UMOYA WENZUZA - MKHULU MAZIBUKO

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 25 лип 2024
  • Umoya wenzuza umoya ojulile kakhulu

КОМЕНТАРІ • 104

  • @sibusisosehlabela1419
    @sibusisosehlabela1419 Рік тому +7

    Siyabonga MaKhehla Amadala sicela Part 2 waleSihloko lesi.

  • @sindiswangubo2708
    @sindiswangubo2708 Рік тому +3

    akekho wazio ngenzuza hhay ngyawvuma lomoa wehlule

  • @user-wh7yl3dn8w
    @user-wh7yl3dn8w Місяць тому

    Mina sengiyiphuphe kabili inzuza
    Kodwa ngihlupheka okokugcina mkhulu,kungani ngihlupheka lina lithi inzuza ilenhlanhla

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 Рік тому +10

    Impunga wow yamnandi i chanell yakho bafo kucacile uhamba namakhehla amadala mpela

  • @sleendlovu5393
    @sleendlovu5393 Рік тому +3

    Sicela uPart 2 weNzuza, nibemfishane kakhulu mkhulu.

  • @sibusisombatha6187
    @sibusisombatha6187 Рік тому +14

    Yey yey! Iyashaya lenhlalisuthi Mpunga Yesintu Lana mfwethu udontsile ngempela.🙏

  • @zeeelove9259
    @zeeelove9259 2 місяці тому

    Kina ngiquqa olwandle mpophoma nomfula sendiphila ngazo ngoba andazindithini uyandihlupha lomoya camagu khehla 🙏🙏🙏

  • @sizakelemyeni4819
    @sizakelemyeni4819 Рік тому +6

    Siyabonga ulwazi…Makwande🙏💫✨🙏

  • @kwaneledamoyi2347
    @kwaneledamoyi2347 Рік тому +3

    Nithintile nayihlaba esikhonkolweni. Impande eqondene Nzuza ayikho inzuza zelapha ngokwayo. Ivana nentlanzeko. Ndavele ndoyika mawuthinta zalukazi ezigane aMakhehle.

  • @sithembisosthe5675
    @sithembisosthe5675 Рік тому +3

    Isintu would be elusive without a paramount work of impunga yesintu TV. Siyabonga🙏👏👏👏

  • @lindanimatibela8582
    @lindanimatibela8582 Рік тому +3

    Mina ngazi ukuthi Inzuza liyancika kwiDlozi lasemanzini...

    • @mazibukozakhe1244
      @mazibukozakhe1244 Рік тому

      AMEN MANGITHI IMBAXAMBILI NGISHOKHONA KUTHI IYANGENA EDLOZINI NASESITHUNYWENI IYANGANA FONA NGIKUCHAZELE KANJANI AMEN

  • @doctor20makhubo18
    @doctor20makhubo18 5 місяців тому

    Mkhulu mazibuko ngiyavuma likhona ikhehla elindizayo elinamaphiko NAMI ngalibona ngakuqa ngamadolo ngabhekisa ikhanda phansi

  • @godwillrabodiba
    @godwillrabodiba Рік тому +3

    We have been blessed by such a beautiful presentation ❤❤

  • @user-br6ls6dv2m
    @user-br6ls6dv2m 6 місяців тому

    Saniboani makhehla kuchazai ukuphupha inyoka enkulu uma ulele ewu size ongangestimela nobukhulu bayo noma uybona ephusheni ihamba phesheya komfula noma uybona ingizungeze embhedeni ngilele😢😢

  • @thanditlale2567
    @thanditlale2567 Рік тому +1

    ngibonga ukwazi ngemimoya engihluphayo

  • @mlantwasalomane9563
    @mlantwasalomane9563 Рік тому +2

    Ngibingelele kini boMkhulu sibonge ngezihloko ezinohlonzo....sihlezi sifunda lana ekhaya le Mpunga

  • @sifisonxumalo4976
    @sifisonxumalo4976 Рік тому +1

    Siyabonga ngolwazi ngicela nisiphinde lesihloko Ningene nijulekuso

  • @nonkumtetwa344
    @nonkumtetwa344 10 місяців тому

    Amen Mkhulu
    Okuchazayo sengike ngakubona emaphusheni ami kakhulu
    Syabonga ulwazi kwande 🙌🙌

  • @noxolozulu2291
    @noxolozulu2291 Рік тому +1

    Ever since i started watching this videos abantu bechaza inzuza, kuvela ngokusobala ukuthi akekho onayo kulaba ababuzwayo, they provide researched information. Some point are true, but the main idea of this spirit it what they dont have.

    • @zosibiya1398
      @zosibiya1398 8 місяців тому

      Very true,I'm also selective of who I listen to,lobaba when he touched inzuza yomkhathi then I knew ukuthi uyayazi

  • @g.mabongimasuku5180
    @g.mabongimasuku5180 Рік тому +1

    Siyabonga akwande Makhehla,
    Bengicela ukubuza ukuthi uma lamakhosazane uwabona emathathu engamawele ehla ngamafu khona kuchazani.
    Azibiza Ngezintombi zeZulu

  • @zamazondozama9491
    @zamazondozama9491 Рік тому +2

    Ngiyabingelela makhehla ami...angibonge Mpunga kade ngangikulindile ukuthi uthinte lesisihloko🙏🙏

  • @Spiritwave22
    @Spiritwave22 Рік тому +1

    Sign of inzuza are different not same with everyone...Mina yangigcoba ngilele ngavuka ngine sign on my left shoulder, out of fear i had to consult and ask ppl what happened! But up until today i have not done my initiation because i realized that its such a Hussle to get someone who knows in depth about it!!!!!! A lot he said is true though .

  • @nombulelomamba7433
    @nombulelomamba7433 Рік тому +3

    Mazibuko uyasati story sakhe...

  • @b-annm5571
    @b-annm5571 Рік тому +4

    I do so enjoy your conversations together...Very insightful...Regards❤❤✨✨

  • @nonhlahlajudith4650
    @nonhlahlajudith4650 Рік тому

    Syabonga baba awchaze wenabe ngnzunza .okshoyo yokho futhi kze kyedlulela.ngfua lana ekphahleni .kdwa soxoxa

  • @nomfundolibi9796
    @nomfundolibi9796 Рік тому

    Ngimamele ngoba mina nginguMamlambo, so iZangoma ezihlala duze kwami zitshela abantu ukuthi ngiwumthakathi omkhulu. Mara angizwa buhlungu

  • @lindiwenorah7946
    @lindiwenorah7946 Рік тому +2

    Amen syabonga mkhulu

  • @smangeletshabalala5158
    @smangeletshabalala5158 8 місяців тому

    Oh nkosi yami ngiyakuzwa mkhulu ngizofika kuwe

  • @simbongileblaai8930
    @simbongileblaai8930 Рік тому

    First time ngibona ubaba okhuluma ngesimo Sam ngokunjalo

  • @warrennaicker8547
    @warrennaicker8547 Рік тому +6

    Thank u so much for the knowledge u guys are doing a great job i have learnt alot from this programme siyabonga kakhulu

  • @thatothatohatsi6794
    @thatothatohatsi6794 Рік тому +14

    Mpunga this video is short and you keep on disturbing this man leave him to complete the delivery sicela ipart 2 yenzunza nabalozi

  • @Dumizulu_Rain
    @Dumizulu_Rain Рік тому

    Futhi lama Khehla Wenzuza ngesinye isikhathi avela ayi Nkunzi evela ngemibala emithathu Inkunzi ebomvu, Emnyama neMhlophe

  • @user-sb5rv3rx5o
    @user-sb5rv3rx5o 9 місяців тому

    Phuthini odliwa zinjinga ❤ Syabonga kanina

  • @siphiwengwenya1606
    @siphiwengwenya1606 8 місяців тому +1

    😂😂 😂😂nayithinta indaba enzima

  • @sibonisontanda1394
    @sibonisontanda1394 Рік тому +1

    Ngyaqala ukuphawula...Mpunga kube kuyaNgami ngabe ngithi imali ayibe neSthombe sakho,manje-ke haaaawu! Ifakakwa ipayutelwe no ikephy emzimbeni yethu.

  • @mlantwasalomane9563
    @mlantwasalomane9563 Рік тому +3

    Sobe sikhona eZola nawe Khehla lami Muna

  • @Nomandla_N
    @Nomandla_N Рік тому

    ❤ngicel ukukhanyiselek Kule🙏🙏 group

  • @ThandiThandiswa-jq3xd
    @ThandiThandiswa-jq3xd Рік тому

    Thokoza khehla
    Wayishaya esikhonkosini khehla qhubeka njalo nemfundo onazo
    Sayabonga

  • @mirensigawuke256
    @mirensigawuke256 9 місяців тому

    Ngayi phupha esuza ye kosazane yingenile ekhaya nga phinda nga phupha ehlathu yise mazini thx guys

  • @towakakhongisa6589
    @towakakhongisa6589 Рік тому

    Thokoza mkhulu. Cela ukubuza mangabe ubona amakhehla asendulu evunulile ephethe amahawu nezinduku zakhona kungathi amakhehla amabutho ekulundile kodwa ubaleke.
    2. Mangabe ubona ushaka ekujaha ngomkhonto ubaleke uhambe emlimlweni ubaleka
    3. Uma ulindiwe amabutho thiwe kulindwe wena kodwa ngigowesifazane

  • @nomthandazo182
    @nomthandazo182 Рік тому +2

    Asbonge ❤️

  • @katlehonglibrary3606
    @katlehonglibrary3606 Рік тому

    SIYABONGA ngezincazelo kuyakhanya

  • @mirensigawuke256
    @mirensigawuke256 9 місяців тому

    God bliss you guys withmanymany yrs

  • @khanyisilenkosi7535
    @khanyisilenkosi7535 Рік тому

    Eying mina angimuzwa ubaba uMazibuko ngoba mina kunezinto ezihlezi zenzeka ezingaphathelani nenyoka kodwa sekukanini ngitshelwa ukuthi nginenzuza engihlezi ngikuzwa kunento egxumayo ezansi kwesisu manje useyangidida impela.ake niphinde mkhulu nisichazele kahle.thokoza

    • @nvmkhungo2570
      @nvmkhungo2570 Рік тому

      Thokoza, qinisa ukuphahla bese unakisise amaphupho akho. Abanikazi bayoziveza.

  • @sibusisombatha6187
    @sibusisombatha6187 Рік тому

    Thokoza Mkhulu bengicela Uma ningathinta umnono ukuthi wona ungena kuphi nokithi ulashwa kanjani.

  • @khayosshombela2428
    @khayosshombela2428 Рік тому

    Iyashoda lenkulumo Mpunga, engathi ningabuyela kuyo futhi khehla

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Рік тому +1

    Asibonge isihloko makhehla

  • @mduduziMavundla7242
    @mduduziMavundla7242 Рік тому

    Cha mine angizwa kahle bengifuna ukwazi kuthi sibonakala kanjani indzundza

  • @MikeHalhead
    @MikeHalhead 2 місяці тому

    Sisezo bulawelwa lenzuza bakithi befuna lentlahla hayi andisazazi ubandiguliswa yini hayi asize isangoma sisize sithunywa sikho kodwa ngiyasaba

  • @ThokozaniMtshali47
    @ThokozaniMtshali47 Рік тому +1

    uMnumzane uchaza izinhlobo zenzuza. but akachazi kahle for abantu abangazi lutho ngeNzuza noma ngemimoya.
    lomoya uyahluphekisana uma uwuzela ngobuzo. kanti futhi awusweli uma uwulandela, bangaze bathi uthwele.
    kodwa kuningi esikufundile lapha siyabonga.

    • @mazibukozakhe1244
      @mazibukozakhe1244 Рік тому

      UMA FUTHI UFISA NOMA UFUNA INJULO KUMELE UFONE UKUZE UZOTHOLA EKUJULENI AMEN

  • @naledimasibi7320
    @naledimasibi7320 Рік тому +1

    Amen. 🙏

  • @intokozo444
    @intokozo444 Рік тому

    Siyabonga ❤❤

  • @thembisilephakula4470
    @thembisilephakula4470 Рік тому

    Ngiyabingelela ngicela ukubuza ,inhlwati yiyo na I Python

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Рік тому +2

    Mhh waychaza lento Mkhulu Nzima,siyabonga Mkhulu Mbanjwa ngokusisondezela uMkhulu Mazibuko

  • @iNazarethaNkosazana
    @iNazarethaNkosazana Рік тому

    Uma uphupha inkanyamba enophaphe ekhanda? Ingabe mimiya mini leyo?
    Syabonga ngenkulumo enkulu kangaka.

  • @nathizungu9146
    @nathizungu9146 Рік тому

    Esani nje isingisi kubantu kodwa aisuka

  • @buhletshabalala6329
    @buhletshabalala6329 Рік тому +1

    Ngyabonga kakhulu ukungelapha

  • @mdusabz6587
    @mdusabz6587 Рік тому +1

    All my questions nge Nzuza now answered mkhulu. Thanks Mwelase

  • @solomzisiko626
    @solomzisiko626 Рік тому

    Enkosi mpunga yesintu

  • @fakulepheana182
    @fakulepheana182 Рік тому

    Thokoza kehla ngicela okubuza ,ngibona enyoka ya makanda ayi 7 ,kusho ukuthini

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 Рік тому +21

    uYazi Mzukulu ka Mdumo last week I've been doing a research about this topic and I found out that you haven't touched on it. I am happy that today you're touching on it and you brought the right person uMkhulu Mazibuko. 🙏🙏🙏

  • @mpilonhlekhanyile7694
    @mpilonhlekhanyile7694 Рік тому +1

    🙏impuuuuuuungaaaaaaaaaaaaa

  • @kuhlemabuza965
    @kuhlemabuza965 Рік тому +1

    Ay syabonga makhehla ay kodwa lomoya uyahlupha ngoba akulula ukuwuhlambulula kanti uyayivala impilo

  • @user-nb2du5qf3y
    @user-nb2du5qf3y Рік тому

    I thank you

  • @jamesdutton7712
    @jamesdutton7712 Рік тому

    kodwa mpunga lngoma ekungcineni kwe video.....imnandi cela i gama layo😄

  • @thanditlale2567
    @thanditlale2567 Рік тому

    hi ngiyabonga bengingazi lutho

  • @lindiwelembede4006
    @lindiwelembede4006 Рік тому

    Mina ngabona eagle ihamba njengo muntu phezulu kusabisq

  • @tinangubane9349
    @tinangubane9349 9 місяців тому

    Aayibo ngoba le number evela lana moyishayela ibanjwa umuntu wesifazane ongamazi sdalo umkhulu Mazibuko kwenzakalani kanti lana??

  • @nathizungu9146
    @nathizungu9146 Рік тому

    I Mpungayesintu ibophele amaNazareth kulomkhakha

  • @KM-3111
    @KM-3111 Рік тому

    Lets accept JESUS ask him to give us a Spirit of GOD(Holy spirit) n refuse to b destroyed or tormented by evil spirits(marine spirits n snakes spirits pretending to b our ancestors.)
    Those demons pretending to b our ancestors hv destroyed people's life,their finance,marriages if u ignore their threats or calling.
    Pray ask JESUS to fight those things on ur behalf.
    I used to believe in those things until JESUS showed me the truth.

    • @mogalelegae8526
      @mogalelegae8526 Рік тому

      The problem you don't understand the language of the universe, you will be ever confused 😑

    • @sikelelambatha5270
      @sikelelambatha5270 25 днів тому

      i-Bible warns us about these spirits kodwa abantu abalaleli

  • @Kingz464
    @Kingz464 Рік тому +1

    Ake ngiphume eceleni njengo josaka, sesituse ngokwanele ngokomthombo wokuphuza, ngisacela ukubuza "ukwenza njani uku join?" nakhuya eduze koku subscriber nokuyinto ke thina bothina esayenza zisuka nje amagqozo futhi esiyigqugquzelayo.

  • @mirensigawuke256
    @mirensigawuke256 9 місяців тому

    Thx guys is what l m dreaming l was confuse know lm free

  • @nathimazibuko1900
    @nathimazibuko1900 Рік тому

    Uya hlola yini uMkhulu Mazibuko??

  • @user-sb5rv3rx5o
    @user-sb5rv3rx5o 9 місяців тому

    16:49

  • @zethunkambule6954
    @zethunkambule6954 Рік тому

    Unjani

  • @sebezondi8806
    @sebezondi8806 Рік тому

    Mpunga yesintu ngyabonga kakhulu ngolwaz enisipha lona kule channel ngfunda lukhulu
    Ngyacela ngelinye ilanga keningene nijule kumlozi nokuthi ulungiswa kanjani

  • @ntombenhlenhlabathi5691
    @ntombenhlenhlabathi5691 Рік тому +1

    Greetings Mpunga
    The video was too short and rushed😥

  • @siyabongahilton4734
    @siyabongahilton4734 Рік тому

    Cha makhehla ngiphakama nokubonga nje I channel yempunga Cha singifundise okuningi phanbili

  • @intokozo444
    @intokozo444 Рік тому

    Siyakhuleka 🙏🏾🙏🏾

  • @Pamela-pt8bl
    @Pamela-pt8bl Рік тому +1

    I dont geel like he was more specific of the symptoms n signs when u have inzuza spirit all i could hear is they related 😐😐😐bcos interviewer kept asking him abt inzuza

  • @samuel8692
    @samuel8692 Рік тому

    .

  • @dikeledinene7248
    @dikeledinene7248 Рік тому +1

    But he didn't explain the sign and symptoms of a person with inzuza for isithungwa., lacking information

    • @mazibukozakhe1244
      @mazibukozakhe1244 Рік тому +1

      ANGITHI GOGO NOMA MKHULU UMA UFUNA OKUJULILE UYAFONA AMEN

    • @sifundomsimang7
      @sifundomsimang7 Рік тому

      What are the signs of a person with inzuza spirit Dikeledi?

    • @mazibukozakhe1244
      @mazibukozakhe1244 Рік тому

      UZONGIFONELA UZOKUTHOLA KONKE LOKHO OKUFUNAYO AMEN

  • @abishuamaboho-ym8bf
    @abishuamaboho-ym8bf Рік тому

    Hi l had a dream of old women in the water and pull me in the water

  • @thembisilephakula4470
    @thembisilephakula4470 Рік тому

    Ngiyabingelela ngicela ukubuza ,inhlwati yiyo na I Python

  • @thembisilephakula4470
    @thembisilephakula4470 Рік тому

    Ngiyabingelela ngicela ukubuza ,inhlwati yiyo na I Python