Dankie Tira, next time never allow fools to pull you at their level. Ngizwe lesson learned🤣🤣 U need to apologize and support Black Business, Tira is a Brand. Sorry President Salute✊✊✊
But as a big brand had not to respond to ngizwe bcz ngizwe is another big brand at KZN,bcz always ngizwe if u done wrong will tell u without fear. Tira was drunk bcz I trust him wasn't respond to, and is been a while not responding to.
@@sithembisomthethwa5236 Ngokuba unprofessional as a businessman and artist. You dont go around fighting for comments that people are making about you abantu ngeke bekuthande bonke. TIRA You dont respect your fans...you dont even respect lababa oniqhashile kuthi nizoperformer kwakhe. Bekumele ningaholi🤣🤣🤣
Wenzekahle utira unesdina ungizwe, ungasho nje usdelelelani lesdudla esihleli eduze kwazakwe ethu siyidwarf emhlabeni sizele ukuzo entertainer sidle bese syafa coz Abantu abanjengaso abaphili iskhath eside😢 m not fat but that's so body shaming especially saying that infront of the cameras, mind this person may have kids or people he think they believe in him.. man you just kill other people's confidence... Ngizwe need to know what to say and what not to, uphapha ngathi ingane ebona ivakashi loo
Dankie ngizwe for telling Tira about umchamo wokudakiswa izingane zethu. Cider is a drinkable nyaope/alcohol. Ngizwe is very brave and is not a coward uyayimela into yakhe. Dankie nkosi yamabhinca.
@@ntethelelomarees6152 Ngifisa ukuthi kini kudakwe ngisho igundwane lakho i nyaupe/alcohol/drug. Kukho konke ungaziqhenya ngokuphanta ngokuthi ufuze umbulali i SAB no Johan Rubert nibulale abantu ngenyupe ephuzwayo/alcohol. U Tira umxhaka njengawe ngitholakala eMnambithi uma umu unenkinga.
Noma ngabe uyedlula uyadinga ukutshelwa ukuthi ikaka lena ayenzayo. Uyedelela uNgizwe, buka indlela adelele ngayo loya mfo oyisidudla. Yena wenza amahlaya but uma ucabanga how does that guy feel?
But even if uyimbongi never ever criticize my brand that's not the joke ngoba uma kugxekwa yena uyadinwa I watched him so many times ngizwe uyadinga ukuqoqa ulimi lwakhe
Very good Makoya uma umuntu akhuluma amasimba ukhuluma amasimba and umtshele ukuthi ukujwayela kabi awusuye umngani wakhe yinikona lokuba ufune ukwaziwa ngenkani President yani kona
I don't know which side to choose. I love u both. I believe that if someone likes or love you, will tell you the truth no matter how hurt full it is. The truth always hurts. Pls make peace and listen to each other's point of view.
Akweluswa lana, wena ungathi uzama ukwakha something yebhizinisi umuntu adicilele phansi igama laleyonto esidlangalaleni putting your brand in the mud and you must just continue and laugh with that person without even any apology? Kahle wena. Ungizwe wenzana islima.
good Tira we need to stand-up against bullies
Ngizwe's behaviour and attitude is annoying and boring now.
Good Tira, ningazodlala leligxaba ilingu Ngizwe, bukanje edelela abantu ngezinto ezi personal
Wenzel Kahle uTira uyadelela uNgizwe ukhamisa atyhale unabantu aboyikayo 😂😂😂
Ngizwe is hilarious😂😂😂i dont know why people take him serious
😂😂😂😂
😅😅😅 uyandihlekisa coz woooow he is hilarious
Ubuhlathi lento ya Tira bekungabele ethuke inhlamba emcimbini yomunt 🤞
Wow very good Dj Tira uyajwayela ungizwe akakwazi ukukhuluma uyibhinca ngempela nokudlala..
Yooh! UTira unyanye ngempela 🤣😁
Kufanele
Inkezo uyenyuse mawala u Tira. Ungaxabana ne Chunu indoda engena Ndaba lena
True😂😂😂😂
🤣🤣🤣uykhuphule mawala
Ichunu ngakubo nakubangane bakhe. Ave ezohamba echunuza nje noma kukubani ongenabungane naye.
Danki Ngizwe our president ✊sazesamubona u DJ Tira edakwe enya amaphepha kanje😝
Uze amplakele uNgizwe uTira waaaah Tira bengikuthembile uwumsangano
Umsangano oyi multimillionaire ✍️💯
@sceloblessing7890 Awumbuze agains ukth ukhonani umsangano oyi Multimillionaire owaqal ukugubel Hummer ngo 2007, ophethe Afro Lounge ne Afrotainment eyenz imali eshisiwe?
@@sithembisomthethwa5236 ai ngath webafo akaz🤞.. udlal ukuthanda ungizwe kakhul aze avalek amehlo🤞💯.uTira uwumunt an unamaphutha naye , no one is perfect Bafwe2, 🤞💯.. lomjit usenakh konke empilwen 🤞💯.aksizik ukuzonda umunt okanje+ ophethe abantu and onabasebenz inqwaba baholelwa uyena Kanye nabaculi
Gwala tira😂😂😂
Dankie Tira, next time never allow fools to pull you at their level. Ngizwe lesson learned🤣🤣 U need to apologize and support Black Business, Tira is a Brand. Sorry President Salute✊✊✊
Ukhumise okwendoda bhuti ngiyabonga
No DJ Tira is wrong
@@siyandatmngomezulu4194is ngokwenzani ngokuthi asukelwe ethukwe uNgizwe nenhlamba engenze lutho?
But as a big brand had not to respond to ngizwe bcz ngizwe is another big brand at KZN,bcz always ngizwe if u done wrong will tell u without fear. Tira was drunk bcz I trust him wasn't respond to, and is been a while not responding to.
@@sithembisomthethwa5236 Ngokuba unprofessional as a businessman and artist. You dont go around fighting for comments that people are making about you abantu ngeke bekuthande bonke. TIRA You dont respect your fans...you dont even respect lababa oniqhashile kuthi nizoperformer kwakhe. Bekumele ningaholi🤣🤣🤣
Manje u Tira ucabanga kuth u Ngizwe unendaba naye yn bakithi nalomchamo asphuzisa wona
Nawe uthi ngumchamo
Mzonde uTira Koda ungadelel umphant wakhe. ✍️.lomcham wakhe usuvulele amathub omsebenz
Konje phel senakholelw kubelung
@@siwapiwestyebicobongela1430 uzothol ukuth akaz azayitheste
Marketing strategy, mangiyibuka le
@@sceloblessing7890 Ai ave nisuke nibe crc nani bakithi ngeke phela umuntu sezosaba noku comment manj ai ngyaydlalela mina
Wenzekahle utira unesdina ungizwe, ungasho nje usdelelelani lesdudla esihleli eduze kwazakwe ethu siyidwarf emhlabeni sizele ukuzo entertainer sidle bese syafa coz Abantu abanjengaso abaphili iskhath eside😢 m not fat but that's so body shaming especially saying that infront of the cameras, mind this person may have kids or people he think they believe in him.. man you just kill other people's confidence...
Ngizwe need to know what to say and what not to, uphapha ngathi ingane ebona ivakashi loo
Ungizwe uyagula mft abantu bayahleka kodwa
akahlanyi uyeyisa ushoda ngenduku
uyadelela ufuze kwa mchunu kubo bayadelela lababantu
Very true!uNgizwe ubebukisa ngesidudla sabantu besingekho isidingo
Dankie Tira uNgizwe uyadelela akamazi omunye umunt and akanandaba nokuth uzizwa kanjan ngalo doti awukhulumayo #makoya berring
Hhay bafo..anokhuzana phela u tira mdala kakhulu manje ukuthi angenza kanjena..sekucacile ukuthi ngeke aphinde akhule..bekungafanele akhulume lento e stage bekumele akhombise Naye ukuthi uvuthiwe enqondweni njengoba u ngizwe enzile Naye wamethula kahle.
@@HumpheryTshabala-xu4xm kuyafana bafo coz noNgizwe ukhulume live and ubengaqali ukukhuluma kanje ngo Tira......... Kumele siziqhenye ngoTira njengendlu emnyama not ukuth nimuxheke
@@HumpheryTshabala-xu4xm Kokunye kubalulekile ukuthi ungene odakeni uma ufuna ukuhlinza ingulube.
@@khanyisomtolo7810
Nginawe lapho bofah
Dankie ngizwe for telling Tira about umchamo wokudakiswa izingane zethu. Cider is a drinkable nyaope/alcohol. Ngizwe is very brave and is not a coward uyayimela into yakhe. Dankie nkosi yamabhinca.
Kodwa osavanna nabo imichamo edakisa zona izngane zenu ezinhothathekile
Why ningaphuzi lokh enikukhonayo leya cider iryt nje syayiphuza nina uma ningayithandi iyekeni
Ungizwe always uyalikhuluma iqiniso
@@ntethelelomarees6152 Ngifisa ukuthi kini kudakwe ngisho igundwane lakho i nyaupe/alcohol/drug. Kukho konke ungaziqhenya ngokuphanta ngokuthi ufuze umbulali i SAB no Johan Rubert nibulale abantu ngenyupe ephuzwayo/alcohol. U Tira umxhaka njengawe ngitholakala eMnambithi uma umu unenkinga.
@@thokomalangcobo1824 Ngiyavuma yonke i alcohol inyaupe ephuzwayo eyokwenza ukuthi sisheshe sife sidungeke imiqondo singabi nemindeni.
Kodwa ke ukuzilulaza okwenziwe malume yazi uyambona nje kuth ubekhafula iziliphi 😢uze uthuke inhlamba emcimbini womuntu ekubize ngenhlonipho
Into emnandi nabantu bazibonele ukuthi ubani ihlathi yikho nje bekhombise kungayithakaseli inkulumo yakhe bazwakale ngokuhhomuzela...okunye cha bafethu musani ukusifundekela ngemali ka Tira nodumo lwakhe akumnike igunya lokudelela umcimbi wabantu nabalandeli abebeze kuzojabulela Youth day.Baningi abantu abacebile abangasile emakhanda nabadumile futhi ngeke siyeke ukubagxeka ngoba nakhu kuthiwa banemali...yini laba enisanenqondo yokuthi umuntu ofundile akakhuzwa noma ebheda ngoba unejazi..ziningi izidomu ezingo Professor.Angibonge.
Mfwethu ziningi ngempela kusala lento yokuthi bafundile
Ungizwe vele uyadakwa, Yini le abeyisho kuqatha. Kwawena futhi mawusaphotha lento eshiwo ungizwe nawe uyadakwa nxx
Inkinga nje u Tira imali yakhe uyifundele kanzima akasona iisiqaza esimela ukuphiwaa imoto ngamandiya nokutolikelwa
@@thembelaniphungula2011 nawe futhi befo uyadakwa
Ngizwa was telling the truth dj tira is using a lot of artists and he does not help them to grow up. Big Zulu, zakwe those help new artists to grow up
Stop lying wena Tira raised lot of Artist we no Lot of Artist because of dj Tira Tira is different than ambitious
Vele for true njeh uTira unochatho.keep up chunu😅😅😅
Nami ngyavuma uTira uyabacindezela abaculi ufuna ukuduma yedwa lana ekzn
UTira ubabulele abaculi.baphi nje o Distraction boys,Cndo,Tpcee,Socks nabanye.nxxx UYANYANYISA uTira
Kahle hle uNgizwe yilomuntu odlulayo entweni ngizwa indlela akhuluma ngayo nokuncoma uTirah , yinsizwa lena encofayo iphinde yehlele ngezansi
Noma ngabe uyedlula uyadinga ukutshelwa ukuthi ikaka lena ayenzayo. Uyedelela uNgizwe, buka indlela adelele ngayo loya mfo oyisidudla. Yena wenza amahlaya but uma ucabanga how does that guy feel?
limenemene ngizwe
UNgizwe ukhule izinsizwa zingekho ngakubo. Ngeke ayenze lento ngakithi bese uyabukwa.
No DJ Tira ukhulume kabi
Uphuzile DJ Tira
😂😂😂😂 uTira ukadakiwe uyanya!.
😂😂😂liyeyisa ichunu
Wenze kahle weTira 👏👏👏
Yes Tira
Ama-drugs notshwala kumubambe phansi u-Tira uhlulwa ngisho ukukhuluma..uzingcolisela brand yakhe nje that was so unprofessional🚮
😂😂😂 uyabhema kanti ama drugs
UNgizwe akumele umshiye uma ufuna into yakho ibe sezingeni😂
Well done DJ Tira Macingwane ubuye aphaphe nalapho kungafanele khona isikole sibalulekile Macingwane
Enenxeba iyathunukala.....
Njengoba icingwane lingenankinga nje kunguye lo Tira wakhona ofuna ukukhala....uma ungumfana kagogo angeke ulunge lapha kucingwane
uNgizwe umuntu wamancoko akumele usheshe wenyele uma kukhona akushilo ngawe😂😂
ONgizwe bayizibhongi ezikwazi ukugxeka ngisho iSilo.. only an idiot king would fight nebhongi uma isho okuthize ngayo..
But even if uyimbongi never ever criticize my brand that's not the joke ngoba uma kugxekwa yena uyadinwa I watched him so many times ngizwe uyadinga ukuqoqa ulimi lwakhe
Very good Makoya uma umuntu akhuluma amasimba ukhuluma amasimba and umtshele ukuthi ukujwayela kabi awusuye umngani wakhe yinikona lokuba ufune ukwaziwa ngenkani President yani kona
inkinga la uNgizwe insizwa ngakho ke izinsizwa ziyancokola kabuhlungu mase umfana oyincikinciki noma umfana kamama kuyazwela kuye, qhubeka Ngizwe ubumele ubunsizwa
Ehheneke izinsizwa pho manje uncokolelani nabantu abangeyizo izinsizwa, uyadakwa lona
Kdwa ngechunu selizincengele kanjena 🤣🤣
Wena Zoso ...@00.29 uthi 'leeh kwelaMa.....'...qedela ubufuna ukuthini???....qedela phela😲🤯
NoTira nje naye besingekho isdingo sokukhulum ngaleyandlela uNgizwe uhlezi ebadelel mose nabanye kodwa abenzj nje. Hawu nomphakathi ucobekile nawo
Uyasangana nawe Sindi nina nifuna uNgizwe aze adelele abantu aba wrong bese eyalimala kanti uTira uyamsiza amvule amehlo omunye umuntu uyomqumba phansi ngeQupha ngalokhu kwedelela kwakhe
Iqiniso aninalo nizizinja nje
Uyadelela lomfana wakwa Mchunu
Big up Tira qhubeka uyephambil, myeke lo unomona
I haven't seen Tira this angry 😂😂
But ngathi uyikhothe kakhulu leBearing ezikafaro😂
Kodwa uNgizwe Mchunu lento ayenzayo yokudelela umuntu ngomzimba wakhe akukho right.
Cha Mshazi ngenhlanhla leyansizwa iwusomahlaya wase Thekwini ngakho nayo iyakuqonda lokho ngoba isebenza ngakho ukuhlekisa ngemizimba yabantu ngicela uyibheke ku UA-cam u Qatha
Bedakiwe uTira welele mxm
Kuyadakwa loku okuwu Tira,, kunya amaphepha
Izinsizwa ziyadlalisana bakwethu. Ungazoba serious Tira kungathi makudlwa nawe bese uba serious
Crawd was lik hybooo when Dj Tira says ung'jwayeli amasimba....🤣🤣🤣
U Right Tira Ungizwe Ucabanga Uyinkunzi Uyanya Ungizwe Ngumngqundu.
uNgizwe wasimba baykuyeka labo obadelelayo unganya ukudle njaandiniiiiiiii
Heeeey uyadelela lo Ngizwe ishiiiiii
DJ Tira was dead drunk but vele bebemdakelwa
Fuseg indaba zoTira 😂😂😂😂 dankie President
Ulixoki kodwa wena king 👑👑👑 zoso
Danky king zosho 👏
Uziqhatha nawo wonke umuntu, njengoba nami ngingamfuni nje ungizwe
Tira bebhemile seriously 🤣🤣🤣
Lento ayiyifaka emakhaleni oTila izobahlisa kulehhashi abaligibele sphambano 🤞
Yoo what a strong language
Good Tira wenze kahle
U ngizwe kukhona u kungekho ryt ngaye people ngempela really nim bheke kahle
Waa 😂😂😂🔥 Ngizwe Yi Character No Zoso Yanonga 😂😂😂
Exactly what I said. UZoso uyanonga.
Wololo zakhala!bathathe Tira 😂
Power to Dj Tira
Bayadlala laba... ukuth nje badlala kabuhlungwana ukuze sibone bexabana ngempela la
Thanks tira ungizwe ubuye ajwayelane kabi
Udlala idakamizwa Tira wayezenzelani ithembiso engekho
Nalokho thina askwazi skuzwa ngawe eskwaziyo ukth unezinto zakhe ayisebenzele.
Uyadelela u Ngizwe sis thank you Tira he thinks he's happening this one
UTira akalazi ichunu... BAKITHI
Tira naye umbedo nje😂😂😂😂
IChunu lasokwa olimini odinelwa yena oshaya odungeni.
Ave enochuku u Ngizwe 😝
Ungizwe akamazi omunye muntu uzicabangela yena kuphela
U go Tira ungawavumeli amanyala angu Ngizae
I don't know which side to choose. I love u both. I believe that if someone likes or love you, will tell you the truth no matter how hurt full it is. The truth always hurts. Pls make peace and listen to each other's point of view.
Uyihlathi Tira lento owayenza lapha ai red flag
Kodwa uNgizwe mayemdelela la Online niyajabula angithi nina zidididi zaNgizwe ngazathi niphakelwa nguyr uNgizwe ningamadoda
Ihlathi elingakondla kwawen . Kahle baba
@@sceloblessing7890 awungazi nokungazi uzothi angangondla I'm sure kumele ubone lapho ukut uyislima kanjani shlama
@@mthokokhumalo489 yazi ubuza kahle nenkulumo yakho wayimosha ekugcineni ukube ubuzile bengzokuphendula manje yabo uwe isdididi la
Mthathe mtirman Liya delela lecaba elinguNgizwe
U Ngizwe is'shiphi nje esingazazi senzani empilweni. U Tira is a successful business, he's too big to entertain the likes of Ngizwe and them.
Mr president ngizwe mchunu wethu wadelela lana Mr khathi akasukelani
Ucabanga kuthi ungashaya uGizwe Wena Tira walusa uGizwe ayikhale mngani
uMakoya uvele walidakelwa kahle iChunu! I understand anger kaMakoya la.
Then beselithi President Mchunu
UNgizwe uyedelela kodwa abakuthandi bonke abantu lokukhuluma kwakhe ngathi wehla entabeni uyahlonishwa akangeni ndawo etshwaleni baTira akenze obakhe obungasiwo umchamo phela avale ngansi kwekhala
Kodwa Tira uyazinawe uShimora ubeza kabi konke aqhamuke nakho nawe usuya kwenza
There was no need to pull a stunt for Tira the pride will distroy this guy
VELE bekuyini ukukhumbula, uMaMpintsha.... HAYI ngemali but ukusho amagama akhombisa ukuthi uyamkhumbula....VELE akanawo unembeza.... umuntu aphile NAYE iminyaka...mayewina indondo akasamphathi....mxm
UTira uyabonakala ukuthi ubheme kakhulu
Ibhinca lihloniphakabi uthi noma uphethekabi lithi uxolo ngingakuphathisa nkosazana ayilelihlathi elihlukumezayo
Wenza kahle uMakoya
Impela mf2 uNgizwe udinga ukuthuswa kancane ngoba vele uyigwala yena udinga ukukhunjuzwa nje ukuthi awukhulumi noma kanjani ngabantu
Mkhulu umonakalo akawenzile ngegama lika-Tira if ungekho happy ngokuthize bekumele amfonele
Usithunzi finish ku ngizwe ukhuluma kakhulu
Aii i respect that cider....whatchucallit "bearings nton nton
UTira akekho professional iyabheda lento yakhe uma usemsebenzini awenzi kanje
Unani vele uNgizwe nesisusu esidinga ucatho usimende
A fruitless fight for Tira ... He must let Ngizwe be for his peace
Uyasangana wena, let him be for his peace, what peace? Adelelwe wusihlama athule ngoba efuna ipeace? Nisanganela uTira nina nenza nalolu hlanya luqhubeke nokudelela abantu ngoba nilokhu nisangana lapha. UTira uyindoda angayeki uNgizwe amdakelwe
!eish Tira ndodana awuna nhlonipho nawe
tira udakwe utshwala strong akafusege
Awuzwe nje udelela abantu😢
UTira waze wazehlisa bo umculi wonke athula inhlamba phambi kwabantu
Phambi kwabantwana
Uzidakelwe uTira eii
Unephutha uTira ukuthuka in Public kumelwe abizwe eceleni kukhulunywe naye ukuthi uyabheda intlamba nje in public no
But bafwethu uNgizwe aksiyen umunt okmele umnake bafwethu uthanda ukuzidlalela abantu abamthathi crc but angaz bafwethu let's hope bazoba ryt
Wayephuze kakhulu lomchamo wakhe uTira
Ayisuka UTira wasibandela sithi siyamjabulela eWild Coast last month uphakeme too much.
Hhayibo kubanyu begqugquzel'udlame Khathi nawe Brian CHUNU Kuyangcwekwa la kwelikaMtaniya manizinsizwa kungathathwa ngezinhliziyo
Iyaphela imali on so many events after events
Kanti loTira wakhona uyilenhlobo enenzondoyeqiniso engakwazi ukbona omunye umfana uma eyivikisa, ngoba ngithi ukhulele kwahlabisa nje , pho kungani ebe ngumnqolo
Akweluswa lana, wena ungathi uzama ukwakha something yebhizinisi umuntu adicilele phansi igama laleyonto esidlangalaleni putting your brand in the mud and you must just continue and laugh with that person without even any apology? Kahle wena. Ungizwe wenzana islima.
Wena king zoso why uth umtshela amaqiniso uyadakwa kwawena utira uyasebenza
uTira udakwa u-beer
Unochuku lomuntu walwa noZikalala emhlukumeza akakwazi ukuthula unochuku usukela abantu ufuna ukunakwa ngenkani,ehlisa ndoda
Drugs are no good
Akunadrugs yaniks la. UTira wenze kahle ukuphoxa lomasaka in public.
What do u mean by saying drugs, so Dj Tira is not allowed to get angry if someone insult him ??
@@thembi221lo ngizwe wakhona njengba hlezi ethuka ekhulma ngabi na hoo usuke qhunywe yini keyena nobu suke dakwe yi savannah
Ihaba kulenja ewu Zoso😂😂😂😂😂
Eshhhhh our president of the bhinca Nation 😂😂😂