isithunywa sentaba being discovered 🇿🇦✊🤨messages from ancestors 🤯

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 25 лип 2024

КОМЕНТАРІ • 92

  • @RoseNgubo
    @RoseNgubo Місяць тому

    Sawbona mkhulu asiside iskhathi ngikulalela kodwa konke engisakulalelile kuwe ukhuluma nami uqobo ngingu mntwana weThongo bayaxhumana nami ngemibono noma eminye ingidida impilo inzima kumina nezingane zami ngyabonga ngezimnfundiso zakho uyangikhulisa inkosi ikubusise ikwandisele njalo

  • @fundyZulu88
    @fundyZulu88 Рік тому +1

    Ave umuhle futhi uyangchazs umusukhuluma isiZulu❤

  • @rejoycemchunu6033
    @rejoycemchunu6033 2 місяці тому

    Waze wamuhle! ❤

  • @KING-kx9sw
    @KING-kx9sw 2 роки тому +1

    Ngicela ukubuza ukuthi kusho ukuthini uma kugcwele izimbuzi esangweni kusho ukuthini asibonge 🙏

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 Рік тому +1

    Yhoooo...siyabonga Mkhulu ngencazelo. Yaze yankulu indaba yesithunywa nentaba

  • @winilehlongwane7832
    @winilehlongwane7832 Рік тому +2

    Thokoza Mkhulu..sengike ngaziphupha kaningana ngindiza kodwa recently ngiziphuphe ngindiza ngebhanoyi kodwa manjs langehlisa phezulu ngaphephethwa umoya sengehla ngaze ngayofika phansi nalentaba engangisuka phezu kwayo. Le video seyingenze ngaqonda kanconywana ukuthi kwenzekani la.

  • @mahlatsimaepa7616
    @mahlatsimaepa7616 2 роки тому +1

    Amen 🙌🌊🙏

  • @tsepokodisang6665
    @tsepokodisang6665 Місяць тому

    ​ @mkhuluodlangonyezi6775 Bayede Mkhulu. Bengicela ukubuza ukuthi uma usukhona entabeni uchitha esngakanani khona “minimum time” ?

  • @cypriannkosi4349
    @cypriannkosi4349 6 місяців тому +1

    Ngihamba nazo lezozithunywa zasentabeni amakhehla ,when i phahla and pray entabeni ngibuya ngisindwa,intaba has more power i always do things alone even if when ngiyogeza emfuleni i do it alone

    • @tsepokodisang6665
      @tsepokodisang6665 Місяць тому

      How long do you stay up there? Uthandaza iskhathi or uhlala iskhathi esngakanani khona? Ngifisa ukuya, ngizobe ngiqala

  • @user-kk4wy1si9d
    @user-kk4wy1si9d 3 місяці тому

    Eish Mama kobu suku ndidlula kubo ndiphupha ndidliwa zizinja ndibe ndilapha ekhayeni. Kwalapha ndibona sele ndisentabeni, kwalapho ndibe selendibona uMakazi ehamba nabanye abangu2.

  • @masterq6967
    @masterq6967 11 місяців тому

    amen i always dream about izintaba. akwenzeki liphele isonto ngingayiphuphanga

  • @juliedlala5771
    @juliedlala5771 2 роки тому +1

    hi ngiyabonga ukusi Nika umhlahlandlela xm.

  • @KING-kx9sw
    @KING-kx9sw 2 роки тому +2

    🙏 GOD IS LOVE ❤ I'm going to do it..... Besengikutshela ama results as keep on doing the good work asibonge 🙏

  • @nokuthula105
    @nokuthula105 8 місяців тому

    siyabonga ukusipha ulwazi Thokoza gogo

  • @xolaninkosi888
    @xolaninkosi888 Рік тому +1

    Mkhulu ushaye khona straight nami I would always dream of da mountain praying da with different sambhatho's n thankx for video

  • @Gogo_nyokayamanzi
    @Gogo_nyokayamanzi Рік тому

    @ngonyama yabalozi all your videos keep cutting gogo

  • @sisithandiweshabalala1056
    @sisithandiweshabalala1056 2 роки тому +1

    Sawubona gogo ngisacela inamba pls 🙏 ngidinga usizo lwakho ngobayimilo okhulumangami la

  • @juliedlala5771
    @juliedlala5771 2 роки тому +1

    Uma uphupha uphapha emoyeni ucoshwiswa izinja kusho ukuthini

  • @thembinkosimichaelmpofu4079

    Kodwa Mkhulu Odla Ngonyezi ngizongenelwa wubani emanzini ngisesaba ukugalula, ngizoyigibela kanjani intaba ngisesaba izinyoka nazo zonke izilwana zentaba Nkosiyam

  • @user-cd5dt1cj9d
    @user-cd5dt1cj9d 3 місяці тому

    Mina ayindisebenzeli le nto. Nkosi yam.kundala ndiyenza

  • @ntombozukombebe736
    @ntombozukombebe736 Рік тому +1

    Camagu Mkhulu 🙏

  • @mahlatsimaepa7616
    @mahlatsimaepa7616 2 роки тому +1

    Amen 🙏

  • @nkosinzama4950
    @nkosinzama4950 Рік тому +1

    Makwande khehla lami, umuntu uxhumane kanjani nawe mkhulu ngyalundinga usizo lwakho🙏

  • @mlungisimbatha9785
    @mlungisimbatha9785 Рік тому +1

    Muhle umsebenzi owenzayo wokuvula abantu amehlo.Ukhulile kwelikamoya ngihlekiswa igama bhululu elalisetshenziswa abantu abadala usalikhumbula😂😂😂. Umuntu olalela izimfundiso zakho azenze uyophila ngeke aphambane naye muhle umsebenzi ✊✊✊🌈 🌈🌈💯❤️

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Рік тому +2

      🤣🤣🤣🤣🤣Nkosi yami . Ngizwa Kahle mkhulu . Injalo nje indaba . Ngiyabonga ngonyama . Inkosi ukubusise kakhulu .

  • @Emzet5484
    @Emzet5484 Рік тому +1

    Camagu Mkhulu!
    Ndiyabonga ngemfundisi ebaluleke kangaka🙏

  • @jayjoy7202
    @jayjoy7202 9 місяців тому

    Makhosi.❤

  • @Intombi-yomZULU
    @Intombi-yomZULU 2 роки тому +1

    Sikhuleke emakhosini
    Mkhulu ngicela ubambe indaba yemvumakufa /MvumaNsika esthunyweni
    Engake ungake usichazele ukuthi yini into yokuqala ekumele uqale ngayo ekukungiseni into zakho

  • @nomkhosimvuna1967
    @nomkhosimvuna1967 8 місяців тому

    😅 ingakho nje sengimiswa abantu abakhulu abahloniphekile🤣🤣🤣🤣🤣 lapho angfune ndoda eduze kwami okwamanje indlela aphakeme ngayo ikhehla kimi.

  • @ncediwesphambo9225
    @ncediwesphambo9225 Рік тому

    Thokoza Mkhulu. Ndicela undincede apha, ndiphupha ndiseNtabeni. Ekupheleni kwayo, yonke into is in black and white and kubasiwe kunomsi. Abantu bahleli ngamagroups but kuthulekile so kukhona lento endifundiswa yona so I watch, then kuvela indawo ebhalwe ngamatye amhlophe. Akhomntu uthethayo as a result nam akhonto endiyibuzayo ngaphandle kokuthi i felt i have been there before. Thokoza Mkhulu

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Рік тому

      Uhamba nezithunywa zentaba , but kukhona namathongo, Afuna ukuthi izinto zihambe kahle futhi uzwe ngabo ....ungazwi ngomunye umuntu izinto eziningi .ulandelele isithunywa kakhulu

  • @user-bh5kn2lt8i
    @user-bh5kn2lt8i 2 місяці тому

    Sibonga kakhulu thokoza ❤

  • @bonisiwendlovu9607
    @bonisiwendlovu9607 Рік тому +1

    Mkhulu ngcela ukubuza isiphika esika esihlanganise u green and yellow esesthunywa sentaba?... Sengfisa ukuya entabeni kwaksasa, uyakhuthaza kakhuluuuuu Mkhulu. I love you🥰💕

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Рік тому +2

      YeGogo eseNtaba isiphika noma ungavezelwa esengwe .....Thank you kindly dear. Much love as well . Pray hard, don't sleep 😀❤️

    • @bonisiwendlovu9607
      @bonisiwendlovu9607 Рік тому +1

      @@mkhuluodlangonyezi6775 ngyaybonga Mkhulu, kwande👏👏

  • @CollenShabangu-jk6ek
    @CollenShabangu-jk6ek 11 місяців тому

    Thokoza,ng'cela ungeluleke ngoba amaphupho engibanawo aziphindaphindayo ,onke afakaphakathi isithunywa samandzi,semkhathi kanye nesentaba angazi ngicalephi.bengingazi akho konke lokhu kwasekucaleni kwaze kwafika wena,siza mntane khehla.Thokoza

  • @zimasaluphondwana1591
    @zimasaluphondwana1591 2 роки тому +1

    Camagu 👏🏿👏🏿

  • @user-cd5dt1cj9d
    @user-cd5dt1cj9d 3 місяці тому

    😂Siyabonga gogo uya kangaki entambeni Ze aphendule amankehl

  • @pinkygambushe578
    @pinkygambushe578 Рік тому

  • @sibusisongcobo1308
    @sibusisongcobo1308 Рік тому +2

    Mkhulu ndyabonga kakhulu ungowokuqala ukuchaza lelipho lokundiza, ngihlale phezulu never before ngitshelwe loko. I'm still busy nazo iziwasho zaso isthunywa, ngibona isambatho senkonzo kuphela but nginethemba kuzolunga 🙏🏿🙏🏿🙏🏿

  • @thembandaba2422
    @thembandaba2422 2 роки тому +1

    Angibingelele Mkhulu ngibone kakhulu ngencazelo , ngiwumuntu odidekile empilweni ngibona izinto zami zimile, ngicela usizo, angasazi ukuthi ngenzenjani ngoba ngisho nemisebenzi ngiyayiyeka kumanje ngibuya phesheya langisebenza khona kodwa akusavumi ngibuyele emuva ngizizwa ngathi ngingazisebenza njengomuntu ongaba me business,

  • @user-uy2pz2yq1v
    @user-uy2pz2yq1v 7 місяців тому

    Gogo ndicela ukubuza funeka le chicken 🐓 iphila or

  • @pumezatose9891
    @pumezatose9891 Рік тому +1

    Thokoza Mkhulu. Ndicela ubuza ukuthi inkukhu lena imhlophe wenzanjani ngayo phaya entabeni,

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Рік тому +3

      YOU take its blood and inyongo yakhona.... ukuzihlambulile ngayo ...in the mixture of egg ,milk and holy ash. Inkukhu bese uyayilahla ehlathini . You do not eat it .
      Bayede 🙏

    • @pumezatose9891
      @pumezatose9891 Рік тому +1

      Thokoza Mkhulu ngiyezwa. So le nkukhu ngigeza ngezinto zayo masendibuyela ekhaya . Ndiyacinganje ukuthi alikho ihlalthi eliseduze ekhaya even nasentabeni le na ndayiboniswayo ilapha ngaphezukwelali yam.

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Рік тому +2

      @@pumezatose9891 you should find another place , uyilahle but not egcekeni

    • @pumezatose9891
      @pumezatose9891 Рік тому +1

      Thankyou so much mntanethongo. Siyambulela uBawo ngawe, ngokuthi usivule amehlo kwizinto ebesingazazi kakuhle.

  • @user-uy2pz2yq1v
    @user-uy2pz2yq1v 7 місяців тому

    Camagu 📿 Gogo

  • @NondzondeleloMakupula-iy5cu
    @NondzondeleloMakupula-iy5cu 8 місяців тому +1

    I was told that I am a mountain sangoma and I am a female and I don't remember dreaming about intaba but I went there 2 times ndatshisa impepho ndphahla bayaphakama abantu abadala like bephakama nasenkonzweni, i saw nothing special, my life is in one place.

    • @jadelitty873
      @jadelitty873 4 дні тому

      Pray bath with cow dung use it like lotion first on your body then an egg on top then have water mixed with milk bath on flowing water light your candles if u bath well n not rob u will have a vision or dream

  • @sfisoskhakhane6258
    @sfisoskhakhane6258 2 роки тому +1

    Mkhulu ngihlale ngiphupha ngiphezulu ngize ngishawe uvalo umangibuka phansi

  • @veronicarode1526
    @veronicarode1526 5 місяців тому

    Hi kunomutu oqgekezile emzini wam ngidinga usizo pls

  • @NokuthulaKhumalo-tm9xc
    @NokuthulaKhumalo-tm9xc 10 місяців тому

    Akwande Khehla 🤝🤝

  • @dudushabangu4319
    @dudushabangu4319 Рік тому

    Tkoza emakhosini mkhulu ugogo Shabangu lo (uhlalemanzini) ngicela ukwazi iqude or inkhukhu ubese uyenze njani?

  • @user-hx9eg9oc1x
    @user-hx9eg9oc1x Рік тому

    🙏

  • @user-nz7ts8ni4i
    @user-nz7ts8ni4i 8 місяців тому

    Enkosi ngemfundiso yakho

  • @nyamiegrootboom5284
    @nyamiegrootboom5284 11 місяців тому

    Thokoza gogo Bengisacela ukubuza ma ngifunukugeza ngisebenzisa ini nani?

  • @Morena9p
    @Morena9p Рік тому

    Makhosi what does that bhayi your wearing mean?

  • @user-fw2jj4ub3o
    @user-fw2jj4ub3o Рік тому

    Mkhulu siyabonga imfundiso🙏

  • @smangelerikhotso
    @smangelerikhotso 5 місяців тому

    Thokoza Gogo i would like to ask if its possible to deal with isithunywa while relatives are casting bad spells against you? As in witchcraft what can i do in that case?

  • @awgatsheni6598
    @awgatsheni6598 2 роки тому +1

    Thokoza mkhulu. Lamakhandlela amiswa kanjani. Okwesibili ukhulume nge nkukhu kodwa wavele wathula.

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  2 роки тому

      Candles to be perfectly organized to your floor...you need to put White candle first then after yellow, blue , red , brown and green.

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  2 роки тому

      I mentioned Chicken for cleansing but sometimes it doesn't necessary. Just do milk and egg with holy ash for cleansing

  • @lettiemaake5843
    @lettiemaake5843 10 місяців тому

    Thokoza gogo ngicela ukubuza ukuthi ngiphuphe kuthiwa ngiye ehlane light 7 candles white and imphepho and bring fruits hold a silver stick and pray wear a red and white with black 🌞 shape on the cloth what does this mean gogo

  • @VuyiswaSTAN-nl6og
    @VuyiswaSTAN-nl6og Рік тому

    Mkhulu ngicela ukubùza inkukhu uzenzenjani

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Рік тому

      INkukhu Mokade ugeza ngayo ....uyayilahla don't take it home ....lahla ehlane .
      Bayede ●

  • @yvonnemlungwane3425
    @yvonnemlungwane3425 Рік тому +1

    Ngibingelele mkhulu moye ntabeni uphatha inkunku uzenze njani ?

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Рік тому +1

      If you are already did cleansing. You do not bring any chicken. Bring your candles nempepho , coins. But if you have isinyama start with cleansing first .

  • @scebimpanza7145
    @scebimpanza7145 2 роки тому +1

    From 0.25 to 0.44 kukhuluma ikhehla

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  2 роки тому +2

      Heeeee....uyanaka 🤔🤨🤨🤨

    • @scebimpanza7145
      @scebimpanza7145 2 роки тому +1

      @@mkhuluodlangonyezi6775 🤣yebo gogo . Kuvele kwathi nsiiiiiiii endlebeni bt ngyafisa ukuhlola ngizixakelwe idlozi nami

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  2 роки тому +1

      @@scebimpanza7145 😅 ngizwa kahle. Ubani uZandile .

    • @scebimpanza7145
      @scebimpanza7145 2 роки тому +1

      Gogo angmaz asikhulume ngale ku WhatsApp plz mkhulu drop ur tens thokoza

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  2 роки тому

      @@scebimpanza7145 0679790378

  • @minahmawasha7831
    @minahmawasha7831 2 роки тому +1

    O ko kae ke atlopega pls

  • @giftmoletsane4130
    @giftmoletsane4130 2 роки тому +1

    Sawubona mkhulu ngicela ungsize lana, i am always drawn to your videos and I have so many problems I feel like you can help me! I have your number i got it here on one of your videos can I please send you a WhatsApp?? Ngyabonga!