Ukhipha isisu is to do sacrifice to d devil.Wondla I kingdom of darkness.USatana ubasemandleni ngenxa yakho.Many they think bakhiphe igazi or amahlwili.kodwa cha akunjalonje qha,kodwa kusube ubulele umuntu.Iningi labantu abenze lento babuye baphazemiseke ngenxa yayo lemikhuba abayenzile.and b4 God bazokuphendula futhi. Uma ukhulelwe zala unikeze ithuba lomphefumlo uphile nawo. Usisi lo okhiphe isisu ubukeka engazisoli ,engayiqondi nemiphumela yayo okwamanje kodwa nakanjani uzokuyiqonda leythi.ukubulala kuyisono ,isono siyabulala ,the destination of all this is eternal hell.Sisi ongumbulali u need to repant b4 it's too late
Am not zulu guys can someone explain to me the meaning of ukusoma what's happening when a guy and a lady do ukusoma i understand she said they never had sex so what is ukusoma
poor lady had no choice, no man will understand , i feel sorry for her unfortunate situation, there is no way you can have abortion without interfering with the hymen,
It's very sad but nomjita udinga obhuti abadala bakhulume naye. Angalahli Ingane yabantu coz of his lack of knowledge. Someone will marry her and live a happy life forever. The pressure she's in or was in is too much for a young lady with judgemental people and strict parents.
Akulona ihlazo eli sisi le show ndiyilandela kakhulu ...is a part of life ... Nakuwe nakonu bekungenzeka usisi ... Mna ndigxeka abazali ngoba ukba akubele abantwana boyike ukuthetha nabazalibabo ...umntwana kufuneka akwazi ukuthetha nabazali bakhe nokba yintoni ... From: Flagstaff
I like this program,m a Malawian but l understand the language, but please help me l don't understand coz she's said she's a virgin how come she was pregnant??
The lesson in this ukusoma kuyakhulelisa coz the sperm swims. Intombi nto kumele ibe umuntu ohlambulukile not touched by any man in anyway sexual. Kobe ziyafunda lezingane.
Pls explain kancane nje... yini ukusoma... and yini intombi nto... ok leye ntombi nto ngiyayibona but yini ukusoma pls hele zelu pple... mina am not zulu
Ukusoma is the Zulu term for monoamorous simulated intercourse (outercourse).The same way you practise kissing a wall when you're feel like you're ready to have a boyfriend lol. According to my understanding it's only the head of the dick that touched the vagina(stimulation/ sensation vibes) I just don't understand how the sperms got inside without the Vitamin D inside because she's still a virgin. So basically she had sex without having sex 🧏♀️🤦♀️. I know it doesn't make sense but apparently thats what happened and it's possible. I guess this is how Mary Madeline fell pregnant 😂😂😂😂😂😂 Ai andiyaz maan
Iyangicasula indaba yalentombazane.ithuka ama VIRGIN Angeke ube yi Zvirgin usuke wezwa izinseko zokulala Awseyona intombi nto usuwavuleka let alone i hymen i intact Awuseyona intombi usungu Mama straight away Lo Mama onihlolayo kumele alikhiphe iqiniso,lento Sengathi ungephuka UMHLANGA khona uzophoxeka
Wena cc umoshile ngesisu kakhl ngokukhipha sisu nd bhuti uqinisile uzokuthemba ngani vele mnj musa kuphoqa lobhuti vele sengasho noma yini kuwe nawe futhi kanjalo if bekunguwe ubungakholwa kanjani kwaleyo ngane isibulewe cc ay ay awenzanga kahle shym whatever ulitshitshi or what ubulala ingane for what good reason ungummntu wesfazane sies asoze uthole bantwana wena mpilwen yakho yaz ngimzonda kanjani muntu okhipha sisu nobulala ingane ay mani mfazi ungaphinde uzibize ngetshitshi wena lobhuti u sure ukuthi ubuqomile wena walala nomuntu wakumithisa vele nje kungaba kanjalo vele aysuka mxm
I'm addicted to this channel yoh❤
Thats why ngayishiya leyo South Africa inezimanga nginilalela ngila Dubai
Siyakuthanda kakhulu Stufuza intokazi ezalwa nguMamkhize ❤❤❤
That is good question sifuza ngampela itshitshi umntu o clean ones wavuma umfana Noma ungalalanga usuyiqhikiza awuselona itshitshi
ubhuti no Sisi baswele ulwazi kuyenzeka umithe Uma usoma
Kanjani? Please explain
Uyamitha umntu osomayo umfana Uma echamele la emseleni wemomozi amaspems ehlanjalo azengene embotsheni aze ayonconsela phakathi ikakhulukazi mangabe intombazana isomise umfana kanti kade isesikhathini Noma iphumakhona
Amen.
Kanjani bakithi esoma chazani phela
I think BlaqLife is making a positive impact by offering counseling services.
😢mhhh kuyenzeka ukhulelwe usoma ngabe kwabangcon kuth wazidela washo kini bebezo understander kini
Waze wambuza kahle u Stufuza❤😊
Awselona ke iVargin ungumama kaMsolwa
Yes kuyenzeka umuntu amithe ngesikhathi esoma lokho kubizwa ngenjubelo, if umgabuza abantu abadala bazomfakazela usisi
Iyaxaka indaba yenjubela, njani ? Sisomile but injubela, siyaqhathwa nilale isfazi. ukhulelwa kanjani usoma unamanga.
Uma usoma ulala ngecala uwulali ubheke phezulu mese uvuka futhi uvuka ubheke phansi ngesisu hayi ukubheka phezulu ngoba phela I sperm esishibilikayo Uganda sona
Hawu madoda Stufuza wamuhle boo....izwi lakho limnandi emadlebeni ami ..Anginandaba neyifihlo zabantu ...
😂😂😂😂awunandaba nok'ningi ......cha muhl'impela nephimbo lakhe limnandi❤
😂😂😂ningakhohlwa ufake I ring
😂😂😂😂
@@nolwazisiyaya1281😂😂😂😂
Ukusoma kwenziwa izintombi and kuyenzeka umithe if isoka lichamela kuwo amathanga.phela khumbulani isperm into ephilayo siyamover
Mmmmh kunzima bandla kwakufanele ugezwe and umntwana uyena engeke obambe izindlela zenu
Hayi umuntu uyayizwa imihlola umaria intombi
Indaba iqala ekutheni uyitshitshi ube uqomile once waqoma usiyiqhikiza noma usungayeka ukuzibiza ngetshitshi ngoba alikho itshitshi eliqomile
Kule Mihla akufuneki ude ube stricky kakhulu xa ungumzali ...
Abantwana bakho mabangoyiki ukuthetha nawe ingxaki zabo xa ungumzali ....
Unobangela wayo yonke le nto ngabazali bakhe ....
Ukba uMama wakhe ebekwazi ukuthetha naye ingxaki zakhe nje ngomntana wakhe bekungeke kude kukhushwe izisu ...
Ekhaya soze siphiwe ngokufanayo ukusho soze batshate bonke / ngendlela efanayo
cha lo cc uyamazi umuntu wakhe n isona isizathu esenza athathe decision enje ...nkosi mxolele mntana wakho
Wayevele ezophika noma ingane ikhona 😢😢 ngamzwela Lo cc nkosi yami
Molweni ndicela umntu ongenangxaki andichazisele kabanzi ngokusoma yintoni ukusoma?
@@ntomboxolojabe2064 ukusoma ukwenza i sex emathangeni ,mfana engalufakile phakathi
@Ntomboxolo. Ukusoma ukulala nomfana but angayithinti inkomo enze amathangeni
@@asekhohanabe3493 enkosi
Stufuza umnqino wakho woow
Kuyenzeka umuntu akhulelwe kuko ukusoma yes iqiniso ngalesikhathi soku soma ngephutha isidoda siphunyuke singene esithweni sikamama bese ayakhulelwa ' kuyenzeka nkosiyami😢
Yini kusoma
Nakhona why itshitshi likwi relationship ngoba you must be single to avoid temptation 😊
Hhayi iqinisile lengane wayengeke avume ukuthi isisu esakhe,ungaphinde usikhiphe
Ogogo babehlanganisa amathanga uma besoma nomkhulu futhi bathi uba sekudeni nenkomo ukuze isidoda singehleli enkomeni nami ngithi babe gudla akukhona ukusoma
Wakhuluma imbude yendavundavu yendaba,akakhulume iqiniso losisi ayikho nje ayikhulumayo
Iphutha likasisi ukuthi angamazisi ubafo ubafo ngenkathi ebamba isisu.
Umuntu wesimame uyakhulelwa ngokusoma. Inkinga ukuthi uma nisoma nifuna ukugudlisa itoto kwimpahla mpahla ngethemba lokuthi izorobheka ingane lingene phakathi. Kanti uma usoma kumele ungene emathangeni ube kude nembobo.
Khumbula ukuthi isidoda siwuketshezi and if wena uchamela ngasembobeni, imbobo izosamukela bese after 9 months uzofikake uNgizosh'ekhaya. 🤘🏽
Ayikho nje ngempela lento aykhulunayo
Uyamitha umuntu osomayo i still remember back in High school our life science teacher esistshela
@@preciousnene3446 ukulalwa emathangeni uze ukhiphele kuwo wena ndoda
Beningakwazi ukusoma benigudlisa. Sowkhiphe isisu kodwa uya ezintombi ni??? Meluhlawuliswe wena qha usile.
Da way me and hubby love this channel 😅😅😅 sometimes he will ask me for an update 😮😮😮..I'm always looking forward to lunch time so that I can watch ❤❤
Ukhipha isisu is to do sacrifice to d devil.Wondla I kingdom of darkness.USatana ubasemandleni ngenxa yakho.Many they think bakhiphe igazi or amahlwili.kodwa cha akunjalonje qha,kodwa kusube ubulele umuntu.Iningi labantu abenze lento babuye baphazemiseke ngenxa yayo lemikhuba abayenzile.and b4 God bazokuphendula futhi. Uma ukhulelwe zala unikeze ithuba lomphefumlo uphile nawo.
Usisi lo okhiphe isisu ubukeka engazisoli ,engayiqondi nemiphumela yayo okwamanje kodwa nakanjani uzokuyiqonda leythi.ukubulala kuyisono ,isono siyabulala ,the destination of all this is eternal hell.Sisi ongumbulali u need to repant b4 it's too late
Haybo my brother 😳
Aikho lendo yo kuhlolwa it's killing your children you must stop it abanye use sim2 to save so called ihlo hai asasi
Ya'll sure know how the devil works. I wonder how he gets the into to u
Stufuza uzongixolela sisi wami.
Ngiyacala ukulalela umuntu onamamga njengaloyo sisi. Une 2wks sewazi kankani ukuthi sewukhulelwe. 2 neliso lisasekhoa udlale ngezindlebe zethu nomfo uvala ucingo nje ngoba engayikholwa nge eyixoxayo. Udlale ngalabomama.abakuhlolayo mje. Ayikho mje le eyakho ubethwe ubuqili nje.
Seconded
Kwakungamele ukhiphe umphefumulo ongenacala awusoze wakuthola ukuphumula
Yes nd uyahlanya lo sengaze akhiphe mphefumulo ngenxa yendoda ay ay okungenzeka akaqali kukhipha sisu yize esaseyintombi nto
Some people yebonine😭😥😢😰
Kodwa-ke zama ukuzixolela futhi ngoba usulikhulumile iqiniso mhleze uyokuthola ukuthula ngelinye ilanga
Kuyin ukusoma asqale lapho
Ukulala.emathangen
Am not zulu guys can someone explain to me the meaning of ukusoma what's happening when a guy and a lady do ukusoma i understand she said they never had sex so what is ukusoma
U Maria umama ka Jesu owamitha eli virgin
Kunezinto okumele sizimele singabantu Uma ziyiqiniso
Singesabi ngoba ekugcineni Kuba inkinga Enkulu kakhulu
I bekade ingalunga kusese early
Lomjita akakholwe iyenzeka lento yokuthi muntu akhulelwe elitshitshi akamukele Noma kulukhuni balungise izinto
❤❤❤stufuza cha ubizelwe kulento
nami sengihlukumezeka ngalezi ndaba ngicela i counselling Blaqlife
😂😂
Lendoda inenqondo emfishane
Itshitshi umuntu ongaqomile iqhikiza leli
😂😂😂😂😂
True itshitshi lohlale liyitshitshi nje
Omuntu ozele akaselona itshitshi
Kanti laba abahlolayo bahlola kanjani 🤷🤷🤷
Ikhona intombi nto ekhulelwe 🙈🙈
abaningi bayathengwa labogogo
Cha kanti lento isebenza kanjani iyangidida😂😂😂 8:32
Yes kuyenzeka umithe. Qha ke abantu anayiqondi uba kuyenzeka banolwazi olincan. But uyamitha if uyasoma.
@@Nosinosi21
Udliwe phakathi wamitha
Ukusoma ukudla amathanga
@@Nosinosi21yes dear uyamitha usoma kuningi kwenzeka
poor lady had no choice, no man will understand , i feel sorry for her unfortunate situation, there is no way you can have abortion without interfering with the hymen,
It's very sad but nomjita udinga obhuti abadala bakhulume naye. Angalahli Ingane yabantu coz of his lack of knowledge. Someone will marry her and live a happy life forever. The pressure she's in or was in is too much for a young lady with judgemental people and strict parents.
Hhayi ayikho leyonto. Lo ubelala nje qha. Ngeke uMithe ungaBhejwanga. Arizona izliima thina, akekhukume iqiniso
Ndiyawahlonipha amaZulu nawo ayalihlonipha isiko lawo kodwa le yindidane
Asahlazeka siyiBizana
😂 ungowase Bizana lo cc ????
Akulona ihlazo eli sisi le show ndiyilandela kakhulu ...is a part of life ...
Nakuwe nakonu bekungenzeka usisi ...
Mna ndigxeka abazali ngoba ukba akubele abantwana boyike ukuthetha nabazalibabo ...umntwana kufuneka akwazi ukuthetha nabazali bakhe nokba yintoni ...
From: Flagstaff
Yebo uyakhulelwa
Yini ukusoma ngoba usisi loo uthi abakalalanga nje please anyone ongangicazela
Akugezwa ezangomeni. Umuntu ugeza emfuleni ohambayo. Kufanele ashweleze emsamo usisi isenzo sokubulala ingane, azihlambulule, ageze ingane, ayiqambe igama bese eyigqokisa.
Kwaze kwanzima kuma2k cozalikho itshitshi eliqomile kanti yini itshitshi
Khuluma iqiniso gal nanigudla nina wamncikisa u guy
❤❤ngiyafisa sthufuza ukuba ubeyinkoduso yam Eastern Cape haaaaa ndakudinga cc ndi single cela ncedo nindidibanise naye bethuna❤❤❤ ngaama numbers plz
Angisakholwa ukth ikhona into eyitshitshi uma kuvela izinto ezikanjena nakqala sizwe elinye itshitshi lithi beliyenza isex esithweni sangasese esingemuva yini yona yonke leyonto kyethusa impela
Alisekho bcs last week ubekona la kuBlaqlife uthi ebefaka ngemuva sugar daddy weeeeeeh
Zyabonakala lezingane indlela eziyphethe ngayo akukho la ongaytholi khona aziyhloniphi shym
Akukho lonke uyamitha usoma kuningi kwenzeka obuza emaqhikizeni
Ingakho makwemula itshitshi kuvuthuke umhlwehlwe sukekhiphisisu asithole esoka. esikhiphe ngoba esaba amahlazo....mmmmm ai
No ukublamer umzali umuntu osomayo akamithi ngaphandle ma beshaya ingudla labo Bantu ingudla ungamitha
Please explain the act of kusoma
Izinye izinto niboba ondofanazo😂 bafethu
Stufuza akushiwo ukut ningangihlafuni inhlamba leyo cc please
Laze lonakala izwe 😢😢
Hayi andiyiva mna le ndaba itshintshi elinengane hayi sibadala makungadlalwa ngathi
Ayikho into ezohamba kahle ngoba wena uyalazi iqiniso.ngoba siyafundiswa ukuziphatha
Amen
Yin kan kusoma
Itshitshi elikhohlakele. Uyazi ukuthu kungenzeka ungaphinde uthole ngane. 🙆🏽♂️🙆🏽♂️🙆🏽♂️
Manje uyamahlulela? 😂
Iyo lengane owayilahla iyona evala izinhlanhla zenu
Manje masubulel ingane bazokthanda kini nendoda weee ngamane ngixoshwe
IsiZulu sisodwa bafwethu kodwa seniyaxuba nje cz nami ngingakuphikisa indaba ye yetshitshi isigaba leso btke asiyeke
Lapha ukhuluma iqiniso Stufuza itshitshi ngumuntu ongakaze athintane lowesilisa uMaria wakhethwa ezintombini babekhona ababehlekisana lamadoda babekhona asebelalile kodwa uMaria waye ngakaze ayazi yona indoda ngoba waze waphendula ingilozi u Gabriel wathi kuzayenzeka kanjani ngoba mina kangazi indoda leli liphutha elibuhlungu ungakaze ubelengane uhle uyenze ubugebenga obunje lapho zagugakhona uzabe usunjani
We konakale la kodwake ntombi uvuna owakutshalayo
Umithakanjani usoma bcs usuka ufaka emathangeni wase umithakanjani
Khulelwa kade usoma,inganekwane nje lena
Bayakhulelwa kodwa uma kuqondene uma lo wesfazane ezongena mapiriode or esanda kuphuma coz isbeletho sisuke sisavulile
Ubuwedwa sisi uthatha isinqumo osithathile kodwa manje usufuna indoda kubf iyona elungisa isimo kunzima . Kodwa angikujaji next tym kuhle ukuxoxisana nomuntu ophila nawe uzwe ngaye ukuphi uzizwa kanjani ngayo . Ungixolele uma kukhulume kabi ngiyabonga
Ukusoma yikudlala
Iphutha lokuqala ileli lokuvumela ukuba nesoka ube uyitshitshi. Lo mfana naye wenze into angayaz ngoba kanti akazi ukuthi ukusoma kuyamithisa.
Cha nami akebeyongihlola kanti umuntu oke wakhulelwa abamboni labomama😩😩
Siphuma khona ekuhlolweni thina cc😂 .ma usoma futy awulikhumuli i penty .ngeke u preg kukhona ipenty .kusonywa emathangeni futy kude lee ne khekhe 😂😂
Weee stufuza kanti u khulelwa kanjani u cc akalalanga le ne ndoda just a question ❓
Yooooh wazewakhohlakala wentombi mbumbulu
Ungakhipha isisu uyintombi ay no no cc awusayona intombi iso selizihlalele nje 😂😂
I like this program,m a Malawian but l understand the language, but please help me l don't understand coz she's said she's a virgin how come she was pregnant??
Qinisile wena stufuza ucc lo angaphinde azibize ngetshitshi akalona tshitshi qobo sdoda useyasazi mthondo uyawazi mzimbeni wakhe worse part useke wamitha nokumitha wakhipha nengane aysuka cc ubolile sbozi nje esichashe ngomhlanga
Intombi iyasoma cc ubusenza iqiniso kanti kuyenzeka uma uvume wasondela kakhulu enkomeni kaloku ijuicey lento yingako nje yehle yayongena wamitha
Ukusoma oku kukuthini ndiyashiyekela apho😊
Having sex without penetration okusho ukuth a aman akayifaki into yakhe entwen yowesifazane
Muhle uStufuza shame😊❤
Weeeeeee!!!! Kodwa ezinye izinto ziyaludinga ulwazi uqhubeka kanjani ukuya kohlolwa wazi ukuthi awseyona intombi? Ukungcola okungaka engcolisa ezinye izintombi.
Itshitshi akulona itshitshi ngeso ledomo kmele ubemhlophe ngcwele ngokwenkolo Cc awlona itshitshi alilali nomuntu weslisa nokuth ube naye awkwenzi nje awlona nje finish wants waphefumulelwa indoda nje awselona wena ke worse umama wengane
The lesson in this ukusoma kuyakhulelisa coz the sperm swims. Intombi nto kumele ibe umuntu ohlambulukile not touched by any man in anyway sexual. Kobe ziyafunda lezingane.
that''s what they're taught to preserve virginity
@thamisanqasithole
They keep asking
But amasperm
Aya swimer
Futhi uma enganawo umfutho
Uzochama angafiki
Kunegama lawo
Layo ngebiology
Anga swim kahle
Atleast ukube wayigcina ingane ngabe he has a proof now ukuth unengane akhona ama DNA test manje uyamtshela nje awusenayo nento ephathekayo
Unamanga u cc ngeke uthi uqala nomitha bese ugijimela ukuyokhipha isisu ungazange utshele nobaba wengani ...inobaba wayo ingani owayiphikayo naye. Uya confess ngoba iyakukhalela emaphusheni.uyazwakala la emlonyeni ukutha umdala
Thina kwithi kwa bhaca intombi iyasoma lento ekhulunywa wulosisi ngiyayazi
Yintoni kanti ukusoma?
Hmmmmmmm wathatha isinqumo esibi ngenxa yeskhathi esiphila kuso la ukubulala kungendaba zalutho,kodwa kuneskhathi la umama esizoxela ethi wathola umfowethu esoma kodwa akazange amkhiphe nakuba waphendula imibuzo kubazali,,u bhuti uyindoda manje..
Pls explain kancane nje... yini ukusoma... and yini intombi nto... ok leye ntombi nto ngiyayibona but yini ukusoma pls hele zelu pple... mina am not zulu
Uyamitha umuntu esoma
waze wasihlaza mtase why ungabikanga ekhayeni lomoya , on top of that ufake uphawu lombuyiselo.uhambe uyoxolisa esthunyweni uhlazo olungaka
Yoooh mntase kodwa yini ngempela waze wasihlaza
Yini ukusoma I'm sorry angikwazi
I asked my Zulu colleague and he laughed at me. Sbwl uyazi. Umitha kanjaani ivalekile phoo
@@sisiphokazimbewu9575 but what does it mean in English,?
Ukusoma is the Zulu term for monoamorous simulated intercourse (outercourse).The same way you practise kissing a wall when you're feel like you're ready to have a boyfriend lol. According to my understanding it's only the head of the dick that touched the vagina(stimulation/ sensation vibes) I just don't understand how the sperms got inside without the Vitamin D inside because she's still a virgin. So basically she had sex without having sex 🧏♀️🤦♀️. I know it doesn't make sense but apparently thats what happened and it's possible. I guess this is how Mary Madeline fell pregnant 😂😂😂😂😂😂 Ai andiyaz maan
😂😂😂iinstuku zokugcina@@sisiphokazimbewu9575
@@missgndlovu6946its oral s*x…so I suspect that they did foreplay and maybe some semen passed through
Ewu Kuyasinda Kubi ..😢😢😢
Lakelajolani itshitshi ?that is why agcine esesesinyameni
Indlela abafundiswa ngayo is not sure..😏
Iyangicasula indaba yalentombazane.ithuka ama VIRGIN
Angeke ube yi Zvirgin usuke wezwa izinseko zokulala
Awseyona intombi nto usuwavuleka let alone i hymen i intact
Awuseyona intombi usungu Mama straight away
Lo Mama onihlolayo kumele alikhiphe iqiniso,lento
Sengathi ungephuka UMHLANGA khona uzophoxeka
Kukuthini uku soma kanene?
Wena cc umoshile ngesisu kakhl ngokukhipha sisu nd bhuti uqinisile uzokuthemba ngani vele mnj musa kuphoqa lobhuti vele sengasho noma yini kuwe nawe futhi kanjalo if bekunguwe ubungakholwa kanjani kwaleyo ngane isibulewe cc ay ay awenzanga kahle shym whatever ulitshitshi or what ubulala ingane for what good reason ungummntu wesfazane sies asoze uthole bantwana wena mpilwen yakho yaz ngimzonda kanjani muntu okhipha sisu nobulala ingane ay mani mfazi ungaphinde uzibize ngetshitshi wena lobhuti u sure ukuthi ubuqomile wena walala nomuntu wakumithisa vele nje kungaba kanjalo vele aysuka mxm
Lona ukhuluma ngoMpumelelo angimceli udlalile ngengane yabantu but umbundla unqandwa phambili
Yebo Ntombi uryt itshitshi alazi lutho nge ndoda umuntu oselala endoda asome yiqhikiza lelo Ntombi stufuza bayaphàmbanisa labaabazibiza ngamatshitshi belala namadoda
Yini loku soma some one please explain
Ukube awusikhiphanga nganeyami ungaphinde usikhiphe