chance to speak. This episode was all about him, him this, him that!!
Amen kulenkulumo... Niqinisile ngale eyamanzi... Ngingufakazi...
Basho kanjalo nakim Mpunga, mmmmh this is deep
Ngyabonga ngolwazi ngivukeke amehlo ,baqinisike uma bethi ufunda uze uguge.Bhungane .mashiyamahle
Ave ngifisa ukbonana nawe Mr Mbanjwa, ngingajabula uma ngingathola indlela yokukuxhuma. Ngyabonga🙏
I enjoy your content very much Bhungane...very informative 😍🥰💞
Really loved this, siyabonga 🙏🙌
Ngiyabonga ukufunda ❤
Anowabuza kimi amanzi. Ngiwazi kahle. Angikhipha kolukhulu utaku.
Kuyisona khona lokho ukuphatha umuthi ngesandla uyikholwa uyokufa nokufa
Bakusiza Mkhulu baphuma emthini 🙏
Mmmmm Ngiyabonga kakhuluu eeey Ni yangiphilisa kakhuluuu
Unjan mkhulu ngike ngiphuphe kaning amanz ngphupha ngkha amanz emfulen ngkha amana empopin ngiwakha ngisho emontwen yamazi ngiwakha ngibona amanzi ehla engeleza ngiwakha ngebhakede awe ngiphuphe iphophoma ehla ngihamba phezu kaye kodwa ngingawi
Sbonge Makhehla 👏 bengidinga ukuyizwa lenxoxo lena... sthokoze 👏
Thokoza khehla ♥️Siyabonga ngencazelo.
ay wedloz laaaaaaaaam, ngikhanyisele indlela eya phambili
Siyabonga ngolwazi...kwaze kakhanya bo.
Kuyahlangana,Mpunga,khumbula yena uthathe u umnyama.Sinobumnyama nokukhanya,kuxhumane ngokuthi ungenwe abahlanzekile noma abahlambulukile,abakhanyayo
Sanibonani bomkhulu yo nikhulumma nami ngami konke enikukhulumayo Kuma video wenu akhuluma nami 🙏🙏
Yooh indlela enichaza ngayo iyachaza niqinisile ngempela mele sibe careful kubalaphi bendabuko
Kunomuntu ngelinye ilanga owayehla ngo West Street ephethe imali eya kothwala, lamshaya idlozi, wawaphansi, leyomali yathathwa amaphara aseThekwini.
Ngyawadinga amanzi kakhulu,ziningi izinto engifisa ziqaqeke.umuthi sengitshelwe kaningi ngawo ukuthi awudingeki Kimi
Mkhulu nginenkinga yokuphupha ngidoba ofishi abaningi ngihamba phakathi emanzini..kokunye ngizibone ngizingela izinyamazane,izinyoka zasesizibeni ezinamawa ngabe kushoni thokoza bomkhulu
Amen bobaba ingathi niya porofita ngk ngoba konke oku nithetha ngako kuyenzeka apha kum mna amayeza awandisebenzeli nje tuu kwaphela asuke abe nevumba elibi kum andazi noba ndinga ncedwa njani🙏
Ngisacel ukbuza ukuth iholy ash ihlambulukile yin. Ngizwa mukhuluma ngamathambo agaywayo. Ngixolise ukphume shlokwen
Ngibingelele mkhulu,ngyabonga kakhulu ukungena kulengosi yakho,lapho ngihlala khona nezingane zami sibone inyoka ebrown ngokulight ngesonto ebusuku,sagoglisha sibuza ngobungozi Bayo ilapho Sithole Wena khona mtaka mkhulu Kade ngangidinga umuntu ochaza njengawe aphinde Abe usizo lolu esengikuzwa ulichaza ngyabonga kakhulu inkosi ikubisise akulungi lutho engikwenzayo
Celaukubuza uma uye kugobela uthi ungena ufikelwe umoya wokukewula noma ukubhonga kusuke kwenzakalani baba
I really loved it, it really helped me a lot. Bhungane ; you really answered my questions. God bless you 🙏🙏
Sawubona baba igama lam ngu Patricia Zinyane yimi loyo ovalekelwe yinhlanhla ngizamile yonkinto and ngisoloko ngiphupha ibhubesi elimhlophe
Nginenkinga enkuulu laMpunga nginemizwa okuthi ungangisiza ngiyacela please uyilomuntu ngempela engizwa kahle uyongisiza
Mbanjwa mandibuze ungazazi njani ukuthi ndifanelwe ngamanzi hayi imithi
Sawubona bhut maye! Uyasicathuzisa sifunda lukhulu impela in all your channels .niqinisile impels maye usathane ulungile
Mkhullu Mlaba uyatholakala yini egoli
Ngithanda ukubingelela , nam nginayo leyonkinga yokungaphuphi and noma ngiphupha ngiwakhohlwe ama phupho
Yithi ngempela .. singena emlomeni 😅
Kunjalo impela, Nami ngakubona kudala ukuthi umuthi uyangala. Ngibona lamanzi njalo nasebusuku mangilele. Ngiyathandaza ngibalise ngokuxakeka okusuke kungihlasele ngalesoskhathi, kodwa njalo ngyavezelwa ukuthi usizo lwami lusemanzini
Yabona Bhubesi Nempunga ndiyafakaza andithi ndiva abantu bethi apha ungacinga sis scamm chaa amanzi a powerful ngalendlela ubhida umtyholi. Amanzi adontsa amandla ewodwa. Ndiyaphila kwi topic futhi ndiyafakaza.
Ngicela ukubuza mkhulu ukuthi uhlala kuphi ngidinga usizo ngendaba yamanzi
Ndaze ndavuya Hlangana nechanel yakho❤️ cela buza kutsho kuthini phupha uloko secakwamazi emifuleni ohambayo usenza washing bese ubona manzi sesondela kuwena einyaweni🙏🙌
Ngiyabonga ngolwazi❤❤
Mina nje angiwuboni ngampela umahluko emuthini Kodwa once ngathinta amanzi yey umahluko uvela within!!! Emuthini kuvele kube mnyama kakhulu,kuphele imali kuphele ukudla endlini!!! Manje ke inkinga senginokuphupha izinto zakaShembe.
Nami nganginaleyonkinga ngagcina sengiphupha umkhulu waKwaShembe ethi angiyeSabatheni izingelosi zami zingilinde khona,ngaya khona ngazinikela kwaShembe but ngagcina ngokuzinikela angiphindanga ngaya kodwa amaphupho wakwaShembe awa stop namanje ngisawaphupha
🙏🏿🙏🏿🙏🏿
Syabonga dr mbanjwa ngokusakha ngesintu niqhubeke njalo kule channel....sohlez sikulandela njalo kuma social media
Akulona ibhubesi lel'iwundlu leli
Thokozani 🙏 makhehla, I feel that the question of this topic wasn't really,it left me more confused
Mina nendodana yami encane sinamaphupho amanzi nezinyoka ezisemanzini ngize ngiphuphe abobonke ofishi abasemanzini kodwa besemafini
I'm a new subscriber, yo ningamagagu nina🙌🤝
Wayibeka indaba Bhovungane, umsebenzi wabantu abadala akuwona owethu, kodwa ungumsebenzi wabo. Kufanele baziphathele wona abantu abadala
Kusho ukuthini ukuphupha ibhele elimhlophe.
Ngi sazophawula kabanzi.
Sanibona bo Mkhulu, manje umuntu ose elashwa umuntu one Zizwe
Camagu, Mbanjwa. Kunento eNkulu kabi kabi ophiweyo kwi Voice yakho 🙏🙏 umntu uphila njee ngova iVoice yakho no uzothini. Nganga abakini baqhubeke bakukhanyisela kwisiphiwo sakho. One day you will be international speaker spreading the word of Traditional spirituality. Makwande.
Labantu abayisana emanzini kodwa babuye begange ngabantu, and they charge R2500-R3500, others more🤣🤣🤣
Sicela inumber y bhubes
siyabonga kakhulu ngenkulumo yenu 🙏🙏🙏
Hi nginombuzo ngiphupha ulwandle ,isiziba kanye nempophoma evikini elidlule ngiphuphe umgede phakathi kunumpophoma inkinga angikhumbuli lonke iphupho in details ngabe kuchazani. Ngobonga mangiphendulekile
Ngibonga kakhulu ngaze ngakhululeka emoyeni inkosi inigcine
Lamanzi entlahla ingabangawetep ? Or ngawomfula ?
bhuty uyaphazamisa too much
Ngiziyele emanzini ngacela amanzi empophona ne Sphethu,ngabuya ngasayina umsebenzi
Ngiyakubongisa
Mpunga yesintu sacela ukubuza kuphi emphela ndaba funa ukukbona we baba please
Ngiwasabani
Mpungayesintu kusho ukuthini ukuphupha amakhekhe amaningi ezinyosi amhlophe egcwele iroom yonke
Ingcebo
@@sindiswangubo2785 ngyabonga ngencazelo🤗
Yimi loyo yazi
Inumber ye bhubesi
Interesting
I love these episodes they teach me alot
Utholakala kuphi umkhulu
dankie
Mfokababa ankekho owuthandayo lomsebenzi asina choice kuwo 🙏
Thank you 🔥
Camagu
I love this show👍👍
Makukuthi kufike izwi lathi hamba wena
Asimzwanga kahle ubhubesi
🤣🤣🤣, ngaze ngahleka....
😂uhlekani
ukukholwa kungakuphithanisi ngekhanda otherwise uzodlala abantu 🤣🤣🤣🤣🤣🤣 ungabi isiwula kusebenzise makudingeka kunesidingo
Futhi khona eJhb, hai baphelile abantu, ama slay queen who charge R5000 for a mere cleansing bakith
Mpunga yesintu ngcela ungichazele ngokuthi amakhehla exabene ngokuthi lo munye umkhulu wangena noma washedeza nonkosikazi wamnewabo baqende bazala ingane ngenxa yokuth lo munye wayengazitholi ngane uma sewulungisa intenjalo ilungiswa kanjani
Lendaba nganeyakwethu ijulile kakhulu Mina ngingakubonisa ngokuthi vakashela iMpunga eMphelandaba.
Kmele uthethe icala,bageze bese ubangenisa ngoba bazonembatha ngaloyomsindo wabo.ukugeza mina ngasebenzisa imbuzi entathu,lezi ezimbili ezokuxolisana kwabo ngoba lo owashendeza monkoskaz womunye mele axolise,okuxoliswa kuye mele amukele uxolo ebese ubangenisa ke ngale enye imbuzi.mhlampe abanye bangachaza ngenye indlela
What if you dream seeing yourself falling in the river?? Is it that you need someone to take you or your Ancestors cleansed you themselves??? I don't understand.
@@selinamosia3857 Ngicabanga UKUTHI kuchaza kona UKUTHI uyakdinga ukuya emanzini Uma unephupho elifuze leli.If ukwazi ukuziyela wena abanqabile ungaya but if udinga usizo wamukelekile ukucela kulo mhlampe osuke uconsuler kuyena or somebody omaziyo ukuthi unegift yasemanzini or ozomboniswa amaAncestors wakho ukuba akulekelele cz emanzini kunolwimi lwakhona olukhulunywayo kuphinde futhi kunobungozi emanzini akuyona indawo yokudlalela leya.
@@selinamosia3857 Find a reputable melaphi wendabuko osebenza ngamanzi to help you.