Yini Eyenza Isidalwa Esikumbathile Singaveli

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 16 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 232

  • @SiphiweMashiane-k6z
    @SiphiweMashiane-k6z 7 днів тому +1

    Akwande Mkhulu Khehla Lomlungu 💞💕🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼💕💞

  • @mbalingcobo8504
    @mbalingcobo8504 2 місяці тому +1

    Ngivele ngigule kakhulu mengingasebenzisa umuthi. Ngiyabonga mkhulu sengikhanyiselekile ngokuzalwa wembethe👏

  • @cynthiakgomotso-ev3xl
    @cynthiakgomotso-ev3xl Рік тому +4

    Thozoka mkhulu, ngi ya Bonga , be ngi landela imithetho ye sonto ngi nga lenzi usiko( ngi nga phahli, ngi ngayi emathunein )Today ngi futha umlilo umzimbha wonke (10 months) (ku qale NGO ku phuka u nyawo) Kanti by a Vala Ne Mali, ngi Hlupheka! Thanks 4 izifundo zakho. 2months ngi phahla a ba veli Kimi kodwa ba khulumile e ntwaneni( indodakazi).Thokoza...

  • @lindiwenorah7946
    @lindiwenorah7946 Рік тому +4

    Amen mkhulu syabonga sengichazelekile ngokuba nabantabadala

  • @florahnkosi6587
    @florahnkosi6587 Рік тому +1

    Amen baba ngaze ngyezwa okuningi ebengingakwazi iNkosi ikwandisele mkhulu mmm Jehova kunini sidonsa silokhu sithi sizama impilo knt kudlalwangathi mayeee abantu bathwele basiqola izimali weee

  • @TebohoMashinini
    @TebohoMashinini 6 місяців тому +3

    Ubona kanjani mkhulu ukuthi uzalwe wembhethe

  • @masesimamosese494
    @masesimamosese494 Рік тому

    Amen mkhulu, bengicela ukubuza ukuthi yebo nginaso isithunywa ngikhula naso namanzi ngiyawabona kakhulu inkinga ukuthi mangiyozwa nje ngempilo kubalwa nobunyanga ngabe kuyahambisana na ngisho ngoba angikaze ngikuboniswe okobungoma futhi abazivezi kim abantu abadala mabavela baziveza ngomunye umuntu hayi bona

  • @phindilengcobo2551
    @phindilengcobo2551 Рік тому +1

    Syabonga mkhulu.ngyakuzwa mina konke okugcazile kungicacelile

  • @MikeShabangu-f6d
    @MikeShabangu-f6d Рік тому

    Ngiyabonga kehla Lomlungu , inkulumo yakho icacile Mkhulu, iyezwakala impela, mine nje impendulo seyingiphethe ngeZandla, okwami nje ukuthi nglandele okushiwo ithongo emaphusheni, Thokoza Mkhulu omhlophe.🙏🏿

  • @sphindiledlomo4048
    @sphindiledlomo4048 Рік тому

    Amen Mkhulu. Yaphilisa nkhulumo yakho yangikhanyisela kakhulu . Ngiyabonga kwandze

  • @lindiwenorah7946
    @lindiwenorah7946 Рік тому +1

    Amen mkhulu ngiphendulekile ngokungasbenzi komuthi nakimi kunjalo noma ngakatholi usizo ngendaba yezinkinga ezisekhaya syabonga

  • @zeefortunasimelane3223
    @zeefortunasimelane3223 2 місяці тому +2

    Sawubona Mkhulu ,ngenzelwe umsebenzi wekwembula ingubo yami last year November.
    Into engayiphupha izintuntwane zodwa ezibovu, kwathathwa of kwebiwa nezibane zami esimhlophe nesiYellow.
    Bethi Masebahambile abangenzela Umsebenzi ngakhonjiswa amasimba envakwendlu yomsebenzi.
    Udadewethu owasondela duzen na lamasimba wagena endlini asangasakhoni ukuphefumula efa
    Sagula Mkhulu sonke endlini sebahambile abenzi Msebenzi sonke endlini sigambha sisheka inyongo yonkhe endlini
    Since then Mkhulu emaphupho Ami awakhanyi ngendlela yakhona.
    Ngicela ukubuza Mkhulu lengubo ngiyenze njani ?sengiyayesaba ngisho ukuyisebenzisa.
    Bathi bona ngiyigubhele lengubo ngiyigcibe😮 .Ithonga lami lathi ngingakwenzi .
    Confused and Frustrated if for not Unkulunkulu Nomkhuleko ngabe asisekho yiwona owaphephisa imimphefulo yethu.
    Need your advise Mkhulu sengiyasaba
    Ngiyabonga your advise is highly appreciated.

  • @nokwandanoxie2457
    @nokwandanoxie2457 Рік тому +1

    Mkhulu God bless u 🙏 syabonga ukusibonisa ngokweqiniso

  • @portiamvelase1644
    @portiamvelase1644 Рік тому +1

    Sawubona,mkhulu syabonga kakhulu babah,ngolwazi ngicela buza Mina kuningi engikuphuphayoh,amabhayi ngawaphupha,Kanye nomnazaretha,manje ke phupha mawami ongasekho ekhala ethi wahluleka ukudla amagobongo,umdiki nomndawe omhlophe n m confused where to start n do n two days ago ngiphuphe umyeko omnyama awuthengela ngobulongwe plz help mi out

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 Рік тому +1

    Iheeeeee Mkhulu..Ikhuluma nami NGQO ke le video. This is exactly into eyenzeka kumi.

  • @JoanankosinhakaNhaka
    @JoanankosinhakaNhaka Рік тому +1

    Siyabonga mkhulu uchaza kahle thixo abanawr

  • @NomusaGoodness-le6ue
    @NomusaGoodness-le6ue Рік тому

    Thokoza Mkhulu syabonga mina bengicela inumber lapho utholakala khona noma indawo location enkosi

  • @sinikiwebiyela788
    @sinikiwebiyela788 Рік тому +2

    Siyabonga mkhulu kusho ukuthini ukubona isthwala mbiza ESI brown esincane esikha Nyayo nesigreen

  • @ZaneleAgnesZwane
    @ZaneleAgnesZwane 3 дні тому

    Mkhulu ngashonelwa ubaba wabantwana bangangigeza kubo manj ayikho into elungayo sesiside iskhathi aklungu lutho😊

  • @mckays5248
    @mckays5248 Рік тому +1

    Bayethe! Wayisho indabenkulu mkhulu, ukhuluma iqiniso elimsulwa. UNkulunkulu akwandisele Mkhulu! Usicathilise ungadinwa ukusifundisa. Inzima lendlela yethonga.

  • @PaulinaBabedi
    @PaulinaBabedi 3 місяці тому +1

    Kwasa kimi ngihlala e pitoli ngingasizeka kanjani mkhulu ukufika kuwe🙏🙏🙏🙏

  • @thukumthakathimanzini4371
    @thukumthakathimanzini4371 Рік тому +2

    Dr uyibekile nje ingcaca kwezwakala.👍

  • @SithembileZulu-t3n
    @SithembileZulu-t3n 3 місяці тому +1

    Thokoza mtanethonga, mkhulu ngazalwa ngembethe ngayembula ingubo zenzeka futy izinto kim emva kwalokho usisi wam waythatha waganga ngayo engivala sengihambe ngadela akwenzeki lutho akekho Okwaz ukungsiza 😭mkhulu ngyahlupheka ngihlala ezintaben bangephuca ikhaya angaz kuningi sengihambe ngadela💔💔💔

  • @marajoehandiba6508
    @marajoehandiba6508 Рік тому

    Uyi bozza Mkhulu, siyabonga

  • @Mercy_ndlovu
    @Mercy_ndlovu 7 місяців тому +3

    Siyabonga mkhulu imfundiso

  • @ThenjiweKhumalo-m8d
    @ThenjiweKhumalo-m8d 7 місяців тому

    Ngiyabingelela Mkhulu ngiyabonga mina sengizwile. Mina ngiphuphe ugogo esesizibeni eceleni kwakhe kukhona iMpophoma egqoke ijazi eliyingwe ebrown nensephe emhlophe esiphikweni. Ngenzenjani?

  • @mbngcobo6526
    @mbngcobo6526 Рік тому

    Mkhulu uyakwaz ukuya emanzini indika ungakayilungisi? Okwesbil mabethi Iya manzi ahlukene kaw4 mangicabang. Mpophoma, river etc

  • @thandilegoxoza4307
    @thandilegoxoza4307 11 місяців тому

    Thokoza Mkhulu,apha uthetha ngekhaya elihlanzekile wenza njani xalingahlanzekanga njengelam kugcwele izilwane ngokwentlolo zangaphambile nendlela ekubonakala ngayo akhonto nje iphumelelayo kophuka kwanto ethenguweyo.So ndiyafuna uphahla or ndiyazama sometimes but nothing happens ndiyasila utywala ndicele or ndishweleze but nothing.Akhomali ba nayo ayibonakali so how is it possible to get to cleanse ikhaya elingahlanzekanga.

  • @ZandileShabangu-z1o
    @ZandileShabangu-z1o Рік тому

    Mkhulu ngicela kubuza uma ngikude ngenzenjani uyaba khonani eJo,burg or e Pitoli?

  • @PaulinaBabedi
    @PaulinaBabedi 3 місяці тому

    Amen makhulu ngicela I adresi noma I watsuup kuningi engicela ukukubuza

  • @GabiMfusi
    @GabiMfusi 2 місяці тому

    Izincazelo zakho mkhulu ziyezwakala futhi ziyasiza. Amen

  • @nomthandazomakhubo7796
    @nomthandazomakhubo7796 Рік тому +1

    Mkhulu mina bayavela futhi bakhombe ukuthi lobuhlalu bufanele bungene ezandleni kodwa akaveli onginikayo ngasosonke isikhathi kuza njenge filimu ngingakalali nobuthongo

  • @siyamvuyelamvemve6974
    @siyamvuyelamvemve6974 Рік тому +1

    Mkhulu kade khumbuleka thanks ngexwayiso✌💪

  • @GabiMfusi
    @GabiMfusi 2 місяці тому

    Mkhulu uyatholakala ku WhatsApp?Ngiyafisa ukuthi ngisizakale ngazo lezinkinga zedlozi nokubangwa izidalwa 🙏

  • @nomusagwala1507
    @nomusagwala1507 Рік тому +1

    Amen mkhulu ngicela inumbe yakho ngicela ukuxhuman nawe mkhulu

  • @busisiwemsibi1588
    @busisiwemsibi1588 Рік тому +1

    Sawubona Mkhulu ngayohlola kumuntu kodwa ngazi ukuthi nginabantu abadala Wathi ngimiselwe amagobongo.Ngaphahla Ngibuza Bangibonisa inkamba eaibonakalisweni Angazi noma I confirmation Mkhulu

  • @sphiwengubane8002
    @sphiwengubane8002 Рік тому +4

    Ngempela mkhulu asisakwazi ngithi sebekushaye ngoduka nezwe🙈siyabonga kuthi phinde uskhumbule🙏🙌🙌🙌

  • @welilemweli4422
    @welilemweli4422 Рік тому

    Thokoza mkhuluu siyabonga ngokusicushisa sifumdile 🙏🙏

  • @tshotanceba8901
    @tshotanceba8901 Рік тому

    Siyabonga Mkhulu bengicela amafouni number wakho mkhulu

  • @ThobileDlamini-ce4tn
    @ThobileDlamini-ce4tn 20 днів тому

    Ngiyabonga ukucaciselekanjengoba kade uchaza yebo mina ngazalwa ngembethe manjeinkinga angihlali nomndeni wami ngenxa yesimo sasekhaya ngihlala emzini yabantu

  • @jabulilefakude3822
    @jabulilefakude3822 Рік тому +1

    Sawubona Mkhulu bengicela ukukubona izinto ziyabheda ezinganeni zami nakimi enye into angazi lutho kodwa ubaba wami wayewazi kakhulu umuthi kepha engathandi siwusebenzise nje nokuthi siye ezinyangeni manje kumnyama ngiyethemba ungangisiza...Wayebalapha abantu kodwa elwa ethi abahambe bayokuzwa kuqala ushone angasibonìsanga lutho ngafundisa izingane zami kodwa akukhanyi nami ngiyagula izinyawo kanti futhi kaningi ngithola izingozi ngenze njanì? Nģiyabonga ngiyaqala ukungena lapha .

  • @PhilisiweXaba-y9k
    @PhilisiweXaba-y9k Рік тому +1

    Dokotela ngisize yini eyenza ngiphuceke imali

  • @MotilineMoyo
    @MotilineMoyo 3 місяці тому

    Ngixolise ukubamude nomuthi asihambelani unginukela kakubi ,okunye srngina 7 yrs ngisezikweledeni ngingumuntu onenhliziyo encane ngibanozwelo nengane zabelubgu mazikhuluma nami ngiyadineka kakhulu nemali angiyiboni

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Рік тому

    MKHULU NGIYABINGELELA WAYITHINTA INDABA YOKUNGAZI ISIDALWA ESIKUPHETHE KONKE OKUSHOYO KUJULILE MKHULU NGIKUZWILE MINA KHEHLA KWANDE MUNTU OMDALA

  • @patiencendzamela6557
    @patiencendzamela6557 Рік тому +1

    Eyi nkosiyami ngaze ngaphenduleka emva kweninyaka ngidliwa ngiyabonga mkhulu.

  • @lindiwemafuleka2241
    @lindiwemafuleka2241 Рік тому +1

    Thokoza mkhulu siyabonga ukucaciselwa ngemfihlo yethonga .Ivideo mkhulu iqonde kimi.Usizo luyatholakala kumkhulu
    Simthola kanjani

  • @nobesutuntantiso-zh3lj
    @nobesutuntantiso-zh3lj 5 місяців тому

    Mkhulu ndicela buza la ekhaya uMama washona ngengozi .nobhuti wam omdala ..ngenza njani ukuze ngihlambulule ikhaya ..

  • @zodwasibisi2761
    @zodwasibisi2761 3 місяці тому +2

    Mkhulu lihlanjululwa kanjani ikhaya ngoba kithi kubukeka kuncolile

  • @ntandongwenya3987
    @ntandongwenya3987 Рік тому +1

    Mina ekhaya kunemimoyo khehla thus nothing is moving , I'm so stressed khehla ....angmali
    I'm suffering 😭😭 it's been 7yrs

  • @FikileNtuli-tl4xy
    @FikileNtuli-tl4xy 9 місяців тому

    Thokoza khehla ..ngizibona ngani ukuthi ngizelwe ngembethe ngoba mangihamba kuthiwa ngizalwe ngembethe

  • @noncebaluke9761
    @noncebaluke9761 Рік тому +1

    Very much clear mkhulu!👋

  • @gloriambesi8877
    @gloriambesi8877 Рік тому +1

    Thokoza mkhulu uyibeke yacaca 👏👏👏❤

  • @sibongilehazel9319
    @sibongilehazel9319 Рік тому

    Thokozani mkhulu impela Kona kunjalo khehla👏👏

  • @mlungiselelidyantyi5896
    @mlungiselelidyantyi5896 Рік тому

    Sawubona mkhulu, sibonge nge video. Ndicelubuza la ukhulume ngabantu abembethe nokusebenzisa imithi awuzange uyiqede le nkulumo. Kumele benziwe njani abambethe before banikwe imithi?

  • @MotilineMoyo
    @MotilineMoyo 3 місяці тому

    Ngibingelele mkhulu ngicela usizo mkhulu mina nginenkinga enkulu angazi nima ngazalwa ngembethe into engiyaziyo ngezwa umama ethi ngazalwa ngimncane ngilingana negundwane ngazalwa nginenwele ezinkulu babethi ngishonile ngokungaphefumuli

    • @drkhehlalomlungutheavatar9799
      @drkhehlalomlungutheavatar9799  2 місяці тому

      @@MotilineMoyo mele uyibheke leyo to Khehla ukuthi yenzeka kanjani

    • @MotilineMoyo
      @MotilineMoyo 2 місяці тому

      @@drkhehlalomlungutheavatar9799 ngibingelele njalo khehla ngibonge impendulo okuthi kwenzakalani mangiya emathongweni ngingumuntu othonga inkosazana yamanzi,neyiziba zamanzi, nentaba inempophoma yamanzi nginokuthonga nembatho enombala othile Zonke mangizithonga kuthiwa ngizimbathe zimanzi, into engimangazayo mangithonginto iyenzeka njengobinjalo okunye sengize ngesabe nokukhuluma emdenini so since ngathula ukubatshela emdenini kwaqala kuvaleka yonkinto

  • @masesimamosese494
    @masesimamosese494 Рік тому

    Awu mkhulu ngayithanda le yokuthi ingabe umbethwe abantu abangazange baphothule yingakho bengaveli yebo ugogo wami akazange aphethise waze washona mangimbuza ukuthi yini ungaphothuli ayethi kimi abamshiyanga nezinkomo nezimbuzi yena ngiyabonga

  • @pulengmokhele4933
    @pulengmokhele4933 Рік тому +1

    Mkholo ngina ukubona obohlale .Noma ngihlele buphantsi Bo red and white.This happened ngise msebenzini.I was alone.Sorry myzulu is not good.

  • @zoladaniso78
    @zoladaniso78 Рік тому +1

    Uuuu nam tata ndazalwa ndombhethe akulungi lutho

  • @victordaki7569
    @victordaki7569 11 місяців тому

    Mins mkhulu cela kubuza if awude uboniswe gobela wenza njani

  • @NompumeleloKhoza-g1f
    @NompumeleloKhoza-g1f 11 місяців тому

    Baba mina nginenkinga yokuvuka ebsuku nginesilokozane esinganqandeki ngikhale kuze kuzehlele khona kokunye ngingedwa endlini kodwa ngizwe ngathi ngikhuluma nomuntu ngize ngizithole sengihleka ngedwa angazi kwenzekani

  • @powerbase9552
    @powerbase9552 Рік тому

    Siyabonga Khehla ngolwazi

  • @EricNtanzi
    @EricNtanzi 3 місяці тому

    Uma namatwini weza njn kuze kulnge

  • @mpumekunene6705
    @mpumekunene6705 Рік тому +2

    Mkhulu wenza njani uma amaphupho wakho engakhanyi aphelela endleleni

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 Рік тому +1

    Ngizoyi share-a nomlimgani wami nakanjani le video Mkhulu. Ithunyelwe kimi le video. Kumele ayibone le.

  • @nyokanasamukelisiwe6180
    @nyokanasamukelisiwe6180 Рік тому

    Ngyabonga mkhulu, ngsacela inumber mkhulu🙏🙏

  • @lindiwebuthelezi
    @lindiwebuthelezi Рік тому +1

    Amen mkhulu siyabonga kakhulu uphile.

  • @zodwasibisi2761
    @zodwasibisi2761 3 місяці тому

    Ngyabonga Mkhulu ngizoke ngizame kubi akulungi lutho Kimi ngisho ngithole itoho ngivele ngixoshwe ngingonanga basale bonke nabalovayo ngikhishwe mina angisazike manje

  • @wenziwemashonagumede3535
    @wenziwemashonagumede3535 Рік тому +1

    Ngyabingelela Mkhulu (Wenziwe Gumede)bengicela uk'buza ukuthi ngingasilungisa kanjani isima sami sakwaMalume lapho ngikhule ubaba engafuni ngiye khona ngenxa yesim senxabano yabo kuze kube imanje akathandi ngiye khona manje ngina 34 angazi ingalungiswa kanjani le mkhulu

  • @thembisilealkine1538
    @thembisilealkine1538 Рік тому +1

    Thokoza mkhulu ngaze mgayithanda incazelo yakho ngiyabonga mkhulu ngane umkhulu umangidinga ukufika kuwe kumele ngenze njani ngise goli ngokokuhlala ngibonge ngisazo phenduleka

  • @SANDILESHINGA
    @SANDILESHINGA 4 місяці тому

    Mkhulu ngcela ukubuza ukuthi ngabe umsindo we radio mhlampe usemqashweni unekhona lakho lapho uphahla khona ukuthi ngabe uyinkinga yin thokoza

  • @kefilwenkuna6494
    @kefilwenkuna6494 Рік тому

    Mkhulu umontu ozalwa embhe kusho ukuthini?

  • @ntombifuthipgumbi9456
    @ntombifuthipgumbi9456 Рік тому

    Thokoza mkhulu ngicela ukubuza ukuzalwa umbethwe?

  • @LettyManchidi
    @LettyManchidi 7 місяців тому +1

    Thokoza mkulu mina engine nkinga yokubangwa izidalwa zokhabo mama nakhabo baba and mina owami ubaba akangikhulisanga an izinto eziningi ngizibona ngizibona mangingekho ekhaya makunjengisizakala kanjani

  • @thembikanqu4230
    @thembikanqu4230 Рік тому +1

    Siyabonga Mkhulu

  • @sinikiwebiyela788
    @sinikiwebiyela788 Рік тому

    Nomfama Wani une kinga akaphasi eskoleni Nate wazalwa embethe kodwa angibonanga ngezwa umuntu ngeskhathi egula Kanti Futhi wayengabonakali enganyakazi ngeskhathi ngi mkhulelwe ngitabonga ngisalinde impendulo

  • @nonkqubeladyantyi2947
    @nonkqubeladyantyi2947 8 місяців тому

    Mkhulu ndisacela ukubuza uba uma kuthwa unabantu abadala ube nawe uhlezi uboniswa xa kukho into eyenzekayo but awuzange uboniswa uba kumele wenze njani ngoba ngoku naku sewunabantu abadala

  • @gloriamasina8423
    @gloriamasina8423 Рік тому +1

    Mkhulu ngane yethonga wena owakhethwa wathandwa wagcotshwa ngikuzwe kahle futhi ukubeke konke Kwa caca BHA ngicela uJehova akubusise

  • @preciouskhumalo2445
    @preciouskhumalo2445 11 місяців тому

    Ngibhekane nayo lenkinga sengize ngingasakholwa ukuthi nginabo ngempela 😢

  • @IdaSiphimo-rt5cv
    @IdaSiphimo-rt5cv Місяць тому

    Eish baba haba veli nakimi

  • @ZodwaTsotetsi-uf6xr
    @ZodwaTsotetsi-uf6xr 2 місяці тому

    Mkhulu ngicela ukubuza umuntu wangaphandle yyakhona ukukuvala ngokwe dlozi

  • @RuthMkhabela
    @RuthMkhabela 8 місяців тому

    Khehla ngatincolisa kakhulu ngingakutholaphi kubi

  • @christinamakhaya6292
    @christinamakhaya6292 Рік тому

    Ngibingelele mkhulu bendicela umchazele kusube kwenzenjani uyazamula ukhale izinyembezi kuhlasimule nomzimba iyangihlupha kakhulu leyonto

  • @sibongiseniskhakhane1480
    @sibongiseniskhakhane1480 Рік тому +1

    Wangichazela kahle mkhulu sengifisa ukwazi ukuthi utholakalaphi

  • @sbongathobile1673
    @sbongathobile1673 Рік тому

    Eiiiiii Inkinga kuyabiza nokuhlola manje abantu abaningi kangaka ngihamba ngihlola

  • @nomsazikhali4882
    @nomsazikhali4882 Рік тому +1

    Syabonga mkhulu inkosi ikubusise

  • @hlumisabadela9373
    @hlumisabadela9373 Рік тому

    Thokoza mkhulu ma uphuphe uzbona nomyeni nabantwana ningase mlanjeni nibona ingwenya ezinkulu namahashe aphuma la emanzini ingathi enye yengani ikhwela phezu kwenge ingamenzilutho ingathi siyesaba

  • @sbonisongcobo8809
    @sbonisongcobo8809 Рік тому

    Thokoza Mkhulu mina ngicela ukubuza ukuthi...utholakala kanjani mkhulu...contact number or uzinze kuphi mkhulu...?

  • @danvilakazi7112
    @danvilakazi7112 Рік тому

    Mkhulu uyazi nginalenkinga or lokhu okhulumangakho...idlozilami alikhulumi Kimi ugogo Ngiyambona mara akakhulumi,uma ngiyohlola bafike bangitshele izinto ugogo afuna ngizenze,kodwa akakhulumi kimi

  • @yvonnemlungwane3425
    @yvonnemlungwane3425 Рік тому +1

    Ngiyabingelela mkhulu ngaya empophomeni ngidle choice assorted amabili ngangasho kowayengiyisile awacaci amaphupho ngiyawakhohlwa ngikhumbula okukodwa ngingakayi abecaca

  • @zoladaniso78
    @zoladaniso78 Рік тому +1

    Ndiyakuzwa kakuhle mandibonge

  • @ManziMncina
    @ManziMncina 7 місяців тому

    Ngicela ukubuza Kona uligeza ngani lelo khaya.. nelami linjalo ngiye ngiphuphe lisekungcoleni nje ngats kucitfwe u dust bin

  • @NjabuloLuthuli-np8vz
    @NjabuloLuthuli-np8vz 6 місяців тому

    Mina ngiphupha inyoka emnyama ingigaxa emahlombe ingifaka esizibeni kuchazani

  • @bangizwane8689
    @bangizwane8689 Рік тому

    Khokoza mkhulu ngiyabonga kakhulu ngezaluleko thokoza

  • @sithembilembongwe6175
    @sithembilembongwe6175 Рік тому

    Siyabonga kakhulu Mkhulu 🕯️🕯️ amen 🙏

    • @busimngomezulu9175
      @busimngomezulu9175 Рік тому

      Thokoza mkhulu wayibeka indaba..akwande kukhanye kuvuleke kubemhlophe 👏

  • @puritytabete2149
    @puritytabete2149 Рік тому

    Mkhulu uyafika egoli...ngixakekile

  • @thuliradebe8228
    @thuliradebe8228 Рік тому

    Thokoza Mkhulu👏👏

  • @zamathongamzoneli531
    @zamathongamzoneli531 Рік тому

    Thokoza mkhulu ukhuluma no Makhosi la ngatwasa kwaba kabili okokuqala ngaphothula ngaqeda 6 months down the line ngyaphuma futhi ngaphothula nakhona nanamhlanje angikaze ngyambona umuntu engi hamba naye or ngithi bayafika ngohlukana abazichazi ngabe kuyenzeka na or ngyabalinda baze bafike baxoxe bazichaze

  • @precioustshuma2586
    @precioustshuma2586 Рік тому

    Syabonga mkhulu inkosi ibenawe ngokusichazela sizwisise ..manje litholakala kuphi mkhulu mina ngise goli ? Inumber yenu ithini mkhulu

  • @gladyspotsanyane3519
    @gladyspotsanyane3519 Рік тому +1

    Thokoza mkhulu siyabonga

  • @NeoXits
    @NeoXits 5 місяців тому

    Thokoza mkhulu amen inkomayithelumsa