Icala Lika Mashudula Lezimbali Nokuqatshulwa yisudu eyello

Поділитися
Вставка

КОМЕНТАРІ • 328

  • @BuyisileKweyama-vd8tp
    @BuyisileKweyama-vd8tp Місяць тому +28

    Yabona lento ka Vundlas no Shudoo yenza ngikhale nabo ngijabule nabo shuthi sengiphila iSMavundlaMashudula.❤❤❤❤❤❤I love u guys

  • @dorcasngobese3925
    @dorcasngobese3925 Місяць тому +19

    Siyabonga Mwelase thina niyasikhalisa sibadala singomama. Ngoba sifisa UNkulunkulu aluthwale loluthando kuze kube sekugugeni kwenu. Ukunilalela kwethu kwenza sibone ukuthi lusekhona uthando. Mavundla uyindoda egcwele ubuhlakani obumangalisayo futhi eyaziyo nenesiqiniseko sento eyikhulumayo.Amazwi akho ungathi ukhuluma nami ahlala kwezami izindlebe okungathi ukhuluma nami. Sincede Vundla usifundisele amadoda alesisikhathi nabasha bethu ukuthi uthando kahle kahle luyini. Mina ngibuka nalomndeni oyimbumba kangaka. Mashudula ntombazane sisize usigcinele isithunzi sikaMavundla indoda lena.

  • @salminamaduna3030
    @salminamaduna3030 Місяць тому +13

    Gugu ndodakazi waze wakhuluma amazwi aphusile ku-Vundla. Siyabonga singomama ukhulume kahle sisi.

  • @NomsaMazibuko-cu7iv
    @NomsaMazibuko-cu7iv Місяць тому +11

    Siyabonga Vundlas noma Shudulas ngenkonzo yokuthoba nokuthibelana, nokuxola nokuxolelana niyibambe njalo siyathanda siyi country ♥️

  • @thobilemasilelamasilela5998
    @thobilemasilelamasilela5998 Місяць тому +13

    Your calmness Mavundla iyatsandzeka...you such a gentleman 😊

  • @StovacFourways
    @StovacFourways Місяць тому +13

    Yini ekthusa kumfana uthenga amasi wena sakfundisa uksenga amasi❤

    • @makhosimazubane1701
      @makhosimazubane1701 Місяць тому

      Uzwileee aii siyakhulunywa isizulu LA jelous down😅

    • @bongiweantiz3285
      @bongiweantiz3285 Місяць тому

      ei jesuh ai isizulu simnandi bafethu ai uMnguni noMavundla bayasazi isiZulu ,ngaze ngangezwa kodwa ai Mnguni kuyikona kona lokho

  • @GhastMaster
    @GhastMaster Місяць тому +20

    Ave nginithanda bakithi...imagine I'm from KwaNdebele in Mpumalanga Province...i cant sleep nginganibonanga ❤❤❤

    • @lyzermatshipa595
      @lyzermatshipa595 Місяць тому +1

      All the way from Limpopo but listen I Love them ❤❤❤❤

    • @Zozo72875
      @Zozo72875 Місяць тому +1

      Gauteng maboneng approves, hhayi zingane zami niyangelapha

    • @GhastMaster
      @GhastMaster Місяць тому

      @@lyzermatshipa595 bona...ke barata goed akenyake sello ka bona 😍

    • @lorrainengema5419
      @lorrainengema5419 Місяць тому

      Ey ubaba womtanami weyenjengawe VUNDLAS UMOYA WAKHE UPHUMULE NGOXOLO

    • @JusticeSosibo
      @JusticeSosibo Місяць тому

      9​@@lorrainengema5419

  • @lindiwezondi2613
    @lindiwezondi2613 Місяць тому +7

    Jéhovah anigcine, zingane zami. Anibusise. Anivikele. Ngiyanithanda. Ngifundile kakhulu kinina. God bless.

  • @ayandantombela
    @ayandantombela Місяць тому +13

    Yakhothisa yaze yakhothisa nami lenqwele ekhuluma phambi kweNdlandlalazi❤

  • @NohlanhlaDuma-hv4ie
    @NohlanhlaDuma-hv4ie Місяць тому +7

    Syabonga Vundla Waze waba yindoda eqhotho angifuni kuqamba amanga ngendlela benginovalo ngalo bengithi uzolwa.Shudo ngyakthanda kuxolisa kwakho

  • @bongimgaga5290
    @bongimgaga5290 Місяць тому +6

    Siyabonga Mavundla siyafunda ukuthobeka kwakho nokubonisa ukuthi noma udinwe akumelanga uphakamise umoya 🎉🎉🎉

  • @ThuliMakume
    @ThuliMakume Місяць тому +4

    Mavundla I have known for the short space of time,but I have learnt a lot from you,your respect and love that you have shown, discipline,zibuyile emasisweni..,.may the Good Lord anigcine no maShezi.,.uyisi onelo esihle, keep up the good work.

  • @Makhosimsomi562
    @Makhosimsomi562 Місяць тому +7

    Hhay lihambe kahle icala sibonga nje ukuthi silale sesihleka🥰🥰

  • @PhumeleleDube
    @PhumeleleDube Місяць тому +6

    Mina Mavundla ngibonga ukuthi kusekhona abafowethu abasacikoza badlale ngamagama kanje, Sukaaaa Madoda

  • @AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx
    @AgrinethNonyanisoBaleni-oj8qx Місяць тому +11

    Ungamuyeki unkosikazi wakho ngoba uzohabulisa izitha qhubekani nje nilungise kahle uthando lwenu kahle. Mina ngifuma ukunibona nijabulile ngasosonke iskhathi. Futhi kuningi engikucoshao kuloluthando lwenu.. nginifisrla okuhle Mr n Mrs Mavundla❤❤❤❤❤❤❤❤

  • @angelsamkelisiwe8758
    @angelsamkelisiwe8758 Місяць тому +5

    Wakhuluma weVundla uyinsizwa kodwa mubhemu💯💯

  • @user-oh8vw6gw3m
    @user-oh8vw6gw3m 11 днів тому

    Ngazizwa sengiphila ngokuthobelana kwenu nithobelane njalo ngibonge Mashezi nakuwe ukukwazi ukuzithoba nakuwe Mavundla ngokukwazi ukuba nothando nesineke sokukhumbula okwakwe nza ukubone ufanele ukuba abe unkosikazi wakwa Vundla nibebahle emoyeni naseMphefumulweni Amen

  • @fisaninsindiso1672
    @fisaninsindiso1672 Місяць тому +3

    Ngayanithanda nkosyam yazi nje loluthando ngyalwazi fut ngyafisa unkulunkulu anigcine anivikele..aqhelise izitha jesu ningazivumeli ❤❤❤

  • @BuhleNxumalo-lm4mz
    @BuhleNxumalo-lm4mz 19 годин тому

    ❤❤❤❤❤❤❤❤❤alukho uthando olungenazinkinga qedasi ungavumi khukhutshwa ubala ngyakuthemba wena syabonga gugu uyabeka cc

  • @patriciamsomi2011
    @patriciamsomi2011 Місяць тому +3

    Bhuti uyathandwa yith and we are learning a lot from both of you. Siyanithanda kakhulu thina bashadikazi siyafisa kudlule nishade nibe umndeni omkhulu

  • @user-fz2vz2yn1v
    @user-fz2vz2yn1v Місяць тому +6

    Sekukhala Mina nkosi yami uxolo Mavundla😢siyamxolisela uShundo

  • @mkhuzenihlongwane7039
    @mkhuzenihlongwane7039 Місяць тому +4

    Ave nginithanda, Im at the age of 65 but njalo umanginilalele ,ngivukelwa ithemba lentsha yethu,uyiqhawe Mavundla uzowakha umuzi wakwaTotisani

  • @user-de1nb5jy3z
    @user-de1nb5jy3z Місяць тому +2

    Mina ngithi awukho wrong Mavundla ngokushela kubuka wonke umuntu yikubonisa uthando lwangempela ❤❤❤❤👌👌👌👌

  • @gcebiledlamini1844
    @gcebiledlamini1844 Місяць тому +2

    Syabonga Vundla kucondzisana nekucolelana.....scela isudukesi manje Vundlas...syabonga bo bhuti abadala kulungisa
    Let love lead❤❤❤❤

  • @user-po6un9mx7l
    @user-po6un9mx7l Місяць тому +3

    Kodwa lo Gugu ngaze ngamthanda nomoya wakhe nje ophansi ❤❤❤❤

  • @sibongilembilaphu4589
    @sibongilembilaphu4589 Місяць тому +4

    ❤❤❤
    👍👍👍
    Ungumzekelo ophilayo Mavundla uyindoda emadodeni sifunda lukhulu kuwe#u r so intelligent

  • @thobilemasilelamasilela5998
    @thobilemasilelamasilela5998 Місяць тому +1

    The closing line ❤'ningikhonzele ku dadewethu u Mbali,Mbalenhle,nimtjele ngyamthanda'😊

  • @jabulisilecele6567
    @jabulisilecele6567 Місяць тому

    Ngiyabonga Mwelase....ngiyabonga Shudy Shudy....Vundla's umfakele ugeselina noshibhoshi esukesini....ngiyanithanda niyezwa❤ yekani abantu thandanani

  • @nkuleshozi727
    @nkuleshozi727 Місяць тому +1

    Mmm syabonga baba wakhuluma kahle syabonga okuhle kodwa Mavundla

  • @ThulileZakwe
    @ThulileZakwe Місяць тому +1

    Angikholwa ukuthi lokhu owakubona kuye uze umeshela sekwashintsha thanda lokho owakthanda ngaye bese umlekekela ehambe emgudwini wakwa Vundlaz.uthando lwenu luhle ningavumi lonakale nobabili azini izinto omunye nomunye angazithandi bese nilokhu nikhalimana kuze kulunge

  • @PhumlaNduzi
    @PhumlaNduzi Місяць тому

    Powerful words Mavundla!

  • @phakamilemyende7474
    @phakamilemyende7474 Місяць тому +2

    IsiZulu sabhuti omdala uMnguni sihamba sodwa kwangathi nami angangifundisa👌

    • @nkosinomusandlovu4579
      @nkosinomusandlovu4579 Місяць тому +1

      Haybo lapho bengithi ngiwumzulu kodwa ngizithole ngicinyelwa kwangathi ngilalele I English ❤

  • @SteaksWaban2
    @SteaksWaban2 Місяць тому

    Lo uyena Mfwethu ❤❤, Lo munt uyahloniph mpeeeela, bambalwa ABESIFAZANE abakwaziy ukxolisa.YAYINHLE LENTO YENU.UMFAZI OXOLISAYO -- NUMBER 1.ABASAXOLISI.

  • @buyiswajali8
    @buyiswajali8 Місяць тому +2

    Huuu futhi mina loluthando lungenza igugu intlonipho kumyeni ,ukuzotha kunkosikazi nokuthoba kumyeni wakhe, yoooo aibo❤

  • @lornanongca3914
    @lornanongca3914 Місяць тому +1

    UMashezi kufuneka ukhulume naye kuba uthanda oku awukufuni oku kona ubufanele ukuba Novato umama oqonyiwe akahug kwenye indoda uhuga indoda yakhe yehla Vundlas ❤❤❤❤❤

  • @GhastMaster
    @GhastMaster Місяць тому +3

    Ohhhhh ngiwu MaDlams 😂 kaNdebele

  • @nonhlanhlagwala7076
    @nonhlanhlagwala7076 19 днів тому

    Gugu you are the best ndodakazi uyakwazi ukubeka. Mavundla ngiyayithanda indlela othanda ngayo uMashudula umthanda ngeqiniso, khululeka kuzodlula uzofunda untombazane futhi masinyane mina ngiyalwethemba uthando lwenu. Asinxuse uNkulunkulu ukuba anelekelele ohambeni lwenu

  • @zinhle4
    @zinhle4 Місяць тому

    Mina ngyajabula ngoba seniryt ,keep it up kuningi eskudindayo kuwena bhutomdala♥️♥️♥️♥️♥️♥️

  • @azenamilanzi4868
    @azenamilanzi4868 Місяць тому +2

    Sisiwami wathola indoda yangampela akwandele muntu ❤❤ngiyanithanda yazi❤

  • @silindilesithole8025
    @silindilesithole8025 Місяць тому +2

    Engathi uThixo angahamba Nani zingane zami kulendle ngoba soze niyihambe nodwa..Niyathandwa kakhulu eKapa ❤❤

  • @user-sf6cf7if3y
    @user-sf6cf7if3y Місяць тому +1

    Mmhhh ngaS ngaythanda indlela enilungisana ngayo 🥰❤️ sengathi inganda ngoba amaphutha akumuntu🔥🌹❤️❤️❤️

  • @simphiwevundla5828
    @simphiwevundla5828 Місяць тому +1

    Siyabonga Bhuti Omdala#Siyakuthanda kaDlaba❤

  • @delisilesithole4224
    @delisilesithole4224 Місяць тому +4

    Awuuuu mavundla kazi bakhona abafana nawe we need them please.

  • @thabsilemtshali5251
    @thabsilemtshali5251 Місяць тому +1

    Obuti abadala🥰😍 Mnguni and Ndabezitha

  • @philiswagabuza229
    @philiswagabuza229 Місяць тому +3

    Mnguni Gumede Malandela wena wakwethu syabonga,,Mavundla bhuti wami☺️

  • @BandleniMxolwa
    @BandleniMxolwa Місяць тому

    ❤sibukela kuwen bhut omdala🤝❤️

  • @nomondephiwani4569
    @nomondephiwani4569 Місяць тому

    Oh bafo iziyalo siyabonga kakhulu ❤

  • @SiphamandlaNhlenyamaMaphar
    @SiphamandlaNhlenyamaMaphar Місяць тому

    Siyabonga ukusifundisa bhut Mavundla

  • @DelisileShezi-ow7de
    @DelisileShezi-ow7de Місяць тому +2

    Ngyabonga Mashudula mtakababa ngokulibona iphutha lakho uxolise kumyeni wakho.inhlonipho ohlonipha ngayo usbary wethu uMavundla .ngyayithanda min indlela enithandana ngayo bafethu. Sbary Mavundla ngyakuncoma mina uyindoda .amazwi akho awobudoda uyakwazi ukumela isithunzi sakho sengath ungaqhubeka ube yindoda kanje .bafethu ngyabonga ngoba nihlukane senixolelene

  • @DanielNxumalo
    @DanielNxumalo Місяць тому

    All that is well ends well, konke kesebezelana kube kuhle kulabo abathandanayo ngokweqiniso ❤👏👏👏

  • @KmKunene
    @KmKunene Місяць тому +3

    Syabonga uma senilungisile yo yazi ngyanithanda mr mrs mavundla

  • @phumzilenkabinde754
    @phumzilenkabinde754 Місяць тому +4

    Syajabula Mavundla konke koniwangomlomo nangokwenza kuphinde kulungiswe ngawo futhi Long Live Mavundla wokaDlaba bengivesengishilomina ngathi uyinsizwa wena angekungenwe amanzi emadolweni ngephutha elilodwa nje👏👏👏👏👏💐💐💐💐💐💐💐Vundlas🎉🎉🎉🎉🎉

  • @SinazoRautini
    @SinazoRautini Місяць тому

    Siyabonga bhuto Mdala❤

  • @SiphoPho
    @SiphoPho 26 днів тому

    ❤❤❤❤ Mavundla ngiyizwile Ngangalazi . Ubani Phakathwayo yeyi iyabeka leyandoda . Ngifisa ukuyibona obhuti okumele sibalandele laba🎉

  • @MaguguSibiya
    @MaguguSibiya Місяць тому +6

    Waze wa-emoshinal ke namhlanje angikuthandi munje nkunzi ey ngeke mina ngkuthanda uhappy bhuti omdala

  • @nkululekomabaso1629
    @nkululekomabaso1629 Місяць тому +2

    Yinhle lento, siyafunda 📝.
    Representation is 🔑

  • @sibusisiweadora7266
    @sibusisiweadora7266 Місяць тому

    Kwashuba nkos yami MaShezi, kuzolunga girl❤

  • @nkosinomusandlovu4579
    @nkosinomusandlovu4579 Місяць тому

    Yaze yacikoza kamnandi insizwa ebukubonisa Vundla ngadideka kwamina ngiwumzulu mayeeee ❤❤

  • @ZodwaGumede-li2bk
    @ZodwaGumede-li2bk Місяць тому

    Ngyajabula liphethe kahle icala❤️❤️❤️❤️❤️❤️

  • @nomondephiwani4569
    @nomondephiwani4569 Місяць тому +4

    Molo Bhuti wam your calmness is humbling me, may God continue to bless you this union.

  • @user-zy2gv2wy6d
    @user-zy2gv2wy6d Місяць тому

    Izthandwa zami....noma seningadla kutv manje❤

  • @Nzamekazi
    @Nzamekazi Місяць тому

    This is deep Mashudula, niyi public figure noMavundla and into eniyenzileyo has shown us true love, ndingiMxosakazi mna but ndiyithandile into yenu❤❤❤

  • @luckymbatha2679
    @luckymbatha2679 Місяць тому

    Vundla angifun ukuth uyangichaza ngoba ngiyindoda mina koda ngifuna ukuth mina kuwe Vundla uligagu yinhle into oyenzayo and uyenza kube sengath it's 4 really keep it up.

  • @user-zx1hj1mg2k
    @user-zx1hj1mg2k Місяць тому

    Ncooooah sweet Vundla's Mama website Mashuu❤❤❤❤

  • @noziphovilakazi7916
    @noziphovilakazi7916 Місяць тому +1

    Cha Naze nayixixa kahle yalunguseka Siyabonga sifunda likhulu kunina nam okunye ngiyokusebenzisa kobam ubudlelwane ngiqhubeke njalo no Thando lwenu❤️❤️❤️💯👌🫂

  • @HlengiweShezi-cx6vd
    @HlengiweShezi-cx6vd Місяць тому

    Siyabonga Mavundla kuningi esikufundayo nathi sibadala, sengathi konke kungaba nesiphetho esihle, sizonikhulekela ukuthi konke kuhamba njezifiso zenu❤

  • @buyiengcobo9
    @buyiengcobo9 Місяць тому

    Vundlas😂❤, siyakthanda bafo, ungikhumbuza imdlela emgangifunda ngayo isizulu yooooooh

  • @ThembiMlotshwa
    @ThembiMlotshwa Місяць тому

    Ngiyanithanda nina ngane ngazengajabula ukunibona senihleka nganezam ❤❤❤

  • @phumzilenkabinde754
    @phumzilenkabinde754 Місяць тому +1

    Hhai sesingalalakemanje thina esinifisela konke okuhle besinovalo ngezindaba zakwethu abanomona bazoshaa shiii🤞🤞👏👏👏👏👏🤣🤣sihappy thina esihamba noVundlas kaMashezi🎉🎉🎉🎉

  • @user-dz3uk4by1j
    @user-dz3uk4by1j Місяць тому

    kodwa jesu uma sethi baba 🙌🙌🙌

  • @buyimbatha1626
    @buyimbatha1626 Місяць тому

    Ngithanda indlela othobeke ngayo kaDlaba ukhombisile ukuth bab Mavundla uyamhlonipha kakhulu. Uqhubeke njalo mama uzowakha umuzi wakho. 🥰🥰🥰

  • @user-ll9ki6wz7f
    @user-ll9ki6wz7f Місяць тому +1

    Uyindoda mavundla isici osoni into enhle ❤❤❤

  • @user-yl6pj2pi8q
    @user-yl6pj2pi8q Місяць тому

    Ncoooh xem ❤❤❤aiii yinhle intfo yenu🥰😍🥰

  • @thulasizwemaphumulo5467
    @thulasizwemaphumulo5467 26 днів тому

    MfokaMavundla, iyathobisa kakhulu indlela enikhombisa ngayo ukubaluleka kokusekana nokukhalimana ningabomndeni, esigabeni soSisi Kanye no Bhuti abadala, nokusibonisa ukubaluleka kokukhuluma ngento Uma isuke ikuphazamisile ukuZe noma kuyiwa phambili, Koda Kube ukuthi wonke umuntu umqondo munye. Cishe indlela eniziveza ngayo kuthina, iyamkhulisa kakhulu umfana, imuyise esigabeni sobudoda, indlela enidlalisa ngayo inkotha, iyasikhumbuza ukuthi singobani, nendlela enikhombisa ngayo uthando lwenu noMama, iyasibonisa ukubaluleka kothando nobumnandi balo, Uma ningene kulo ngenhloso yokwakha nokukhulisana ndawonye. Syabonga mfwethu 🤝🏽
    ningayiyeki lento, kunalokho, yandisani inzinhlaka ezahlukene la ekuzokwazi khona ukuthi kukhuliseke ingane zabafana ngendlela eyokwenza ukuthi sibone lesimo esibhekene Naso sokufa kwabesimame egameni labesilisa siphela... Amen

  • @tshakahlabeni4415
    @tshakahlabeni4415 Місяць тому

    Senize niyafana nindalelwene Nina ningaze nivumele izitha ziluqende uthanda lwenu ave ndinithanda❤❤❤🔥🔥🔥👌👌👌

  • @user-kl6kb3tf9w
    @user-kl6kb3tf9w Місяць тому

    Ngiyanithanda yaz bakit ❤❤❤❤❤

  • @SlindileDube-jq5bi
    @SlindileDube-jq5bi Місяць тому

    Mmmm Mnzimela isizulu sakhe wow

  • @user-de1nb5jy3z
    @user-de1nb5jy3z Місяць тому

    Moooooooo shem Uma sekakhala naye ubonisa ukuy'sola nothando olukhulu niyathandana guys uyakuthanda Vundlas iphutha nje kodwa uthando luningi uMashudula ak'yena muntu o soft kodwa ingoba uyakthanda kakhulu and uba soft ngalothando lwenu❤❤❤❤

  • @user-de1nb5jy3z
    @user-de1nb5jy3z Місяць тому

    😂😂😂😂Namanje ngisasho uMashudula ukuthandela ukuba yishinga Vundlas uye umkhumbuze ukut ngiyi ndoda and naye uthanda uhlobo lwendoda enge soft uyikho konke akudinga esokeni Vundlas zethemba❤❤❤❤

  • @VeliswaVakalisa
    @VeliswaVakalisa Місяць тому

    Awu Vundla uyindoda❤❤❤ xola.... Shudo nangu umyeni

  • @LizzyNonhlanhla
    @LizzyNonhlanhla Місяць тому +1

    Siyabonga Mavundla ukuba khona kwakho sifunda lukhulu inkosi ayikugcine

  • @user-xw6hk7gk5f
    @user-xw6hk7gk5f Місяць тому

    Mavundla mina ngiyakubongela, uthole unkosikazi lapha, mtatayise bhutiza. The mere fact that she did not know that her action would anger her partner should bring comfort to you. This knowledge and experience is only known by people who have walked that path like ourselves 🤣.
    Ngimthande uma esesabela ezansi njengo Adam. You can't ask for more bhuti. Ungiqede esethi "ngiyazi kusazothiwa, washo-ke zimbali"🤣🤣🤣❤️❤️❤️ love you lots guys.
    Mama Nzimande

  • @sebenzilenkosi8208
    @sebenzilenkosi8208 Місяць тому

    Wamdodisa bafo although abanye IsiZulu sakho besijulile esobunsizwa nesisoka uyamkhulisa umfana ukuba onke amadoda anje ngabe imizi unokuthula ❤

  • @user-gs8in8hu5e
    @user-gs8in8hu5e Місяць тому

    ngyabathanda abanewenu Mavundla bakhaliphile wafuza bona🥰🥰🥰

  • @JabuMkhize-ls6xi
    @JabuMkhize-ls6xi Місяць тому

    Ngyanithanda❤ uyindaoda Mavundla ayaphi amadoda afana nawe la ezweni

  • @nomkhosithobeka6773
    @nomkhosithobeka6773 Місяць тому

    Lwaluhle loluthando engathi lungathelithelo ezinhle❤️❤️❤️💐

  • @user-fu5ce7nk7t
    @user-fu5ce7nk7t Місяць тому +1

    Kodwa windoda mavundla indlela izinto ozenza ngayo noma subonile umuntu wakho wenzani into ewrong kodwa wen wam nomuntu wakho wath uzoma wath uzoma nay powerful

  • @Ningi-pg3ft
    @Ningi-pg3ft Місяць тому +1

    Naveselela nolwethu uthando esesingalunakile liyavutha manje ibambeni kanjolo❤

  • @happysgwebela8664
    @happysgwebela8664 Місяць тому

    Syabonga ukuthi mxolelile

  • @cphamandlamagasela506
    @cphamandlamagasela506 Місяць тому

    This is a true definition of love

  • @PunjabPakistan-tj6ex
    @PunjabPakistan-tj6ex Місяць тому

    🎉Mavundla yehlisa igazi mfana wami ngena embangweni .Thula ufundise umhlaba yini umbango . Ungazihlekisi nabantu

  • @user-dz3uk4by1j
    @user-dz3uk4by1j Місяць тому

    Jesu lapha esethi baba 🙏

  • @user-pf2xy4qo7o
    @user-pf2xy4qo7o Місяць тому

    Jesuu senijike nje nafana guys tjo😂😂😂...ngathi kadee naqomana😂😂😂

  • @nomkhosimadlala660
    @nomkhosimadlala660 Місяць тому +2

    Hawu bakithi kube yiphutha yaz, sengphatheka kabi uma esekhala, xola bhuti🙏

  • @nomusamadonsela5000
    @nomusamadonsela5000 Місяць тому +1

    Intobeko yakho Vundla lapho besilindele ukubona ulaka kuwe, kusifundisa lukhulu ngobuqotho bakho, Shudu ungaphinde ntombi sikuthandela ubuqotho bakho❤❤

  • @NkosinathiShezi-gb6ee
    @NkosinathiShezi-gb6ee Місяць тому

    Nam sbali ngyamxolisela ucc Vundla wethu ka Dlaba❤

  • @NtombifuthiNtobela
    @NtombifuthiNtobela Місяць тому +1

    Bengithi isiZulu ngyasazi kodwa ay namhlanje ngifunde lukhulu. Ay bayabeka obhuti.

  • @xolileradebe2388
    @xolileradebe2388 Місяць тому

    Ngakhala jesu yabuhlungu nhliziyoyami nixabana kubengcono kwangcno sengibona nihleka love u guyz please make a history for us🤞

  • @ZiphatheleBlessing
    @ZiphatheleBlessing Місяць тому

    😂😂😂zakhalaaaaa Aibo anisiyeke weVnoM nidlalangath njalo

  • @bb2835
    @bb2835 Місяць тому

    ❤❤❤❤ngiyanithanda kodwa angideli ukunibuka Jeso wmi