Captains of Industry: Mnu Peter-Paul Ngwenya

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 26 тра 2024
  • Namhlanje besimeme uMnu uPeter-Paul Ngwenya oyi-Executive Chairman ye Makana Investment Corporation ohlelweni Ubusuku Obuhle ngaphansi kwengosi Captains Of Industry. UMnu Peter-Paul Ngwenya ungusomabhizinisi, ungomunye owake waboshelwa eRobben Island ngesikhathi sobandlululo ngaphambi kokuthi kubuse intando yeningi.
    Kulesiqephu sikhuluma ngokukhula kwakhe, ekhula ngesikhathi esasinzima eNingizimu Afrika, sikhulume ngeziqu azithola nemnyango eyavuleka ngenxa yazo. Siphinde sibheke amabhizinisi abe yingxenye yayo kulemnyaka edlule nasafisa ukukufeza kwezamabhizinisi.
    Thokozela lesiqephu, ungakhohlwa ukucindezela uLike noSubscribe ukuze ungaphuthelwa iziqephu ezilandelayo
    #UbusukuObuhle #UkhoziFM #UkhoziFMTV #30YearsOfDemocracy
  • Розваги

КОМЕНТАРІ • 2

  • @bettykhumalo3083
    @bettykhumalo3083 25 днів тому

    Thank you very much Sibusiso ukuthi ungithumele this. Many unanswered questions have now been. Ngiyabonga kakhulu and sisazoqumana. GOD BLESS!

  • @palesatyobeka9755
    @palesatyobeka9755 Місяць тому

    Kwakuze kwamnandi ukulalela uSibusiso. Sasisonke eFort Hare. Umuntu onomusa. Onothando. Usasenjalo nanamhlanje uma uhlangana naye.