When l listen ubaba l feel the deepest pain uma iBhova belingandlalwa okhozin.baqinisile uma bethi umuntu okhuluma iqiniso akathandwa ngisho uNgizwe mchunu uma akhuluma ngongobe tshathugodo ngiyabonga ukuzwa kubaba u Dr Shobeni
Nangu uYellow bone... I jus wanna say this is jus super guys big up... Am in Zim but I spend most of my time watching your podcast.... Ngicela nibize iqhawe lakithi eZim uZinjaziyamluma I will appreciate that kakhulu Kodwa chaaa uFalabo umfuzile uyise ngane zakwethu
Big ups gentlemen. Please bring in ubaba uSxhobo Mpungose next🙏🏾 Or better yet, bring in uMpungose naye Ukhuzwayo in one beautiful interview curated by either Nelo or Sthe.
Ngiyibuke ngayiqeda. Angijwayele ukubuka ama podcasts ngwaqede. Big up to you guys i think you outdid yourselves here
Siyabonga kakhulu Nsika yetgonga.. Ai Ukuthola izincomo from you kuyasijabulisa kakhulu🙏
Kwaaaaa zakhala😀😀😀
Ubowabuka uwaqede ngoba nathi sizokushalazela ukubuka awakho ama-video...abantu abasekane
@@lusandashandu5182 awumtshele
Dankie Khuzwayo ngeqiniso lokuqedelwa kwe Album yeBhova
SHARP
When l listen ubaba l feel the deepest pain uma iBhova belingandlalwa okhozin.baqinisile uma bethi umuntu okhuluma iqiniso akathandwa ngisho uNgizwe mchunu uma akhuluma ngongobe tshathugodo ngiyabonga ukuzwa kubaba u Dr Shobeni
Imibuzo yenu ave ihlelekile wezinsizwa kant nobaba uphendula kahle futh❤
He deserves the title of a Dr, Dr Khuzwayo.🙏
Syabonga baba uKhuzwayo uyibekile induku ebandla kumculo kaMaskandi...ngithanda nokujula kwakho kukhulu engikufunda kwinkulumo mpendulo yakho.
Mmmm wakhuluma Kahle Mnguni kuyasho ukuthi uyindoda endala ulimi lwakho lunesisoka kakhulu inkulumo yakho iyakha syabonga baba Khuzwayo ukhule njalo baba 🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Kakhulu ingubaba oqotho lensizwa
Yey futhi ngisakhala namanje ngoTshatha bevalela uMgqumeni emsakazweni.
💔💔
"Liliza ... lekhoda" 😂😂😂😂 baba u Shobeni ❤❤ ngidle amaningi esakeni.
This interview gets better and better all the way.
One of the best interview, ngyezwa nikhululekile ke zinsizwa manje.
Eish baba Khuzwayo uyobongwa mhla usuthule usulele kobandayo ngemsebenzi yakho emihle nobuchule bakho uyinqolobane negugu emculwen kamaskandi iqiniso ulibeka linjengoba linjalo nkulunkul asigcinele wena nje 🙏🙏
Hhayi bakhithi niyayazi into yenu, nami ngiyawuthanda kakhulu umculo wenu. Ngingayitholaphi ialbum yenu entsha-sha?
Ngithanda leya ethi, "UMsholozi".
Baba Khuzwayo ungubaba kimi okwangempela ngiyabonga lona k obongayo uMakhalesondela mfoka Gumede phansi le ejozini ngiyabonga kakhulu ukuyichaza lenkulumo abaningi abanomona bayayiphika 🙏🙏🙏❤️
Syabonga kakhulu baba Mnguni ngokucacisa ngomfudumezo, umculo usuhlaziwa abant abangazilutho ngempela. Nibancane kakhulu enazi ukt uk'thatha into yomunt okdala k'shiyana ub'chule bokukwaz ukuyphicaphica.
Bafwethu syabonga endlela eniybambe ngayo le interview, kubonakala nangendlela akakhululeke ngayo uMnguni kuze kuyofika ekugcineni. Well done gents
Thank you guys siyabonga ngolwazi esiluthole kubaba uKhuzwayo
i can't wait for lento ishiwo ngubaba ukhuzwayo yokuthi kunamanye ama Ideas kumculo kaMaskandi🤗
Nangu uYellow bone... I jus wanna say this is jus super guys big up... Am in Zim but I spend most of my time watching your podcast.... Ngicela nibize iqhawe lakithi eZim uZinjaziyamluma I will appreciate that kakhulu
Kodwa chaaa uFalabo umfuzile uyise ngane zakwethu
Big ups gentlemen. Please bring in ubaba uSxhobo Mpungose next🙏🏾
Or better yet, bring in uMpungose naye Ukhuzwayo in one beautiful interview curated by either Nelo or Sthe.
Syabonga baba khuzwayo God bless you, keep it up.
Benila kwelakithi. Benithole ubaba ohlakaniphe kakhulu nonesisoka. Up Mnguni
Sukanini madoda, Colenso Abafana benkokhelo.
Ngimkhonze kabi ubaba uMkhize.
Uyazi naye.
ubabuKhuzwayo yinkunzi kaProducer kulomculo kaMaskandi
Ingathi lo mfana ka Mqumeni uyezwa bakwethu ukuthi ubani owaqedela I Album ka yise .engalokhu ekhuluma into engayazi
Ngathi ubusumdinelwe nje 😂😂😂
Impela bekungaba kuhle bese kuba ilo wakwa Mhlongo uKhangelani owathi amanga lawo waqedela ini?
Nakhoke sekuchaziwe kufeziwe siyabonga👏🏽
Uthando lwabantu yilona madoda oluyonibeke ebalazweni sibonge ngomsebenzi omuhle 🙌
Yaze yayinhle yahleleka i-interview, icacile, iphelele. Nami ngihlez ngizibuze ukuth ngabe ubaba uKhuzwayo uyakunikwa ukuhlonishwa okumfanele engameni likamasikand. Uyinqolobane kulomkhakha womculo, uhlelekile ngisho ekhuluma. Nokukwaz nje ukuphatha umculi onekhono nohlonze njengoMgqumeni kukhomba khona ukuth unobuholi nomhlwenga kulendima. Njengoba esho ubephethe izingane zoma zishisa bhe, kanti ibhova ngapha liyivale thaqa imakethe. Laphendula umasikand waba ngalo. Okomndeni wakhe nakho kunemfihlo ethile, ngoba akugcini ngezingane zakhe ukuth zibenenkhono nenhlonipho, nabo benomfowabo intshebe bayisibonelo esihle ezweni kokuth basebenze bambisane bebe bengabandawonye. Ayandile leyonto kangako. Isikhath esining uthola ukuth umfowabo womunye bayanyoklolozana nomunye, manje bona ubathola bendawonye. Kuhle enikwenzayo Khuzwayo. Unkululunkulu anithande anibusise njalo.
Siyabonga ngalobaba ukhuluma kahle
Nani bafana ngiyanincoma kakhulu
Siyabonga kakhulu bafowethu muhle umsebenzi wenu niyi Real TV1 keep it up a good work ❤️👏🙏🙏🙏
Walaxaza umjikijelwa efuna ukuqopha wazewacoshwa usxhobo
💯✍️🏽✍️🏽kumele ugcineke umlando onjena kodwa
Nilande umuntu wokulandwa bafana, quality show👌
Mgqumeni kwakuyinkosi yomaskandi ngempela akobe niyezwa Mcineka ningalokhu nibiza u gcwensa ngenkosi yomaskandi shiiidiii maan
Qoma iBhova mawulithanda mfazi. Kodwa yeka igama leNdidane. Stabane ndini nokuqoma enye indoda
Inamandla le interview!!!✊✊✊,, And yavela yahluba udlubu ekhasin insizwa endala!!🌟🌟🌟... Well done guys uhlelo lwenu lu clean, ngethembe ukuth nincele nesutha kulowo m'bele ogwansile, ngoba mina ngidle ngesutha ngilana!!!Big up!!!✊✊✊...#Nsizwa endala!!!🌟🌟🌟🌟🌟🌟🌟🌟✊✊✊....
Uqedile Mpangazitha ungethole! Ngendaba yokuqedelwa kweAlbum kaMgqumeni.
Isisoka esikulobaba 👌 👏 Khuzwayo namaqiniso nje awakhulumayo syabonga madoda
Wavele wambeka uJaiva Zimnike njenge Nkosi yoMaskandi uBaba uKhuzwayo onodlebe uzwile.
Ngyakhala ngezingane amakhosi ayenzima ama album awo
Bengfisa nimbuze isihloko saleyo Album nezihloko zalezongoma ubab'Khuzwayo
Uyindoda Koda Shobeni yikho nje ngibakhonzile abafana bakho
Ngyabonga zinsizwa zeReal TV1, you guys rock💯
Ubaba uKhuzwayo akagugi koguga izingane zakhe, selokhu engaka uMnguni kazi yini imfihlo yalensizwa endala cha insimbi lena
Mnguni omnyama ungabanye bamaciko akithi engibahlonipha kakhulu
ngicela ubaba ushobeni ake ayo advisor oMcineka ngoba into abayenzayo iyona lena akakhalangayo
Yinhle interview, ngyoze ngiyiqede.
Aw insimbi endala madoda aygugi ngmpl u Khuzwayo inkunzi nd lobaba unesisoka ulwaz olula luning kakhul
uMnguni ubuhle bakhe busithwe isthunz somona wabant abasemandlen!!.. kuning angakwenza uma enganikwa ithuba kthiwe akake athuthukis uMaskandi
Kuhle kakhuluke lokhu okwenziwe I real TV 1 ngokulanda igqugqulu yoqobo yazi angikaze ngibone ndawo ubuhlakan8 bokulanda umunt onolwazi ngaloluhlobo
Bafwethu ngiyithandile kakhulu,angazi noma ningakhona ukusitholela iNtenentsha uQondani Mthethwa kunomlando engicabanga ukuthi singasizakala ngawo
Mina ngilalela umculo njer igama laMgqumeni😢 uvusa amanxeba ubaba uShobeni
Syabnga Bab Khuzwayo ngok2ol iqiniso klempikiswano yokqedelelw kweCd kaMgqumen bt kda min min ngbon uMlabalaba Khumalo ocisb asondel kwi Voice yeBhova
Kunjalo impela kodwa wayengekho ngaleyo minyaka, ngicabanga ukuthi ufike ngo 2018 emculweni umfokaKhumalo.
Eyiii yayshayaaaaa leyandoda umusa wetshitshi ✅🤞🏼🤞🏼🤞🏼😀
Wabeka ngoMgqumeni yena igama lakhe kumele engabe likhulu lakhulu kunalokhu
Siyabonga sidle amaningi esakeni 👏👏🤝🤝
Uhkozi kdala lonakala nghlezi ngisho kth ibhova lacindezelwa😭
Liyabheda ukhozi fm
Siyabonga kakhulu baba uMnguni nani zintsizwa niqhubeke njalo muhle umsebenzi wenu sohlale sineseka nikhule njalo
Abantu ababulal umaskandi kakhulu ungizwe mchunu beno tshata ngobe labo bantu ama serial killers ☹☹💔
uTalagu
Ngafika kwaBulawayo eZimbabwe, ngathola kudlalwa izingane zoma bathi bazithanda kabi .
Sacela Baba Shobeni athathe Lusanda zokhula lomfana
Sicela last album ye family Mr shobeni please siyawuthanda e kranskop emakhabeleni
Baba Khuzwayo 🙏🙏🙏👌👌
Luphi ke uqgoko olwalushaya phansi luthi akaze ukhuzani awqedele umsebenzi weBhova nakhoke kuchaziwe about 4 songs
Mina engakuzwayo wazonela yena wathatha intombi ka Khathide Ngobe owayethi ozoyenza umfazi
Nami ngathi mangikuzwa kwangiphatha kabi lokho nami
Uyindoda khuzwayo ✊
Up baba khuzwayo
Kanti Sthe unesiphongo ungasho, uhlezi usifihle ngomqhele😂😂
🤣🤣🤣🤣 Uyaphi lapho uzobuya nobani
😂😂😂
🤣🤣🤣🤣
Siyabonga Baba bacindezelwe abaculi yiilomsakazo ngingabala abaphunyuka kanzima futhi kwabangathi imbangizabo zingaphezulu kwabo Mgqumeni Mjikijelwa Bhekumuzi iThwasa uDlubheke nofowabo engathi bayamqala manje noMdumazi ngikhetha laba ngoba ngibona engathi lomsakazo awubathandi abaculi abadla isigingci lento yabo yabasebenzela ngoba lunabalandeli abaningi siyalulalela siyaluthanda seluyazama udlala umculo wesintu bayazama omamuDUDU ZIMDOLA TSHATA MROZA eish abanye ngathi abawazi ayi siyabo nga babuKhuzwayo
Kanti bayawazi akekho umuntu ongayazi ngoma. eculwa ngakubo makujatshuliwe ukudlala nje noma yingoma eziyi2 ohlelweni
Baba ushobeni ngiyakuzwa mina kodwa kukhona izinto abangazi buzanga ebendizifuna
🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥
Ninangane kukude lapho niyakhona ikosi inibusise ukhozi FM luyi ANC
Mina ngikhathazwa yindaba ka Muhle Khandosi Khuzwayo owayenekhono elingaphezulu,, kodwa akekho okhuluma nangaye,, eish
Wayengekho ngaphansi kwa babuKhuzwayo yingakho engakhulumanga ngaye, wayengaphansi kwaNganeziyamfisa...yena wayesho ngezwi lakhe uKhandosi
ai niqophe umlando madoda nalanda indoda engajwayele ukuvela ebantwini, kuningi esikufundayo kulamdoda ay abafana abancane abazi ukuthukana nje kuphela
Bengngazi ukut intshebe izwala no shobeni eyii sifunda njalo
Yellowww bone you are too professional
Bab'uNondindwa, ispiliyon sokuProducer skhona🤞
Ukhuzani uyena owaqedela i album kaMgqumeni. Ugqoko luqambe amanga kuGezani
Bemudlalisa mhlampe
@@RealTV11 Ey asazi, sesizozwa mhla bebuza uBabuKhuzwayo uqobo.
Great interview
Awu siyabonga bab'uKhuzwayo, okokuqala ngithanda ubuciko bakho bokukhuluma . Is Zulu sakho mhlonishwa sivuthwe vuu. Uyibeke ngayibona ngiyabonga baba izandla zidlula ikhanda futhi uma abaculi bengajula ekulondolozeni ulimi ngendlela engikuzwa ngayo ma ukhuluma ngicabanga izwe labensundu lingabuya lime ngezinyawo zalo. Engingeke ngisho ukuthi bakhuluma kanjani kodwa ngiyafisa sengathi intsha ingafunda lukhulu kini . Ngiyabonga okhulumayo ngu Nkosie eZimbabwe phansi kwelika Mashobane.
UFALABO UFANA..NOBABA wakhe
Ntombi zimbuka ngedata nensizwa yasenquthu ngiyabonga ngobaba shoben no Mgqumni nakhuluma ngo Mgqum
🎉🎉🎉syabonga
Kodwake lengoma ka Khuzani uNikiwe ushuni wayo ukhona kwi Sicret
Syabonga baba wayibeka yacaca
Uku liliza nokulekhoda, ngyathanda lapho olimini lwakithi nami mangithi ngyasheka 😂😂
Ukulekhoda!!! 😂
@@SbongamandlaMaphumulo kumnandi kodwa esintwini
Da lace ngicela ninginike ithuba ngibe Co-host Nam angidingi nkokhelo ngalokho sdalo
0749495222 ngithinte bafo.. Real TV1 ekazwelonke
dankie yellow bone mzame bakithi
asibonge kubab" uMnguni nakini bafwethu. sisacela ubaba uNkomose Mfiliseni Magubane
Siyabonga.... Siyamufuna.. Somuthungatha
@@RealTV11 ngicela nimthole bafo nimcele ezolandisa abantu ngomaskandi nesigingci ngoba unolwazi olubanzi
wayiphefumula indaba yama awards😂😂 syabonga nondindwa
Cha muhle umsebenzi kodwa ngilinde ngo 07:30 lutho isikhathi senishintshileni
Ncese kuleyo ndawo.. Sibuye sihlushwe computer ihambe kancane.. Ncese
Wayigqibezela UKHUZANI album ka MGQU, ayikokuqala ukuthethwa lento, ongakholwa uyakhola ngk
Cbonge ukuzwa ubaba Khuzwayo onamava a maningi emculweni
Ngimkhumbula kahle uEnock Nondala.
Owabuye waqala Iqembu "Abafana Bomkhalambazo"
Kanti wawungakanani 😂😂😂😂🙉
@@RealTV11, Ngidlulile nje ku40, uyabona bonke labaculi abadala ngyabazi.
Ngisho uMahawukela ngimazi ngamehlo enyama.
@@RealTV11, ngikhule ngilalela u Thwalofu, noMzikayifani Buthelezi, ngabuya ngalalela Ihhashi elimhlophe noMfazomnyama.
Ngabuya noBhekumuzi Luthuli, no Sandile Mbongwa, Amashayina Amahle, Shwi NoMtekhala njalo njalo.
niyezwakè izinhlamvu zazihlolwa ukuthi zingalalelwa yini abantu? manje um uzothi walifaka ngyalifaka uban osuke ehlola lawo masimba?
Ibhova
Odabeni lama awards uqinisile impela u Baba ngisho nakweminye imiculo ngaphandle kwamaskandi ayathengwa nje ndawo zonke
Ngicela Izingane zoma zikhiphe phela unsebenzi omusha.
INkosi yoMaskandi uThwalofu finish!
Kwaqala kwaba uBhengu, kweza uThwalofu finish.
Okunye after that umdlalo nje walabafana.
ubani umculi ongamusho ophuma ngaphansi kwesandla salabobantu othi kwakungama Nkosi omaskandi mina ngizokubalela ukuthi umgqumeni wayeyinkosi ngani
@@KhulekaniNdawonde , IHhashi elimhlophe, uSgwebo nabanye.
Kodwa akubalulekile ukukhiqiza abaculi mangabe uyiNkosi yomaskandi.
Ngaze ngajabula ibhova madoda
Lezinsizwa izinhlanhla zinsizwa
UYOBONGWA NINI UBABA SHOBENI NOMA UZOBONGWA ESESHONILE ? SOUTH AFRICA 🇿🇦
Thina bantu kufanele sizenzele
Isandla sedluli Khanda baba Khuzwayo
Uphi u Dlubheke ayoshay iqhude emnyango😌🥺🤔
🤣🤣🤣🤣🤣🤣
😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂 cha wehlule shem 😂😂😂😂
Loool waphuma eceleni, liyasho lona iqhude
😂 😂 😂 Ai bo ngempela mft Uphi.
Qwabe uyibekile induku ebandla. Nami ngiyeza ukuzobamba iqhaza ekhaya