Mavundla ubize amaqhikiza emva kokungaboni ngaso linye no Mashudula

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 28 лис 2024

КОМЕНТАРІ • 407

  • @phililesimelane2176
    @phililesimelane2176 6 місяців тому +2

    Mina ngiyanithanda nobabili .... thandanani nje nani kakhulu🥰🥰🥰
    ngyobe ngikikiza phambili ngomshayelo ngosuku olukhulu
    ngicela isimemo ngokukhethekile😃😃

  • @EuniceZuma-d5p
    @EuniceZuma-d5p 6 місяців тому +6

    Siyabonga cc Phindi ukhulume kahle.Ngiyamxolisela udadewethu akusafanele phela ehambe eqatshulwa ethatha nembali.Kumele avikele isithunzi sikaMavundla

  • @MpumeTembe
    @MpumeTembe 6 місяців тому +8

    😢😢😢😢😢😢 mashudula ngyakthanda cc weee ngfisa ukubona umama owakukhulisa cc ayangikhalisa ukhuluma into eqoqekile ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤

    • @SithulileShange
      @SithulileShange 6 місяців тому

      Kodwake nifanelele tjiooo, noyokhipha ocream bezingane, nami ngjahile kweyezingane Vundlad

  • @thulilezulu1755
    @thulilezulu1755 6 місяців тому +13

    Weeeee angkaze ngikhale kanje ngenxa yabantu ngyanithanda nkosyam ❤

    • @happysgwebela8664
      @happysgwebela8664 6 місяців тому

      Yooh nami bengikhala izolo okuhle kodwa❤❤❤

  • @delisilesithole4224
    @delisilesithole4224 6 місяців тому +11

    Manje mavudla uyakhala❤❤❤ this is a gentleman wooow

  • @Faith_Jehovamystrength
    @Faith_Jehovamystrength 6 місяців тому +4

    Uhlelekile uMavundla ekhanda..❤❤. Bumhlophe qwaa ubuchopho bakhe

  • @Duma-pg5gd
    @Duma-pg5gd 6 місяців тому +8

    Woooo nazenangkhalisa Mavundla Mashudula kodwa yoo ngyakbongela cc akekho owesfazane ongaydingj indod efana neyakho namathela cc owakho lomendo uwamel amadoda Mvundla

  • @zonditalent7441
    @zonditalent7441 6 місяців тому +3

    Uyindoda Vundlazi...uyindoda mfowethu..okuhle kodwa..sifunda ngawo amaphutha❤❤

  • @SimphiweFortunate-l8w
    @SimphiweFortunate-l8w 6 місяців тому +4

    Sbari Lona okhulume kuqala, ucc Phindi, ukhulume kahle kakhulu cthandwa Sami, umagama akho mahle futhi aphusile❤❤❤❤

  • @lindiwendlovu7081
    @lindiwendlovu7081 12 днів тому

    Cha bonisanani Mavundla ungathathi ngolaka baba siyamxolisela udadewethu kodwake sicela i suitcase ingabuyeli emumva🙏🏻

  • @ThokozaniNcube-f2o
    @ThokozaniNcube-f2o 6 місяців тому +2

    Mamvundla lo mashudula nibahle ujehova alibusise shem ngaze ngakhala nami 😭 amaphutha ayenzeka singabantu benyama god bless u guy's 💯🙏

  • @phililehlengwa2823
    @phililehlengwa2823 6 місяців тому +2

    Wena Mavundla uyanqena yini ukuzothatha olwam ucu ❤
    Waze wanesoka kudingeka amadoda anje

  • @PrettyMakhathini
    @PrettyMakhathini 6 місяців тому +6

    Wakhuluma kamnandi Phindile futhi uyalimela iqiniso lakho Pholoba aluqhubeke uthando lukaMavundla no Mashudula siyayithanda lento yabo ❤️❤️❤️❤️

  • @daphneykhuzwayo8316
    @daphneykhuzwayo8316 6 місяців тому +17

    Wakhuluma kamnandi Phindi Ngcobo, iyaphila lenkulumo. Alihambe isudukesi Vundlas🤙

  • @ZamaDindi-r7n
    @ZamaDindi-r7n 3 місяці тому

    ❤❤❤❤🎉🎉🎉🎉🎉🎉siyabonga namanye amandoda awafunde unxolisa thina besifazane sinxolisa noma kungezeke lutho

  • @NtombiMadlala-pe7eg
    @NtombiMadlala-pe7eg 6 місяців тому +6

    Mina engingakusho bayefana Mavundla no cc wethu kodwa engingabaluleka ngakho kumele kube khona ezohlale ehlela ngenzansi sicela nihloniphane kodwa Ake nifundane nobabili nikhiphe abanye abantu ngoba loluhambo olwenu ngyayithanda ❤️🙏

  • @ThembiDuma
    @ThembiDuma 6 місяців тому +12

    We ngane. Zami ngaze ngyanithanda Mavundla uygentleman 💟indlela khuluma ngayo nomauthukuthela 💟shudu ukuthobeka kwakho ngane yami 🙏inkosi inibusise, ngaze ngakhala webakithi

  • @fezekaroyo6941
    @fezekaroyo6941 6 місяців тому +2

    Baba Mavundla xola ndoda uyazama ngako konke ukukhombisa inhliziyo yakho. Noo cc bayehla Nami ngigoba nabo amadolo ngingu pastor Royo. Vala amandla kaSathana

  • @thembingobese967
    @thembingobese967 4 місяці тому +2

    Aze amnandi amazwi kaMashudula,mxolele Vundlas alize isutikesi❤

  • @sandilemasaladinkkncalane9301
    @sandilemasaladinkkncalane9301 6 місяців тому +3

    Uthando luphathwa kahle luyahlonishwa zingane zakwethu ngoba lufana neqanda amaphutha ayalulimaza uthando ❤🙏🌹

  • @ThembiNomcebo
    @ThembiNomcebo 6 місяців тому

    Ncooooooh nganithanda guzzy kwamnandi ekugcineni uthando yinto enjenake Olly they best guzzy❤❤❤👌👌

  • @Hlaluminathi-u9p
    @Hlaluminathi-u9p 6 місяців тому +11

    What a lovely man God protect him ❤️ he is rare .

  • @BusisiweZondi-ki7vz
    @BusisiweZondi-ki7vz 6 місяців тому +10

    Impela kusazonyathelwana nje bantanami kodwa izinto zilungiswa ngomlomo sikhona ukunicathulisa uthando lumnene, luyabekezela Mavundla noMashudula❤❤syanithanda bo 🎉🎉

    • @JikileMvelase
      @JikileMvelase 6 місяців тому

      Mmmmmm lwanzima loludaba kusasa early kakhulu bakithi for amacala afana nalena,kade sisabona ubuhle nibenza public, Mashudula wenze iphutha cc yebo odadewenu bathi usemncane ,kodwa intombi mayiqoma asoze ingazi kuthi kubi ukuba nomunye umuntu weslisa wembali ,nocu,nephongo ziyathintana or ziyacabuzana angazi ngizwa Mavundla echaza,amagama asembize ngawo ayi aqeda amandla,iyahlonishwa indoda ,ukuze namhla uphakama yazi kuthi eishla ngimoshile le mama wasendlini akaze abe kanje ,sengisho nabengaze bathathane,kodwa ke mayexolisa akangaphindi futhi elinye iphutha,ngize ngapha kuMavundla intombi yakho or Nkosikazi wakho mhla wamthatha uyahlonishwa,nami ngithi iphutha alilungiswa ngephutha,lokhu kwe post yentombi ye overseas kube yiphutha ngoba kungene kabi kunokungaboni ngasolinye ,kubukeka kabi ngathi uyamchomela ngoba naye anama flowers akawamukela kumuntu weslisa,kodwa ke lugotshwa lusemanzi ,malungagobekanga luseluncane kuba nzima sizwe sakithi ,yes indaba yasegoli yenza kushise kakhulu ngoba ifakwe nasenkundleni ,imbi mbi ,asethembe kuyolungiseka kodwa ningaqhubeki nokwenza okuyonixaka kusasa ,yenzani enikubonayo kuba kuyonijabulisa ekugcineni,angabikho oyokhalela iskhathi sakhe ngelinye lamalanga,okonakala ngomlomo kulungiswa ngawo futhi,ithi ingoma "kumnandi ekhaya lapho umama emhlonipha umyeni wakhe,nobaba emthobela umnyeni wakhe,nabantwana bemamela ngesizotha,kulelokhaya kuyogobhoza izinhlanhla nezibusiso.asethembe kusazolunga

  • @thulikubheka201
    @thulikubheka201 6 місяців тому +10

    Ngaze ngaluthanda loluthando lwenu bantwana bami,lungikhumbuza ubusha bami.Kuzolunga nje Uma nizo hloniphana❤

  • @Zozo72875
    @Zozo72875 6 місяців тому +8

    Bashilo abamaziyo uMashudula ukuthi ukhulile ngomqondo, ngiyavuma ntombazana yami umqondo wakho uphusile,nginicelela izibusiso zehlele phezu kwenu

  • @constancezondi4965
    @constancezondi4965 6 місяців тому

    Yoooo ngigcine sengfikelwa ukukhala.Mina ngbonga indlela enithandana ngayo.Ngingowesfazane osekhulile kodwa nginithanda sengathi nilingana nami.Kukho konke nginifisela okuhle,uNkulunkulu akanibiyele abe nani kukho konke enikwenzayo nenisazokwenza.Sikhona singosisi abadala sizoneseka.Niyathandwa❤❤kakhulu

  • @LindiweMhlongo-g6h
    @LindiweMhlongo-g6h 6 місяців тому +9

    Ingane iyacathuliswa MaVundla ❤Noma iwa uyayivusa shwele VuDla ingane iwile🙏

  • @mpumeeunice8805
    @mpumeeunice8805 6 місяців тому +1

    Kodwa Vundlas uthando olungaka ❤Tnx to Mangcobo komele asondele eduzane no Mashudula athi kumkhumbuza ngowesifazane okhethekile njengoba nawe ukhethekile..&udade Mashudu kumele aqonde i industry okiyo kuthi usebenza ngabantu ungumuntu wabantu umsebenzi Wakho u mix with lots of women okungasho kuthi uyabathanda..u Cc Shudo akakhule ngoba ilanga lishonile Manje scela i pride yenkani ayibeke eceleni ngoba ubone okuhle kwesintu akwenzayo njengoba Nawe uyinsizwa eqhakambisa masiko syakuthanda lokho ingakho ngithi Vundla uhlukile kwabaningi,so nje asikhohlweni ngemumva lomuntu sibuka loku okuhle osukuqalile.Mashudu akaxolise Azehlise uyazazi kuthi uphaphalazile so nje sibantu besifazane sithi Yobe Vundla❤❤🎉🎉

  • @Faith_Jehovamystrength
    @Faith_Jehovamystrength 6 місяців тому +1

    Mavundla angikwazi mina ndodana ngilalele udaba lolu futhi angiluqedanga... Thatha loku mfana wami...
    Ingwe ayiwashintshi amabala ayo.. ❤Take care

  • @NohlanhlaDuma-hv4ie
    @NohlanhlaDuma-hv4ie 6 місяців тому

    Ngaze ngaluthanda uxolo lwamashudula kukhomba kuzisola ngokweqiniso yobe Vundla sekhulumile okaDlaba❤❤❤❤

  • @phililemosia6956
    @phililemosia6956 6 місяців тому

    Yenziwe muhle yioo❤. Not me crying 😢 manje seing Vundlas and Shudo bekhala, haibo ❤ ngiyanithanda bantu benkosi ,pls sicela noqhubeke ne sudukesi, yaze yamnandi ,ya yinhle into❤, lezonto ezinhle lezi❤😊😊

  • @JabuZondi-s6g
    @JabuZondi-s6g 6 місяців тому

    Iqiniso lithi sonke sinamaphutha ngiyamxolisela bantu uShundu ave nifanelana niyana ngisho umlomo wenu uyafana ningimuntu oyedwa bantu ❤❤❤❤

  • @thembitsotetsi-sq6xb
    @thembitsotetsi-sq6xb 6 місяців тому

    Yinde indlela aseniyihambile,umshele isikhathi eside kwaze kwafika lapho senithandana. Lento inhle kakhulu izitha nesitha simile.lthutshana elincane isitha sesiyagadla. Simile ngemikhuleko sibadala. Ukuhlehlisa i suitcase nivula inkundla yobutha,sondelanani manje. You are both powerful human beings akukho okunganithikameza. Nidalelelwene.

  • @ThabileNgcebo
    @ThabileNgcebo 6 місяців тому +5

    Nginifisela impilo ende bafwe2 niphathane kahle❤❤

  • @PhindileNelisiwe-dt6vc
    @PhindileNelisiwe-dt6vc 6 місяців тому +1

    Ncohhh uma senikhal nonk ngavel ngakhal bakith❤❤❤

  • @NkululekoMbatha-f9y
    @NkululekoMbatha-f9y 5 місяців тому

    This couple as l say this couple is W❤W👌 mfwethu ngyakbongisa. Sengyohoxisa amagama ami nalapho ngyomubona khona umalokazana wakho. Ngoba wenze lento Nam ebengifisa ngaye🙏🏿🙌🏿

  • @ThembaBiyela-nl4lo
    @ThembaBiyela-nl4lo 6 місяців тому +2

    Bakt Vundla's kwavele kwafika izinyembez uma ekhuluma kanje umashudula xese mavudla ngekukukuphathe kabi👏

  • @BTSARMYGIRL-i5h
    @BTSARMYGIRL-i5h 6 місяців тому

    Sbari njengoba ukhonza UNkulunkulu udumisa nakanje nosathane naye wayedumisa ezulwini.usathane uyaluhlasela uthando khuleka sbari usathane akalali nathi siyanikhulekisa. Hhayi sbali kuzomele ukhethe izinto odlala ngazo nami ividio yangiphatha kabi.umuntu wesifazane unesikhwele ngento yakhe mina ngibona uthando kuMashezi olunesikhwele nakuwe mavundla uyamthandanda unesikhwele so niyathandana .angazi kuzothiwani ngoba uthando luhamba nesikhwele ❤❤

  • @beautynzimande4939
    @beautynzimande4939 6 місяців тому +1

    Nkosyami yayinhle into yabantwana ShuduVundlaz ngyanbopha IN THE OF JESUS KRIST 🙏 ❤❤❤

  • @pamelanhlane8032
    @pamelanhlane8032 6 місяців тому +3

    Wow bakithi Vundlas unalo uthondo yinhle lento yenu xem❤❤❤❤

  • @SinazoRautini
    @SinazoRautini 6 місяців тому +2

    "Angifuni mina uthandana nami ngifuna thandana nawe" mina ke ngikhalelani pho😢❤

  • @Mpumi-s4s
    @Mpumi-s4s 4 місяці тому

    Ncoooo ngyanithanda mina nibahle nifanelene seniyangikhalisa nami

  • @ThandekaShezi-df4fc
    @ThandekaShezi-df4fc 6 місяців тому +1

    Kodwa Madlaba Waze wangikhalisa ngiyanithanda❤❤❤

  • @muhlemanyamborse-ws1dc
    @muhlemanyamborse-ws1dc 6 місяців тому

    😢😢😢bese nginidubile ngyabonga mashudushudu mina ngikwazi unjena cc omdala ukuzehlisa kwakho kukhomba lukhulu akwande Dlaba

  • @JoyceSibisi
    @JoyceSibisi 6 місяців тому

    Cha, ningikhalisile senikhala nobabili. Love you lots guys guys ❤. Sibonga uxolo let love lead🎉

  • @SimphiweFortunate-l8w
    @SimphiweFortunate-l8w 6 місяців тому

    Pholoba, Fuze Mashiya amahle engathi azoshumayela ai suka. Uyalikhuluma iqiniso we jesu. Siyabadinga omama abafana nawe we Magcobo ❤❤❤🤏🤏🔥🔥✨✨

  • @zamaphililevilakazi7641
    @zamaphililevilakazi7641 4 місяці тому +1

    Akuve ngiluthanda uthando lwenu❤❤❤

  • @RowenVilakazi
    @RowenVilakazi 6 місяців тому

    Inkosi ilubusise loluthando lwenu 👏👏👏💃💃💃💃💃❤️omubi akanamandla

  • @fisokuhlemlambo6852
    @fisokuhlemlambo6852 6 місяців тому

    Wow cc wethu cc wesizwe syajabula ukuzwa lamazwi aphuma ekjuleni kwenhliziyo yakho mina ngyanthanda nobabili ningahluthuki niyezwa

  • @noziphovilakazi7916
    @noziphovilakazi7916 6 місяців тому +1

    Sibadala singaka kodwa siyafunda sibaningi la kunina ngisifiseka okuhle kodwa ❤❤

  • @sthokozilesthoko6523
    @sthokozilesthoko6523 6 місяців тому

    Ngaze nganithanda mina yazi mese nikhala nami nangikhalisa 😢ngyanithanda kodwa ❤❤

  • @dorcasngobese3925
    @dorcasngobese3925 6 місяців тому +10

    Siyabonga Mavundla no Mashudula nabalamu nawe Sisi Phindile. Niyasikhalisa sonke manje. Siyafunda futhi. Uthando lwenu lusithatha lusibuyisela emumva. Kodwa nje sibonga uxolo nenqukela phambili. Uqinisile uSisi Phindi malihambe i suitcase sililindile. Siyanithanda makhule uthando.

  • @NoziphoGumede-ug5ch
    @NoziphoGumede-ug5ch 6 місяців тому +4

    Ngyanithanda bantwana bami nginifisela kuhle kodwa ndleleni yenu nithe nayiqoma❤❤❤❤❤❤❤

  • @NqobileNgcobo-d5j
    @NqobileNgcobo-d5j 6 місяців тому

    NgcoboMkhulu ❤ ungowakithi Wena Waze wakhuluma Kahle ngane yakithi

  • @BhekiHlatshwayo-v1m
    @BhekiHlatshwayo-v1m 6 місяців тому

    Siyanithanda,sicela niqubeke kungahlehle ukuhambisa ikwesudikesi❤❤❤❤❤

  • @thembelihlentetha3434
    @thembelihlentetha3434 6 місяців тому +1

    Okoniwa umlomo kulungiswa ngawo futhi nibahle yazi ❤❤

  • @chrismazibuko2740
    @chrismazibuko2740 4 місяці тому

    Good ukhuluma into ezwakalayo sisi womqele bangathi abantu bezoxolisa ngokona kwadadewabo bese bethi nami ngi wrong, nilokhu nithi kukhona ingane xolisani mxoliseleni kwaphela

  • @ZamaDindi-r7n
    @ZamaDindi-r7n 3 місяці тому

    Ungalinge undlalise indoda ngokuba umngani nenyindoda angeke inxolele neze mashudula ungazami ukulinga indoda ngokuthi umuthuse ngenyindoda kahle kahle isifundo lesi Nami fundile

  • @duduzilecynthia-be6vj
    @duduzilecynthia-be6vj 6 місяців тому

    Hawuuuu.bafethu.nakhala kwabuhlungu kimi.sengathi ningaya phambili.senizisole kwazwakala,hawuuu.Qhubekani.niyephambili.Ningaliphazamisi isudukesi.

  • @NondumisoTembe-o6x
    @NondumisoTembe-o6x 6 місяців тому

    Ngiyanithanda njalo mina ningayiyeki lento Mavundla no Mashudula ningasiphoxi bandla ❤❤

  • @NellyMazibuko-nb1se
    @NellyMazibuko-nb1se 6 місяців тому

    Aliqhubeke isu'kesi amaphutha asezekwenzeka vele uthando lume ngazo izinkinga but not ezangama bomu qhubekani ngothando lwenu nizokhulisana ❤❤❤

  • @Nzamekazi
    @Nzamekazi 6 місяців тому

    Intetho yenu manivala ibihlungi and iyabonakalisa ukuba niyathandana nina, ngeze uBawo avume ngani kungene nto phakathi kwenu sizonithandazisa uJehova eme ngani angavumi....once more love you guys...my couple❤❤

  • @guguprecioussikhakhane5992
    @guguprecioussikhakhane5992 6 місяців тому

    Ngiyanithanda Vundlazi no Shudu ngiyajabula nixolelana yenzeni lento yenu iyasivuselela kakhulu sesibadala kodwa nje nina nilutshalile uthando ngane zami❤

  • @BTSARMYGIRL-i5h
    @BTSARMYGIRL-i5h 6 місяців тому +1

    Phephisa shudo ufanelekile kwa Vundlasi siyanithanda ❤❤

  • @DelisileShezi-ow7de
    @DelisileShezi-ow7de 6 місяців тому +5

    Sanibonan bodadewethu nawe Sbary Mavundla .ja bafethu ngyanizwa niyakhuluma nami ngyacela sbary Mavundla .yebo ikuphathe kabi lento eyenziwe udadewethu imbi.uwile uMashudula .ewile kodwa engikthandayo ukuth uthe mayebniswa walibona iphutha lakhe .engthemb ukuthi angeke aliphinde iphutha elifaanayo .okunye ukuthi maniphambana yen bese ekubiza ngamagama angemahle .engzokucel ukuth angaphinde akwenze lokhu indoda iyahlonishwa Mashudul .noma ngabe ukwate kanjan .kodwa ungalokthi ukhiphe ngomlomo wakho amagama angemahle uwabhekise kumyeni wakho. Ngibuye ngiz kuwe sbary .siyaxolisa siyazehlisa kuwe .ibhedile ingane yasekhaya . Bese ngibonga indlela o handle sha ngayo indaba yakho nomaShudula .kubonakala ukuthi uzokwazi ukumphatha ngisho kungathiwa sewumthathile waba owakamaVundla .kodw kukodwa ke engizokucela kuwe sbary ukuthi siyazi umsebenzi osebenza ngawo .kodwa ngyacela ukuthi uma niphambene uzame nje Vundlas ukuth ungapost amavedio osebenza ngawo .azothinta ingxabano yenu ngob ekugcineni kuba sengathi nawe sbary usuyapheya revenge .kant wen awukho lapho .kuba engath awundlulile enkulumweni yenu. Ekugcineni Vundlas ngzocela ukuthi ungayishintshi idate ye suitcase .hambisa siutcse ukuze ukwazi ukuvumelek ube seduze kwakhe .ukwazi ukumbekela imigomo yakaMavundla okungamele ayeqe .cha mina ke ngokwami angiyivumi eye inbox kaMtolo .ngyabonga

  • @NoziphoMkhize-pp6vn
    @NoziphoMkhize-pp6vn 6 місяців тому

    Yobe Mavundla xola ...Mfwethu nicathulisane noMashudula kuba njalo kule Dept yakwa Love...

  • @FikisiweMathe
    @FikisiweMathe 6 місяців тому

    LA kunothandokhona vele kubanje laba bobabili badlal ukuthandana nje weSbary wethu yehlisa umoya wenze into yakho enhle ❤

  • @nokiphilambuyazi-xg4hs
    @nokiphilambuyazi-xg4hs 5 місяців тому

    Eyi iyathadeka into yenu ningeza ngibe emotional struuu

  • @NtuthuzeloGulwa-jz9vg
    @NtuthuzeloGulwa-jz9vg 5 місяців тому +1

    Oko nakele kuyalungiswa lungisani lento
    From Eastern cape

  • @lungelomajola7522
    @lungelomajola7522 6 місяців тому +3

    uneminyaka emngaki uMashudula?

  • @nomsagamede9105
    @nomsagamede9105 5 місяців тому

    Anginawo amangama avesane aphela enginakho kini nobabili yilokhu ❤️❤️❤️❤️❤️🫂😘

  • @khulekanikhulekani9623
    @khulekanikhulekani9623 6 місяців тому +1

    Ngangiphila kahle ngingakaqonya ngangiphila nogogo felenkanini kwasho Ndidane RIP.Ayikho ndoda ngavuma muntu wayo athengelwe izimbali enye indoda Cha.Mavundla vukamaqandeni bhuti abanye besifazane bahamba nomoya.EGoli kwandonga ziyaduma mtanami kwanyama kayipheli kuphela mazinyo endoda qaphela bhuti ngaqale hambise inkomo zakini awuthi kulinda buke kahle siphila kwelinye izwe bambe mfana

  • @SbusisoNgubane-xq7xx
    @SbusisoNgubane-xq7xx 6 місяців тому

    Awsuka madoda ishinga kamnandi le yaka Ngcobo,mase ithi angifune kwakuqondwa,hamba uye kubameli😂😅❤

  • @anelehngubaneanelehngubane2301
    @anelehngubaneanelehngubane2301 6 місяців тому +6

    Mashudula needs to make up her mind. Yebo ukhona yena intombi ziphelele kodwa that doesn't mean ukut aka ruin I reputation ya Mavundla because everywhere ahamba khona abantu babona uMavundla kuye. What ever ayenzayo kmele acabangele nesthunzi sa Mavundla. Because they are one person moss 😢 nami iyangidina leyasegoli yehlisa isthunzi sakhe uMashudula. Ukwehla kwesthunzi samaShudula ukwehla kwesthunzi saMavundla.
    Mashudula ake kube igcinile cc lento iyaqala sfisa ingaphinde nje yenzenzeke.

    • @SimphiweFortunate-l8w
      @SimphiweFortunate-l8w 6 місяців тому

      Qiniso lelo mtaka mama, impela kunjengoba Usho nje

    • @Zinhle-o2v
      @Zinhle-o2v 6 місяців тому

      Kunjalo mashudu ungumavundla akazibheke izinto abantu abayithandi into enhle❤️

  • @SnqoNgcobo
    @SnqoNgcobo 6 місяців тому +5

    Inkinga osisi bakhe abafuni ukuvuma ukuxolela kahle baxolela kodwa benoBut yikho lenkulumo ingeke izwakale kahl kuMavundla nixolisa kodwa futhi nijahe ukuthi nimbeke amabala yabona uMapholoba ukhuluma iqiniso ukuth iqiniso liyababa uMashudula uyena okhulama kahle futhi uyazisola syabonga lapho ntombie

    • @Mpumi-s4s
      @Mpumi-s4s 4 місяці тому

      weVundla noShudu niyisbonelo esihle kithina ngyethemba baningi abafunda lapha kini. Ngyayithanda indlela enithobelana ngayo dankoooooo ❤❤❤

  • @patriciamajola3793
    @patriciamajola3793 4 місяці тому +1

    Love this couple bathong ❤❤😊

  • @thembingobese967
    @thembingobese967 4 місяці тому

    Izinyembezi zothando❤❤

  • @SilindileSilindile-e3p
    @SilindileSilindile-e3p 6 місяців тому +1

    Wakhuluma mashudula mkhaya wam ayy iphutha lenziwa umuntu bakithi mavundla❤ ihambeni lendlela bakithi ayizukuba lula bafethu 😢😢imfamona zikhona

    • @SimphiweFortunate-l8w
      @SimphiweFortunate-l8w 6 місяців тому

      Yazi kube uqinisa kakhulu kumashudula, izimfamona asingeni kulento lento ingokuthi umashudula akahambe eqonde koba, sekaqomile manje Angeke kusafana nangenkathi engakathathwa finish

    • @SimphiweFortunate-l8w
      @SimphiweFortunate-l8w 6 місяців тому

      Izimfamona zizongeniswa yibo bobabili phakathi kwabo, Vundla no Shudu. Indlela abenza ngayo mele benze kahle, ngoba into yabo ibukwa izwe lonke

  • @StheKhanyile-of4ob
    @StheKhanyile-of4ob 6 місяців тому +3

    Ngaze ngani thanda bafowe2❤❤❤❤ unenhlanhla Mashudula mft

  • @thembingobese967
    @thembingobese967 4 місяці тому

    Mavundla you intimidating,iphimboblakho lenza benza besabe ukuphendula

  • @amafanisa2446
    @amafanisa2446 6 місяців тому +1

    UMashudula uyomkhumbula uMavundla mhlambe owokuqala umuntu engimaziyo mina oneqiniso kanje ucc wakhe lo okhulume kuqala ukhule ngokwanele ngokomqondo.

  • @SilindileZondo-t3t
    @SilindileZondo-t3t 6 місяців тому

    Niyavivinywa so ningavumi qinani kakhulu kunakuqala siyanithanda ❤️

  • @JabulileHlangabeza
    @JabulileHlangabeza 6 місяців тому

    Vundla nibahle ngyanithanda inkosi isikelele konke enikufisayo amen

  • @LungiswaNgogodo
    @LungiswaNgogodo 6 місяців тому

    ❤ngaze ngaluthanda Nkosi Yami loluhlobo lothando lwenu kadlaba nomavundla Ngiya FISA ngelinyeli ilanga ngininibone ngamehlo niyisibonele esihle kwiningi lethu ever since nginilandela ngifunda okuningi kunina bantwakwethu ❤keep on doing bambanani inde indlela iniyithathile ngiyanibongela kakhulu the love you show us guys yhooo luhle ngempela ngiyanithanda kakhulu ❤

  • @SmangaButhelezi-dk6wy
    @SmangaButhelezi-dk6wy 6 місяців тому

    Ngaze ngakhala nami😢mase nikhala bafethu ncoooo❤

  • @nhlanhlanhleko2579
    @nhlanhlanhleko2579 6 місяців тому +1

    Wazibuyisa kimi Mashudula wakhuluma amagama phusile labuya nethemba...bese nginakho nje ukungabaza...

  • @EuniceZuma-d5p
    @EuniceZuma-d5p 6 місяців тому +1

    Siyabonga Mavundla angazizwa eseboshiwe

  • @mbongelenishadrack3133
    @mbongelenishadrack3133 6 місяців тому

    Ngiyabonga mashudula ngokuzehlisa, awu azivele zihambe bhuti kwande kwakhiwe umuzi wobaba mkhulu vundlasi, waxolelwa engakazalwa, amahle amazwi

  • @PaulNhlapo
    @PaulNhlapo 6 місяців тому

    Syabonga Mavundla noMashudula uyazi nisifundisa indlela yokuziphatha othandweni yize sibadala niyisibonela esihle kithi

  • @busikhumalo8847
    @busikhumalo8847 6 місяців тому

    Ngaze nganithanda Mashudula ninoMavundla yey yinhle into yenu❤❤❤❤❤

  • @zolilezee2157
    @zolilezee2157 6 місяців тому +5

    Vele into enhle futhi esemehlweni abantu iyaba nokuxokozela, kukhona izinto ezizokwenzeka ukuze kuphazamiseke ubuhle

  • @nomthandazokhanyile3592
    @nomthandazokhanyile3592 6 місяців тому

    Bantabami ayidlule bantabami asingavumeli izimfamona yobe Vundlas🙏🙏🙏🙏

  • @BeautyLMsiza
    @BeautyLMsiza 6 місяців тому

    Kuzlungz vudla ngoba ubonakala mehlweni kuthi uyamthanda ningavumdli moya omubi uningenele mslihanjiswe soetcase kwa shezi❤🙏🙏

  • @NQOBILEMabhida
    @NQOBILEMabhida 5 місяців тому

    ❤❤ngiyanithanda bafe2 into yenu ihlelekile inenhlonipho enkulu

  • @nonjabulocindi5751
    @nonjabulocindi5751 6 місяців тому

    U wrong impela umashudula hhai ngeke... cyabonga iqhikiza lokuqala laze lakhuluma Kahle💖

  • @zimasanqabeni9569
    @zimasanqabeni9569 6 місяців тому

    Eyababin ayingenwa nibahle ❤❤❤❤

  • @ZwelishaGoodmanNdaba-yb8os
    @ZwelishaGoodmanNdaba-yb8os 6 місяців тому +4

    UMama Africa unyathele ugwembe ngeke seqatshulwa le😢,ayihlehle lepotimende

  • @JabuhMthethwa
    @JabuhMthethwa 4 місяці тому

    Uphazamile uMashezi makaxolise ebese nawe mavundla uyaxolisa kuye izinto zoniwa ngomlomo zilungiswa ngomlomo futhi

  • @NonhlanhlaNkwanyana-ch9up
    @NonhlanhlaNkwanyana-ch9up 6 місяців тому

    Wow bakithi ngiynithanda❤❤❤

  • @SIFISOMLAWU-mo1xd
    @SIFISOMLAWU-mo1xd 6 місяців тому +3

    Uyenziwe nje kwayena usadinga amaqhikiza angaz uyiqhikiza kanjani😂