Mkhulu. Kukho isiziba esinempophoma apha e Eastern Cape ku Njemane. Akungenwa. Kuthwa kukwa Bilayo isiZiba esqhumayo. It's a gateway to another realm. Kukho neNkomo zamanzi. Ziyaphuma. Some homes near esasiziba iiNkomo zabo ziyanithiswa ngezi zapha emanzini. In the early hours of the morning you'll see amakhukho(uCansi) and clothes hanging close to the river, kodwa they just disappear. People abangena pha ngabantu abathwasela emanzini. Nayo ineNgxangxasi(Mpophoma).
UNkulunkulu Madoda, ngithanda ishoba lakho khehla lam
Thokoza Mkhulu, siibonge ngolwazi. Ukuphawula nje, Impophoma yase Paradise Valley, uma ufike bebancane abantu kuyenzeka uma ukade ukhuleka ngokweqiniso umbone uMnumzane. Ngike ngamubona mina.
Sakubona khehla mazibuko ngizizwa ngikhululeka emoyeni ngokuzwa imfihlo yezulu engaka
Amen 🙌🙏 Mkhulu uNkulunkulu akwandisele futhi akugcine uphephile imfundiso yakho isho lukhulu kithi amandla mawaqhubeke ande kuwe ukuze isizwe silapheke🙏
🙏Siyabonga Mkhulu...I feel favored by Dlozi to be able to listen to you. 😇Amen
Kyenziwa yin abangani bebaleka ngapha nomsebenzi wabelungu awuvumi
Ndibuyike Mkhulu 🕯️
Well done mkhulu 💯🙏🙏🙏
🌟🌟🌟🌟🌟🌟🌟 dankie mkhulu.... ujehova asigcinele wena Kanye nabantu abadala abakwembethe ...bakukhusele njalo.
Thokoza mkhulu 🧙🏿♂️
Siyabonga mkhulu kakhulu 👏👏👏
🙏 Syabonga ukuphakelwa lolulwazi oluyimpilo.
Ngisahlela mkhulu kodwa ngiyeza ngizwa uyangilapha empefumulweni ngiyakholwa ukuthi ngizokhanyiseleka kulezinto engezambulelwayo okuyimfihlo yamanzi
Mkhulu engathi uMkhulu womkhulu angahlala kuwe..nabakumbethe🙏🙏
Siyabonga Mkhulu
Amen ngiyayithanda lendlela eningena ngayo nengoma yakhona
Ungqedile, uthi wabaleka?
Mina nje ngididekile mkhulu.utholakala nini ngapha egoli
Amen baba ngicelukubuza ngokuphupha ngibona iziphethu eziningi ezinanzi amhlophe ngiwaphuza ngigeza ngawo kokunye Kube isiziba esikhulu kumele ngingene kuso kodwa ngesabe ngicela ungichazela kusho ukuthini Baba
Hey mina kwaqala kanjalo manje nghlezi ngingena but angikathwasi kodwa kuningi esengikwazi ukubona noma iympande
Mkhulu. Kukho isiziba esinempophoma apha e Eastern Cape ku Njemane. Akungenwa. Kuthwa kukwa Bilayo isiZiba esqhumayo. It's a gateway to another realm. Kukho neNkomo zamanzi. Ziyaphuma. Some homes near esasiziba iiNkomo zabo ziyanithiswa ngezi zapha emanzini. In the early hours of the morning you'll see amakhukho(uCansi) and clothes hanging close to the river, kodwa they just disappear. People abangena pha ngabantu abathwasela emanzini. Nayo ineNgxangxasi(Mpophoma).
Thokoza mkhulu ngiyabonga ukhuluma kahle
Siyabonga mkhulu ukuaiphilisa emoyeni ungadinwa ukusicobelelela
Yaze yaphilisa ivideo
Sawubona khehla Mazibuko uyakwazi yini ukufika ubizwe endaweni yami mhlampe sikubhukhele e hotela noma kanjani
UNGIFONELA NOMA UWTSPP KUZO LEZINOMBOLO AMEN
Ndicela ubuza Mkhulu uuahlola over the phone 📿🕯️
Sengbuya kuyo lempi NGO June ngilwa nenyoka Yama satanists ngayi nqoba ngyabonga khulu manisalwa nalemimoya
Utholakala nini egoli mkhulu
🤣🤣🤣 Ei Khehla leMpophoma iyangihlekisa eyesiziba saseMsinga ngoba zolo lokho bengixoxelwa ngaso kuthiwa akungeni muntu,ngithe mina ukhona engimaziyo ongaya khona abuye ngaphikiswa.ngzoke ngabezwise le video sbone basengaphika yini
Mhh asbonge Mkhulu Mazibuko iqinsile lensizwa eqophayo ujule kakhulu namuhla.manje Mkhulu Ake ngbuze nanku umbuzo owodwa nje vo,ukuze umuntu afinyelele kumuntu ofana nawe kumele aze akuboniswe yini kumbe ngokuzifunela mina usizo ngezinto engike ngizizwe nezenzekayo Kimi ngingavele ngizizele kuwe?