Ukuphupha inyoka emnyama futhi ingenabungozi, ukuphupha umlungu, uthethiswa umlungu|

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 27 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 41

  • @BusisiweBagodile
    @BusisiweBagodile 4 місяці тому

    Ungiphuphe Mina nengane yami sigoqwe inyoka enkulu emnyama ngyabonga p

  • @SherlyPhetla-in5il
    @SherlyPhetla-in5il 4 місяці тому +2

    Okuphupha inyoka I hi cafulela

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  4 місяці тому

      1. *Uma uphupha inyoka;* wuphawu olubi uma ikukhafulela; lusho ukuthi kunembangi ekucasukele engahle izame ukukugadla.
      AmaHubo 58:3 Ababi bahlubuka kwasesizalweni, abaqamba amanga baduka kwasesiswini. 4 Isihlungu sabo sinjengesihlungu senyoka; banjengebululu eliyisithulu, elivimba indlebe yalo.
      2. *Uma uphupha inyoka;* wuphawu olubi uma ikukhafulela; lungabuye kumele uqaphele ngoba uzovukela obathembile baphenduke izitha ngenxa yeziphambeko zakho.
      UJeremiya 8:17 “Ngokuba ngiyathuma kini izinyoka nawomantshingeyana abangenakulunjwa, bayakuniluma,” usho uJehova.
      3. *Uma uphupha inyoka;* wuphawu olubi uma ikukhafulela; lusho ukuthi kungenzeka Impilo yakho isengcupheni ngenxa yomuntu olukhuni okukhuluma kabi.
      AmaHubo 140:3 Bayalola ulimi lwabo njengenyoka; isihlungu samabululu siphansi kwezindebe zabo.
      4. *Uma uphupha inyoka;* wuphawu olubi uma ikukhafulela; olungabuye lusho ukuthi izidalwa zakho azineme futhi sezikuthukuthelele uma ungumuntu kamoya.
      5. Futhi *Uma uphupha inyoka;* wuphawu olubi uma ikukhafulela; olungabuye lusho ukuthi abathakathi bagange ngezidalwa zakho ukuthi zikujikele futhi zikukhafulele.

  • @BusisiweBagodile
    @BusisiweBagodile 4 місяці тому

    Ungiphuphe Mina nengane yami sigoqwe inyoka enkulu emnyama ngyabonga

  • @SamukelisiweNtuli-q3b
    @SamukelisiweNtuli-q3b 2 місяці тому

    Ukuphupha ubona inyoka emnyama ephilayo bekuphonsela ngayo ukushayel ebusweni ibele ibaleke

  • @PreviousMoyo-u9d
    @PreviousMoyo-u9d 12 днів тому

    Sawubona pastor weningi
    Ngabe kushoni ukuphupha inkomo(cow) ebomvu nemnyama ngihambanazo kodwa le emnyama beyifuna ukungigijimisa.lokhe ngisayishaya ngabona inyoka emnyama,lokh ngisayibhekile yashintsha yaba kakhi isinkulu kakhulu sengiyesaba,kwafika abantu bayibulala bayithela amanzi ashisayo

  • @mduduzierickmasoka8542
    @mduduzierickmasoka8542 Рік тому +3

    Ngibingelele ukubuza mawuphupha umlungu ekuvikela eqimbile ngaphezulu

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Рік тому

      1. *Uma uphupha uvikelwa;* wuphawu oluhle uma lomuntu umazi kusho ukuthi uzimisele ukukumela kubantu abakukhuluma kabi, futhi abamelene nawe nabazozama ukukucekela phansi.
      2. *Uma uphupha uvikelwa;* wuphawu olungasho ukuthi uzothola ukuphepha nokuvikelwa ngenxa kaNkulunkulu.
      Psalms 48:14 For God, our God, is our defender forever! He guides us!
      3. *Uma uphupha uvikelwa;* wuphawu oluhle olungabuye lusho ukuthi uma ubhekene nengozi, izimo ezinzima, nezitha ezikumise kabi ungesabi ngoba uNkulunkulu uzokuvikela.
      Psalms 48:3 God is in its fortresses; he reveals himself as its defender.
      4. *Uma uphupha uvikelwa;* wuphawu uma kade uthandazela ukuvikelwa ezitheni zakho kusho ukuthi khululeka ngoba uNkulunkulu uwuzwile umkhuleko wakho futhi uzongenelela.
      Psalms 72:12 For he will rescue the needy when they cry out for help, and the oppressed who have no defender.
      5. *Uma uphupha uvikelwa;* wuphawu olungasho ukuthi uNkulunkulu ukunikeza isiqiniseko sokuthi ungesabi ngoba uzokuhlenga, futhi uzokuvikela uma ubhekene nezitha zakho.
      Isaiah 37:35 ‘For I will defend this city to save it for My own sake and for My servant David’s sake.’”
      6. *Uma uphupha uvikelwa;* wuphawu olungasho ukuthi uNkulunkulu ukuhlinzeka ngeNgelosi yakho ukuba ikuvikele, ikukhulule, iphinde ikubusise.
      Psalm 34:7-9 the angel of the Lord encamps around those who fear him, and he delivers them. 8 Taste and see that the Lord is good; blessed is the one who takes refuge in him. 9 Fear the Lord, you his holy people, for those who fear him lack nothing.
      7. *Uma uphupha uvikelwa;* wuphawu kwesinye iskhathi luchaze ukuthi idlozi, ithongo, noma isidalwa sakho sizokuvikela.

  • @BusisiweBagodile
    @BusisiweBagodile 4 місяці тому

    Kusho ukuthi ukuphupha Mina nengane yami sigoqwe inyoka enkulu emnyama ngibong ngisazophendulwa

  • @SIZWETHULAAR-ct6qw
    @SIZWETHULAAR-ct6qw 4 місяці тому

    Baba ngicela ubuza ngiphuphe inyoka ezimnyama kdwa bezingalwi fthu besincwebazela sengathi zophuma emanzi ziningi kdwa mina ngicele ngabaleka ngoba besa ngihlangananazo fthu bezuphambuka mazibona ngabaleka Nompilo Mshengu Shabalala from Mnambith

  • @JabulileMagagula-dc6pg
    @JabulileMagagula-dc6pg 6 місяців тому

    Pastor ngiphuphe inyoka enkhulu emnyama lenezinyawo zeshongololo ithe maybona mine yamila izinyawo yabaleka

  • @qinincube1566
    @qinincube1566 5 місяців тому

    Pastor ngibingelele ngiphuphe inyoka emnyama iphuma endlini namantwana bayo ababili ngayinyathela ngephutha yangiluma kodwa mina bengingazwa ubuhlungu

  • @thulisilekhumalo4493
    @thulisilekhumalo4493 Рік тому

    Amen Mfundisi ngcela ukubuza ngiphuphe ngibona abelungu besifazana engisebenza nabo becinga phansi manje mina angibonanga ukuthi yini le abayicingayo ngabe kuchazani lokho mfundisi Amen

  • @XolileMeyiwa-hy2hd
    @XolileMeyiwa-hy2hd Рік тому

    Sawbona min ngiphuphe ngibon ainyoka enkulu ebimnyama futh ibilwa Koda ekugcineni kube nabantu abaqhamukile bayibulala ngabe kuchaza ukuthini

  • @LwaziMdlalose-wi4gi
    @LwaziMdlalose-wi4gi 5 місяців тому

    Ukuphupha thenga mpahla entsha yokulala

  • @BongiweMfekaye
    @BongiweMfekaye 3 місяці тому

    Baba ngicela ukbuza ingane Yami iphuphe izinyoka eziningi ezincane zingena ekhaya zilokhu congenital kodwa zingalwi zilokhu zingenile

  • @lindokuhlendlovu1488
    @lindokuhlendlovu1488 Рік тому +2

    Saw'bona ngiphuphe ngiphuma etempelini lakwa Shembe ngihambisana nomlungu ehleka kancane engibuka ..nami ngiyiNazaretha ngyabonga

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  Рік тому +2

      inhlanhla, noma idlozi lakho elikwembethe ebelihamba nawe.
      stay blessed.

  • @Goku_13374
    @Goku_13374 7 місяців тому

    Kusho ukuthini ma uphupha izinyoka emnyama zilwa

  • @luscioussakhilemalinga
    @luscioussakhilemalinga 5 місяців тому

    Ukuphupha inyokq emanya indlula ngamuva kwakho enye ecream ecwazimulayo yona indlula phambi kwakho kusho ukuthini uzibone sewuphakathi kwazo kusho ukuthini ngiyaxolisa ngiyabingelela ekhaya

  • @fefekazikeke996
    @fefekazikeke996 6 місяців тому

    Pastor wam kuchazani ukuphupha iinyoka eziningi ezincane zihamba on the ceiling endlini ngaphakathi

  • @NosiphoPrecious-km1jy
    @NosiphoPrecious-km1jy 9 місяців тому

    Amalongwe

  • @lungilemtshali7263
    @lungilemtshali7263 Рік тому

    Ngiyacela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha indlu ivuza kungathi liyana kakhulu ngendlela amanzi abengena ngayo phezulu,kdw not yonke bekuvuza ekhishini nasekameren lengane,kwelami igumbi bekungenankinga,
    Ngyabonga

  • @gloriosabeswick2472
    @gloriosabeswick2472 Рік тому

    Ngiyabingelela. Kusho ukuthini ukuphupha abelungu begcwelle egcekeni besebenza beyaluza. Ngiyabonga.

  • @SamkehMondise
    @SamkehMondise 9 місяців тому

    Ngiyabingelela ngicela ukubuza ukuthini ukuphupha imbendu emnyama uhamba egcekeni futhi kugcwele nabantu egcekeni

  • @fungiwedube1712
    @fungiwedube1712 Рік тому +1

    Thokoza bengisacela ukuthi yiphupho elihle ukuthi uphuphe inyoko emnyama( it was harmless but I was sacred) nezi Scorpions

  • @nkosinathi.richardmutwa786
    @nkosinathi.richardmutwa786 7 місяців тому

    Sawubona pasta, ngicela ukubuza uma ngiphupha ngidla imamba eluhlaza. Umkami yena waphupha endla imamba emnyama.

  • @dudundimandedudu3616
    @dudundimandedudu3616 2 роки тому

    Ukuphupha hamba ubambe intombazane uyibambile qoke ingubo emnya ma hamba mama triply mawele

  • @nompumelelogumede1131
    @nompumelelogumede1131 2 роки тому

    Makhodi siyabonga

  • @phumimabanga962
    @phumimabanga962 4 місяці тому +2

    Umculo okwibackground uyaphazamisa baba. Socela next time uvele ungawufaki bhut wam🙏

    • @NufliqOnline
      @NufliqOnline  4 місяці тому +1

      Ungabheka ama-video amasha,
      asisawufaki umculo, ngane yakwethu.
      Thank you,
      INKosi ikwenzele okuhle kodwa.

  • @jabuliledlamini530
    @jabuliledlamini530 2 роки тому

    Kusho ukuthini ukuphupha inyama eningi emhlophe

  • @pamellaxaba2283
    @pamellaxaba2283 2 роки тому

    Mina Pastor ngaphupha inyoka enkulu emnyama ihamba le ngithi iza kumina

  • @thabonyembe3361
    @thabonyembe3361 2 роки тому

    Ngiphuphe ngisesikoleni e primary school, kuhlezi kuba ngathi siyagijinyiswa khona lapho ejalidini lesikole leso, ngihlezi ngibaleke ngiphumele ngaphandle kwesikole

  • @nomfundombatha4473
    @nomfundombatha4473 2 роки тому

    Ngiphuphe inyoka emnyama... ngiyicinga ngayibamba ngayibulala.

  • @senzocalvinshinga6532
    @senzocalvinshinga6532 2 роки тому

    Ngake ngaphupha inyoka enkulu ngenye indlela iphuma elwandle kwabaleka abantu sabaleka nathi kodwa ayihlaselanga muntu yaphuma elwandle yangena ehlathini eliseduze nolwandle yaphinde yaphuma u half , ingahlaseli muntu nje

  • @ClareceNgubane-ib2or
    @ClareceNgubane-ib2or Рік тому

    Thokoza..ukuphupha inyoka enkulu Inyama izithandele emaplangweni e roof ngaphakathi endlini bese omalume bami ngababonisa yona bazama ukuyikhipha yaphuma kahle

  • @sphamandlaspha2461
    @sphamandlaspha2461 2 роки тому

    ngibingelele...cela ukubuza uma uphuphe inyoka isemfuleni wangakini suke kusho ukuthini?

  • @BusisiweBagodile
    @BusisiweBagodile 4 місяці тому

    Ungiphuphe Mina nengane yami sigoqwe inyoka enkulu emnyama ngyabonga

  • @BusisiweBagodile
    @BusisiweBagodile 4 місяці тому

    Ungiphuphe Mina nengane yami sigoqwe inyoka enkulu emnyama ngyabonga p

  • @BusisiweBagodile
    @BusisiweBagodile 4 місяці тому

    Ungiphuphe Mina nengane yami sigoqwe inyoka enkulu emnyama ngyabonga