Kusuke Umsindo Abafana BakaMgqhumeni Bekhishwa Besadlala e Stage

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 21 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 44

  • @ntokozomkhize6088
    @ntokozomkhize6088 Рік тому +6

    Akwenziwake lokhu kubantu myeke aksibon ub'nsizwa nok'hlakanipha uk'khiph umuntu estage myek umuntu okngcono ungamlaleli bazomlalela abalandeli bakhe!kuphazamekile impela bafwethu asingaysukel inzondo iyhlalele

  • @desiresa4281
    @desiresa4281 Рік тому +2

    Up laphooo, kudlalelwan kodw ngamaqhawe🙆🙆🙆🙆

  • @mqondisi3759
    @mqondisi3759 Рік тому +2

    Ikaze iyoqedwa yini inzondo esemuntwini kuphinde kuqedwe yini ukubhuqana. Awuyicabangisise nje: abantu bahlale phansi benze umhlangano ngokuthi bazomucekela kanjani omunye umuntu, ngokuthi bomuphuca kanjani isinkwa emlonyeni. Asikuyekeni lokho kodwa sifune okuhle komunye nomunye....

  • @user-dv4iw8zm2f
    @user-dv4iw8zm2f 9 днів тому

    Badakelwa abafana bebhova

  • @u-gtv1569
    @u-gtv1569 Рік тому +1

    Kudlalwa ngabafana beBhova laa😭

  • @nhlahlamathonsi
    @nhlahlamathonsi Рік тому +3

    MMM IWRONG LENTO YALABAPHATH BOHLELO

  • @mbuyiselophiliso5217
    @mbuyiselophiliso5217 Рік тому +4

    Kodwa bakwethu kungani thina sicinezelana sodwa kabuhlungu kanje hayibo

  • @mondlichris4944
    @mondlichris4944 Рік тому

    Haw doti munike lowenziwa ilabo mc maaan yaz ngezwa kuncinza makhwapha gaaaaah

  • @slondilemtolo1989
    @slondilemtolo1989 Рік тому

    Ngiyayiqalake leeee kukhishwa abantu e stage kanjeee, hawuuu banenzeni

  • @simomthethwa7799
    @simomthethwa7799 Рік тому +1

    Ziphi ezenu izingoma zigumbu

  • @khonamsani7131
    @khonamsani7131 Рік тому +1

    Manje u Nelisane konke asekwenza uyazwakala ukuth ucikeke ciiii

  • @thabangwellbelovedradebe2581
    @thabangwellbelovedradebe2581 6 місяців тому

    KOdwa bafana bakithi bekumele nishaye lona ngempama nivale phezulu.

  • @nhlakanipholwazi2819
    @nhlakanipholwazi2819 8 місяців тому

    Amasimbak lawa bf umculo ubulawa yilento abayenza bafan bakamgqomeni

  • @khemisikhumalo7481
    @khemisikhumalo7481 Рік тому

    Ayikho indaba yalezinsizwa zika mgqumeni

  • @philangezwizondo2719
    @philangezwizondo2719 Рік тому

    Ungabanaki Jez'elikhulu babona ngoba nakhu uzwana no Ngizwe Mchunu!!

  • @siyabongajacobngcobo7794
    @siyabongajacobngcobo7794 Рік тому +1

    Aba shawe abaphaza misa umcimbi

  • @dumisanidumisani3274
    @dumisanidumisani3274 Рік тому +1

    Yonke indawo ingoma zikamgqumen nicula zona

    • @bravondimande216
      @bravondimande216 Рік тому

      Umbuzo wami mfwethu basuke bebabizelani Uma kukuthi ukubona njengephutha lokho. Into abayikhalelayo nawe uyayibona bancishwe isikhathi okunye nokunye sekokwethu nje.

  • @Thandobilayi.bilayi
    @Thandobilayi.bilayi Рік тому

    Hybo mbhedo lo wenziwa kø jezi nxaa

  • @thobaningidi7220
    @thobaningidi7220 Рік тому +5

    Cha ninegcwagcwa madoda igazi lenu aligijimi

  • @brightonnhlakanipho199
    @brightonnhlakanipho199 Рік тому +4

    🤔Baze bancindezelwa ofish abakhulu

  • @zaneleshabalala4092
    @zaneleshabalala4092 Рік тому

    Hhayi bakwethu ukuhloniphana akusekho emhlabeni

  • @jeconiashangase9177
    @jeconiashangase9177 Рік тому

    Ave becika labo MC ababamba imic ngemizwa bese bekhipha abantu ngoba bona bengabathandi but bakhohlwe ukuthi ukuba uMC akusho ukuyozijabulisa wena kodwa uyophatha uhlelo olunabantu abamthandayo umculi wena ongamthandi.

  • @whowanttoknow4059
    @whowanttoknow4059 Рік тому +2

    Eyi azikhishwe lezinto sesiwumsangano lezinto

  • @fanaqwabe7655
    @fanaqwabe7655 Рік тому

    Angikaze ngikubone lokhu..

  • @khethabantu228
    @khethabantu228 Рік тому

    Cha amasimba lawa abakwenza kubaculi bakithi

  • @phakamanimadinana923
    @phakamanimadinana923 Рік тому

    Mnikezeni usgwebo sentambo lo mc adilengaye fast

  • @somnyamandlela361
    @somnyamandlela361 Рік тому

    Bathunyiwe vele jezekhulu

  • @thobilengubane6867
    @thobilengubane6867 Рік тому

    Bekwenzenjani lana

  • @whowanttoknow4059
    @whowanttoknow4059 Рік тому +2

    Nasuke nalwa nomuntu owrong bafana bukani manje kuphethe yena ngeke niqede e stage thina sazi lusanda manje ayi nina

  • @siyabongajacobngcobo7794
    @siyabongajacobngcobo7794 Рік тому

    Bayawu bulala umsebenzi omuhle laba fana baba hleli bemcimbi or angingi lomfana oku thiwa umcineka beno khuzane 😠😠😠😠😠

  • @nelisiwedlamini3407
    @nelisiwedlamini3407 Рік тому

    Hau

  • @GmultiStudio
    @GmultiStudio Рік тому

    BABAJWAYELA KABI

  • @tsepisomzalah6843
    @tsepisomzalah6843 Рік тому

    Ngyaysaba impi ezoqhamuka nalo bye bye nawe.

  • @njabulombatha5306
    @njabulombatha5306 Рік тому

    Lobhuti ophethe uhlelo uyenyanyisa uyedelela futhu nxa...

  • @malahleqwabe3978
    @malahleqwabe3978 Рік тому

    Cha lomphathi wohlelo uyadakwa yz lomfo

  • @nkosinomusamkhwanazi2163
    @nkosinomusamkhwanazi2163 Рік тому +2

    Nami ngamkhipha lokhu enza lomsangano wokuculisa ihlwele🙄

  • @ziphosimelane5755
    @ziphosimelane5755 Рік тому

    Oh no

  • @vusibhekan
    @vusibhekan 6 місяців тому

    😂😂lol

  • @bhekanisihle3488
    @bhekanisihle3488 Рік тому

    Ayisuka bazebayenza into embi

  • @josephkhethukuthulasithole7439

    Phakama Neslisani