Ukhozi FM TV: Mnu Fanie Jason

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 20 тра 2024
  • UMnu Fanie Jason ungumthwebuli wezithombe owaziwayo osehambe umhlaba wonke. Wathwebula izindaba nezigameko eziningi komongameli abaningi abavelele emhlabeni wonke, kuhlanganise nezimpi. Nguyena owathwebula isithombe sikaTata uMandela ngesikhathi ekhululwa ejele.
    UMnu. Fanie Jason usathweluba nezithombe zase Ndlunkulu yase Ngilandi, nezithombe lezi ezazitholakala kakhulu phakathi nendawo kuma Magazines ezazithandwa kakhulu.
    Thamela lesiqephu ulalele lengqalabutho isilandisa ngezimo eke yazibona empilweni yakhe esebenza lomsebenzi ngesikhathi sobandlululo.
    #UkhoziFMTV #FanieJason #30YearsOfDemocracy #UkhoziFM #MuziMthabela

КОМЕНТАРІ • 1

  • @nobuhlegamede9818

    Siyabonga UkhoziFM TV Team... excellent and insightful interview, makwande🙏🏽👑🕯️🙌🏽