Kwashona inyanga eyangiThwalisa zashuba izinto | UKUHLUSHWA IZITHWALO | S1-EP70

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 лют 2025
  • Register Link: ebpartners.cli...
    USE Promo code: BLAQ50
    We are proud to say we are bringing nothing but the best in the Entertainment industry of South Africa.
    ____________________________________________________________________________
    DIVISIONS: TV II RADIO II NEWS II FILMS II EVENTS II PRINTING II BEVERAGE
    ..................................................................................................................................
    Website: www.blaqlife.co.za
    Social Media: @BlaqlifeOnline in All our Platforms
    Office Number: 0813639875
    ****************************
    #Izilwane #scam #ukuthwala

КОМЕНТАРІ • 514

  • @sesethugumede6002
    @sesethugumede6002 3 місяці тому +194

    Mungayilandeli Blaq life awukho serious ngempilo

  • @JujuDlamini-k4z
    @JujuDlamini-k4z 3 місяці тому +73

    Okumangazayo ukuthi abantu base Mozambique uma befika e South Africa basebenza kanzima bakhela abantu izindlu balungisa izimoto baluka izinwele futhi bakwenza kahle bathole leyomadlana yokuphila kodwa abathwali nhlobo ilokhu ikhona lento ekhaya abayithathi bona bancamela ukudayisa elangeni lishisa,vuka south Africa,kzn phaphama.

    • @nkululekosabatha4856
      @nkululekosabatha4856 3 місяці тому +7

      Angisho bayakwazi ubu danger bakuthwala kube siyafunda singama South African

    • @thansmash3442
      @thansmash3442 2 місяці тому +1

      KZN 🙆izithwalo nengane these days 😢

    • @BongiweGama-t6w
      @BongiweGama-t6w 2 місяці тому

      Hhey Juju uqinisile Bafo

    • @sharonnkosi6583
      @sharonnkosi6583 28 днів тому

      Wayibeka yavakala sthandwa sami,tsine ngebudomu syagijima.

    • @NomusaNdlovu-sc3fp
      @NomusaNdlovu-sc3fp 20 днів тому +1

      Uyazi abantu baseMozambique abalacala ukuthanda izinto lemali esheshayo yiyo imiphumela yakhona le

  • @Ididnottopenthisaccount
    @Ididnottopenthisaccount 3 місяці тому +70

    Soze uthwale Uma ungenayo inhliziyo embi enyama cos niya nazi ubusathane bokthwala.

  • @mndzebelezinhle-mu6ji
    @mndzebelezinhle-mu6ji 3 місяці тому +129

    We must learn to appreciate what we have😢😢😢

  • @PromiseMthethwa-nl1jn
    @PromiseMthethwa-nl1jn 3 місяці тому +87

    Sesikhona khona thina bondaba zabantu😂😂❤

    • @JuliaNkosi-r9u
      @JuliaNkosi-r9u 3 місяці тому +3

      Nam ngibaleni ebandleni lenu lakwandabazantu😂😂😂

    • @PromiseMthethwa-nl1jn
      @PromiseMthethwa-nl1jn 3 місяці тому +1

      @@lizekamazinyo3333 🤣🤣🤣❤️

    • @Thandekile-q3r
      @Thandekile-q3r 3 місяці тому +1

      To scroll is to see 😂😂😂

    • @zuziwe.
      @zuziwe. 3 місяці тому

      😂😂😂😂sizithanda kabi😂😂

    • @thandekaphungula777
      @thandekaphungula777 3 місяці тому

      ​​@@lizekamazinyo3333ni get together kanye nami 😂😂😂😂.

  • @samkelosimanga3064
    @samkelosimanga3064 3 місяці тому +46

    that why ngingathandi ukuhambela imisebenzi engingayazi ukuth eyani

  • @mfundongobese8391
    @mfundongobese8391 3 місяці тому +22

    Losisi akekho right ekhanda. And akekho fully honest rn

  • @thembinkosidube3918
    @thembinkosidube3918 3 місяці тому +7

    Sanibonani,
    Bakwethu there's no free meal.
    God bless
    Thank you 💕...

  • @ndubrown4993
    @ndubrown4993 3 місяці тому +32

    Nelisekani eninakho as long u ne shelter nokudla Themba unkulunkulu konke kozokwenzeka

  • @ZaneleShabalala-re1go1234
    @ZaneleShabalala-re1go1234 3 місяці тому +56

    Buyela uJehova vuma izono usindiswe

  • @PhumzilePatience-lx2qe
    @PhumzilePatience-lx2qe 3 місяці тому +76

    Thwalani asinamona shem yoo ngiryt ngaloko okuncane uNkulunkulu angiphe kona futhi ngiyaneliseka

  • @ThembisileNgwenya-i6h
    @ThembisileNgwenya-i6h 3 місяці тому +8

    Yey kwanzima wentombi ngenkohlakalo yakho kahle kahle ungumthakathi nje wena period fuseg gowan

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g 3 місяці тому +19

    How do you sympathize with greedy people You reap what you sow These are the results😮

  • @gloriambesi8877
    @gloriambesi8877 3 місяці тому +10

    Blaq life tv is my home❤❤❤ sifunda lukhulu kulo soloko sibabaza yhooo hayi isithwalo ngcono wamkele apho uThixo akubeke khona

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 3 місяці тому +24

    Uze ungikhumbule Shembe, kuzo zonke izono zami ngingaweli ekuthwaleni!!!

    • @InspirationalRoadCar-ze4xi
      @InspirationalRoadCar-ze4xi 3 місяці тому +3

      Manj shembe ungena kanjn cz ushembe isbongo somndeni thizeni odinga usizo nawo lokuphuma ku satan. Ave nihlupha bantu abamnyama ngoba iyngqondo zihlobisile kinina aysebenzi

  • @TheAndy2233
    @TheAndy2233 2 місяці тому +1

    Iza ku Jesu nguyeyedwa onokunceda

  • @Msihles-p5i
    @Msihles-p5i 3 місяці тому +12

    Ngyezwa nje lomama ekhuluma ngezinkinga zakhe, ay sheim kodwa uyalaleleka bo uma ekhuluma engathi engalokhu ekhulumile nje, izwi lakhe limnandi😊

    • @nhlakaniphom
      @nhlakaniphom 3 місяці тому +3

      😂😂😂 sisasebenza lesiThwalo sakhe lapho kuwe namanje 😅😅😅

    • @thulasshamillamclachlan9637
      @thulasshamillamclachlan9637 3 місяці тому +2

      Ngicela umthinte bandla khona ezokwenza umhlabelo 😂😂🤣 🤣 🤣

  • @mqondisijunior116
    @mqondisijunior116 3 місяці тому +16

    Thatha lento kuyaphileka 😍😍😍

  • @NontobekoNgcobo-w1x
    @NontobekoNgcobo-w1x 3 місяці тому +3

    This is why ngadayisa umuzi wami ngathenga idata lonyaka

  • @princessnyawo1247
    @princessnyawo1247 3 місяці тому +4

    Xola cc bewuzama impilo uhlulekile cela uxolo kwizidalwa zakuma nakobaba nasemzini bakuxolele beseuya kuShembe akugeze uzokucelela ushwele uphile uphole 🙏

  • @PortiaButhelezi-lx9zg
    @PortiaButhelezi-lx9zg 3 місяці тому +6

    It is said that ' Trust in God with all your heart, lean not on your own understanding.
    Make all your ways known to God & He will make your path straight.
    Never put your faith in a human being who goes to the toilet like you, they may die at anytime.

  • @sibongilemsimango-pz5yw
    @sibongilemsimango-pz5yw 3 місяці тому +13

    Sesikhona eGauteng

  • @NomfundoManqele
    @NomfundoManqele Місяць тому

    Yamkela u Jesu njenge Nkosi no Msindisi uthole ukuphila Sisi wami, may God help you.
    Thanks for sharing your story 🙏

  • @VICTORIADUKU-d2y
    @VICTORIADUKU-d2y 3 місяці тому +28

    uvuna okutshalile

  • @ManQ25
    @ManQ25 3 місяці тому +1

    ''Those who wish to be served by magic to gain powers often become its servant'. Abantu abafunde ukuyosebenza for imali bayeke ukuyolanda usathane bamfake ezimpilweni zabo ngoba kuyoshuba kabi kabi.

  • @senzelweokuhle8803
    @senzelweokuhle8803 3 місяці тому +16

    Waze wangazwakali losisi ukuthi uthini 😭😭😭😭

    • @nkululekosabatha4856
      @nkululekosabatha4856 3 місяці тому +6

      awumuzwa kanjani ngoba ukhuluma straight ukuthi walanda into yokuphila,ephendule abantu abadala izilwane

    • @phumehmdima9879
      @phumehmdima9879 3 місяці тому +3

      Awsaz yin kahle isizulu?

    • @mandla49
      @mandla49 26 днів тому +1

      Kusho ukuthi inqondo ithatha kancane

    • @ThabileNoma-z4z
      @ThabileNoma-z4z 22 дні тому +1

      Yaz bengithi yim ngedwa engingezwa uyaklanta nje lomama Kanti yin Jesu 😢😢😢

  • @TholakeleBhengu-bd8dq
    @TholakeleBhengu-bd8dq 3 місяці тому +1

    Mmmmmh😢😢😢😢nisishiya sikhamisile ngalento yenu yokuthwala💔💔💔💔ayaphenduka manje ama-pleti

  • @bongibuthelezi8451
    @bongibuthelezi8451 3 місяці тому

    Blaqlife TV, you rockkkkkkk🎉🎉🎉🎉🎉, information elapha!, iyangibusisa, ngifunda ngezimbi, ezibuhlungu Kanye nezakhaya. Thumbs-up to Mr Ndlela.....Kanye noStufunzarh❤❤❤❤❤

  • @MissThapsM
    @MissThapsM 3 місяці тому +37

    Isbindi sokuthwala kumele sihambe nesbindi sokubhekana nomvuzo wakhona.

    • @PaulineJiane-w7k
      @PaulineJiane-w7k 3 місяці тому

      Strait

    • @NomveloKubone
      @NomveloKubone 3 місяці тому +2

      Ngivumelana nawe gl asibe khona yonkindawo isbindi thina sesitshenwa ngoba sekudingwa usizo kade usayisigwili besingakwazi sesikwazi ngoba sowuhlupheka futhi sowusenkingeni anisiyekeni ngenkinga eniziqala nina sinenkinga eziningi leMzansi yokudutshulwa kwabantu.ipolitiki ngale isjikele phindani lenanothwala khona ukuthi ufile ugobela asihlangene thina

    • @MissThapsM
      @MissThapsM 3 місяці тому

      @@NomveloKubone njeeeeeee

    • @samuzwane9481
      @samuzwane9481 3 місяці тому +1

      Yazi zindaba za blaq life this days zinzima kakhulu 😮ey kwaze kwanzima emhlabeni kazi ezulwini kunjani

  • @SifikileMthimkhulu
    @SifikileMthimkhulu 3 місяці тому +3

    Yeshh wabulala abantu wemamandini wena susesaba ukufa mele ufe lawe fana

  • @vuyokazimaqokolo
    @vuyokazimaqokolo Місяць тому +1

    😂😂usenkingeni cc mabaphume kuleyondlu babonwe ngabantu

  • @nelisibisi
    @nelisibisi 3 місяці тому +1

    Aybo aybo zihhambe zonke ingane Nkosi Jesu. Akuhhambanga ngani yena.. kodwa Jehova. Sifihle egazini lakho.

  • @butikijerrybevu9557
    @butikijerrybevu9557 Місяць тому

    Hai lo sisi istory sakhe usisho kamnandi kanjan and she knows what she wanted and vele sure unaso isbindi ngoba seke bekene nakho konke and vele uyaz ukuthi kubi manje but lets not judge her and now you can even see when she speaks izinto ziyawa estudio that means kuzo beda wes manje but i must say if it wasn't for le nyanga to die kube namanje you going on and on but the problem is umsamo wakhe shem those people they must go to rest .....danki sisi ai you did your thing 🤞🙌🤝

  • @dudunhlabathi1870
    @dudunhlabathi1870 Місяць тому

    Niyangidina ngoba imindeni iyaphela ngani. Seniku Blaque life. Ziyanikhalela manje. anibabulalile igazi labo alinikhalele. Reap what you sow.

  • @SibongileMhlongo-d4n
    @SibongileMhlongo-d4n 3 місяці тому +3

    Izinhliziyo ezinde azifuneki😮😮😮

  • @VuyoBooi-f3g
    @VuyoBooi-f3g Місяць тому

    King scaka u are a star in language In (isiZulu❤❤) perfect 👍 my brother 🎉 merry Christmas and happy New year's ❤❤❤❤❤❤

  • @zanellesun1534
    @zanellesun1534 3 місяці тому +2

    Aii ngiyaqala ukubona isthwalo esinzima kangaka size sidilize ngisho iHawu olubekiwe,ngemuva kukaLuqa 😮 hhaa aiiunzima weMaPuto...

  • @LinahMokoena
    @LinahMokoena 3 місяці тому +15

    Umuntu imisebenzi yakhe iyamlandela.from Dennelton

  • @AngelaMcunu
    @AngelaMcunu 3 місяці тому +14

    Manje makufa izingane lemali eniyigijimisayo izodliwa ubani. Uma uwumzali uma usebenza uthi usebenzela zona.

  • @GeorgeLii34
    @GeorgeLii34 2 місяці тому

    Izinto zaqala ukuwa 😮 evil spirits are controling Her Life. May God bless you my Sister😢

  • @NomusaMbhamali
    @NomusaMbhamali 2 місяці тому +2

    Kuyafana usakhipha nani ngoba usubulele abantu inqondo isazobuya inhlungu zovuka

  • @PhumlaniZimele
    @PhumlaniZimele 2 місяці тому +2

    Kodwa bafethu asiyekeni Ukufuna impilo esingabeliwe yona unkulunkulu

  • @quenduba6803
    @quenduba6803 3 місяці тому +3

    Ngikufisela inhlanhla sis wam eish kunzima for me to judge u I am not God He is the only one best place to effect judgment certainly not me thank u bhuti uhlelo lwakho lusivula amehlo Kumele uthokozele onakho ungalangazeleli impiilo yomunye umuntu

  • @NokuthulaZikhali-qv8tz
    @NokuthulaZikhali-qv8tz 3 місяці тому +8

    Yingakho ngingakuhaleli ukuceba komunye umuntu

  • @MakhosizanaIsabela-us3cp
    @MakhosizanaIsabela-us3cp Місяць тому

    Ngeke ulibone izulu khohlwa !!

  • @ConstanceMasimula
    @ConstanceMasimula 3 місяці тому +4

    Yoooooo sesi ukuthanda imali ukungabekezeli iimpilo ifuna ubekezele sesi

  • @nkosidelisile8565
    @nkosidelisile8565 3 місяці тому +5

    Blaq life ngyakuvuma I wish kungabi khona ozothwala ekhaya

  • @WandaNjongo-dl5vz
    @WandaNjongo-dl5vz 3 місяці тому +2

    Sengathi ungabafica bephumile bengcwele emnyango😂😂😂😂

  • @ThobileKhayiyana
    @ThobileKhayiyana 3 місяці тому +11

    Thwalani andizi

  • @davison8927
    @davison8927 Місяць тому +1

    It's hard but God bless you sister

  • @EdnaSwart-m7g
    @EdnaSwart-m7g 3 місяці тому +32

    Pls stop going to Maputo cos you all come here crying Wake up God is the way the truth and the life 🙏

    • @pindilemanziya789
      @pindilemanziya789 3 місяці тому +6

      Bt even your Pastors they take this route to attract U guys

    • @tlharihanicodnel
      @tlharihanicodnel 3 місяці тому +1

      I think we r helping each other. This is a warning about uku twala

    • @AthobekileXesha-ep1fe
      @AthobekileXesha-ep1fe 3 місяці тому +1

      They annoyed me Sebefuna sazi uma sezibaXaka Uma kusadliwa imali kuthwa Sidla iyithukuthuku zethu Ma Se kunzima Bayavala qonda Abaze kuJesu uzobasiza

    • @mamellontombie9134
      @mamellontombie9134 Місяць тому

      I'm worried Yaz ngalento yase Maputo guys my best friend waqoma u taxi owner thizeni wamthatha wayohlala naye egoli
      Sasesixhumana ngama phone nje like everyday we used to check on then lo guy every year he buys more than 2 cars kwathi last year late umngan wam wathi uya emaputo for a month uthole itorgo after a month ngamfonela to check on her angayibambi after some time nglokho ngimzama ngathola ukuth ungblockile ngzame nge private number ingene ngim text ku fb angzibe ngim dm ku tik tok athi akekho sesimweni esiryt for any relationship and friendship
      And I won't lie ngi worried I think uthwalisiwe guys and kwathiwa akaphume kwabangani cz ayenzi sense lento
      The last massage ayisenda ezoya emaputo wathi "in every thing uhlale wazi ngyohlezi ngikuthanda"😢😢

  • @mbalivanessa1978
    @mbalivanessa1978 2 місяці тому

    Usathane udlala abantwana... UJesu kuphela osindisayo! Mbize ukulindele... Elakhe igazi liyasindisa!

  • @NozikoNcayiyana
    @NozikoNcayiyana 9 днів тому

    Accept Jesus cc qha ukholwe kwangempela ungadlali nge vangeli ..sindiswa ...ngyafisa nje wamukele uJesu

  • @londiwedlamini8715
    @londiwedlamini8715 2 місяці тому +1

    Yii! Kuncono kona lokuhle weswela E5 we airtime🤞🏾

  • @njabulokhumalo4974
    @njabulokhumalo4974 3 місяці тому

    Iyoooooo😮😮😮😮😮😮haaaa ayi angazi nokuthi kuthiwani maku nje

  • @nomvulalangasiki3927
    @nomvulalangasiki3927 3 місяці тому +5

    Kosinceda ngantoni ukuzuza ihlabathi ekugcineni silahlekelwe yimiphefumlo!

  • @ThembekileZondi
    @ThembekileZondi 3 місяці тому +1

    Tyoooo😮thwalani nkosyami 🙆

  • @maureenndlovu7915
    @maureenndlovu7915 3 місяці тому +2

    Weeeee wena ufuna ukuphila forever

  • @SylviaDlamini-u6q
    @SylviaDlamini-u6q 3 місяці тому +5

    Yekani ukthandizinto yabona manje uyalayeka ngalosathane wenu😅😅😅

  • @NonhlanhlaSkhakhane-bc2mp
    @NonhlanhlaSkhakhane-bc2mp 3 місяці тому +1

    Wazisiza ubaba wabaleka nengane yakhe.
    Thwalani sirite sihlanganisa o faflandi😅

  • @phumzilengema
    @phumzilengema 3 місяці тому

    Unesibindi mfazi ndini I salute your husband who run away with his son
    God blessed you with husband & children what do you want now who will be the victim of being killed as you sacrificed with your mother in low and the other awu!!! Nkosiyami mina engizele abafana 🙆🏿‍♀️🙆🏿‍♀️🙆🏿‍♀️
    Nkosi Jesus yelekelela!!!

  • @AYANDAGUMEDE-nn5hn
    @AYANDAGUMEDE-nn5hn 3 місяці тому +1

    bazofela emanya abantu ngenxa yokukhohlakala.....siyabonga ngokufunda

  • @LovelyBulldogPuppy-ms4vu
    @LovelyBulldogPuppy-ms4vu 2 місяці тому

    Ayyyyy isbindi sakho nkosikazi😮

  • @Lelodee8464
    @Lelodee8464 5 днів тому

    Tjooooo thank God andihambi micimbi hay bo kwaze kwanyanyisa

  • @BevCele
    @BevCele 3 місяці тому +1

    Cc ngiyakuzwa kodwa okunye awufuni ukusichazela kahle

  • @AthobekileXesha-ep1fe
    @AthobekileXesha-ep1fe 3 місяці тому +2

    Talk to brother Enigma

  • @TsakaniSejanamane
    @TsakaniSejanamane 3 місяці тому +2

    John3v16 john10v10 john14v6 1john4v4 john10v30 Matthew 6v33 revelation 12v11. Luke 1v37. Luke 10v19 Hosea4v6 AMEN ❤❤❤

  • @bhovunganemahlase9651
    @bhovunganemahlase9651 2 місяці тому

    Ziyakhala Schaka!! Isilungu😂Epic Episode🤣🤣

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 3 місяці тому +2

    Ngikhina eharding 🎉🎉🎉

  • @يونغاماتيتي
    @يونغاماتيتي Місяць тому

    inyang'enkulu ikhona eGama linguJesu

  • @NelisiweMthethwa-p6o
    @NelisiweMthethwa-p6o 2 місяці тому +1

    ukuthanda Izinto nkosi yibanami noma nginga hlupheka kanjani nginga nge esilingweni sikasathane

  • @thulasshamillamclachlan9637
    @thulasshamillamclachlan9637 3 місяці тому

    Weee mah King Schaka, sengathi lento isifuna wena. Buka nje isiwisa izinto lapho e studio 🏃🏃🏃

  • @LungeloMzizi-vn6st
    @LungeloMzizi-vn6st 3 місяці тому +11

    My advice for you please find the revelation spiritual home you will get help

  • @N0L2161
    @N0L2161 3 місяці тому +1

    Inzima ngoba akukho ukubuyela emuva. Once you sell your spirit to the devil it is replaced with a demon, hence why abantu abathwele banezinhliziyo ezimbi. If the demon loses its power kuphelile ngothwele. Only the very few lucky ones are blessed with their true spirit of light back.

  • @sibahlemalinga8387
    @sibahlemalinga8387 2 місяці тому

    Can you do a part 2 of this , we all felt so sorry for this lady and we want to know how she is coping now ?

  • @khanyimzizi7863
    @khanyimzizi7863 3 місяці тому +2

    Nomagoli, nomapointi😅😅😅😅😅😅.ey King mfethu

  • @NtombiMkoko-u5i
    @NtombiMkoko-u5i 3 місяці тому +1

    Ye wena uxakene nento ngempela izandla uyaziphitanisa kakuhle ;;;;; ye wena heeeeee

  • @goodmanmbukeni8394
    @goodmanmbukeni8394 3 місяці тому +3

    Dr2plus2 inkunzi zama kuye sis

  • @NokuthulaNoluthandoHlatshwayo
    @NokuthulaNoluthandoHlatshwayo 25 днів тому

    Abazona ilima laba abadayisa izithelo noma izinto emgwaqen nase madolobhen. Umuntu uhlulwa yin ekuzamen ngaphandle kokusebenzisa amandla angamanga. Akesyek nokubonela

  • @MsiziDladla
    @MsiziDladla 3 місяці тому +3

    Hhhhhhhmmm kodwa sisi ngiyakuzwela ngidabukela umyeni wakho isifundo la sithi ayikho imfihlo engeke ivele ngelinye ilanga aseneliswe yilokho uMdali asibusise ngakho singafuni imilingo esingazi ukuthi isiphetho sayo siyobanjani ,ngikufisela inhlanhla yokuthola usizo

  • @Remobie
    @Remobie 3 місяці тому +1

    You must go to Maputo to the family they will told you pay those things coz where working for you for those years you use them otherwise you ended staying in the street

  • @slindoZ
    @slindoZ 3 місяці тому +1

    Mmmm ukuthanda izinto ngaloluhlobo isono😮 waze wakhohlakala umama

  • @HezekielTele
    @HezekielTele 9 днів тому

    Confession, advices best remedy let's all learn from the best, but tough one 😢

  • @NomfundoQwabe-sk1bz
    @NomfundoQwabe-sk1bz 3 місяці тому +2

    Anginayo nemali yokuthengela izingane

  • @sindiswamkhize-b5z
    @sindiswamkhize-b5z 2 місяці тому +1

    Unesbindi ngempela lomama umuzwa ngisho ekhyluma

    • @tomngwenya3041
      @tomngwenya3041 Місяць тому

      Bonke Abantu bes'fazane banes'bindi. Benza yonke into eshiwo abangani.

  • @tandybrockett1308
    @tandybrockett1308 2 місяці тому

    Angihli hlobo mina ngisho ekhaya langizwalwa khona ngiwumuntu obkhekisisawo

  • @godwillrabodiba
    @godwillrabodiba 3 місяці тому

    She is the only person on the interview spoke nge direct experience yes-Sthwalo

  • @Nyararai
    @Nyararai 3 місяці тому +3

    nanzo seziwa ngemva kwakho King 😂 thar love of money

  • @SiyamthandaNtloko-po4fs
    @SiyamthandaNtloko-po4fs 3 місяці тому

    Oko nd'mane nd'khuza yhoo😧 black life TV i must thank you for revealing this to the public & also assisting people who are facing this problem indeed Bantu bakuthi let's learn a thing or two kule show wanga uthixo angak'nceda mama

  • @londimkhize9429
    @londimkhize9429 2 місяці тому +1

    Angeke nganikela ke nje ngomntanami. Ngincama ukuba yisihlupheki ngize ngife

  • @MaBhungane-t8h
    @MaBhungane-t8h 3 місяці тому +7

    Ey abantu banesibindi aw

  • @JessieShenxani
    @JessieShenxani 3 місяці тому

    Thembhani ujehova amen

  • @_emperorntaa
    @_emperorntaa 2 місяці тому +1

    Mmh ndikendazbukela videos ze blaq life but esi 😢yho uyamva ukhathazekile lo mama

  • @cherylcagi4312
    @cherylcagi4312 2 місяці тому

    Ayi shm yeneliswa yikhoku unkulunkulu akunika khona inqobo nje musaphefumula and usakwazi ukulala ngokuthula

  • @NelisiweMkhize-uk7jx
    @NelisiweMkhize-uk7jx 3 місяці тому +10

    Sikhona sesaba nenxiwa asiyindawo😂

  • @TsegofatsoMdhluli
    @TsegofatsoMdhluli Місяць тому

    Sicela umbuyise akhulume uyayi fihla akhulume nkonke

  • @Thabzo514
    @Thabzo514 3 місяці тому +4

    Awuzame ukuya kubantu abathandazayo bakwa Shembe, kumbe ungasizakala.

  • @MandisiHlatshwayo
    @MandisiHlatshwayo 3 місяці тому +3

    Yaz ukuhamba imisebenzi yabantu nw udla ukudla kwe rituals😂😂

    • @PhindyChichy
      @PhindyChichy 2 місяці тому

      That y ngingahambi micimbi,even emngcwabeni angidli

  • @NelisiweWinile-rq8jt
    @NelisiweWinile-rq8jt 3 місяці тому

    Ayibooo kunzima mnyango

  • @FaithMncube-v8e
    @FaithMncube-v8e 3 місяці тому

    We cc nawe wathandi izinto buka manje udli ngani zonke waqeda ukuthwala kunomvuzo ekugcineni bewazi dali igazi lomntu dali you are next ubulele nawe usendleleni 😢😢😢😢