Maskandi Talk Show Podcast EP38 | UMkholwane, Abafana BakaMgqumeni, Amagcokama, Umsebenzi omusha.
Вставка
- Опубліковано 5 лип 2023
- #jozifm #alexfm #maskandinews #ukhozifm #maskandi #sigiyangengoma #umgqumeni #amagezamahle
Lapha sasihleli nensizwa yakwaLanga eNquthu eyazenzela kakhulu igama ngokuba ngomunye wamagidangoma kaMgqumeni kanti nayo lensizwa inalo ikhono lokucula ayigcini ngokuba igagu ekusineni kuphela. Isixoxela nangomsebenzi wayo omusha esazowulethela abantu abathanda umculo wesintu.
Mfana webhova kwezomculo uyayishaya ingoma noma ecindezelwa nje unengoma
Usiqalise phambili kakhulu msakaz, iguest uthando layo lomculo lusukaph, yaqala nin emculwen, kanjalo kanjalo!! Ushodile umsoco kule interview
kuzwakele mfwethu sizolungisa kulelophutha
Siyakuthanda mfo kalanga gqubeka uyiphiwe lento awulingisi eyakho nje mkholwane isiphiwo sakho lesi sivela emazulwini❤
Siyakuthanda mfo kalanga gqubeka uyiphiwe lento awulingisi eyakho nje mkholwane isiphiwo sakho lesi sivela emazulwini❤😊
Ulena umama ulena uleee ngalena kuleziyantaba ❤❤❤❤khumbula iBhova
🔥🔥🔥🔥🔥
Ngumadodonku Mbalehle shaye nimbulale
Uthi abakwaMseleku babehlala behlale bemkhumbuze ukuthi iqembu elakwaMseleku shuthi ukhangelani wayengamela leyonto never
Leyonto siyayibona isaqhubeka baphusha isiSeleku emculweni ingakho bengayi Phambili ngokufanele
ibhemile inyoni ngyaybona ine Energy eningi.......Ay ngiyaythanda lenkabi iyawshay ushun weBhova
😃😃😃
Iphimbo kulendoda liyisimanga
Wayethanda ukushutha nalentwana umgqumeni impela
Ibeyinhle inkulumo maqhawe akithi nime njalo 🤝🙌uqaphele ishephisi emlonyeni ngelinye ilanga methuli wohlelo
Phansi umona Khupuka mkholwane 100% ezebhova❤
Asibonge mfwethu
Angikho happy ngomsakazi ukhuluma kakhulu ushiya isihambeli emuva kanjalo ne questioning yakhe ukha phezulu ama topic ngokwami kmele ngabe usika phansi nomuntu eze kanjall until manje kodwa asethembe kusakhuleka
Kuzwakele mfwethu sizolilungisa lelophutha
Kanti lomsakazi unjani nj? Umuntu umbhozomela ngemibuzo yangasekgcineni washiya okungasekqalen okbalulekile
Cha awkwaz uk interview umunt mft. Umunt umqala phezulu esekuMagcokama, askwazanga ukthol ukut uMkholwane uqhamuka kusiphi isgodi? Uzalwa ubani? Ufundephi? Wagcinaphi? Uyenini egoli? Wahlangana kanjan neBhova?
Cha angnelisekile nhlobo ngomsakazi usrobhe wasqeda nje😔😔😔😔
Asithembe bhuti uzothola ithuba kwamanye ama podcasts akuchaze konke
Kuzwakele mfwethu siyabonga, sizolilungisa iphutha elenzekile, siyathemba ngeke kusenzeka ngokuzayo
Tshali lethu 💪🏾💪🏾💪🏾
🔥🔥🔥🔥
Umsakazi unenkinga ubuza sengathi uhujws yimpi akanaso isineke. Eqale nje umbuze uMkholwane ukuthi ungubani wakwabani kuphi. Umculi akazishongo ukuthi ungowakuphi. Hhawu ujaha ukusho labo B Ben bakhe.
Siyabonga mfwethu ukuphawula kwakho sizimisele nathi ukuwalungisa lawomaphutha enzekile
Khuphuka
🔥🔥
Malikhuphuke njalo igama lkamgqumeni
Mkholwane mfethu bakuvalela ngaphadle bengakuqashi ngobauyacula kwaziumcane laphayakwibhova niyishayalento abakuqashebo lomaxoki ungeh nomcineka
Mfana wasenquthu phela anisashongo nje
❤muhl umsebenzi mwethu ucula kahle
Uyacula we tshali mfokalanga akulunge ngoba uyistar❤
Msakazi awungcelele kulyondoda engumkholwane ingfundise phela nam ngyayaz ngibona khona emaCD nini futhi ngyayayizwa
😄😄
Siyabonga kwaba kwazile ukuphawula ngokwakha lapho abangeneme khona. Kuzolungiseka ngokuzayo
Kuthiwa nje igama elith Abafana Baka mgqumeni laqalwa uNtshatha
waluphatha kamnandi uhlelo bhuti kwangathi sekuthelele umtshali ongena moto iqhalaqhala lakwabo
Siyabonga mfwethu
yandinceda le ndoda egoli ndizobanjwa ngama phara
Syabonga mfwethu
Ungatatazeli ben10, uzokhula nawe ube nesipiliyoni, cathu cathu
Msakazi uxuba izindaba, funda ukulandelanisa imibuzo,
Sizolungisa ngokulandelayo, siyawungo umbono wakho mfwethu
Batshele ukuthi ubuyiswe imina and ubatshele iqiniso le album yakho ephumile emva kweminyaka usuhleli🤙🏾
Siyakuthanda mfo kalanga gqubeka uyiphiwe lento awulingisi eyakho nje
Inkulu ingoma ❤
Siyabonga kakhulu , sicela u subscribe
❤❤🎉
🔥🔥🔥
Sikufisela inhlanhla Mkholwane
Inyoni engadliwa madoda
Awu mkholwane
😄😄😄
Yizo yizo gazilami
Mmmh lendoda ayikwazi uku Interviewer
Ewu cha nam angnelisekile
Kufanele elibele ukudlana neshephisi😂
Asibonge Tshali
Akakhuphuke😊
Khuphuka lapho mzukulu kaBhabhayishelele
🔥🔥🔥🔥
Ai mxm waze wa weak umsakazi ai
Sizolungisa ngokuzayo angaphindeki amaphutha eniwabonayo
ay angikho happy nge line of questioning, kmele uqale phansi mft ekuthandeni kwakhe umculo, waqala nini, wahlangana kanjan nobhova bese kuma uzongena emsebenzini wakhe
Siyabonga ukuveza ukungenami kwakho mfwethu sizolungisa lapho okonakele khona.
ai interviewer is not make sure... muyeke phl aslandise umlando yakhe ay lent yokulokhu umgubha ngokphuma kahle.. vele syaz akbanga kuhle sifuna umlando uthi uyazama ukulandisa wena awumnaki ubusy nje nento engathi shuuu nx ai suka.. yeka umunt asnike umlando wakhe wonke kusuka ekaaleni ai lento yokuythatha ekgcineni
Kuzwakele mfwethu sizowalungisa amaphutha
𝗜𝗾𝗵𝗮𝘄𝗲 𝗺𝗮𝗱𝗼𝗱𝗮 𝗸𝗮𝗱𝗲 𝘇𝗮𝘆𝗶𝗯𝗮𝗺𝗯𝗮
Sgubhusedeshi buya ndoda ayikho lento nxiiii lomuntu akakwazi ukubuza umuntu,I questioning iyamhlulaa aiii
Lomsakazi ihlathi usxhaphaze wasqeda
Kuzwakele bafwethu sizowalungisa amaphutha enzekile