24 June 2024

Поділитися
Вставка

КОМЕНТАРІ • 443

  • @noziphovilakazi7916
    @noziphovilakazi7916 6 днів тому +20

    Abantu abayithandi into enhle Mavundla kodwa bhekana nowakho umuntu vele uzomosha bengithi uyamazi kancono uMashidula vele bazomonela ningajabulusi izitha ncono nenze ok yenu nobawu 2 yobe Vundla👏👏🙏🙏💔😭

  • @zanelehadebe1834
    @zanelehadebe1834 5 днів тому +5

    Ibuhlungu ngempela lento,nkosi lekelela.angive ngifisa kunibona nindawonye bantakwethu.jabhisani izitha.ngyanithanda❤❤❤❤

  • @jabulilemasondo4407
    @jabulilemasondo4407 6 днів тому +12

    Ngaze ngabuhlungu😢, yehlisani imimoya bafwethu. Siyanithanda kakhulu❤

  • @khahlisothinane9278
    @khahlisothinane9278 6 днів тому +14

    Mavundla is very smart , he wants her to confess and she knows she was wrong

    • @fikilefiki5270
      @fikilefiki5270 6 днів тому +2

      True befuna ehle axolise from the start😢

    • @saragora3331
      @saragora3331 6 днів тому +2

      No it's not about being smart. Mavundla is hurt. He has taken this decision out of heartache.

    • @tenzathabiso9254
      @tenzathabiso9254 6 днів тому

      Sizani mina kwenzekeni kanti ngafika sekubhidlika indlu

    • @tenzathabiso9254
      @tenzathabiso9254 6 днів тому

      Into ebuhlungu kangaka

    • @saragora3331
      @saragora3331 6 днів тому

      ​@@tenzathabiso9254UMashudula ogonwa amanye amadoda ekhona uMavundla. Futhi leya video iedithiwe kungezeka kuneziqephu ezikhushiwe ezingahlasimulisa umzimba.

  • @user-nt5xg3bh6n
    @user-nt5xg3bh6n 6 днів тому +14

    Cc ehlela ngezansi ngiyacela mfethu indoda iyahlonishwa, kanti nibahle niyefanelana, okunye cc iba nemgomo cc empilweni yeka manje ukuba okanoma ubani iba okaMavundla yedwa please 😢 xolisa cc lawenze khona iphutha nkosiyami ngiyacela cc phuma esxukwini maShezi usuwomuntu manje

  • @ThandiZondi-jl3iq
    @ThandiZondi-jl3iq 6 днів тому +14

    kodwa koti uma uzazi ukuthi uthanda kwaMavundla yini uvumela abafana bazenzele umathanda futhi phambi kwabantu ay kunzima futhi ibuhlungu

  • @MelodyMelz126
    @MelodyMelz126 6 днів тому +6

    Akukwazi bhuti ukuthi nivumele ivunguvungu noma omubi ajabule. Anikwazi ukusifundisa ukuyeka makunzi ubani othe kuzoba lula bafethu ngyala. Vele madisiniwe sicabanga into yamanje, kubuhlungu ke ukuthi uthathe isinqumo ngokulalela imizwa. Nalezimpimpi ezihamba phansi ngeke zisho mazinganijabuleli. Umuntu uma ekweseka ngokuphelele ngeke akuthumelele into ezoklimaza. Ningixolele uma ngiphambuka kepha mhlawumbe kubuhlungu ukubona abantu obathandayo belwa. ❤❤❤

  • @thembelihlemphile6299
    @thembelihlemphile6299 6 днів тому +4

    Mashezi sthandwa Sami, akusilona IHLAZO ukwehlela ngezansi endodeni, Noma ingaba nephutha kangakanani kodwa awuyilwisi indoda yakho ngamaphutha asendlulile, yehla ntombi mina ngyakholelwa kuwe

  • @thabisiletsotetsi9462
    @thabisiletsotetsi9462 4 дні тому +4

    Ngicabanga ukuthi uMashudula ubengakayiqondi kahle inhloso ka guy. Yena ubesathi bayasebenzisana futhi umkhaya wakhe kanti yena uyazi ukuthi wenzani.

  • @SenamileSnovuyo
    @SenamileSnovuyo 6 днів тому +3

    Kwazebuhlungu Lungisani uthando lunezihibe nezivuvaba kodwa lapho kumele luqine khona lungaphazamiseki luyoqiniswa yinina. Singabalandeli benu senzeni sibone futhi sithole isifundo esihle ngani siyanithanda❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @ElsieMathe-ec3il
    @ElsieMathe-ec3il 6 днів тому +4

    Mavundla ungayenzi lento ilimaza wonke umuntu ngyamxolisela ngane yami uMaShezi uyakuthanda lengane, ukuthi uhlushwa abantu abaphaphile bamoneke ngokwenza kwabo lapho kuwe, yobe nzukulu ngimdala ngiwugogo banjani izimfamona nezitha zothando lwenu, mxolele indodana ngiguqa phansi ngamadolo agulayo angasavumi ngithi yobe mtanami sekugula mina😭😭

  • @zanelethulimtshali9165
    @zanelethulimtshali9165 6 днів тому +23

    Please forgive her 🙏 eish and she can't even apologies without being stubborn cause of her pride. Siyanithanda you have come a long way please attend relationship counselling before any marriage or lobola

    • @bennymgudie7762
      @bennymgudie7762 6 днів тому

      Uyanyanyisa

    • @saragora3331
      @saragora3331 6 днів тому

      Ugaxelisa uMavundla ngento ebhedayo. Ziningi izintombi ezifuna uMavundla.

  • @user-tv9ko5zf8v
    @user-tv9ko5zf8v 19 годин тому +1

    Bafoza cha ngyakvuma ibambelapho into mawungayifuni awuyifuni😊😊😊

  • @SeroetsanaKortjas
    @SeroetsanaKortjas 6 днів тому +3

    Xolela Vundla omkhulu kusazoba nezingqinamba kulolu hambo lwenu ungathathi ngomoya phezulu. Mina ngiyayithanda guyz ❤❤❤

  • @KwaziBongiweZulu
    @KwaziBongiweZulu 5 днів тому +4

    Imnand I content yenu iyangkhuthaza nkosyam mina🥺😍

  • @zwakushiwoabsolom8179
    @zwakushiwoabsolom8179 6 днів тому +4

    Bhuti Mavundla ngyayizwa imizwa okyona kubuhlungu kakhulu.
    Ngcela bhuti kukukhumbuza ukt ukwakha nokvusa umuzi kaBabawakho akukho lula akzoba indlela emnandi,Ngyacela ukhumbule ikhaya lakho osuka kulona nokufisela lona okwabantu obaholayo uke ubashiye eceleni kancane uhloniphe amagceke akini nezifiso zakho ngomuzi wakwenu kwaTotisani bhuti iksasa lakho leli olakha noKaDlaba ngyacela bhuti 👏👏👏

    • @vusumuzintuli9508
      @vusumuzintuli9508 6 днів тому +2

      Eissh,Jaa,uqinisile kodwa kabuhlungu nalento yokubengathi ngizwe wedwa lo osothandweni.Losisi kubonakala sengathi uyazikhohlwa ukuthi usekusiphi isigaba.Akufuneki ulokhu ukhunjuzwa into eyodwa and mdala ngokwanele uMashudula for ukulokhu efundiswa ezinye izinto kufanele akwazi akuhluza into elungile nengalungule.

    • @makhosithusi6643
      @makhosithusi6643 5 днів тому

      Aybo ulaka Vundlas futhi ayshiwo leyonto entombazaneni ungayenzileyonto thina siyanthanda njalo musani ukungikhalisa guyz angifuni manixabana

    • @zwakushiwoabsolom8179
      @zwakushiwoabsolom8179 5 днів тому

      @@makhosithusi6643 Into eyinkinga la Sisi inkonzo yokwehla uMashudula akanayo kanti usephutheni kakhulu buka nje iDate mhlaka 07 sekmele uhlehle ngenxa yokwenza kwakhe izinto budedengu ezingasile sekmele ayochazela abakubo manje ukt kungani umhlaka 07 ungasekho.Kubuhlungu nathi asikthandi lokhu kdw asvumi futh kubukiswe ngoMavundla emicimbini kaMaskandi.

    • @winilemathaba8328
      @winilemathaba8328 5 днів тому

      Qinisile bafooo​@@vusumuzintuli9508

    • @winilemathaba8328
      @winilemathaba8328 5 днів тому

      Wakhuluma kahle shu doooo

  • @ElsieMathe-ec3il
    @ElsieMathe-ec3il 6 днів тому +2

    Nawe Mashezi qhela kubantu beslisa ngoba vele bazokuphazamisa kuMvundla okunganani bathi usuphakeme ngoba usuqome uMavundla kulungile ngoba iyakumoshela lento, ngicela uzehlise esokeni lakho uMandla, uzithobe ulibone iphutha, ngoba lento izolimaza imsebenzi nesithunzi senu, Mina nizokwesekwa kumhlaba ngomgcagco wenu ngibuhlungu Uma ingezulunga lendaba yenu kodwa ngizoniceba kuJehova Nina nobabili ukuthi kunabantu abangafuni ukunibona nindawonye ngizo ikhule Kela ngane zami uzehlise endodeneni yakho iNkosi ibenani nisazoxoxisena kubenokuthula 🙏🙏

  • @gugulethuxaba4351
    @gugulethuxaba4351 6 днів тому +2

    I love u guyz kakhulu ..nginibuka njalo frm kwandebele

  • @vusumuzintuli9508
    @vusumuzintuli9508 6 днів тому +2

    Yhooo hykhona,nalo cc akayaleki kdwa naye.Ungalokhu ukhuzwa ngephutha elilodwa,kuqale kwa ngomfo wezimbali nalomqabulo sekuyi chocolate manje nalomqabule futhi.Yekani izinto zase Ntshonalanga bakwethu akuzona ezethu.Bheka manje uzozolahlekelwe yinto ekhona ngengekho ngenxa yokuthanda izinto.Bekufanele ngabe ezinye izinto nezinye indawo uyaziqoqa kuzo uma uyazi into oyifunayo.

  • @GoodnessSK
    @GoodnessSK 5 днів тому +3

    Senenza izinhliziyo zethu zibebuhlungu kanti into yenu ibiyinhle mhlasimpe niyadlala

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 4 дні тому +2

    Ushokanjani ukuthi afiyeke uyamala..unesibindi sadestilo ngempela ..mugeze ke abuyele emhlangeni u Shudu ...uyintombi nto..engapotozwa so umehlisile sthunzi kodwa wabuye wamthrmbisa umshado ..phezu.kaalokho.ebengasakwazi ukuhamb ezezinyintombi so please Mgeze soka ndini

  • @inkosanayamaqhawe-bd7kz
    @inkosanayamaqhawe-bd7kz 6 днів тому +3

    Bosisi niyolahlekelwa okukhona ngento engekho ngokwenza izinto ninganaki. I kakhulukaz Uma usukhethiwe wabekwa ezigabeni sokuhloniphiswa. Kumele uqaphele indlela onyathela ngayo ngoba ziningi izimfamona ezisuke zifuna ukukuwisa ekuben engena zinhloso ngawe maqede uwe bhuuuuuuuu kuphele ngawe aqede aphume kanje kuwena

  • @mamosebetsintoa730
    @mamosebetsintoa730 5 днів тому +3

    Eyi lawina idimoni eliwu Zulu snack because wow uqobo lwalo.umsebenzisile u sathana futhi waphumelela. I think bekusamele niqine Kakhulu emthandazweni kuna lokhu ebenikwenza.Sisa cela umnike ithuba loku gcina

  • @ZaneleShabalala-f6b
    @ZaneleShabalala-f6b 6 днів тому +4

    Ufuna ukushaywa lobhut we sudi ngoba uzophazamisa into enhle

  • @cebolenkosimfuphi3301
    @cebolenkosimfuphi3301 6 днів тому +9

    Kona ngiya understand i behavior kamaDlaba ayiyinhle liyakhathaza iphutha elilodwa njalo, but wawuthe Mavundla ngeke umale why uthi aniyeke?

    • @user-vl4zy4fm6x
      @user-vl4zy4fm6x 6 днів тому +2

      Kunzima ubukisile ngaye kanti uMavundla usebenzela umphakathi uphethe izikole lomuntu lento nje iyamlulaza akukapholi nalokhu okudala

    • @thalithamngomezulu457
      @thalithamngomezulu457 4 дні тому

      Nidlala ngo Mavundla uyazi.
      Usebekezele lomtanomuntu enziwa isilina.
      It's enough.

  • @wandilebombo5655
    @wandilebombo5655 6 днів тому +4

    abantu ebebesengomane abamshayanga ngani lomfana asonela izwe

  • @BuhleNxumalo-lm4mz
    @BuhleNxumalo-lm4mz 5 днів тому +1

    Yabuhlungu into eniyezakho nijabulisa izitha manenza nje qedasi mashudula ngyanithanda mina nobabili❤❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @RowenVilakazi
    @RowenVilakazi 6 днів тому +2

    Plz Baba swabisa izitha plz ngiyakucela plz muXolele plz Baba plz plz👏👏👏🙇‍♀️🙇‍♀️

  • @Dumile-lt6jp
    @Dumile-lt6jp 6 днів тому +2

    Bakwethu konakele kona kodwa koniwa ngomlomo kulungiswe ngawo futhi bhuti Vundlas wonke umuntu wesfazane uyafana nengane ukhuzwa njalo mina ngicela nixolelane noShudoo nilungise inkinga zenu sngekho thina mina ngiyanithanda kakhulu ❤❤❤❤

  • @NoziphoNdlovu-ky5mf
    @NoziphoNdlovu-ky5mf 5 днів тому +2

    Aybo akusesona ke isizulu lesi ngazi ukuthi intombi ayaliwa,,baba Mavundla ake uchaze sizwe kwenzakalani manje

  • @makhosimazubane1701
    @makhosimazubane1701 6 днів тому +3

    Kodwa Mashudula wabanjn noktshelwa into eyodwa 💔

  • @ThulisileMakhunga-hc4lq
    @ThulisileMakhunga-hc4lq 6 днів тому +5

    Hayi abayeke kunzima la

  • @SamMosia-mz3mv
    @SamMosia-mz3mv 4 дні тому +2

    Mr mavundla ngiyacela umxolele uyi celebrate loyo muntu cela unganaki ukuthi uyenzan ngoba umuntu ojabulisa abantu mxolele baba vundlal

  • @user-xw6hk7gk5f
    @user-xw6hk7gk5f 6 днів тому +2

    Yehlisani umoya bantabami. You guys have been single for long. Patience, tolerance, sealed with love will conquer everything. Izitha ziningi, nizozinqoba, hold each other. Mina sengithi Cha, bonanani noma suitcase lingekho. Kodwa ningahlukani. Umuzi wakhiwa kanje phela izimfamona ziyanifungela ningazijabulisi. Ningakhohlwa nobabili ninabantu ebenithandana nabo. Nicabanga ukuthi banishayela izandla? Abanye banihambela izinyanga, bayanifungela, bajabhiseni. Siyanikhulekela God is there and we come against every evil in Jesus' name

  • @fisaninsindiso1672
    @fisaninsindiso1672 6 днів тому +2

    Ngakhumbula I buybale lelivesi elomfazi owakha umuzi ngezandla zakhe waphinda wawubhidliza 😮😮 kanti isibiba ubesikhohliwe yini lesi ayekhulume ngaso ukut uzokhothisa abahlekiwa abafana or kwenzakalani..ayikho indoda engavuma umhleze qatshulwa womfazi ohambehleka nabafana 🤞🤞abaseduze nomashudula abakhulume naye indoda ayingenwa emlonyeni isakhuluma oku worse makunguwe owonile.ukhuzwa ngomuntu oyedwa nakhona Waze wanesdina uzulu snack naye yooo uyonile into yomunye Kade iyinhle kanje😢

  • @Nondumisohlabisa22
    @Nondumisohlabisa22 6 днів тому +9

    Bhuti Lungisani wasethembisa kuthi ukaDlaba usukulungele ukumxolela noma engakoni kanti lapho wawuthini mfwethu
    Simelwe ukuxolela abantu bethu kuze sakhe ikusasa😢 ngaze ngakhala Jehovah wami selokhu ngavota ngyaqala ukukhala kanje😢😢😢

    • @thembiprudence4858
      @thembiprudence4858 3 дні тому

      Cha lento yona ibuhlungu kakhulu 😢😢😢😢😢......

  • @sizwezulu3604
    @sizwezulu3604 4 дні тому +1

    Vundlas public love ayikho lula, kodwa ke njengendoda ngiyasibona isikhwele sakho kodwa umuzi awakhiwa kanjalo. Khuluma nosis akuzwe kahle izinto ongazifuni this is training bhuti qina ndoda.

  • @bongumusamabika3846
    @bongumusamabika3846 10 годин тому

    Wise decision Mavundla, uma sekungathi iseworkshop kulungiswa njalo is a no! no!

  • @tkbheje8876
    @tkbheje8876 5 днів тому +1

    Bab Mavundla please seek professional help. ❤ I’m saying this as a specialist myself. You need a therapist.
    There’s no stigma in attending to your mental wellness. Uzobona nawe kuyoba nomehluko

  • @bathobilenqoko8564
    @bathobilenqoko8564 6 днів тому +1

    Awuu kodwa Jesu kanti usathane yinto enje uxolo ngane zami Mavundla ngiwumama omdala kodwa ngiyazendla kuwe ngiyazi ngane yami sekukuningi kakhulu kodwa yazi ukuthi indlela eya empumelelweni ayikho lula xola sana lwami uxolo ndoda siyanithanda kakhulu🙏🏾🙏🏾💔

  • @samukelisiwethabile5408
    @samukelisiwethabile5408 6 днів тому +1

    Ngyafisa nehlise umoya niylungise lento nodwa. ❤❤ngiyanithanda nibe nosukoluhle❤❤❤

  • @SboSbonga
    @SboSbonga 6 днів тому +2

    Kdwa Mavundla beyingekh indlela yokulungisa izinto 😢😢😢 ngaza ngabuhlungu

  • @mfundonomfundo2252
    @mfundonomfundo2252 6 днів тому +3

    Kaz, yibon ntenje, cstars Musa uku entertain bafana bazokumoshela wedali

  • @princesszililo4522
    @princesszililo4522 6 днів тому +2

    Kanti uyokwenzanjena na noma sekeshadile ngoba ngumsebenzi lona akanawuyeka uyolokhu eqatshulwa na yishoni nama agadwe ngama bouncer

    • @user-vl4zy4fm6x
      @user-vl4zy4fm6x 6 днів тому

      Iynkinga kuseylendoda yesudi eyellow

    • @thabisiletsotetsi9462
      @thabisiletsotetsi9462 4 дні тому

      ​@@user-vl4zy4fm6xYebo ngoba kuyacaca manje ukuthi ulandela/ucuphe uLungisani.

  • @nobuhlemstlomela9383
    @nobuhlemstlomela9383 6 днів тому +3

    Attitude 😳

  • @SnenezNenez
    @SnenezNenez 5 днів тому +1

    Waze wayishiya ke Intombi ngenxa yamaphutha anasbomu baningi vele bebefisa kube nje 😢akenilungise bakwethu 🙏

  • @mduduzintokozo5067
    @mduduzintokozo5067 4 дні тому +1

    Bhut mavudl len engiyibonay ayingiphath kahl. Ingenz ngifikwlw izinyembez ngob bes ngith kuhambakahl phakath kwen.
    Bt sengiyabon ukt ucc weth usadlal lomdlal wakh wobungan nokungazaz ukt umi kuph.
    Nalent owayenzay naw engath uyayikhohlw ukt isho ukuth kuy nakith.

  • @SEBEMDLILE
    @SEBEMDLILE 3 дні тому

    Ongabon okut uMashudula uyaxolisa islimaa🤞🤞

  • @RowenVilakazi
    @RowenVilakazi 6 днів тому +2

    Vundla yehlisa umoya plz nawe girl yehla bo plz lungisani plz yinhle lento umona uzohlala ukhona plz gayz🙇‍♀️🙇‍♀️🙇‍♀️💔

  • @nkululekomabaso1629
    @nkululekomabaso1629 5 днів тому +1

    Mina ngithi kunganjani uMavundla abe iPR specialist sikaShudu khona into engifuna ukuyibona.

  • @ondeladludla3075
    @ondeladludla3075 6 днів тому +16

    Lengane iyakuthanda Mavundla, but indaba ye social media iyayi overwhelmer.

  • @nomfunekonosilela3895
    @nomfunekonosilela3895 3 дні тому

    UMashudula was supposed ti apologise before the conversation went further especially seeing that this mistake is similar to what happened recently.

  • @thandazanidladla2997
    @thandazanidladla2997 21 годину тому

    Ngaphoxeka yaz nginithanda nonke yaz niyibonelo esihle kimi😢😢😢

  • @skhumbuzomtshali8364
    @skhumbuzomtshali8364 4 дні тому

    Ei!!!Kwanzima...Yah unamandla uMashudula ekuqondiseni inkulumo. Ebudedengwini bakhe ubuwumsuka wenkathi endlule, engakafiki kulesgaba...Besengithi Vundlas ustrong nenkulume ema ezezweni zomuntu nqo engengezi lokho kwenza owesfazane azibambe ngoswazi yena.

  • @lindokuhleprosper
    @lindokuhleprosper 3 дні тому

    Kufuna ukuba nobunukwana, budlaba-rish indlela owebza ngayo mfoka Mavundla.
    Isikhwele esikule level siyaye sikhashwe ukuzazi nokuzazisa okungaphaya kwesidingo.
    Ngiyabona useyakuthanda shame lomntwana naturally, kodwa iqiniso lithi for her peace of mind, she is better off.
    Ayidumi kanje Uma izohamba...❗
    #Ukuhlambalaza
    #Condescending
    #Controlling
    #ir-Reconciliatory
    #BetterOff

  • @madephindile5927
    @madephindile5927 6 днів тому +2

    😢😢😢😢😢kulungile bafethu ayii angikaze ngikhale kanjena.

  • @nkosinathimbatha9340
    @nkosinathimbatha9340 4 дні тому +1

    Into enhle ngalabantu ababili ukuthi bayathandana noma nje uMashudula kusesekuningi ekusafanele akufunde. Bengicabanga ukuthi njengoba eyintombi yase makhaya uhlelekile kodwa cha! izenzo ziyamphikisa, amaphutha akhe ayingozi kulezinga asekulo. Angimangali uMavundla eduba, amaphutha anjena ehlisana isthunzi mawumuntu wesilisa.

  • @phindiswakeswa5257
    @phindiswakeswa5257 6 днів тому +3

    UMashudula uvele angaliboni iphutha lakhe angaxolisi bakithi ave ibalulekile inkonzo yokwehla

    • @thandekadlamini4899
      @thandekadlamini4899 6 днів тому

      Usuke wafunda ama comment kulive. Ave ethukiwe bo! Ebizwa ngawo wonke amagama.

  • @SphiweSphiwe-vn6ie
    @SphiweSphiwe-vn6ie День тому

    Aiiish yabona ke lenkani yakho maShezi izomosha into okmele ngabe iyalungiswa🤞🤞🤞

  • @thabisiletsotetsi9462
    @thabisiletsotetsi9462 4 дні тому +1

    Sawubona bhuti uLungisani. Ngihlala njalo ngifuna ukusho nje amaganyana amabili amathathu kuwe.

    • @user-xw6hk7gk5f
      @user-xw6hk7gk5f 3 дні тому

      Yimaphi lawomaganyana endodeni yomuntu?

    • @thabisiletsotetsi9462
      @thabisiletsotetsi9462 2 дні тому

      ​@@user-xw6hk7gk5f Cha Cc ngibeke kabi. Bengingasho ngalendlela oyisa khona. Kubhimbekile ngempela. Ngicela ukuzixolisela laptop.

  • @NtombifuthiMbatha-pu5eo
    @NtombifuthiMbatha-pu5eo 6 днів тому +3

    Yazi ngaze ngagula ebusuku,sicela nilungise uthando lwenu nikhohlwe ngabantu banomona nje

    • @user-vl4zy4fm6x
      @user-vl4zy4fm6x 6 днів тому

      Kanjani amavideo enendoda yesudi yellow imfunza ochocolate not le aychazayo la

  • @PhiwayinkosiMbuyazi
    @PhiwayinkosiMbuyazi 2 дні тому

    Shiya phansi lesisfebe wena Vundlas. Uzomthola omunye uyinsizwa and usokile olimini.

  • @user-nc8lq6rr1d
    @user-nc8lq6rr1d 3 дні тому

    We we we ngaze ngezwa ubhlungu nkosyami kodwa Mavundla bungamani umale eceleni hhay la haaaawu,nxese Mashudula mfwethu ngyaz kunzima kodwa kuzolunga 💔💔

  • @RowenVilakazi
    @RowenVilakazi 6 днів тому +1

    Mavunda plz umuntu ongaxolelwa umuntu ophingile plz Baba yehlisa umoya plz siyayithanda into yenu

  • @zinhlecele6488
    @zinhlecele6488 День тому

    Engathi ungahlala uwuqoqe kanje umlomo Sisi wabantu. Angazi nokuthi kwenzekeni kodwa nje awuuu

  • @sibusisiweadora7266
    @sibusisiweadora7266 6 днів тому +1

    Mnxxxxm Asiyeke, wooow.....😢

  • @MasondoDumisani
    @MasondoDumisani 2 дні тому

    Mfo kamavundla mina ngizothi kuwe mfw2 ungathi kwawena ubungana sqinseko ngalento
    Awubazi yini abantu banjani noma akengithi thina bantu sinjani amazwi akho ayethi umugiya uthi lengane uyishaye kubuka wonke umuntu manje usuxakwa yibo futhi
    Mina ngizosola wena mfanakithi ugcweluk dlala
    Ngayaqala nokqala nje ukungena kulezi nkundla zokuxhumana sengihla ngabezana nalokphonxeka okunjeèe

  • @gwynnethmiemie7705
    @gwynnethmiemie7705 5 днів тому

    Ngeke ndodana,ngicela wenzele Thina.Isimo engimbone ekuso uMashudula ku live nomama singishiye ngibhocobele.Im sure akalalanga ekhaya.If ungaqinisekisa ukuthi u right emotionally noma ungasamfuni God will Bless You.Uyakudinga njengamanje.

  • @user-rw6kf5vd4v
    @user-rw6kf5vd4v 22 години тому

    Nxese Mavundla uyasho okaDlaba uthi uhamba yedwa wena ungekho kulelophuzu ngimcelela uxolo all thexway from joburg open yo heart baba its not everyone who knows how to handle fame ngiyacela ps find a place in yo heart to forgive her ps you deserve happiness both of you and stop being arrogant awusewedwa unoMashudula ungambaleli maybe you must hold her hand bcos you understand the industry better than her uxolo Mavundla

  • @lukhelesanele.6742
    @lukhelesanele.6742 3 дні тому

    Ngibingelele yazi mina ngokubuka kwami umavundla unothando leqiniso nenhliziyo esheshayo ukuphenduka nanokuthi ubhola lami sengiyahamba melike lathathwa omunye uba novalo nemicabango engaphezu kokweqa nanalento yokuba nothando eleqa uvalo mese Kuba uyena umama uthando unalo impela kodwa okunye uthando lakhe livuka kakhulu Uma isishubile kodwa mekusakuhle ubuye alibale kuhambe okungikwakhe phambili yes angiphiki umama mashudula u friendly kakhulu kangangokuthi engakhohlwa ngisho injabulo yakhe ingakephi ngikhuluma ngento engiyaziyo mina ngikuleyo relationship kumanje okungamusiza umavundla akazitsele ukuthi uzongthanda ngendlela ayiyona kodwa azazi if kungowakhe angakhombisi ulaka akathambise kancane ukumnika inhliziyo yonke anayo enze engathi akanakile inkomo edukile Uma ibona ingasanakiwe ihamba izibuyele ekhaya baba mavundla Uma kungowakho umama uyohlezi engowakho ngiyazi unalesikhwele sami kodwa ukwangisiza shenxisa inhliziyo kancane ipha ungaphisani ngayo until uze ubone senihamba nge patten eyodwa ngyacela engathi ingafika kuwe le message ngimncane impela kodwa othandweni sengikhule kakhulu😢

  • @ManziniZungu
    @ManziniZungu 6 днів тому +3

    Niyeka ini ke manje? Aybo!! Ningasenzi kanjalo Mavundla nomaShudula!

  • @philiswagabuza229
    @philiswagabuza229 6 днів тому +4

    Aphela Kimi amandla jeso😢 kdwa bakithi💔💔

    • @thandekahagile6393
      @thandekahagile6393 6 днів тому

      Mavundla unamawala ndoda ngeke awukwazi ukuzwa ngabantu NGO Thando kwakho nomuntu wakho khumbula ukhuthi akubona bonke Abantu abayithayo lento yenu Nino Matshizi nalaba abakuthuthela indaba bakubinile ukuthi awunaso isibindi uykhohlwa ukuthi wathanda umuntu osemahlweni Abantu kumele umethembe uzethemba nawe njengensizwa ziphelele mina niysibonelo esihle kabi ngiyamthanda futhi Kwadwo maniphathana kanje niyawephula umoya wami Shem 💔💔

  • @snenhlanhlamngadi9006
    @snenhlanhlamngadi9006 3 дні тому

    Ngisacela wehlisa umoya Mavundla siyaxolisa sinoka Dlaba lixhoshwa libhekile syaxolisa nkosyami😢

  • @manelizabuhle8515
    @manelizabuhle8515 6 днів тому +1

    Yeyi ngifohloke ka55 inhliziyo Yami futh angikwaz kuphuk komoya okunjena ngeke bakithi anehlise imimoya😭😭😭 nakhu somelwa nhliziyo Jehova Kodwa ngizoyithin lenkiyankiya cha ngibuhlung moyeni angifun kungasho ngiphukil🤞🏼🤞🏼

    • @Toomanly
      @Toomanly 6 днів тому

      Yeka imijolo yabantu u focus kowakho. Ezababili azingenwa.

    • @manelizabuhle8515
      @manelizabuhle8515 6 днів тому

      @@Toomanly cha ke ayi kuthi ngiyazingen.bengisho nje kuthi ngiphuke umoya ibuyinhle into yabo
      Owam ke mjolo awuding focus sdalo

  • @NkosiyaziHlela
    @NkosiyaziHlela 3 дні тому

    Saphikisana kakhulu nomunye endlini ngithi mina u Vundlas uzoyshada lengane wathi lomjita ngeke izomehlula ukukhanya kuzoveza ubala konke obekwenzeka ebunyameni bese beyahlukana n kunjalo malo

  • @SthembisoMkhize-fz6bt
    @SthembisoMkhize-fz6bt 3 дні тому

    Mavundla lomuntu wamthath umaz ukt usebenza ngabantu manje kungan nixabane ngba wamshela umazi

  • @user-qq7bw4fe5d
    @user-qq7bw4fe5d 6 днів тому +2

    Ubenephutha uMashudula uvuma kanjani ukucatshuzwa,ufunzwa nochocolate

    • @user-vl4zy4fm6x
      @user-vl4zy4fm6x 6 днів тому

      Ay ngakhathala ngeyokuqala indaba ñgabona ekekho crc lomntwana

  • @pumlahbuthelezi5717
    @pumlahbuthelezi5717 6 днів тому +2

    @mavundla can I remind you amazwi akho owawasho ku @mashudula you said “mina mama ngeke ngikwale kodwa uyozala wena kimi” manje yini le engiyizwayo la uthi asiyeke ngabe usezalile njalo uKaDlaba? Kahle mkhaya ungangenzi kanjalo awuuuu phela niyisibuko sothando oluhla kabi nina. Xola mwelase uMashudula usazibona e independent uyakhohlwa ukut sewakhetha futh usayingane

    • @tenzathabiso9254
      @tenzathabiso9254 6 днів тому

      Akakhunjuzwe umavundla amazwi akhe

    • @bongsfohla1339
      @bongsfohla1339 6 днів тому

      So heart broken Vundlas Nd Shudooooh 💔💔💔

    • @princesszililo4522
      @princesszililo4522 6 днів тому

      Namanje uzale yena umashudula ngokungafuni ukuyeka uzulu snack uqabula ishende engakaqabuli umuntu omlobolayo. Futhi ke singakhohlwa ukuthi wamnika ucu mhlawumbe kade ezolungisa indaba ye sudukesi naye lo yena ucc uyazi uthanda muphi kubo.

  • @SabeloDzanibe-om7ys
    @SabeloDzanibe-om7ys День тому

    Shudo phela musephuthen awuzami ukulilungisa ngokofuna elalomuntu okubone usephuthen.vuma ukulungiswa

  • @nokwandazwane1669
    @nokwandazwane1669 5 днів тому

    Baf2 nibahle niyafanelana Mavundla ehlisa umoya bhuti angavumi nje izilingo zasemhlabeni zimoshe intoyeni. N lobhuti wenza kakhulu manje, uzomoaha nje nasekuqaleni kwakinguye namanje. Ibheke lento bafo lomuntu u2nyiwe kuzomosha

  • @khayelihlegumbi7831
    @khayelihlegumbi7831 3 дні тому

    Shudu mele uzidele ngenxa yendoda yakho. Kunezinto obuzithanda okumele uzishiye ngenxa yesbophezelo sakho uthanda ungathandi if ubunezinhloso ezinhle ngoMavundla. Ningavumeli sathane angene phakathi kwenu nanjengoba nakwenza public izwe libuka noshathane utarget uku distroy into yenu enhle manje ke lungisani bese umuntu nomuntu ayazi indima yakhe okumele ayidlale ukuprotect i relationship yenu futhi ne position yenu niyazi Shudu lingaba buhlungu iqiniso kodwa zibeke kuyposition yakho uThixo ayevele ekubeke kuyo respect your man He is your lord according to the bible even nangokwesintu sethu. Mhloniphe phambi kwezwe bakithi plz

  • @zanelethulimtshali9165
    @zanelethulimtshali9165 6 днів тому +1

    Kodwa yini my couple

  • @sthembilekhanyile3096
    @sthembilekhanyile3096 6 днів тому +2

    Ngaze ngaphoxeka Jehova

    • @vusumuzintuli9508
      @vusumuzintuli9508 6 днів тому +1

      Jaa, eissh inkinga naye lo Mashudula akalaleli and uyazilibala ukuthi akaseyena owakhe yedwa if uyayithola inkulumo yami.

  • @shayizizwequietwell1012
    @shayizizwequietwell1012 3 дні тому

    Akuthiwa shintsha indlela osithatha ngayo kodwa shintsha indlela owenza musithatha n senze sikuqonde Kut uwusewedwa ukhethiwe ukhethile n khohlwa

  • @nomsadlamini711
    @nomsadlamini711 6 днів тому

    Aaw🙆 Nkosiyami 🙏Mavundla please forgive her why mara am heartbroken 💔😂😂😂

  • @ntokomazungus789
    @ntokomazungus789 5 днів тому

    NANENZANI VELE .BENITHI NIZAMANI NITANGINYANYISA NJE NGOBA NIFUNDISA ABANTABETHU AMANYALA..WEBHUTI ULATE FANELE NGABE USULOBOLE NJE STRAIGHT. UZE UTHOLE AMATHONSI ABANZI KOZE KUBENINI

  • @ZandileNomah
    @ZandileNomah 4 дні тому

    Ungowasemakhaya wena Mashudula if usukhethile nje kunezinye izinto okmele ungayhlanganisi nazo ,ayikho indoda engavuma umuntu wayo aqatshulwe enye indoda wears imfunze uchocolate ,urong Mashudula xolisa nje uzehlise,iphitha liyenzeka futhi lomfana akaqali ukwenza izinto ezizonixabanisa noMavudla

  • @gwynnethmiemie7705
    @gwynnethmiemie7705 6 днів тому +1

    Hhayi hhayi Mavundla.Buphi ubumnene nothando.Onile enjalo uMashudula,akumfanele ukubulawa adicilelwe isithunzi ephila esidlangalaleni.Nginesiqiniseko sokuthi emva kwalo live uMashudula is going to break down okuzolandelwa ukhwantabala.Waze wamjivaza Mavundla but if ubone kuzokupholisa kukujabulise kulungile.Isu lokujeqeza nokuhlabela phambili kokusiza Mavundla for the future.Angisho ukuthi u right uMashudula but indlela oxazulula ngayo is a big NO.Abantu abanithandayo kanye nemndeni yenu awuyivikelanga Mavundla.Kunesthombe osi paint engingazi ukuthi iyona nhloso noma.... .Yaze yangibulala emoyeni into

    • @olwenkosidlaminie6424
      @olwenkosidlaminie6424 6 днів тому

      Yobe Vundlas siyanithanda nini kaDlaba ilungiseni nje nehlise imimoya nixoxe kixhoshwa libhekile yobe bafo

  • @NosipoPrinces
    @NosipoPrinces 6 днів тому

    Hawu Jehoovah Nkosi ,Mashudula hlisa moya sisi ngubaba wekhaya lona,yhini isthunzi esinje kuMavundla

  • @nomfundozulu5647
    @nomfundozulu5647 6 днів тому +1

    Nina sekumele Nihambe ndawonye so that abantu babone ukuthi u are together. Now ppl are just taking chances with you banixabanise 😢uma benibona ninobabili ngeke kube nesiphithithi njalo

  • @thisismyamazingkitchengard1444
    @thisismyamazingkitchengard1444 6 днів тому

    He is so heart broken 😢 bakithi...

  • @zibusisosoni2551
    @zibusisosoni2551 6 днів тому +1

    Hhayi Vundla...... akwenziwa kanjena mntanami. Loluhambo lothando lunezikhinsi eziningi. Yeka ukujabulisa IZITHA Vundla.

    • @vusumuzintuli9508
      @vusumuzintuli9508 6 днів тому

      Jaa, eissh, kodwa kabuhlungu ukukhuluma into eyodwa iyacasula .

  • @FaneleMshengu
    @FaneleMshengu 2 дні тому

    Kodwa Vundla waze wawuphula umoya wami uyakuthanda uMashezi

  • @saragora3331
    @saragora3331 6 днів тому +5

    Njengoba ngangishilo bafo, ukuthi ngeke usamshintsha uMashudula. Niyathandana bafo kodwa imoya yenu ayizwani, ngiyazi from experience into enjena. Uyindoda bafo uma kukuthi uqinisile. Wenzakahle uyiqede kwi social media njengoba wayiqala kwi social media.

    • @saragora3331
      @saragora3331 6 днів тому

      Enye into wena bafo, ungazuthi awulwenzanga kahle ucwaningo ukuthi uMashudula uyithola kanjani imali, obani abamupha imali ukuze aphile noma uyisebenza kanjani. Buka manje sekuvela ukuthi une male bestie. Imagine, kuthiwa nangu umfazi kaMavundla omuncwa amanye amadoda. Awuthi ngithule, uyoba isiyoyo sendoda engathi idlisiwe bafo uma nje ungase....

    • @thandekathabethe9535
      @thandekathabethe9535 6 днів тому

      Mmmhhh nkosuJesu

  • @LungisaQangule
    @LungisaQangule 3 дні тому

    Mashudula uze ungayishiyi ndlu yakho sisi u Vundla akuve sowumshawuta ungasentla kwezindlu ngoba uzomenza aluze isinqumo sakhe sokukuvikela ndicela lamazwi ka Vundla ungasuki kuwo

  • @saniamashaba2313
    @saniamashaba2313 6 днів тому +1

    Inkinga ukuth she is starting to be famous manje she can't handle fame especially if you are dating in the industry you must always be aware that people will want to ruin a good thing

  • @bongiweantiz3285
    @bongiweantiz3285 6 днів тому +1

    awuh maria kazi yini jerova

  • @sbongukphiwachiliza8265
    @sbongukphiwachiliza8265 6 днів тому

    Sikhona isfundo engisfundile mina la kuyona yonke le relationship, even if bekuy Act nje ethize but one has learned something!
    Uyindoda Mavundla!

  • @velamazibuko8413
    @velamazibuko8413 6 днів тому +1

    Musa ukuthatha ngewala Mavundla please lento isengalunga please 🙏 bakithi musani ukujabulisa izitha nginicela futhi ngiyazithoba futhi

  • @beenzimande1516
    @beenzimande1516 4 дні тому

    Mhhhh kwakubi hle 😰💔💔💔💔💔💔💔💔 both of you