iNyosi Buzetsheni Mkhohliseni Mdletshe - Day 1

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 1 січ 2025

КОМЕНТАРІ • 101

  • @ayandashadows7851
    @ayandashadows7851 2 роки тому +81

    🐅🐆🙌 ngomane deserves an Honorary doctorate he is too much

    • @ayandashadows7851
      @ayandashadows7851 2 роки тому +4

      Department of Arts n Culture please honor dis man

    • @mzothulemsezane2703
      @mzothulemsezane2703 2 роки тому +3

      Absolutely,he is an expert when it’s coming to our history ,nesiko lika Zulu ,Siyabonga kakhulu kubahleli bale interview ,umlando lo that must be keep for the next generation ukuze isizwe sihlezi siwazi umlando,we are green for the best interview ,God may bless ubaba UNgoMane Nyosi Yesilo ❤️‍🔥💫💫🙏

    • @thembonjanimathonsi3189
      @thembonjanimathonsi3189 2 роки тому +2

      Seconded

    • @nonhlanhlaxaba6687
      @nonhlanhlaxaba6687 2 роки тому +1

      Exactly

    • @gloriatshabalala2847
      @gloriatshabalala2847 2 роки тому +2

      You have nailed it. Kumele athwes'ziqu owaseMdletsheni.

  • @Lindaumusa
    @Lindaumusa 2 роки тому +18

    Ugwansile lo Mbele ngaze ngasutha , Siyabonga Ngomane!

  • @dumsanivilakazi3938
    @dumsanivilakazi3938 2 роки тому +18

    what a rich history may God bless the old man

  • @Phila_365
    @Phila_365 2 роки тому +23

    Please post up more videos like this, they offer us valuable information that we need to know.

  • @LaMbuyisa
    @LaMbuyisa Рік тому +4

    This is truly amazing. What an incredible man Bab' Mdletse is

  • @sibonisopatricnkosi2579
    @sibonisopatricnkosi2579 2 роки тому +10

    A walking library much respect.

  • @sizuyisemngadi9559
    @sizuyisemngadi9559 Рік тому +6

    Baba uBuzetsheni Mdletshe sikuchoma uphaphe lweGwalagwala ume njalo nje uthunyiwe kwelamathongo ukuba uzoba inqolobane yomlando wobukhosi bakwaZulu

  • @gptactical6658
    @gptactical6658 2 роки тому +19

    Our assets, our heritage umuhle baba mdletshe.

  • @sssqaud4152
    @sssqaud4152 2 роки тому +19

    Subtitle English bakwethu. The world needs to hear this.. especially the truth of our history

  • @jabulanishabangu6153
    @jabulanishabangu6153 Рік тому +2

    Seeing how some of this is portrayed on Shaka iLembe is incredible! You can clearly tell there was proper research and consultation done by the production TV. It was also great seeing Bab'uMdletshe appear on the marvelous TV showpiece.

  • @bhekanintshakala7997
    @bhekanintshakala7997 2 роки тому +7

    Ngiyathokozzla ngomlando bobaba ♥️♥️♥️♥️♥️♥️👏🙌🙌🙌🙌🙌🙏😇ngifunde lukhulu👏🙌🙌🙌🙏😇

  • @duduzilesibiya2367
    @duduzilesibiya2367 2 роки тому +5

    Siyabonga baba Mdletshe, Wasiklezisa ummbele ogqansile, sakholwa

  • @dateemusiq4567
    @dateemusiq4567 2 роки тому +5

    Siyabonga ukuncela Kini nisaphila ngolando wakithi singa lokhu sifunda ezincwadini.

  • @philasandempembe2730
    @philasandempembe2730 2 роки тому +8

    Ewu kunini sayilindela ingosi efana nalena. Mdletshe🙌🏾

  • @MengeziMkhwanazi
    @MengeziMkhwanazi 2 роки тому +5

    Siyathokoza Babu Mdletshe 🙏🙏

  • @ncamimaphalala471
    @ncamimaphalala471 Рік тому +1

    Sibonge Baba Nyosi yesizwe, noma ngiyizwe sekudlule unyaka lenkulumo, kahle kahle ubaba uMdletshe akabe nohlelo komabonakude and kakhulu ekhozini. Akezibuyele emasikweni. Kuningi okumele sikufundiswe siyisizwe. Akekusukume wena nsizwa wena ntombi wena ngane ngisho omama nobaba amakhehla nogogo kesiyokhala esilweni sethu. Ngempela uma singakulandeli lokhu lihambile izwe.

  • @ernest9605
    @ernest9605 2 роки тому +3

    Msindazwe uyinqolobane yesizwe samaZulu,umoya wamathonga esizwe samazulu noMvelinqangi akubusise

  • @ntuthukongcobo3361
    @ntuthukongcobo3361 2 роки тому +2

    Mmmh what a history 👏 siyabonga baba Ngomane

  • @mziwenkosibiyela6112
    @mziwenkosibiyela6112 2 роки тому +17

    What a History 😍😍

  • @gloriatshabalala2847
    @gloriatshabalala2847 2 роки тому +2

    Siyazibongela Ngomane , sengathi lomlando ungaqoshwa futhi ufundiswe izingane.

  • @oyenankomo1284
    @oyenankomo1284 Рік тому

    This man is unique, pure wisdom

  • @slindilethabisangcobo4067
    @slindilethabisangcobo4067 Рік тому

    Msindazwe!!!🙌🙌
    Kodwa ngingaMthola kuphi uMkhulu asiphe umlando waseMdletsheni, Emakhowe/Ezibayeni.

  • @ayandathango4484
    @ayandathango4484 2 роки тому +4

    Msindazweeeee

  • @sandilemthethwa1841
    @sandilemthethwa1841 2 роки тому +11

    Yazi ukuzwa lomlando onje ukwenza uziqaje ngokuba uZulu...Iwona lo okufanele siwuxoxele abantwana bethu.

    • @Bongz90
      @Bongz90 Рік тому +2

      Nyambose; do you never feel sad that isizwe sakini kwa Mthethwa esasi sikhulu ukudlula uZulu saginywa nguye uZulu?.. do you never feel sad that naningamakhosi manje ningaba fokazana?

  • @ElvisNgubani
    @ElvisNgubani 6 місяців тому

    Salute baba Mdletshe nkosi kuphilise sisakudinga mpilweni zethu

  • @sbongaavela9767
    @sbongaavela9767 2 роки тому +5

    Ngomane 💖💖🙏🇿🇦

  • @enestee5371
    @enestee5371 Рік тому +1

    Siyabonga🙌🙏

  • @nhlanhlangidi1400
    @nhlanhlangidi1400 Рік тому +3

    Hhiya isicace bha le yobukhosi baKwaZulu. Impela usecacisile uNgomane ukuthi yiSilo inkosi UMisuZulu.

  • @luyandazwane9659
    @luyandazwane9659 2 роки тому +6

    Siyabonga ngo mlando 🙏

  • @sthembisomkhungo5566
    @sthembisomkhungo5566 2 місяці тому +1

    Eyy Wasihlanganisa isizwe uShaka 👏🫡

  • @mbongenibhengu5108
    @mbongenibhengu5108 2 роки тому +4

    Msindazwe!

  • @emmanuelshangase6790
    @emmanuelshangase6790 2 роки тому +3

    Awu madoda ngaze ngaba nenhlahla ukulalela lomnotho ongaka ngomlando kaZulu.

  • @nonkululekomavundla3641
    @nonkululekomavundla3641 2 роки тому +4

    Asithokoze Ngomane...🙏

  • @TheMaphalala
    @TheMaphalala 2 роки тому +3

    Siyabonga 🙌🏾

  • @ZweliniMqwebu
    @ZweliniMqwebu 10 місяців тому

    Ngomane omkhulu❤❤

  • @sphamandlainnocentmaphumul3566
    @sphamandlainnocentmaphumul3566 2 роки тому +2

    Ngomane 💪🏿

  • @Sthenjwa24xn
    @Sthenjwa24xn 2 роки тому +3

    Siyathokoza emadletsheni ngokusigcinela wena nyosi yamakhosi

  • @pnkxaba
    @pnkxaba 2 роки тому +5

    Siyabonga kakhulu!

  • @sthandikgoroge4929
    @sthandikgoroge4929 8 місяців тому

    Msindazwe!!!!Ume njalo!!!!

  • @normanndaba8823
    @normanndaba8823 6 місяців тому

    Bayede Nkosi Mdletshe🙏🏾Sibonge ukuphila kwakho. Ngingenze njani ukuxhumana nawe? Ngenhlonipho enkulu.

    • @zwelisibiya3707
      @zwelisibiya3707 4 місяці тому

      U bayede ushiwo kwisilo kuphela amakhosi onke amanye akhona kwaZulu awabizwa ngo bayede uyithathephi lento oyibhalile uthuka isihlalo

    • @normanndaba8823
      @normanndaba8823 4 місяці тому

      @@zwelisibiya3707 …I stand corrected 🙏🏾

  • @sandilemandlakazi344
    @sandilemandlakazi344 8 місяців тому

    Bab’uMsindazwe 🙌🏽🙌🏽🙌🏽

  • @sihlemlushezi5754
    @sihlemlushezi5754 11 місяців тому

    Siyabonga Ngomane, ngefundiso zakho s

  • @handsomemakhonza399
    @handsomemakhonza399 2 роки тому +2

    Sybonga ngomani sikleza kogwansile ngampela wena wasesayini

  • @nonhlanhlaxaba6687
    @nonhlanhlaxaba6687 2 роки тому +1

    Hut the sound of your mics guys are not well set, your did not well set your sittings, we struggle to listen to some questions from while the all the responses kababa uMdletshe are very clear.
    Thank you so much for this interview and the whole information collected, Mr Mdletshe is very rich and resourcesful, siyazibongela kuye naNklunklu wethu kakhulu 🙏

  • @SiyoMdletshe
    @SiyoMdletshe 8 місяців тому

    Ngomane 🙏

  • @bhekithembandelu1365
    @bhekithembandelu1365 Рік тому

    Bengicela inombolo kamkhulu uMsindazwe

  • @mthokozisiduma1290
    @mthokozisiduma1290 Рік тому +2

    EMbo khona kukuphi, is that central Africa, now known as DRC? I look at all Bantu languages spoken in the DRC like KiSwahili and Lingala, with so many common words with similar meaning in isiZulu.

  • @mavickstv656
    @mavickstv656 2 роки тому

    Mfuyi wamatshe abanye bafuye izinkomo

  • @nbkhafula8381
    @nbkhafula8381 4 місяці тому

    @mthokozisiduma12 The eMbo you are talking about is in the current day DRC, you even have Bulawayo there.

  • @mthokozisiduma1290
    @mthokozisiduma1290 Рік тому +1

    Is it a coincidence that in Sudan, now South Sudan, which is at Enkabazwe geographically, their capital city is Juba? Ubaba uNgomane uthi indlu yethu yaseNkabazwe kwakusa seJuba, akuyona leyoJuba nje?

  • @MphoThetrader
    @MphoThetrader Рік тому

    msindazwe, zalakwande

    • @xolanidladla-js6jw
      @xolanidladla-js6jw Рік тому

      Sibonge baba Ngomane umvelinqangi akwandisele insuku zokuphila sisakudinga

  • @Bubele_be_Mvelo
    @Bubele_be_Mvelo 10 місяців тому

    Bakwethu!

  • @SiyandaHadebe-cv5sx
    @SiyandaHadebe-cv5sx 4 місяці тому

    Mkhohliseni ngempela lobaba

  • @ntuthukombatha9917
    @ntuthukombatha9917 2 роки тому +4

    ❤❤❤❤❤❤

  • @philanizulu4461
    @philanizulu4461 Рік тому +2

    I also support inyosi/ubaba uMdletshe when he said the Zulu throne does not belong to the Zulu family but it belongs to the Zulu nation, even ILembe did not have his own family in high ranking position , Ngomane, Mzilikazi, Mdlaka, Ndlela, ZIhlandlo, Sotobe, Ngqengelele, Sihayo... there are not Zulu by surname

  • @simomkhize1899
    @simomkhize1899 2 роки тому

    siyabonga baba Mdletshe ngobuhlakani bakho, kodwa ayi amadoda akubuzayo ayaziqhenya why vele ekhuluma kancane mayebuza imibuzo, nxa ayi suka

    • @taptvnetwork3106
      @taptvnetwork3106 Рік тому

      Ngicabanga ukuthi isizathu yi-microphone ibheke kubaba uMdletshe bona bangemumva kwayo.

  • @thabani1377
    @thabani1377 Рік тому

    Nakhu okwethu engabe kuyafundwa.

  • @kopanomofokeng6562
    @kopanomofokeng6562 2 роки тому +6

    uBaba deserves to be well taken care of and more comfortable than this.

    • @SinakoMxabo
      @SinakoMxabo Рік тому +5

      I watched one of his videos tour guiding tourists arround KwaCeza Caves. He cried and complained from KwaZulu government that they do not care about history of their nation. If they fail to take care of their history, do you think they can take care of Msindazwe.

  • @siphesihlekhoza7776
    @siphesihlekhoza7776 2 роки тому

    Kepha iphi elandelayo

  • @thabogonya3988
    @thabogonya3988 2 роки тому +2

    1:32:40 😂phuzani amanzi

  • @tshathangobemedia
    @tshathangobemedia Місяць тому

    Impi yakwaGlokli ingeyokuqala phakathi kukaZulu noNdwandwe. Yalwa ngo 1818 leyompi, yiyo eyokuqala. Insizwa eyahlabana kuqala kuleyompi zidedelwe kudede kwaba uManyosi kaDlekezele waseMabhatheni.

  • @ernest9605
    @ernest9605 2 роки тому +1

    Kubuhlungu ukuthi manje osopolitiki bazama ngayo yonke indlela ukuqeda ubukhosi bakwaZulu namagugu aso,ukufeza izinhloso zabo zokudayisa izwe, abanye babo baze bathi akuphele ukuhlolwa kwezintombi kuqwedwe nomkhosi womhlanga

  • @ahmedgondo9512
    @ahmedgondo9512 9 місяців тому

    Hello, is there an English translation for this beautiful piece?

  • @thulanishage418
    @thulanishage418 Рік тому

    Wamzilela na

  • @sphamandlamtshali5031
    @sphamandlamtshali5031 2 роки тому +1

    Umlando onothile

  • @sibusisomashaba3708
    @sibusisomashaba3708 Місяць тому

    Audio is so poor for such an important interview.

  • @mcebisi6079
    @mcebisi6079 2 роки тому +1

    ❤️🖤💚✊🏿

  • @thobanimsomi2319
    @thobanimsomi2319 2 роки тому

    Akwande

  • @mlimidumisaninhlengethwa9308
    @mlimidumisaninhlengethwa9308 2 роки тому

    No surprise ke amabhunu ephethe umnotho kulolonke elikaMthaniya

  • @SMMY2355
    @SMMY2355 2 місяці тому

    Sibonge ngomlando wakwa Zulu babu Mdletshe. History books and History that we were taught in school always said that iLembe King Shaka ka Senzangakhona did not have an heir but in recent years I've read and heard that Mbuyazwe/Mbuyazi and Ingonyama uJinindi omnyama UCETSHWAYO whom we were always told that they were both sons of iSilo SakwaNodwengu iNkosi uMpande ka Senzangakhona were indeed not sons of King Mpande but were both sons of ILembe eleqa amanya maLembe iSilo sakwa Dukuza king Shaka ka Senzangakhona. How much truth is in that?

  • @dawatch7145
    @dawatch7145 2 роки тому

    UBhakuza yena weqiwa kanji ngoba ngicabang kuthi ilembe laqala kuye lithumela ungwadi laseliya kuSgujana

  • @S.R.S.Dlamini
    @S.R.S.Dlamini 5 місяців тому

    Ngicel phawule ngobukhosi bakwaDlamini Nyanya. Eyathi uma ikhothama ingenayo ingane yomfana, iNkosi eyayiphethe kwaZulu yabeka iziNduna zayo eziw4 ukuthi zibe *amaBamba-bukhosi bakwaDlamini*. Kwakuvunyelwene ngokuthi bobuyela kwaDlamini.

  • @RichardZungu-i2e
    @RichardZungu-i2e 6 місяців тому

    NIFUNA I English NINGAMAZULU

  • @vusimthalane9299
    @vusimthalane9299 2 роки тому

    Siyabonga

  • @philanizulu4461
    @philanizulu4461 Рік тому

    UMntwana uSojiyisa kaJama was actually the result Of an incest, his mother was the daughter of Mntwana uFakazi kaMageba from eSihlungu one of Inkosi UMageba house, which made her and inkosi uJama kaNdaba the grandchildren of iNkosi uMageba kaZulu.

  • @emilynorris7625
    @emilynorris7625 2 роки тому

    ☝️ pքɾօʍօʂʍ

  • @HenryDlamini-pt2yt
    @HenryDlamini-pt2yt 6 місяців тому

    Ngomane 🙏🙏🙏🙏

  • @mshushisingubane3099
    @mshushisingubane3099 2 роки тому +3

    ♥️♥️♥️♥️♥️