Uyafana nje nothulile we Bhaka. Let me tell you what others have already said "All knees shall bow because Jesus is the Lord." Yekela ukulahlekisa abantu bakaNkulunkuli, uyasebenza as security u brother Enigma and akaze athi uNkulunkulu uthe angathathi umfazi. May the Lord Jesus Christ reveal himself to you so that uzosindiswa.
U Enigma uthi imali ye grant i R350 comes from devil, singanikeli ngayo kodwa kulungile uma uthenga ngayo ukudla. Leyonto izwakala iphambene nje, nina enimkholwayo u Enigma ngicela ningicacisele kulokho?
@@zandilepatience9219Lool in the spiritual world football is a game where you play with the heads of people. All footballers are going to hell if they don't repent.
Jesus is the King of Kings. The Way and the Truth. So, brother Enigma siyakuzwa thina. Uma izwe layizonda INkosi yethu engu Jesu , kanjalo nalabo abathunywe yiyo, bayozondwa yizwe. Ngakho ke, mana njalo Nceku yeNkosi, Brother Enigma....AMEN
Enigma ushilo wathi ziningi izinto esizenzayo emhlabeni sicabanga ukuth ziright because most yabantu bayazenza, that does not mean unkulunkulu is approving lezo zinto,wena king ukhuluma njengomntu wasemhlabeni,Enigma is the choosen one!
All I can say God is the honest God, those who believe Enigma let them do so and those who believes in God and ancestors let it be. One thing for sure iam a african and God knows why I was born here so let me be an African ,amen
@@kingbhakatv Akukho okushilo okuwrong indlela obona ngayo Kodwa my King Ziningi izinto esesazenza normal kodwa esizazikahle ukuthi ziphambene nendlela umdali Asidala ngayo, Njengendaba kaSomizi nokunye. Manje my king wena ubona ngathi kuuright and uthi u Inigma u wrong and usetshenziswa usathane when he is exposing it in the name of Jesus.
Yaz King Bhaka sengiklandele iskhath eside and izinto ozkhulumayo ziyqiniso iningi lazo, kodwa kulokh awuznike ithuba umlalelisise lo muntu ozbiza ngo Enigma. Okokqala nje uze uyasho kth akayena uPastor n akayena uMprofethi but ungu Enigma nje kphela lapho. Izinto loyamunt azkhulumayo it does makes sense kakhul
King bhaka he's right enigma uphikisana nayo yonke into esiyiphilayo according sonke si wrong nguye oright and kubuhlungu cause vele uyadinga usizo lomlisa ubaba wam naye wakhe wadlula kulento yezilwane iyinkinga kakhulu umcondo uvele ulahleke ukhulume izinto esingaZiboni and doesn't make sense.
King 👑 yabo abantu abangay understand lento yaMoya izilwane nama demon adealer Nemicabango they twist your inner voice witshene ukuthu kusay yona kanti sekwiMiMoya yezlwane syabonga king ukufundisa abantu ngoMoya
King Bhaka I'm one of your number 1 fans bt nginokdideka mas ukhuluma nge power yakho ebamba ama meeting athile emkhathini kod ube uyindodana ezulwini kanti yini umkhathi yini izulu plz briefly explain mawuthola iskhathi
But I think you are operating on different realms , you operate on the makhandakhanda realm and he operates on a spiritual realm these are two different things
Waybeka King🙏yabona ma kuza kule yeChristmas nami ngiqale ngathi is not make sure nale yegym futhi,umshado usuka kunkulunkulu phela manje uma usuthi namaring singawafaki cha angsaboni kahle
Guy's king Bhaka has a listening skill problem,he has miscoat Brother Enigma so much its sad,he never said married couples must not have sex,he said certain positions are not allowed by the lord our lord Jesus Christ..so children of God know the truth, every knee shall bow...
Ngyakuvuma King Bhaka,lento yaloya baba ukuth usetshenziswa uSathane ngaybona mhla ethi uShembe akekho eZulwini. Onendlebe uzwile King,you don't have to prove it to anyone 💪🙌
Everything should have i balance, life should balance with negetive or positive. Nginawe King Bakha, impela liyambhubhela uEnigma, uhamba naye lobhelzabhub
Rather believe u enigma kune Bible eningalazi ukuthi lavelaphi , umsuka nesqalo nesphetho salo. Kwalona kaliphele lot of pages are missing ..paster contradict themselves all the time when they quote the Bible
King Baka you are correct, I can tell you that the language of brother Enigma n Jesus is totally different, example Jesus speaks love and restoration, but enigma it's all about you going to hell, and remember if you repent because of fear , that's not accepting Jesus as your lord, you must loving him and receive him with love
In the Bible hell is mentioned 80 percent and heaven 20 percent, because hell is real so that it will sink in people to fear GOD so that He won't take them to hell because of unrepentant hearts . I will tell you about the love of GOD and restoration, The love of GOD is to send His servants to warn His people so they won't perish and to restore the fear of GOD in their hearts so they won't provoke GOD to anger just as the children of Israel did and the earth opened up and swallowed them alive because they were stubborn and against the servants of GOD Moses and Aaron. So be careful because this man Brother Enigma is sent by GOD to warn His people to prepare themselves, understand that GOD being the GOD of love but also the GOD of Wrath and He kills. Noah warned a people to repent and they mocked his by His GOD and said he is crazy GOD will not do that by killing people with water but in the end He did. Brother Enigma is sent to warm people to prepare for the coming of JESUS The CHRIST The SON of The Living GOD, but what you guys are doing? You are deceiving yourselves and fooling each other and think you will escape it's not a time to reason it is time to repent. I will tell you the truth, you will regret if you don't repent for it is written repent or perish.
Mina ngidlule khona u king u qinisile umgqondo uhamba ebusuku mangilele ngizwe ama voice amanengi njalo Asho into ezihlukene ngafa ngavuka ngenva kwalokho ngahlanya zinengi Kabi
He is not a pastor or prophet bt is just an ordinary Christian.Umbulelwa sambhulo nguJesu ngicinisile muhloleni nizile nitose niyamati kutsi Brother Enigma Poniponi, Philip Thosa ungubani
I like Brother Enigma 👌❤️
Me too
Hamba uyofa naye seg
You like crap
I like Brother Enigma, he send by GOD indeed. He is the child of GOD i love that.
Every knee shall bow in Jesus name .... AMEN
Brother Enigma came to open people's spiritual eyes. What we have to do is to repent for the kingdom of God is at the hand.
Uyafana nje nothulile we Bhaka. Let me tell you what others have already said "All knees shall bow because Jesus is the Lord."
Yekela ukulahlekisa abantu bakaNkulunkuli, uyasebenza as security u brother Enigma and akaze athi uNkulunkulu uthe angathathi umfazi.
May the Lord Jesus Christ reveal himself to you so that uzosindiswa.
The beginning of wisdom is to fear the Lord . hayi bhuthi ukuhlakanipha kwakho kokwasemhlabeni u Enigma akathinyiwe kuwe that's why ukhuluma kanje
Khuphuka my King ❤❤❤qhubeka njalo usilwele ndlondlo 💯💯
This dualistic nature that my King is talking about we call it feminine and masculine energy in quantum physics. Unemba enxebeni King 👑
Matthew 19ves 16 -26
I like brother Enigma and I believe everything he said about God
Mina ngikzwile bab'uKing Bhaka...ngikuzwa kahle njee👌💯
Mine ngisamdinga kakhulu u enigma nefundiso zakhe ngoba kimina ziyikuphila emhlabeni nasezulwni ameni
U Enigma uthi imali ye grant i R350 comes from devil, singanikeli ngayo kodwa kulungile uma uthenga ngayo ukudla. Leyonto izwakala iphambene nje, nina enimkholwayo u Enigma ngicela ningicacisele kulokho?
@@KhulekaniZondi-j5j😂😂😂😂
Zikhona ziningi la kudala waqala 2011
Athi abantu babangatyi ipilisi zabo 😂😂😂😂 hayi sisibhanxa sika pastor eso abantu babekhohliswa zizangoma nopastor besifa yingculaza HIV mhla kwangena uhealthy door to door ebaxelela mabadle amapilisi bohlukane pantsi nemithi yezangoma batsho bayeka abantu ukufa ba testa negative abantu bahealth ngamapili manje not imithi yezangoma ne oil zopostor uking uthetha iqiniso lo enegima nyani usebenzela uSathana
@@SandiswaMankayi hayi uyahlanya uEnigma😅😅😅😅
Brother enigma washo wath akakhulumi nabant babantu ukhuluma nengane zankulunkulu
Mxm🙄
Sebeqalile bayasha bayanqgonqga akuvumi noma bathule bayakhonkotha nobuthongo abusafiki badliwa unembeza abaphikisa isithunywa sika Nkulunkuku phendukani ngokuba umbuso kaNkulunkulu ususondele 🙏
Siphenduke kanjani usathi abantu bayakhonkotha Deputy Jesus
You believe Jesus and you are here? You are crazy like Enigma
Thanks my King mina ungiphaza misile enqondweni ethi uJehova unesitulo. Sakhe ahlala kuso bese khuluma ngezwi elikhulu thina sazi ukuthi uJekova ungumoya my king siyakubonga ukhuluma iqiniso
Abakholwayo bayamuzwa u Enigma abangakholwa baphikisana naye
Yes sir thank you for updating
Enigma message is not for everybody full stop
Is for you believing ukuthi uSenzo Meyiwa unqaka amakhanda bantu
Uqinisile it's all for lunatics
@@zandilepatience9219Lool in the spiritual world football is a game where you play with the heads of people. All footballers are going to hell if they don't repent.
22 MINUTES IS TOO SHORT MY KING, BUT GOD BLESS YOU MY KING
Thanks my spiritual Leader 🙏 My King 👑
Jesus is the King of Kings. The Way and the Truth. So, brother Enigma siyakuzwa thina. Uma izwe layizonda INkosi yethu engu Jesu , kanjalo nalabo abathunywe yiyo, bayozondwa yizwe. Ngakho ke, mana njalo Nceku yeNkosi, Brother Enigma....AMEN
Enigma ushilo wathi ziningi izinto esizenzayo emhlabeni sicabanga ukuth ziright because most yabantu bayazenza, that does not mean unkulunkulu is approving lezo zinto,wena king ukhuluma njengomntu wasemhlabeni,Enigma is the choosen one!
@@Zeei490 levictcus 10 v 3
Waze wayikhuluma into ebhadlile bhuti...💚
EVERY KNEE SHALL BOW IN THE NAME OF JESUS...🙌🙌🙌...NO MATTER WHAT...!
Konke akukhulumayo akuqondene nabantu abangasindisiwe... So nje oBhaka abangazihluphi ngokuyingena nje iqondene nathi thina esikholwayo Amen
AMEN 🙏🏼
If you die and you loose your soul,Its nobody's fault but its yours
Akasicelele nathi uJesu ukumbona, hayi ngokuthi asilimaze ukuze sikholwe ukuthi ngempela U enigma uqinisile.eze nje kahle njengaku Enigma.ngaleyondlela kuzophela ukuphikisana.
King bhaka is born intelligent
My King usezokhuluma u Enigma uzothi unosathathane🤣🤣🤣🤣
Brother enigma siyabonga kodwa ke lokhu bekukhuluma kuliqiniso
Vele ngeke nivumelane ngoba anikho embusweni owodwa wena usebenzela umbuso wobumnyama😢
Ugadze umakhandakhanda. Ebusuku😂
All I can say God is the honest God, those who believe Enigma let them do so and those who believes in God and ancestors let it be. One thing for sure iam a african and God knows why I was born here so let me be an African ,amen
I've been following you my king, Kodwa today God is Exposing you😂😂😂Bye
😂😂😂
Ngani?ikuphi engikushilo oku wrong?
😂😂😂😂Futhi limlahlile namhlanje
@@kingbhakatv Akukho okushilo okuwrong indlela obona ngayo Kodwa my King Ziningi izinto esesazenza normal kodwa esizazikahle ukuthi ziphambene nendlela umdali Asidala ngayo, Njengendaba kaSomizi nokunye. Manje my king wena ubona ngathi kuuright and uthi u Inigma u wrong and usetshenziswa usathane when he is exposing it in the name of Jesus.
Do You know exposed is a judgement so kwathiwa ningehluleli angithi uyabona uyagula lo enigma@@Siphe753
Yaz King Bhaka sengiklandele iskhath eside and izinto ozkhulumayo ziyqiniso iningi lazo, kodwa kulokh awuznike ithuba umlalelisise lo muntu ozbiza ngo Enigma. Okokqala nje uze uyasho kth akayena uPastor n akayena uMprofethi but ungu Enigma nje kphela lapho. Izinto loyamunt azkhulumayo it does makes sense kakhul
King bhaka he's right enigma uphikisana nayo yonke into esiyiphilayo according sonke si wrong nguye oright and kubuhlungu cause vele uyadinga usizo lomlisa ubaba wam naye wakhe wadlula kulento yezilwane iyinkinga kakhulu umcondo uvele ulahleke ukhulume izinto esingaZiboni and doesn't make sense.
Wethiwa ubani igama la enigma ekbeni ewumxhosa ngaphandle kwalaba abethiwa abamhlophe isbongo uwubani uphi umndeni wakhe? Engikwaziyo u king BHAKA akajaji ngomlomo uyahlola ;lomuntu unamanga nje ulanda inkolelo uphilisa abantu ngovalo emhlabeni akalungile
Ncono kodvwa liciniso niyalati.senitosha kahle esihogweni
@@JabuMahlalela-b2wwena uzobe udukisa abantu emgwaqeni wehla wenyuka uzoba ispokwe, kuthiwa lahla omkhulu bakho wena uyavuma
@@zandilepatience9219 usho m
Sbonge king 👑 bhaka 🙏
Brother enigma ungisizile wangivula amehlo.akasho ukuthi follow him Koda landelani iqiniso okungu Jesu ,nezinto azikhulumayo ziyiqiniso ngokuba eziningi zilotshiwe encwadini yokuphila okukhombisa ukuthi umuntu ojulile ngenkosi nokhathazekile ngabantu .
UMnqobi thwala lana egoli bathi ngibonile ngihambile udakweyini uyinkosi njalo❤❤❤
King 👑 yabo abantu abangay understand lento yaMoya izilwane nama demon adealer Nemicabango they twist your inner voice witshene ukuthu kusay yona kanti sekwiMiMoya yezlwane syabonga king ukufundisa abantu ngoMoya
King Bhaka I'm one of your number 1 fans bt nginokdideka mas ukhuluma nge power yakho ebamba ama meeting athile emkhathini kod ube uyindodana ezulwini kanti yini umkhathi yini izulu plz briefly explain mawuthola iskhathi
Hayke kubhetele ma nani balandeli bake nimatidala makunamhla; kanti lidami lani leli lingasoze aphazame nje nakancane angalibizi mayekhuluma ungasoze umbone esiya kwamanye amadami
@@LindokuhleVilakazi-ed3hl levictcus 10 v3
Vele bengazi ukuthi uKing Bhaka uzayichaza izwakale indaba Ka Brother Enigma siyezwa KING
Akuyena u pastor nkosyami u BROTHER ENIGMA
UBrother kabani? Is there any tittle called brother?
@@kheswa19 lol 😂😂 yazi uzobiza ikhehla ngo " brother "
Enigma uchazile kahle ukuth akango Pastor, umthandazi or umfundisi, uthi uyingane ka Nkulunkulu
@@Zeei490bayasha
@@Zeei490bayasha
King my King, always on point.....Amadimoni aya hlupha.
Woohoo ndibone kwango Yesu ongafuni kwasani. Nokusela amanzi la embala. Kuye yonke into isisono. Unelika Bhelezebhube I demon.😂😂😂.
But I think you are operating on different realms , you operate on the makhandakhanda realm and he operates on a spiritual realm these are two different things
Ekhuluma kabi ngabelaphi bendabuko manje sekuyazwela
What do you mean?
What is spiritual?
Which spirit do you think he operates in?
Is he a Prophet? A Pastor? Or what?
Nonsense lento oyishoyo
You've said it all👏👏👏
Open chats is that you?😂
His not a Pastor...his a child of God...
Libuwula kulababhubhako.bayasha .kodvwa asibonge kutsi netinyanga tiyamlalela.every knee shall bow 😂😂❤
@@JabuMahlalela-b2w ake uye eMpophomeni hlambe izobuya ingqondo yakho
@@zandilepatience9219 🙆🙆
@@zandilepatience9219 uzosha esihogweni we patience nkosi yami
@@zandilepatience9219 kunosathana uqobo empophomeni, suka lapho.
Amen 🙌🙏 King bhaka
Kanti yhini le enohlulwa kuyiva apha?King Bhaka umdala bhuti❤️🙏🏾
Aiii abakuyeke King uyayikhuluma into ene sense , futhi uyakwazi ukucacisa...
Waybeka King🙏yabona ma kuza kule yeChristmas nami ngiqale ngathi is not make sure nale yegym futhi,umshado usuka kunkulunkulu phela manje uma usuthi namaring singawafaki cha angsaboni kahle
My king 👑
Guy's king Bhaka has a listening skill problem,he has miscoat Brother Enigma so much its sad,he never said married couples must not have sex,he said certain positions are not allowed by the lord our lord Jesus Christ..so children of God know the truth, every knee shall bow...
Angeke baze beve.akukhulunywa ñabo la.enigma ukhuluma nebazalwane
Like dog style usuke ebona izinja uma nidlana ngemuva
He is delibarately misquoting him.
Ukhuluma intengekho ngokwami uwena osebenzel usathane but wena awaz
Ngyakuvuma King Bhaka,lento yaloya baba ukuth usetshenziswa uSathane ngaybona mhla ethi uShembe akekho eZulwini. Onendlebe uzwile King,you don't have to prove it to anyone 💪🙌
Mina King ngisindisiwe ngiyamazi uJesu wayisiza impilo yami. Le laPastor Enigma uphazamisekile qha abantu soze mayi understand ukuthi akaphilanga
Ngiyezwa king okunye siyadideka kakhulu futhi uma esekhuluma ngokudla
😂
Awuzizwa nje nawe ukut uthini.akusiwo wonke amasonto anojesu.
I salute you my king...abahambe na enigma labahambako tsine siyosala siyincenga nawe my king😂
Nje 😂😂😂😂😂
Every knee shall bow
I infollow you today ubusy ngendaba zabazalwana ungenaphi wena lapho
Indaba ka enigma ayikho
Ungenaphi wena ku Brother Enigma ngoba uSatana usadlala ngawe.futhi if awuyeki lento yakho uzofa uye esihogweni.UBratha Enigma ukhuluma nabantu abasindisiwe nabantwana bakaJehova abangekasindiswa kodwa abasezosindiswa.Wenanje uma ungukholwa kwimesejizi zakhe qhubeka nesisithwalo sakho.kodwa wazi ukuthi lizofika usuku.Ngiyayithanda imeseji kabrada Enigma ukuthi ifikile kuwe nakubo.ngosuku lejajimenti ngekhe uthi zange uzwe.there will no excuse that day.plz repent Bhaga kudala usebenzela uSatana.
Ugadze umakhandakhanda namhla
Awu my King Bhaka Zamà Ameñ,mina ngima nàwe ❤❤ u si lwele e zindlini zethu
Everything should have i balance, life should balance with negetive or positive. Nginawe King Bakha, impela liyambhubhela uEnigma, uhamba naye lobhelzabhub
Ngiyakuzwa mina King❤
Shaye phantsi bhaka, brother Enigma is 99.9% correct
Izinto zikamoya ka krestu ngeke uhlaziye usebumnyameni
Tiyasha tinyanga.abaphendvuke
Mxm 🙄
Never, akukho zwi leNkosi la, umoya waselwandle
MY.king
😂😅😂😂😂my king❤
Yona khona into engingayiqondi kahle ngo brother Enigma
Enigma uthunywe kubazalwa haai kuwowonke umuntu
Enigma need to go to Life Esidimeni.
Asiphiki mawuthi uyindodana emazilwini kodwa manje brother Enigma uthunywe usatane hayi king hayi
Khuphuka king of kings ukhusele isizwe❤
Awupheli u 2wks engabuyanga back kuwe My king u Enigma
Hahaha sizova indaba thululalele😂
@@sisatshabalala1858 angeke.uthunywe kubazalwane.hhay kini
Dankie my king 👑
first 🎉
As long usakhuluma ngedlozi angeke umuzwe ubrother Enigma
Nawe uyagula njengaye Lo eNigma wenu
Angeke ukwazi into zasemhlabeni uphinde wazi okwasezulwini lingawa licoshwe zinkukhu
UBhaka une track record elinzima kab akaqal namhlanjr ukukhuluma nge subject matter ethize. Abangavumel i desperation yokubuya kukaJesu abantu ibadukise bekholwe inom imuph uskhotheni.
Angeke ukwazi ukubona into zikaNkulunkulu mfowethu usakholelwa edlozini
@@StshelaNgwenya waze waphupha🙄
Enigma uthe uthunywe kubantwana baka Nkulunkulu not kubantu bakaNkulunkulu akukho easy ukuthi bamzwe ke abanye .Enigma is correct kuko konke akushilo
Ngvumelana nawe abamuzwa kahle loyababa abantu
Uyabona kth mevumelan naye uzobalekwelwa abantu useyazivezak namhlanj kth usebenza imali
No one has ever been sent to abantwana bakaNkulunkulu.
Okuningi nje uyazakheka uEnigma.
Kanti uthunjwe ujesu lo owathi yena uzele izimvu ezidukile kwi bible so lona ka Brother Enigma uthi yena uzele abantwana baka Nkululunkulu
Rather believe u enigma kune Bible eningalazi ukuthi lavelaphi , umsuka nesqalo nesphetho salo. Kwalona kaliphele lot of pages are missing ..paster contradict themselves all the time when they quote the Bible
My king wsze wasivula kngqondo ngo pastor Enigma
Ngokwalo Pastor,sonke siya ekulahlweni-akubonakali kukhona ozosinda ngokwalo Brother Enigma 💔.
Shuthii wena uvuma ukuthii sonke sizoya esihhogweni
@@sirryjmsiyane1491 Ngokusho kuka Enigma kolomhlaba esiphila kuwo sonke siya egehena
@@AntonZwane😂😂😂akukho okungasona isono kubrother😂😂😂
@@JabulileCabangileNdlazi nokuzinwaya emhlane kuyisono Ku enigma futhi amadimoni lawa athi zinwaye😂😂😂😂😂
Nam ndyayazi lonto MY KING 👑 umngani wam waphenduka inceku waphatha ibhayibhile washiya iskole wahamba eshumayela kanti uyasangana kwabonakala after 3 yrs ukuthi uyahlanya esenebandla kubo bekhuza besho ukuthi uyagula Kanti uTaTakhe wayethwele ingqilazwa isethwalo namhlanje igeza elingazazi negama ngoba kwashona uTaTakhe
King Baka you are correct, I can tell you that the language of brother Enigma n Jesus is totally different, example Jesus speaks love and restoration, but enigma it's all about you going to hell, and remember if you repent because of fear , that's not accepting Jesus as your lord, you must loving him and receive him with love
In the Bible hell is mentioned 80 percent and heaven 20 percent, because hell is real so that it will sink in people to fear GOD so that He won't take them to hell because of unrepentant hearts . I will tell you about the love of GOD and restoration, The love of GOD is to send His servants to warn His people so they won't perish and to restore the fear of GOD in their hearts so they won't provoke GOD to anger just as the children of Israel did and the earth opened up and swallowed them alive because they were stubborn and against the servants of GOD Moses and Aaron. So be careful because this man Brother Enigma is sent by GOD to warn His people to prepare themselves, understand that GOD being the GOD of love but also the GOD of Wrath and He kills. Noah warned a people to repent and they mocked his by His GOD and said he is crazy GOD will not do that by killing people with water but in the end He did. Brother Enigma is sent to warm people to prepare for the coming of JESUS The CHRIST The SON of The Living GOD, but what you guys are doing? You are deceiving yourselves and fooling each other and think you will escape it's not a time to reason it is time to repent. I will tell you the truth, you will regret if you don't repent for it is written repent or perish.
Jesus is Lord coming very soon be careful hell is really Heaven is really repent
Ngiyacala ukuzwa ukhuluma into engezwakali.Hayi awuzwakali do
Saubona baba Mina I believe u uyangikhuthaza everyday phambili baba phambili ❤ soyabonga god bless u
Wadla enigma kunyakata bafundisi netinyanga 🤣🤣🤣🤣
Mina ngidlule khona u king u qinisile umgqondo uhamba ebusuku mangilele ngizwe ama voice amanengi njalo Asho into ezihlukene ngafa ngavuka ngenva kwalokho ngahlanya zinengi Kabi
Cha siyabonga King of Kings mina nje ngyabona vele ukuthi uyahlanya loyamuntu, okuphikisayo inja leyo
Wena usomathuba awukwazi kuqhamka nokwakho you alwayz iphisana nezinto eshiwo ngabanye hhay mani somathuba mani
😂😂 hayi ngeke NGO Enigma 😅😅
He is not a pastor or prophet bt is just an ordinary Christian.Umbulelwa sambhulo nguJesu ngicinisile muhloleni nizile nitose niyamati kutsi Brother Enigma Poniponi, Philip Thosa ungubani
True
Hhayi ngeke. Ngathi akuhambanga kahle
I agree with you King❤❤❤
Ayikho inyanga ezovuma uBrother Enigma bcs kuzowa umsebenzi yenu ezigodlweni zenu! Ugxeka neDred lakho nokuthwala kwenu lokhu enidlangakho imali
Yes ucinisile akukho inyanga engavuma kutsi enigma ucinisile lakushoko
Mina ngikzwile my King iqiniso uhlezi uzolimela,vale iqiniso singabantu asilithandi.kodwa ungapheli mandle eksizeni isizwe sikaMvelinqangi.
Jesus Christ is Lord
😂😂Ay my King akafuni sijime🤣.
😂😂😂😂😂😂😂
Wayibeka kahle my King kade ngizibuza ukuthi lo Pastor okhuluma kabi ngawo wonke umuntu ngiyabonga King
1 million ngempela lana phansi...hayi umsindo kuphela
Onendlebe uvile
Danko my king❤all the way from Soweto Naledi,in God we believe if u dnt like fokof fokof
Enigma uyazigulela nje bakithi udinga usizo
Abantu bami bayabhubha ngenxa yokuswela ulwazi.isizulu sithi iningi liyabona ububende