Mina ngyayibona eyezinkomo inkinga lo mndeni awuphephile usengenza noma yn lobaba Uma nje bengathola usizo lokuth bengaphepha kanjan ibuhlungu lento shym
Yaz lobaba ulwabishi nje into engenamsebenzi udoti nje waze wangidina kodwa ke uThuleleni uzomsiza baningi usebasizile ncese mama qina kwaze kwabuhlungu mmmmmm😭
La lela la mnganami yenza into easy nje yekela ukulandela le program if uzofuna ukuzo ngifundisa ukuthi angukhulume kanjani kwi program yami. Ukuze nje singezo jwayelana kabi phuma la
Ngamsiza mama ngenkantolo enkantolo ngvela ningithinte zizobuya zonke kobiya ngisho efe kuzondi ngthinteni thuleleni
Inkosi ikubusise 🙏
uNyazi lwe Zulu likubusise kwande
Utholakala kanjani nathi sinenkinga
Inkosi ikbusise bhutwami 🙏❤️
Inkosi ibenawe Uma usazoqala ukusiza lomndeni 😢🙏
Very clever uMama about getting her ill son cattles from leya mali. Omunye eThekwini ubezoybhubhudla😢. Halala Ma. Ngiyacosha njalo kuwe ave uzothile. Noma udaba lwakho lubuhlungu uNkulunkulu uzokusiza🙏🏾🙏🏾🙏🏾🙏🏾😊
So humble Mother and her daughter...Thixo uyavikela uzobavikela azivumeli izimo ezinjalo trusting Him is very perfect
How can i send my contribution for uMama?
Hi bhuti how do we help If one would want to help am watching this in tears this is so heartbroken strue
Shame ngaze ngamthanda umama nkosi yami so humble lady
Ngaze ngamthand mama❤
Ngaze ngamthanda u mama namalumi akhe bakithi😍
She's a beautiful lady and so humble and resilient
Such humility from uMama. ❤❤❤❤
Eish uMama unenhlonipho enkulu shem ngimthanda ngila eSoshanguve Jesu ngenelela
Phephisa Mama uyimbokodo impela .I salute you MaMah ngiyakthanda kakhulu. Wetayma akekho ubaba onjena.njandini.umama wacabanga wathengela ingane inkomo ekwakhela umuzi mgodoyi.Cebekhulu kazi nihlangene ngani nalendoda ebheda kanje shutty nibheda nonke niyahlohlana.i GBV le ayiboshwe lendoda .
😭😭😭😭😠😠 ngaze ngabuhlungu ngo mama okulesi simo 😢 UNkulunkulu uzolungisa mama😢
Ngaze ngabuhlungu ngomama lobaba uyozisola ngelinye ilanga hlukumeza umuntu obonayo nje ukuthi uzilungele ubekezele nkosi yami nezingane zakhe ujehova uzobanawe ma sizokukhulekisa❤
Kwaze kwabhlungu nkosyam😢sengathi engaluthola usizo umama😧
Into engiyinothisile futh kumama unenqondo ngiba wakwazi ukthengela umtanakhe inkomo❤👏
Kubuhlungu ngyazwelana nomakhelwane khona indaba isala ezinduneni nakuwo amadoda endawo kwakunini lomama ehlukumezeka bayokholwa ngokuth aze abulawe nezingane zakho ngibuhlungu ngoba ngyabazi😢😢😢
😢😢😢
Kwaze kwabuhlungu okwenzeka kumama,umyeni amthemba waphuma kubo ngenxa yakhe,namuhla umenze nje.UThixo uthembekile mama, uzokenzela umusa
X-Repo akanonceda apha yhini uMama Ave kabuhlungu kangaka loTata yena akanantliziyo yhini Somandla ngenelela uMama kubuhlungu abantwana bajonge kuye🙏
Yha uqinisile yazi😢😢😢
Kumele baqale enkantolo.
Ibuhlungu indaba ka mama nkosymi iyafana naka mama wami kodwa umama uwathula wabuka wasala nesibaya sodwa ubaba wathatha zonke izinkomo wayozibeka kwa Mamncane balobolela izingane zamamncane zonke
Ekugcineni kwashona baba kuthe sekwenziwa nhlambuluka nklnkl wabusisa umama ngamalobolo elandelana zigcwele izinkomo ekhaya kwa Mamncane akusekho ngisho eyodwa 🤞 so engakusho kumama ukuthi kuye kubuhlungu ngoba kumele aganise ingane yakhe
Wandikhumbuza kudala usisi lo ,ngokuthobeka
UNkulunkulu emuhle njalo
Ngaze ngabathanda umama nondodakazi nomfana mncane bahle fuhi, nesizotha sabi .akubafanele lokhu ababhekene nabo, engathi bengazasizakala 🙏
Mina ngibona kungcono ubaba ayekwe nalezinkomo ezikuyena. Bese umama ahlanganiselwe imali yezinkomo ezimbili,eyesilisa neyesifazane. Zizale ziphinde zande. Bese eya enkantolo athole incwadi yokuthi ubaba angasondeli kuzona.
@khanyicele3688 mina ngibona ngathi uzobuya azozithatha futhi kwalezo uphethwe ubuqhwaga nje lomkhulu, usasebenzisa lendlela endala yokuhlukumeza umfazi kumele aboshwe, yini nje elokhu ephansi phezulu nemfuyo angayithenganga, wangikwatisa lomkhulu
Cha azibuye nge akuzona ezakhe .Mhlampe uye nje nowathakatha indodana khona edle inkomo zayo akalungile unoSathane 😢
Impela cc umbono omuhle❤❤
Imali yalezoyinkomo uzoyithathaphi, as sibonanje udla imbuya ngothi
Angabuya ozothatha ngoba basashadile
Ubaba uthandana no baba Cebekhulu nongibuza ningiphale ulimu.
Futh nje uphelile ucebekhulu
Washo lento engiyicabangile, kunuka isihlama nje lapha kwaCebekhulu.
E nawe🤭
Ngaze ngamzwela umama bakithi engathi uJehova engabanaye
Taba tse bohloko ka mme a ithobileng ekare a ka fumana thuso🙏
Mme needs serious help especially with housing and protection. Such a humble woman
X-Repo sicela ingenelelo nayo kuloludaba,lunzima.Asithembe uzosizakala mama ekugcineni.
Ewe funeka I x-repo
Riiiiiight iynkomo ziyaphuma.
Kwaze kwabuhlungu mama wekhaya lokhu okwenzeka kuwena. Umyeni wakho unenkinga enkulu, kukhona okuhambi kahle kuyena ngoba uzidilizela yena owakhe umuzi. Kungenzeka kukhona abamenze kona abangani bakhe ngoba bebona imfuyo ekhona benomona. Abantu kulezinsuku abeve bethakatha. Bazenza abangani kanti bayathakatha ikhaya. Ngelinye ilanga umyeni walomama uyozisola. Hlala mama nabantwana bakho, qhubeka ube yisikhukhukazi ufukamele abantwana. Manje uwena oyithemba labantwana bakho. UJehova akakuvikele akubiyele akukhusele. Mama ungakhohlwa ukuthandaza, ukuthandaza kuNkulunkulu kunamandla amangalisayo. Konke okuhle kuzokwenzeka kuthi kubuye izinkomo zomndeni wakho. Amen
❤❤ngaze ngamthanda lomama❤❤
Kuneschitho phakati🤞
Mina ngyayibona eyezinkomo inkinga lo mndeni awuphephile usengenza noma yn lobaba Uma nje bengathola usizo lokuth bengaphepha kanjan ibuhlungu lento shym
Uma nje esadla anhlamvana abaphephile
Isintu sithi Indoda ayihambe yodwa izinkomo nempahla zibelong kumakoti vele umakoti akaphumi endlini yakhe ufela khona
I can relate ngaloludaba. Lobaba wenza lento nje eyayenziwa baba wami noma kungakaze kufuk ekutheni ahambe khaya kodwa wayesilwane kithi kodwa ngaphandle bazi zinyo lakhe thina singalazi. Wayengehlukani neskhali
Inhloniph esehlel ecansini phansi
NAM ndibone lonto
Ahy-gal❤
Kwanzima bakithi ngomama wabantu washada nomthakathi ngempela waphinde wamshiya nabantwana abangaka, eyi abantu besilisa bayasilimaza kodwa kunzima ukuba mfazi, engathi uNkulunkulu angakusiza mama wabantu
Futhi ke baningi abesimame abalimele ezinhliziyweni ngenxa yaloluhlobo lwamadoda . Kuwukuthi abaveli obala , kunzima khona
So painful😢😢😢
😢😢😢😢 sengizosaba nokuthola abantwana emendweni😢😢😢.......sry mama
yemama kwaze kwababhlungu.akujoyine iskebhe mama sokusizs
Sijoyinwa kuphi
Bakithi umama❤
Akuve ngimuzonda umuntu ozokwenza uMawami inhlekisa, njengalo Baba 😢our Mothers have been through alot sengathi singabathanda kakhulu
Nam ay ngimama wam ngingafa fiii ngowam❤️
So humbled my God help her it's painful
Uzobuya mma sekunzima bemkuke nge shidi
Kunesichitho la ayikho indoda engenza imikhuba enjena
Ngivumelana nawe
Cha nam lowomqondo uke wangfikela
Akho sichitho lan funa nduku lento
Ay bakithi kunzima@@KhanyisaniNxumalo-b8j
Lobaba uphila usathane uyigovu nje
Yho kwaze kwabuhlungu ngxesi Mama u thixo makanikhusele
Emhlabeni kunjani kodwa. Umama olunge nozithobe ngalendlela ubaba azodlala ngaye. Kubi kubi
Balungile abantu balapha ekhay
Banomoya ophansi ❤
Ey intengiqapnelayo la ngifuna ngokwaphezulu uMama sengathi angathola umuntu ozomlungisela kahle imimoya yaKhe mikhulu ayfuni ukphatbwa iwumthelela yokubaqhatha no baba unedlozi lendoda yilo leli elakha lomuzi alisayfuni lendoda ngyazi kwabanye ngeke baqonde ngokungazi sengathi kungalunga Mama bakithi
Akekho mmeli lobaba wathatha esinye isigebengu sazenza ummeli ngoba emazi umama akanalo ulwazi.
Yebo, mina bake bangizama kanjalo, ngavele ngathi abalethe i address yama office ne phone number ngoba nowami ufuna ukumangalela yena ummeli lowo.
Xrepo iyafuneka la
zingabuya for free
Uzozintshontsha futhi nabangane bakhe
X Repo angayi sotha le.
Kwaze kwabanzima emhlabeni ncesi mama isihluku esingaka God have mercy
@BI Phakathi🙏🙏🙏🙏
Ai ibuhlungu indaba ka mama ngiycela abanamandla bamlekelele
Yaze yakhohlakala lendoda kazi mhla ifa lo Cebekhulu uyomisa kanjan ngaye
Cebekhulu uyothatha izinkomo athi wazithenga esaphila
Uyimbhokodo mama umuziwakho uvuthiwe yazi nje bakithi ayi kulungile ngathi ungathola usizo
Siyabonga thuleleni nibo understand abanye abanye abayazi lento yaku social media bezwa ngabantu nd sebekhulile niqhubeke nibasize
Kwazekwabuhlungu bakith, ey amadoda Thixo,uNkulunkulu uyakuzwa mama uzophendula,kobengathi nimthakathile nabantwana benu
Ngazengabuhlungu nkosiyami mama uthixo ikhona uzokusiza 🙏🙏
Bayajlukumezeka abesifazane ngezindlela eziningi special emakhaya.
Iskebhe asikho yini kulendawo?
I wish if they can get another place to stay.
makungathiwa iyafa njalo lendoda manje
kungamele lomama ahlale emseleni aphinde azile azilele lomgodoyi wendoda engenamsebenzi walutho
Ei ungabe usasho futh bomphoqa ukt amzilele ei nkosi
Ey ngoba divorce ayikho esiZulwini
Gwaa
Baphinde Basile yena umama abakubo kwalendoda engcolile
Ngaze ngamthanda umama nodade banomoya ophansi❤
Angadonethelwa kanjani?
Phephisa Mam Shenge usawuyena noma seku nje ngizw ubuhlungu enhlizywen konke kzodlula u Jahova uyalungisa
mmmm kwazekwabhlungu ngenelela Nkosi nakulesimo Thuleleni ngyathemba nani nizowvikela lomndeni ngamandla kaNkulunkulu azoniphawona nabanamandla oksiza abasize bakity 😭😭😭😭😭😭
LoCebekhulu n umkhwenyana walomama have a suspecious relationship. Akho ndoda yathatha ibhodwe n izinkomo yayokipita nenye indoda eyashonelwa umfazi iyowandisa khona....
Ay khona kuyasolisa
Soomting is beating water!!
Nje
Yabuhlungu inhliziyo yami ngalo Mama
God have mercy on this beautiful soul 🙏Oh its painful 😥
Mmmh nkosym eyam ngane yaze yashona kuthiwa ayiholi ngane enenhliziyo nembobo awu Albert yayngangfun yoh😂
Nyamwzelela izngane zakho mah ayihambe inja yendoda umvundla ziwuqanda phambili 😢
Ubaba kanalo qiniso mama ngymdabukel bakith ubheken nseilingo🙆
Yaz lobaba ulwabishi nje into engenamsebenzi udoti nje waze wangidina kodwa ke uThuleleni uzomsiza baningi usebasizile ncese mama qina kwaze kwabuhlungu mmmmmm😭
ai kodwa awukwazi ukukhuluma mfe2 isisoka awunaso nje, khona uyasiza kodwa ulimi lwakho aluqoqekile.
Usho into ehleli nami ngiyibona mfanakit
😮what r u saying or is it misprint
La lela la mnganami yenza into easy nje yekela ukulandela le program if uzofuna ukuzo ngifundisa ukuthi angukhulume kanjani kwi program yami.
Ukuze nje singezo jwayelana kabi phuma la
@@MduduziMkhwanazi922 you're proving my point exactly ngizokwehlela ngezansi ukhuphuke🙌
Cha Uqinisile lo mfo… ukuthi uzozama ukusiza akusho ukuthi adelele
Niyababona abafazi bangempela ninabolokishi 😂😂
Nkulunkulu wokhokho bethu lula isandla mvelinqangi/ngenelela emndenini wakwa Shenge sethembe wena mdali wethu😢❤
Ibuhlungu impilo kamama buka wasuka Kubo ezokwakha umuzi kodwa indoda yakhe iyawubhidliza.ngibona sengathi ubaba unenkinga yokuphendukelwa idlozi.ubaba udinga ukusizwa.unenhlahla ukuba nonkosikazi onje ngalomama.mama sekuzolunga u Jehova usekuzwile ubonile
Kungenzeka naye ubaba usetshenzwe ngekhaya lakhe
Eyi kwaze kwanzima ngaphandle kosiyam 😭😭😭💔
Bukani nje ukuthi abanye abantu aba appreciate kanjani, lomama ungunkosikazi ngokwanele kodwa indoda imshiyile. Yin ongayenzeli ndoda😢
Yikh kuthiwa amadoda izinja ngb aweneli nom uqotho kanjan kuyefan
😭😭😭😭yabhlungu inhliziyo yami
Abukhu 30:30 lume ubuholi bomdabu inkosi yesizwe iyona okumele isukumele loludaba.
Akaboshwe alande.izinkomo.leli O'Hara no mmeli akaboshwa sgebengu Se laywer😮
Aksbkshwe lomdodovu we ndoda hawu #GBV....wayeyisaphi i gane yabantu...akukho la uzobika khonamasekuphume isidumbu kuphela bese siyababaza
Kodwa umama bakithi 😢 ngaze ngamuthanda,,ngathi engaluthola usizo bakithi❤
Ufunele umkakho ummeli. .ebe engasebenxi..uzomelwa ubani yena.xoosha umkhuhlane ekhaya.
Hawu kodwa omama bethu baze bahlupheka benjalo beiithobile emendweni ,kodwa ngeke kugcine lona ikhehla leli kwabina labo bangani khona abakutholayo kwaphela lokho kphelile ngobungani😢😢
Siyaye themba Thuleleni foundation 💔💔
Joooo waze wangikhalisa mama kubuhlungu
😭😭😭😭💔💔💔💔omama bethu bathwele kanzima
Eyiio jesu kulungile mama unklnkl uyabona nd uzokuphendula😭😭😭😭
Oh nkosiyam God please guide umama nomndeni wakhe.😮
Ngaze ngamzwala mama,nkosiyami kathole usizo
😭😭😭😭😭umma u bona I sono xem,love u mma ur very strong mma wam
Manje shuth mayehamba nebhodwe wayenzela ukth bangakwazi ukupheka lenkomo eyayifile🚮🚮 eyi kuyahlekwa ngisho kufiwe😂😂😂
😂😂😂
Kubuhlungu eiii umuntu akushade umzalele abantwana. Aqede aphenduke inkuzimalanga yesitha.😢 Izinyembezi zomzali 😢😢
Oh My God! I can't finish this video, it's very sad
Waze wadabukisa umuntu wesifazane ngifikelwa umunyu nkosyam .Jehova lekelela
Shem umama ikhaya livuthiwe inkinga unendoda engasile 😢
OH my God yazenyabuhlungu ndaba kamama ufelwe yindoda iphila ngeke iinduna mazingenelele namakhosi endawo ngoba lomama uzoshona ashiye iingane zikwi suffer
😢😢😢Ngaze ngezwa ubuhlungu 🥺😭💔💔
Ngaze ngamthanda umama amanye amadoda angosathane impela ewu masekhala ngakhumbula owami sasiphila kulesimo solahlwa singenaye ubaba ephila😢😢😢😢😢😢
Mama ngicela uke uye The Revelation Spiritual Home kubaba Hadebe ezokusiza mama lento ayihambi yodwa kunenkinga lapho sukumela umuzi wakho konakele nalabo bafana abagulayo bazophila laphayana ubaba Hadebe uyayinqoba leyonto phuthuma mama uthole nensebenzo yotswayi khona ulichele umuzi wonke zizobuya lezo nkomo naye ubaba wakwakho nengane ziphile mahhala ku baba Hadebe kuyosuka lelo dungamuzi elifakwe lapho uyongibonga mama
Eish ngaze ngababuhlungu bantu yazi izingelosi zekhaya maziphakame zilekelele lomuzi😢
Ngaze ngamthanda lomama ❤️🫂
Engn ungasizakala mama❤
Uzoku thwala uNkulunkulu mama qina edolweni uzoyithola impendulo🙏😇🫶💐
South africa sizani bo zwelani nangu mama nomdeni wakhe kwaze kwabuhlungu umzali lonah 😭😭😭😭
Ngaze ngaba buhlungu gomama
Kuyezwakala kuthi mawungasi understand kahle. Isizulu kungaba inkinga coz unamalimu shame