only if our education system taught us such things in the curriculum, i swear we could be better people. Mpunga uyisibusiso ezweni lethu. inkosi ikucine mkhulu so that you can continue teaching the nation. 👏
Thanks for your words of wisdom, they're very encouraging. Keep on doing a great work. May I kindly ask that you talk about inzuza in precise as to get a clear clarity.
Ngididekile ke manje, wena no VVO bengihlez ngini trust now 2 coz nivame ukukhulum into eyodwa, kodwa today nikhuluma izinto ezingafani. VVO uthi longwe lezelwa izinto zala okugane khona nina. Wena uyakuphikisa. I am confused manje coz yin now2 ebengith sintu nisazi 100%. Angaz uban owrong
@@nellylillynened7117 ay nam ngididekile phela labantu bayasazi sintu bow2. Ba best and mase besho izinto ezingafan senze njan. Mpunga indlela akabek ngayo uchaza kuth ilongwe nomlwanjan umuntu oyedwa. Kanjan
Imbudane ke lena, iphindela kanjani ekubeni unina wabulawa kubo mhla eyogcagca and lento uyayiphinda khona enye i video yayikhuluma ngelongwe and sabuza imibuzo and you never answered. Kanti ilongwe elikabani I think manje lento yesintu yinto engekho all what matters ukuthi sivumelwano sini enisezayo nokhokho bakho then ukuze impilo iqhubeke nje. There is a lot of confusion kulezinsuku.

….”system” is the operational code here….education was designed to program that which they couldn’t control…to define us with their terms…👏🏿👏🏿
Wakhuluma kahle uhlakaniphile.
Hayi ukhulumile ndoda,qiniso elimsulwa lelo 👏👏👏👏
Wayishaya es'khonkosini. Ngiyabonga kakhulu Bhuti
Mmm Siyabonga Mzukulu kaMdumo ngokumela iqiniso.
Thanks for your words of wisdom, they're very encouraging. Keep on doing a great work. May I kindly ask that you talk about inzuza in precise as to get a clear clarity.
Aybo Khathini wadukisa abantu manje, ilongwe libiza isibongo sala umama egcagcele khona....angasibiza kanjani isbongo sakoMalume ekubeni kade esakhishiwe khona uMama...ilongwe akuyona ingane etholwe ngokuphinga kepha ileyo etholakele emva kokuthi ubaba ogcagce noMama esedlulile emhlabeni.
Impela Mnewethu nami ngazi kanjalo and mina ngizalwa ubaba oyilongwe
Syabonga mkhulu ulwazi olungaka
UMashiyamahle wavele vele washumayela! 🤣🤣👏🏾👏🏾
Mpunga ! Ziyakhala ngampela manje, Ameen!!! Mkhulu.
Ushayile Mpunga Yesintu mina angisoze ngakungabaza osifundisakhona
🙌🙌🙌🙌🙌Gabel'mabanga
Ushaye khona Mpunga yeSintu
Yho inyani engaka tata, Camagu
mkhulu mangiphesheya kwezilwandle kodwa besengithola ukuthi kukhona okungahambi kahle besengiyohlola besekuthiwa ngyabangwa ngilungisa njani leyonto
Walikhuluma iciniso mine ngina 47 yrs.2008 wagula umfana wami ngahlupheka kakhulu ngahamba ngayobuka wathi ongibukelayo makabuye u Baba wami akhiphe isibongo sakhe uzosinda umfana.balandula bonke ukungisiza na Gogo abesaphila.ngagcina ngayazisa ingane ukuthi yaka Shongwe yasinda.manje kulonyaka iyasebenza u Teacher ina 26yrs.
Ngiyabonga kakhulu ngencazelo ebaluleke kangaka .MPunga yeSintu.
Washaya mpunga maningi lamazwi.
NgesiXhosa kuhlukile umendi akazali abantwana ngathi ngamantshontsho wenja,bonke abantwana bakhe ngabandawonye...Ngokuphandle bonke abantwana bakhe ngabalapho endele khona
Isintu sinye, yona injalo nqo.
NesiZulu sinjalo uyaphambuka lomfowethu. Ilongwe ingane kamyeni womfazi ofebile@@andilegxelesha-maqashu7348
Weee! Thixo saze salitshelwa ke iqiniso singomama, amahloni kimi😭
Mpunga yesintu uma umtwana wentombazane eyilongwe isilotsholwa iyolotsholwa kuphi, mhla iphuma iyogana iyophumela kuphi?
Uma kuyinsizwa, abakhongi bayophumela kuph, alagcagcelwe kuphi?
Ngcela ukbuza ukuthi uma umama elotsholiwe washada bese uyaganga ngaphandle athole umtwana loyomtwana uzosebenzisa siphi isibongo?
Siboshwe yibo abazali bethu nduna kandaba ntombi ziyamncumela
Manje Mkhulu Ngcobo, Ingane Eyilongwe uma iyobhabhadiswa kwa Shembe ingena ngesibongo sako Malume ngoba phela ayikhoni ukubiza isibongo sika yise ngoba phela uyise waganga emzini wendoda?
Kwaze kwanzima
iLongwe lingena njani ko malume
Wayi khuluma into engikuyo mpunga
Kodwa Mpunga yesintu ngake ngezwa kuthiwa intombi mase igcagcile sekungeyalapo iganele khona manje ingane eyilongwe izobuyela kanjani kubo kanina ebe esakhishwa?.. ngojabula mnewethu ngempendulo ngifisa ukuthola ulwazi
Amen 😅
Eish😭😭😭
Kanti Mpunga ilongo ne vezandlebe kushiwo mangabe bezaleke kanjan??! Ushukuth zinkoloze zonke lezo?!🤷🏽♂️
Ngididekile ke manje, wena no VVO bengihlez ngini trust now 2 coz nivame ukukhulum into eyodwa, kodwa today nikhuluma izinto ezingafani. VVO uthi longwe lezelwa izinto zala okugane khona nina. Wena uyakuphikisa. I am confused manje coz yin now2 ebengith sintu nisazi 100%. Angaz uban owrong
Nam sengyadideka keh manj I guess
Ukuze umunt Abe safe ungazali ngaphandle if ushadile
@@nokwandanokwanda1504 yeah uqinisile
Uqinisile impunga, y ingane ingasali komalume vele, Cox izalelwe ekhaya, imvama ingane eyilongwe ivame ukucindezeleka Uma ongena esibongweni engahlobile kuso nge nkaba nange sende. So since e ngashadanga nobaba yawo ingane ayi sale komalume, into eke yenzeke ukuthi uyayibika lapho ushadele khona kodwa izinto zo samu kuze zibe right yenze lwa komalume
😲angisazike mnje ukuthi sikholwe ikuphi u baba Vvo usho okunye nawe usho okunye senzenjanike manje sikholwe ikuphi ay asazike mina
@@nellylillynened7117 ay nam ngididekile phela labantu bayasazi sintu bow2. Ba best and mase besho izinto ezingafan senze njan. Mpunga indlela akabek ngayo uchaza kuth ilongwe nomlwanjan umuntu oyedwa. Kanjan
✨👏👏👏👏👏
Awu mpunga Nduna kandaba 👌🤝🤲
Today's lessons required subtitles - too deep.
Asazi ukuthi kuyiqiniso yini leli olikhulumayo ngoba wena wake wathi ilongwe elalapho umakoti eganele khona ngoba wachelwa ngenyongo wena manje usuyashintsha awusho futhi uma wenza iphutha uphumele obala ngoba bakhona abantu abakulalela benza njengoba washo, wena usuyashintsha bona bazokwenzanjani? Next time buza kubantu abadala ngaphambi kokuthi uzofundisa abantu ngoba ukhuluma ngomsamo into ephethe impilo yomuntu, ukuze ukhule empilweni kumele wamukele ukuthi wenza iphutha ukuze isizwe siye phambili
Nangu umfelokazi uphumele ngaphandle wayombatha nenye indoda bathola ingane.leyongane kufanele ibizwe ngesibongo saleyo ndoda emtholise ingane?
Msun'mude, qalaphansi uyilalele.... Mina sengize ngayilalela kathathu just incase kukhona okungeqile
Ibiza isbongo salowo muzi okuganele yena
I don’t agree nalokho okshoyo, ingane ezalwe emshadweni ingeyalowo baba isesendeni lakhe, inja ibambela umniniyo, bengit uzochaza into ethe ukhluka uphumile eceleni isibongo asidetermine umuntu ngoba sonke siyefana izibongo zafika nabelungu ngoba befun ukuhlukanisa abantu kanye nombumbi khathi ekhanda izizwe. Umuntu othi ubanjwe isibongo unamanga lowomuntu, i think you need to revisit your information
Imbudane ke lena, iphindela kanjani ekubeni unina wabulawa kubo mhla eyogcagca and lento uyayiphinda khona enye i video yayikhuluma ngelongwe and sabuza imibuzo and you never answered. Kanti ilongwe elikabani I think manje lento yesintu yinto engekho all what matters ukuthi sivumelwano sini enisezayo nokhokho bakho then ukuze impilo iqhubeke nje. There is a lot of confusion kulezinsuku.
Ay bayasi confuse bayasqeda manje.
Kodwa nawe Uyabona kuth ayina sense lento oyibuzayo ilongwe elakomalume Lalo ngonina finish ai la ekuganele khona unina ngoba uma esegcagcile unina uyabuyela komalume eyolanda inhlanhla ngembeleko umbuzo ke uthi uzilanda kanjan inhlanhla esbongweni esibulewe njengoba usho🤔
Khanyie khanyie usho kahle kwabulawa unina hayi ingane. Ingane kumele isale komalume isisekelo esibalulekile kumuntu ukuba usekelwe eliphi ithongo.
Impela
Ay uyangididisa lobaba