Ukuhlaziya Amaphupho | Indaba Yesintu

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 16 жов 2024
  • What if impumelelo yakho ilele kulamaphupho akuhluphayo and you keep ignoring them?
    Share iphupho lakho and get incazelo on the spot!
    Uhlushwa iphupho elithini?

КОМЕНТАРІ • 37

  • @sphumzethedj3820
    @sphumzethedj3820 Рік тому +12

    Mnyadi is a Goat🐏🔥🔥🔥🔥

  • @BuhleNodange-pp9iu
    @BuhleNodange-pp9iu Рік тому +5

    Ngiyabingelela Alex noBaba uMyadi,umbuzo Mr Mthiyane akusona sonke esinemisamu akusona sonke esinamakhaya noma amakhaya avuma isintu senzenjani thina esinganawo umsamu namakhaya avuma isintu siphahla khona emqashweni noma siyehlathini until sibakhele abantu abadala

  • @BusisiweNkosi-u7e
    @BusisiweNkosi-u7e 19 днів тому +1

    Mina baba ngiphupha ngihambano babu mseleku ngamoto izululina bese ngimbona aphethe ingane encane mangibuza kuthi eyakhe lengane kuphendule ingane ithi ngingane yakho

  • @blessingmokoena7191
    @blessingmokoena7191 Рік тому +3

    Amaphupho they take a part on our growth

  • @sunshine.T6158
    @sunshine.T6158 5 місяців тому +1

    Molweni mina ngihlezi ngiphupha ngiwasha(doing laundry) or buying new clothes& ts been 3years nw plz ndicela incazelo❤

  • @AnnahTau
    @AnnahTau Рік тому

    God is faithful to everyone, even though we are far from Him bu He never fail us,He is always protecting always behind us ❤

  • @SbongileXulu-pv1rg
    @SbongileXulu-pv1rg Місяць тому

    Ngyanibingelela kubaba uMyadi nobaba Mthiyane,,
    Esbonakalisweni sami bengisemanzini enginga wazi ukuty aqalaphi and agcinaphi..bokungaty kusentathakusa ngangena emanzini nam,,
    Phakty kulawo manzi bekunabantu abaningi bekhuluma kodwa nginga bezwa ukuty bathini..
    Ngithe ngisemanzini ngabona ingwenya enkulu engingakaze ngaybona empilweni yam and inomlomo omude,, idlala nami ingilandela mangiyi balekela ingilandela..
    Ngagcina ngiphumele ngaphandle otshanini,,azange ngisayibona ukuty ishonephi..
    Ngicela ukubuza ukuty lichaza ukuthini.

  • @Zarraz_World
    @Zarraz_World Рік тому

    Siyabonga Baba Mnyadi

  • @sandilemazibuko9620
    @sandilemazibuko9620 11 місяців тому

    Great show

  • @BusisiweNkosi-u7e
    @BusisiweNkosi-u7e 2 місяці тому

    Ukuphupha wosa inyama

  • @SiphamandlaNxumalo-vb6zq
    @SiphamandlaNxumalo-vb6zq Рік тому

    Siyabonga kwigagasi amaphupho

  • @zamokuhlemtshali6310
    @zamokuhlemtshali6310 Рік тому

    Siyabonga ubuchule obungaka

  • @Mluskoon
    @Mluskoon 11 місяців тому +1

    Kushoni if awuphuphi or don’t remember any been 10 years now

  • @MbangiswaKambule
    @MbangiswaKambule 28 днів тому

    Ngiyabingelela Alex noh baba cela ukubuza uphuphe kodwa uwakhohlwe if usuvukile kudalwa yini loko

  • @NtombiyenkosiFakude-p3c
    @NtombiyenkosiFakude-p3c 7 місяців тому

    Namhlanje ngiphuphe ngibona kuvulwe amathuna amsbili Uma ngilumguza.ngibona kuwumama kodwa waphenduka kwasekuba ugogwana wskhe ophilayo unengane yamkhalela yawela phakathi

  • @tshokisihele6565
    @tshokisihele6565 2 місяці тому

    Kutsho ukuthini ukuphupha utatakamama egula xa besiya esibhedlele kuthiwa uswelekile xa befuna ukumbona akafumaneki ulahlekile bokeababantu bayokumbona basweleka. Nalugulayo

  • @nokuphiwa2khanyile797
    @nokuphiwa2khanyile797 5 місяців тому

    Ngiyabingelela egagasini ,ngiphuphu mama efika nabazalwane ayesonta nabo befikanaye ngebhokisi kodwa ephila engaqhokile phakathi ebhokisini kodwa yena usewashona

  • @MzokhonaHlophe-dk9gt
    @MzokhonaHlophe-dk9gt 9 місяців тому

    Iphupho leskole may not necessarily symbolise intwaso kodwa it could any other spiritual journey such as igobongo. Ngoba kukhona indlela ekusamele ufundiswe yona uyihambe yiko kuvela njengeskole. Ngoba awukakapheleli kanti kungahamba kuhambe uzibothole uphupha unqunu.

  • @nomusabuthelezi6281
    @nomusabuthelezi6281 Рік тому

    Sawubona mina ngiphuphe kusha izikhwama zesikole zo Mzukulu kodwa ngacisha zangasha zonke.

  • @SolomziSiko-bo4gs
    @SolomziSiko-bo4gs Рік тому

    Enkosi bawo

  • @SANDILESHINGA
    @SANDILESHINGA 5 місяців тому

    Leyokuthi iskole ukuthwasa isiyadida

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Рік тому

    Isintu sibasingana abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?

  • @babalwamjali
    @babalwamjali Місяць тому

    Kutsho ukuthini uma uphupha unikwa amazambane agcwele isitya

  • @NomathembaDubazana-xg1cg
    @NomathembaDubazana-xg1cg 5 місяців тому

    Ngicela ukubuza ukuphupha ilanga seliyoshona

  • @vincentgumede1833
    @vincentgumede1833 Рік тому

    Muhle umsebenzi up

  • @SarahSarah-m6w
    @SarahSarah-m6w Рік тому

    Thokoza mkhulu iyooo Mina ngithwase ngama phupho,bebekhuluma NAMI ngamaphupho, Basho ukuthi do this and that ,u ma ngithi ngiyala bengigula strong, until ngenza yonke into e bayishoyo, even emanzini babuya bathi hamba e manzini ngathi ngiyajikajika bathi bazothatha I last born Yami,ngaya emanzini, babuya bathi bayela ngabuyela,, namanje bayakhuluma NAMI ngamaphupho u ma kunento e zokwenzeka uyibona before yenzeka, like Mina Basho ukuthi uzophatha izinyawo kumele wenze this that, mkhulu amaphupho ayasebenza kakhulu and if umuntu or isangoma sithi kuwe you must do this and that,same night bayabuya ngamaphupho bathi ungamlaleli loyo u right ngaleyo ndlela,so mkhulu amaphupho ayasebenza kakhulu and ayakuthwasisa, ngikhuluma ngento engindlule kuyo but it was not easy journey because bekuthi mangithi ngiyala ngigula kakhulu, mkhulu ngiyizwile I pain ngithi ngiyenza inkani, but manje ngi right mabathi do this ngiyenza, because yonke into yabo bazenzela abafuni usizo labanye abantu, yonke into bazenzela nomaengabe ku ne ngozi ezayo or sifo ozokwazi , baveza yonke into ngamaphupho Basho ukuthi vimba ngapha, mina inzuza enginayo iyakwazi ukuthi kuzokwenzeka this ku muntu o sona even ikhona ukusho yonke into nangomndeni ukuthi qaphela lana nalana, iyooo mkhulu Mina ngacishe ngafa ngenxa yenkani nokungabi nolwazi,wors part ayihloleki,iyazilawulawula, ngikhuluma ngento enginayo ephila Kimi, but manje kuncono angihluphi muntu,malifika iphupho lithi yenza nje,ngiyenza even mabafuna uye emanzini banokuthi ungene wedwa bonke labantu o hamba nabo bangangeni emanzini, and uzokwenza lokho, yonke into bazenzela kakhulu, inkinga bayagulisana u ma u nenkani iyooo

  • @KhululiweHadebe-y3h
    @KhululiweHadebe-y3h 11 місяців тому

    Nhiyanibingelela mina ngiphuphe sengathi ngibona imali njengo r50 emva kwalokho ngaphaphama sengigxuma umzimba wam wangaba owam nje ngaze ngathelwa ngamanzi kumanje anglele

  • @ingridmbele2978
    @ingridmbele2978 Рік тому

    Ngiphuphe nginensila emahlombe nezingalo kuchazani

  • @PhamelaPerm
    @PhamelaPerm 11 місяців тому

    Sanibonani mina ngiphupha ndikwinyanga ndicela umuthi we besene uma ethi uyandinika kwa vela kwaqhambu omunye umama athi ke ndizokunikeza kodwa wena uzohlala lemithi umandikunikeza

  • @khosimsibi-d6g
    @khosimsibi-d6g 7 місяців тому

    Uclean kanjani umsamo futhi ubona kanjani bawuculile umsamo

  • @mildredncube6578
    @mildredncube6578 Рік тому

    Ngibingelèle egagasini sbonge uhlelo ngilengani ena23 uthi uphupha inkomo ezimbili ezimnyama zingena esbayeni ngiyabonga

  • @nikiwemahashe5033
    @nikiwemahashe5033 Рік тому

    ❤️♥️♥️♥️

  • @mildredncube6578
    @mildredncube6578 Рік тому

    Elesibili aphuphe ebona umuntu ongumama engena edlini akuyo kodwa ebona isthunzi sakhe lomama ekhuluma ulimi angalwazi njalo kulezinto aziwisela phansi yena azicoshe amnikeze ngiyabonga

  • @noluthandoludidi4819
    @noluthandoludidi4819 Рік тому

    ayashisa manteki

  • @sindziledlamini8892
    @sindziledlamini8892 Рік тому

    Kusho kuthini ukuphupha ibhubesi

  • @SamukeliweMkhwanazi-vo6ho
    @SamukeliweMkhwanazi-vo6ho 11 місяців тому

    Ngyanibingelela estudio ngicela ukubuza ngiphuphe ngivule iambrela ngedwa ngihamba edolobheni ilanga lishisa abanye beshiswa yilanga mina ngakhuphuka izitembisi ngaze ngaphumelela phezulu ngyabonga🙏

  • @vusimngomezulu2500
    @vusimngomezulu2500 Рік тому

    Isintu sibasizangani abantu njengoba sonke sinezinkinga sigcine sesifile nje?