Amen mkhulu kuyenzeka yin uphuphe ingwe (leopard)e black and white ne brown ngixolise ngesilungu angiyena umzulu. Ngaphupha I sea 🐎 horse imbhethe indwangu ye leopard e black and white ngaphinde ngaphupha abantu bembethe iziphika ezengwe ebrown kanti nebhayi le mpangele nalo ngaliphupha. Kuyenzeka ube nakho konke na
AMENI MKHULU MAZIBUKO ISANUSI SEZULU KUSILE KUSILE😇😇😇😇KWAZE KWASA😇😇😇
Amen mkhulu ngicela usiphakele ngamaJazi nemimoya yawo🙏🏼🙏🏼
Sengicela upart 2,3 and 4 bandla. Kade ngazilinda lezindaba. Siyabonga kakwl Mkhulu 🙏 UGod ikwandisele njalo.
Siyabonga Mkhulu ngithole impendulo nge mpisi
Mkhulu you need to write a book. Your knowledge and authenticity on spirituality is unmatched.
Amen mkhulu.....si Funda okuningi🙏❤️
🙏⭐🌟 AMEN 🙌 MKHULU
Siyabonga mkhulu, chubeka ngaletindzaba, timnandzi
Awu siyabonga. Kumele sikubone Mina ngisegoli
Amen 🙏🏿 🙏🏿 🙏🏿 🙏🏿 🙏🏿
Asibonge🙏🏾
This was very informative and helpful khona umuntu ezowazi ukuth uhamba nobani and kuchazani.
🙏🏾
❤❤❤
Mkhulu abanye bath kune sthunywa sika Menzi, abanye kunesthunywa seMvelo. Sacela unabe Khehla ngalolohlobo lezithunywa! Ngyabonga!🙏
Mholo mkhulu siyabonga kakhulu inkosi ikubusise ikwandisele
Amen mkhulu sicela contacts ze admm
Mkhulu ngikuva Kahle, kusobala ukuthi abantwana bedlozi izithunywA
Mkhulu yinkulu indaba. Sibonga ukusiphakela hey sazesaba sincani lesikhathi ...makwande
Ayi wayibeka Mkhulu, impendulo ngiyitholile 🙏🏿
Ngath bekudaliwe ukuth ngizothola ulwazi oluhle kangaka ngoba ay kunzima abanye abelaphi noma ngizoth ogobela bayaganga ngath Mkhulu Mina ngikhuluma nje ngikhethe ukuphuma oPhehlweni ngoba ngiyabona ngiyangena phakath emgodini engeke kube lula ukuphuma kuwo kodwa ngibe ngingenele igobongo sekuthiwa angithwase UGobela usenqabe nokungiphothulisa igobongo 😔kodwa ngith ngiyabonga khehla ngokuthola leChanel yakho inginika ukuphila ngiyafisa ukuvakasha lapho osebenzela khona Mina ngisentuzuma Durban
Ngiyakuzwa mina mkhaya wami #izanusi zezwe
ameni mkhulu kusuke sekuyiziphi ithunywa mangabe sewulibona naphezulu esibhakabhakeni lingath li brown mase eduze kwalo kube nenyanga (moon🌒) nenkanyezi masekuba nalenyoni emhlophe eyandiza eduze kwalezinto eyabizwa ngenkosasane ameni
Uma uphupha inyoka yona
👏🏾🙏🏽Sbingilele Mkhulu 🧙🏾♂️✨,
Sacela ukwazi nangama-tiger🐯 ukuthi wona akhomba ini ephushweni.
Kunjalo Mkhulu linenkani amandla ayisimanga sibonge ukusikhumbuza 🙏🙏🙏
Amen Amen Amen siyabonga mkhulu
Amen 🙌🙏 Mkhulu
🙏🙏🙏
Part2 uyadingeka mkhulu baluke kakhulu, asbonge
Bese abelungu bathi lizoku fakela icencar besifihlela amaqhiniso kumele sifunde ngemikhuba yezilwane
Mpisi -hayena =?
Uyaphilisana Sanusi sezulu ngalezimfundiso zakho, ungakhathali ngoba sifunda lukhulu la kuwe.
Amen mkhulu kuyenzeka yin uphuphe ingwe (leopard)e black and white ne brown ngixolise ngesilungu angiyena umzulu. Ngaphupha I sea 🐎 horse imbhethe indwangu ye leopard e black and white ngaphinde ngaphupha abantu bembethe iziphika ezengwe ebrown kanti nebhayi le mpangele nalo ngaliphupha. Kuyenzeka ube nakho konke na
Senim faka ifilter manje umkhulu, or uneswasho esisha.
Ngibingelele kwiso Lomoya angazi noma sengiyona yin kodwa kadw yase ing'hlupha lento bengicela ukbuza , umtwana omiselwe ngabe umuntu onjani ? Ngabe naye uya mbandakanywa kubangu abanesithunywa?