Sikhuluma ngokujuluka ngokweqile noma ngokwedlulele okwaziwa njenge hyperhidrosis

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 4 жов 2024
  • UZukhanye Ngetu (Senior Producer: Continuity - Ukhozi FM) ongomunye wabaphathi basemsakazweni Ukhozi FM umeme Ukhozi FM TV ukuthi limuphelezele eyekudokotela wesikhumba lapho ebeyoxilongwa khona ngenxa yesikhumba sakhe samakhwapha esijulukayo ngokwedlulele.
    Kulesiqephu usixoxela ngesikhathi la azibona khona ukuthi ujuluka ngokudlulele ukunabanye abantu nokuthi lokho kwaba namthelela muni ekuzethembeni njengomuntu wesifazane.
    Thokozela lesiqephu uzizwele ukuthi udokotela uthini yena ngaloludaba, uphinde ubone nokuthi bazozama ndlelani ukumsiza elapheke kulesigulo sokujulukelwa amakhwapha anaso.
    Thamela lesiqephu ufunde kabanzi nge hyperhidrosis - okusho ukujuluka ngokweqile.
    #UkhoziFMTV #ZukhanyeNgetu #Hyperhidrosis #DrLu

КОМЕНТАРІ • 7

  • @fikile529
    @fikile529 2 місяці тому

    Ngiyabonga kakhulu, ngingumuntu ojuluka ngokweqile izandla, izinyawo, amakhwapha. Kusukeleka ngisemncane. Ngihlekiwe, ngabizwa ngamagama, kubuhlungu impela. Bengingaz kumele ngenzenjani. Lesisiqephu singakhile impela, ngiyabonga kakhulu, manje senginolwazi olubanzi nanesisombululo ❤

  • @siphokazimbiko21
    @siphokazimbiko21 4 місяці тому

    This must have taken a lot of courage for you to share in this platform.However, I believe a lot of us go through this but don’t give it much attention. All the best with your journey.❤

  • @mawandumusambonane920
    @mawandumusambonane920 4 місяці тому

    Hi! Selokhu ngafika England, ngiyajuluka kakhulu mangilele. Ngasizwa iGP. Bekukubi, ngiphaphame ezintatha umbhede umanzi texe. Eyasemini ayiphathwa, bekungathi ngime eShower, umjuluko uzehlela. Bengigxoka Size 48 nezingubo ziguga njalo.

  • @nkuzamagada8035
    @nkuzamagada8035 4 місяці тому

    #KHUZUMUNTUFARMHOUSEUKHOZIFM

  • @dorisganxa8483
    @dorisganxa8483 4 місяці тому

    ngumama wam lowo ebesenziwa uqhaqho

  • @LungeloGumede-id8kv
    @LungeloGumede-id8kv 4 місяці тому

    Mina ngingu mfundi wase dut Ngyajabula ukubon le video ngine nkinga yokujuluka okudlulel sengiyazi khetha kwazimpahla engizi gqokayo... inkinga kungaba ukukhokh ka numa skin.