Uryt yini ugogo u dolly ma ethakatha ingane yabantu,umuntu angayenzi into angeke athande yenziwe kuye noma enganeni yakho.karma will never miss the address
the relationship of mtho and queen cant just end like that... Mtho must go to healers and help his girlfriend, if possible they can even relocate bcos this sugar mama cannot go away
All in all amadoda are reason we exposed to ukuthakathwa, if I was Queen I wouldn’t take this lightly, ischitho destroys many things empilweni yomuntu choose your life over this
"Here is not nice Baba" results of cheating before dropping off current date. So now they both gambling with one's life. The guy is wrong for showing other girls pants to the current lady.
Mtho needs to go get i protection order against this dolly person. He is not honest yena kuqala ngoba akaphiki ma u dolly ethi he was with her and he said he loves her. This one is happy with having this dolly obsess over him. Nobuhle must just leave this boy or else she will be fighting endlesd physical, emotional and spiritual battles. And she will be fighting alone cz mtho will not help her
Love has no age guys. Mtho new very well about Dolly's age. Ubhede ektheni uma engasekho happy ngaye angamyeki before aveze lo omunye. Finito @@latitaabuti8057
@sinothandombalentle1843 Kodwa masekunjena ngane yakwethu, kunzima u Ben 10 esetshela umhlaba wonke ukuthi akasakufuni...uqhubeke ukhombise ukuba desperate, noma bengimthanda kanjani, ngingazibamba, ngingazenzi inhlekisa, then again maybe ngikhulunyiswa ukungazi what this 10 yr relationship lady went through, But even then, I will leave with my integrity still intact. Imagine my children, even my grandchildren in the near future being drawn to deal or come face to face with this unnecessary drama.
Moral of the episode ; Sometimes kuyenzeka ukuthi lapha ku dept of love uhlangane nomuntu ogilekile ,wena ube nebhadi akushintshele abe ugabhadiya udadewabo kasathane ,engasafuni ukuphinda agileke futhi.
DOLLY ADMIT THAT THE GUY DON'T LOVE YOU ANYMORE 😅 THEY GUY IS STILL YOUNG ..HE NEEDS KIDS ALSO ....WENA ALREADY YOU 2 KIDS LEAVE THE GUY ALONE AND BRING QUEEN S 🩲🩲 Panties REVERSE YOUR CURSE THOSE TWO ARE STILL YOUNG DOLLY DON'T BE RUDE ....HELP THE GIRL # QUEEN
Udolly akekho bad she doesn't take nonsense from anyone this boy lied in the first place and his now gambling with the young girls life dolly forgive these girl she didn't know anything about you and your man mr presenter give me dollies number ngizom gubha anabe
Nizoyeka ukutshiya i peti zethu ezindlini zabafana ngoba abntu abekho ryt ngaphandle ngoba abafana abananyani ucnga uba uwedwa kanti hayi😢😢sanutshiya i zinto zenu bafethu 😢😢
Mtho and girlfriend pls go and consult with Mkhulu Gasa wase Blaqlife tv. That old lady is dangerous!!
Only protection order will help😮
The presenter is awesome 👌, very good at this.
M'THO IS WRONG: you END a RELATIONSHIP BEFORE STARTING A NEW RELATIONSHIP!!! 2) M'THO SHOULD HAVE
M'THO SHOULD HAVE TOLD GIRLFRIEND NUMBER 1 "IT'S OVER". I BLAME M'THO IN THIS SITUATION!!!!
Uwrong impela lomfana
Uyasho Nje Ukuthi uyazama ukumala akaleki ufika nomanini Endlini kahlehle logogo Kade aliwa Nguye ongaleki
Nobuhle ngyamthanda uzizothele nje bakithi
Waze wayi fake enkingene ingane yabantu 😮
To us esiqala ngoku like before sibuke👌
Time wasted can't be recovered 10 years is not small time thats a decade
It was marriage 😅
And that's their age difference. What a qondaqondana la😅
Bafo... Qumba we need more episodes, we love and will support you all the way 👊🏿
Plz call him nestorie sakho 😂
😂@@zamamkhwanazi2441
Balaye dolly uzocina ukphapha umtho lentombi yakhe😂😂😂
Ulitsho uliphinde baleye Dolly
UDOLLY ngath uyagula ngokwase mqondweni ,yoh,ifamily ayimsise ,imgodukise for 2yrs,
True
True akusile lokhu
Impela akekho ryt lo Dolly
Losisi akaphilile ekhanda yahlanya
Usethakathe waze wadlula yingakho esehlanya usekhuluma aze akhohlwe ukukuty ubetheni lodoti womthakathi
Ngaze ngamthanda u Dolly, host you where not fair you where siding on 1 side 😢..you are against u Dolly.
Yaz' nami ngibona lokho today his biased his not fair the other lady (Dolly)
Uryt yini ugogo u dolly ma ethakatha ingane yabantu,umuntu angayenzi into angeke athande yenziwe kuye noma enganeni yakho.karma will never miss the address
Uthanda ukuth umosha imphilo yengane shuti kuryt ukuthakatha ay kwahleni bhut what's there to defend nje ngo Dolly. Ingane ize iyakhala
Kesalukwazi kumele sivume masithakatha ingane
Utshaye khona 100%, u host lapha uthengiwe ngu Queen.
the relationship of mtho and queen cant just end like that... Mtho must go to healers and help his girlfriend, if possible they can even relocate bcos this sugar mama cannot go away
Yekani ukuncenga lomama wena Nobuhle hamba yekubantu basebenzisa isintu uzolapheka nje nithandane niku age ryt yekani lomagogo ,zilaphe ngayiyeki Ndoda yakho try Loma gogo nifanelene❤🎉
Klk amadoda afuna ukondliwa nazoke ziyakala ke manje😊
True Xolani uyanyanyisa lesigwadi so mama somthakathi uya foster lo akekho right ekhanda lehlanya lesishimanekazi ukube lo girl wakithi bengizomnika isifundo angeke asikhohlwe empilweni yakhe lododi
Lomama lo ufuna ukulungisa nalomfana omncane ucakwe yini kontanga yakhe lomntwana bekathi uyadlala wena gogo ngoba umupha imali
@@XolaniNgobese-ks5ki ay zikhala nxazonke
Hamba uyozilapha Queen,ubuyisele kuye azozwa ukuthi kunjani ukuthakatha
Gogo or no gogo akazazi ufunani umthoko nontangayakhe uzophuma ngendlela angene ngayo😂
All in all amadoda are reason we exposed to ukuthakathwa, if I was Queen I wouldn’t take this lightly, ischitho destroys many things empilweni yomuntu choose your life over this
Hamba uyofuna amanye amakhehla Lomthakashana
Protection order is the solution
That's the result of dating a sugar mama vafoo 👌🇦🇿💕
😂😢😂😅Ooh jereva
Wageningen ugal
Yebaba😂😂😂
Lesigogwana siyathakatha
Best presenter forever ❤❤😊
Queen Nobuhle undlule lakimi Dade uzothatha I bells Nana ❤
"Here is not nice Baba" results of cheating before dropping off current date. So now they both gambling with one's life. The guy is wrong for showing other girls pants to the current lady.
Tru
@@sinothandombalentle1843kushubile yoo
Kodwa sokungaze aloye ingane
Mtho needs to go get i protection order against this dolly person. He is not honest yena kuqala ngoba akaphiki ma u dolly ethi he was with her and he said he loves her. This one is happy with having this dolly obsess over him. Nobuhle must just leave this boy or else she will be fighting endlesd physical, emotional and spiritual battles. And she will be fighting alone cz mtho will not help her
Namanga dolly uzisholo yena kuthi kade waqhina mtho kumnika
GBV le at the most highest level n lomfana udinga usizo
Awuu Jehova AWUSEMDALA mama hamba uyonakekela abantwana Jesu badinga unina yeka ingane iqhubeke nempilo yayo
I blame the stupid boyfriend for his careless mistakes for leaving the panties lying around knowing he's cheating 😮
@TSHEPO7503THAI Boyfriend wanted to show Madam that there is someone now,they say Actions speaks louder than words.
His young and foolish if you are cheating you need to be very careful don't gamble with other people's lives
❤
❤ 7:53
@@siphomaabane6249❤
Qumba pls drop more episodes😢
He drops once a week
Uyasilambisa😂
Please sir
Ei lobhuti uliphethe kahle loluhlelo syabonga ndosi
Into engiyibukayo usebenza kanzima even kweyodwa episode
Ngykubonga Mr Cele uhlelolwakho uluphatha khle unenhlonipho ykwazi ukhlanganisa abantu nesizotha sokusondeza muntu sybonga ndodaymadoda sycela uYesu akubusise akukhusele nasempilweniykho nomndeni wakho ndodanaymi Amen
Cc don't dare bcoz she will talk to the sangoma and do the worse
Kodwa aibo ngempela kwenzakalani😢😢lomfana ngathi una 16 yrs nje uboy
Lomama mdala kakhulu angamzala lomfana lo
Love has no age guys. Mtho new very well about Dolly's age. Ubhede ektheni uma engasekho happy ngaye angamyeki before aveze lo omunye. Finito @@latitaabuti8057
Awudlali 10 years mshana
Uyathakatha weeeeee gogo ngomfana omncane kanje baphi ontangayakho weeee gogo funa ontaga yakhooo
To us who like before we can even watch ❤
Hayibo salukazi dedela izingane bazothini abazukulu bakho waze wazinyanya lilonke lomfana uyivictim yalesalukazi 😢😢😢😢😢😢😢😢😢
This is painful 😢i feel sorry for the young girl
Kodwa naye uQueen😢😢😢ulishiya kanjan liphenti lakho endlini kamfana,,,,,noma esebona elahleka bt still ewashiye
i feel for her too, lapho mina akaze ngishiye lutho kodwa bengivele ngiye eskhatsin
Very true ,kubuhlungu xem😢😢.
Hayi win Wena man Dolly I salute you dali wam ubalayile badlala ngathi labo swayini
Kkkk xem yooo uthabel ukut uyloya uyedelele xem awucabangi
Ngycela nibafunele ukhokhovula wenyanga ezophindisela yonke lezinto kumnikazi Kubuyele kuye X1000
True
Hello Njomane kunjani
Ngyamndinga ukhokhovula nami
Love the fact that the presenter ask, can I play the video again 😂😂😂😂😂
Isiyoyoyo sendoda lesi
Hayi isi yoyoyo ×10 lesi usephapha nentombi entsha kodwa wenzelwa yonkinto u dolly namhlanje usephaphela u dolly akanaluthonje u dolly muhle n u clean ayilo mtho ingathi bangamshaya
Akusona isiyoyoyilo sendoda, ngumfana omncane owadidiswa nguskhandamayeza wesalukazi💔
Ufana/boy boy
Ingane
Umsebenzile lo cc
ukhohlakele uDolly mdala umagogo mdala kakhulu lomuntu phuma kuye uyathakatha umagogo bhutami
😂😂ubemsaba phela ukumtshela ucc ngoba uyamhlula ngamandla nje ushilo nkosyam ubhuti
Haibo age is just a number love ,ebehleleleni kumagogo
Uright usisi idont blame her ebehleleni u Mtho iminyaka engaka sisi fight for your right uze kiye emdala why now suka
Klungile ke ma usho njalo koda angamthakathi u sisi wabantu...
Yena usekubona manje ukuthi mdala??
"Wawumthathaphi Mtho " nam angsazi 😂😂😂😂
😂😂😂😂😂
Nam ngididekile ay kodwa umtho waweyaph naye aay
WeMtho hamba uyokwenza i protection order for u Dolly ukhohlakele abasamfuni moes
Kodwa gyz izintozakho awuzishiyi kwamfana nam ngake ngenziwa cc njengawe sow njr ngafunda ukuhamba nakhokonke okwami
Lol mina bengishadile ngafakwa isicitho manje mangiya emsebenzini ngizohamba neyipahla? Ngiyayibuzela nje
Kushukuthi naye u cc ubebona eseyi owner
Yebo weLondowe uqinisile Yena wayesemthembe kakhulu uMtho
@@SinothileKhalishwayoyeyi bo
Magogo she's very mad🤞👌🇦🇿💕
Ay Ndosi ispan uyasishaya gazy🤝💯🙏✌😁
Bakity banging abelaphibendabuko musani ukungcenga lenja ewu gogo Dolly
U Mtho uyena who ruined this other girl. He's to be blamed
Big up to u Mlu
Kodwa bakithi yini ezokwenziwa u Mthoh, ehlangene nebhoklolo elinje😢, useshilo nje ukuthi uyamsaba
@@jabusikhakhane1465hawu useyamsaba manje kulo 10 yrs ubengamsabi yini uyajwayela lomtho abafana bangakwenza ukhohlakale uyibonusuthakatha ngoba baya yuzana labo doti
@sinothandombalentle1843 Kodwa masekunjena ngane yakwethu, kunzima u Ben 10 esetshela umhlaba wonke ukuthi akasakufuni...uqhubeke ukhombise ukuba desperate, noma bengimthanda kanjani, ngingazibamba, ngingazenzi inhlekisa, then again maybe ngikhulunyiswa ukungazi what this 10 yr relationship lady went through, But even then, I will leave with my integrity still intact. Imagine my children, even my grandchildren in the near future being drawn to deal or come face to face with this unnecessary drama.
Wayefunani lo mfana kulo cc kanti uyambona mdala he is to be blamed nguye olwisa aba cc
Gud gogs babathanda too much ohh sugar mama mabebona ontanga Babo base bedelela o sugar mama loya sugar 😂😂😂😂
The guy he must do protection order to that lady
Awukaliwa 😅😅😅.. Mamela don't rush 😂😂😂
Angeke nize nilast weMtho no Queen akadlali uDolly uzogcina kuye uthanda ungathandi uyambona nje Dolly kuthi uyathemba
Haai boo u cc uyaloya n she's proud
uyaloyavele ngobe ugogo enjjjjjalo uyadzelela
Uyaloya lo gogo😂 umthakathi xhm lo gogo 😊
Jesu nkanti amantombazane anjani akasakufuni hamb
Umsaba kanjani kuwuyena owamshela apheze ukusukela ogogo
Perfect presenter I like ur respect buddy 🍻👌🇦🇿💕
🤞❤
Ushimile udolly😂
Lomthakathi ungcolile usaba iyintangazakhe baphi obaba bezingane uphula iqholo lalomfana uyamgugisa usephenfuke ikhehla lenyoni
Maqumbana bhuti ubhekene nenkilayitheka lapha😂😂😂😂😂👋
Yasishaya kd spani sakhe lomft
Inkinga le😂😂😂
Mr presenter u are too handsome ❤
Sine Kinga KoDolly Kodwa Yini🤭🤣🤣
@@sethembilengidi3495😂😂😂😂
@@zeezuma5747 🤣🤣🤭
uyamfuna🤨
@@PeacefulDrum-wy9yhkunani mefuna?
Eyi Mtho Waze wayiqhatha ingane yabantu nalomthakathi walogogo wakho 😭😭💔💔💔
More episodes please I love this show
Yooh majita nizifaka emlilweni!! THIS WOMAN IS BORN OUT OF EVIL!!
I think ugogo amadoda adlale ngaye wabona ubuthakathi as solution😂😂
Logogo uyathakatha nje kusobala okuncono abazame kuba kusizakale uuMazulu ...
A narcissist of note 🤮
Phinda we Doĺly uhlanyise lodoti owondlayo
Haibo ubhebhethekisa ubuthakathi,kumnandi yini ukugulelwa umuntu,i family yakhe izobanjani?
Intombazana yona uyawashiya na ama penti emzini yabantu??
Udoli yasangana dlala ngegani mncani lomfana hamba cc yofuna Ntanga bakho cc mncani funa into zolapha
MTHO WAYEEEEFUNANI KU GOGOOOOO HAWUUUUUU
😂😂😂😂 ugogo pho😂😂😂😂
Nangu ugogo bo,yaz savele cika kwaymina nje lesgogwana,siluhlaza sigabisa ngemali...weeee klibhi uzosala nemali yakho,phuma uphele kulogogo wemfoka mbatha
U Gogo Dolly ukhohlakele bantu.yekela abamntwana laba bayeke bathandane abamntwana sathane wo Gogo othakathayo .hamba uyothakatha abalingana nawe
Awuqhume uOver ngala ... 😂😂😂 eyi Maqumbane uyinkunzi ...
Presenter uyiskhokho baba🎉🎉 nasi isalukazi esithakathayo
😂 😂😂😂😂
Dear sisi Dolly,umubi nasebusweni.maZu ungamyeki u Mbatha ngalesdwedwe sikagogo
😂😂😂😂
😂😂aibooo
Mtho u wrong kodwa ke
Umanje udark ngokwebala kshuthi umubi...hhay bo@@SIPHINDILENGCOBO-tq4lr
Yhoooo!!! Madoda ndakhe ndadibana nomntu ololuhlobo , ndandimoyika ndehlukana naye ndingalali ebusuku zizikhova ndisamoyika nangok.
Hhmmm...
😂😂😂😂
😂😂😂
I don't blame lomama bt ngisola umfana ngokunga khoni ukuhlela kahle izinto zakhe b4 ziphume ezandleni
Kusho ukuthi usewafezile woooooooooooonke amaphupho akhe, uwashe zooooonke ingubo zakubo uDolly, sek'sele nje ukulwela umfana okwalayo??? Cha awuzithembi Dolly!
Queen shiya uMtho uzozitholela omunye umuntu. Uzofa yilo sisi omdala
Vele naloMtho kuthiwa uyaphishwa makashiye
And izophela lengane ilo Mama aii nam ngyasaba...
Ebefunani kuye uyamlaya
Pezulu ngo dolly pezulu ❤
🎉Zakhala Again
Wamhle bo
Zikhala ibhadi!😂😂😂
@@AmahleNomnyama ♥️♥️
Dolly :Nawe😂😂😂
Moral of the episode ; Sometimes kuyenzeka ukuthi lapha ku dept of love uhlangane nomuntu ogilekile ,wena ube nebhadi akushintshele abe ugabhadiya udadewabo kasathane ,engasafuni ukuphinda agileke futhi.
Age is just a number. yizinto zabelungu. umntu omnyama uzokubonisa i film. Mara u dolly yi mbokodo abafana badlala ngathi.
Yooo ai inkinga lee, ufuna ukuthandwa ngenkani yey nam kade zazinginetha ngopha, iminenke... Etc but ngisakhona and usangithanda
Age is just a number and it's not a barrier to love
Kodwa uphoxele noma sebakwala kkk
It's just a number? Uyabona ukuthi logogo u toxic nje
It a barrier in the long run
😂😂😂😂😂😂
Maqumbane mawsuthi "Kahle wena"😂😂😂😂😂😂😂
Avengichaza❤athi "😅aiboooo kahle wena"
Selesele ungabi ne sight inhlamba ukubiza Umuntu ngomthakathi
Kulicala lelibi ukubiza umuntu ngomthakathi
@@willieshoppers5627namhlanje uyangicaka uma qumbane uthatha ama side serious
Banyise wena Dolly,bakujwayela kabi laba😉🤟
DOLLY ADMIT THAT THE GUY DON'T LOVE YOU ANYMORE 😅
THEY GUY IS STILL YOUNG ..HE NEEDS KIDS ALSO ....WENA ALREADY YOU 2 KIDS
LEAVE THE GUY ALONE AND BRING QUEEN S 🩲🩲 Panties
REVERSE YOUR CURSE
THOSE TWO ARE STILL YOUNG
DOLLY DON'T BE RUDE ....HELP THE GIRL # QUEEN
Wozani ku 2+2 kwamhlabuyalingana angamnyisa lo....buzani mina anganya nyi lo.
Ubani😂
Hay hay Dlemza khuzeka tu usufuna kucace umthakati phakati komthakati wezindaba isgadla senyama safelamazweni ubaba ka Bolojo cha Dlems nam ndingu Dlems kodwa andifuni kubona amanyala mna haaaaa ngeke kuhlale kunje usukhuluma ngoTixo wasemhlabeni ke 😂❤😂❤😂❤😂
😂😂😂😂😂😂uzophendula imbongolo
2+2 angayisotha kukhalwe ekhabo lomunye. Nome Sthole eMnambithi.
Yazi ngake ngezwa ngalo 2+2 ngyamdinga
Good presenter u good mfweth ❤ wayichaza I x good presenter ❤
UDolly badlale ngaye 10yrs wonke
Love you Dolly,
Mnyise bathanda amadoda abantu
Niyoyeka ukushiya ezindlini zabafana 😂😂😂umhlaba sowonakele especially underwears 😮
Abezwa. laba
Hmm kwaze kwanzima ..kodwa kee uDolly uwrong bandla uThixo thelumusa ku Mtho lisenkingeni ijongo lako Mbatha..Dolly ukhohlakele kodwa
Kodwa ngu Mbatha oye ku Dolly 😢😂
@@fundiswamendu1307amen
Udolly akekho bad she doesn't take nonsense from anyone this boy lied in the first place and his now gambling with the young girls life dolly forgive these girl she didn't know anything about you and your man mr presenter give me dollies number ngizom gubha anabe
Manj kusho kuth akathakathe
Kodwa yena ubengsaboni uDolly kuthi akasahlangani ngaloMtho akanalo ilungelo lokuloya bo
yena umfana ebeneyenjani kudolly xa emdala kuye kuyatsho ukuba ebefuna imalu mna fisa ukuthi ibiyenzeka kumtho lento not kulentombi basile gqithi labafana
Presenter Presenter nooo
Presenter wena ubasa umlilo boo awulungisi boo
The lady is beautiful,black queen.Mtho uya bhaesa
selesele you are good at presenting
UthuMaqumbana uwokokwaliwa musujaha
Ei mft ufana nalenye ntokazi eysdudla
Akutsho lutho ukuthi umuntu umdala wayengamboni yini
And ugogo akafuni Mali inkinga uyathakatha
Ubudala abusho lutho ngempela uMtho wazithandela yena intombi endala akayithandelwanga umuntu
Uwashiyelani wena amapenty uhamba ushiya nje
Waze wangichaza weDolly aaaarha maan
😂😂😂😂 wathwal"ikhanda
Don't stress, young lady. Traditionalists are more than capable of dealing with this nonsense.
Kathathe awakhe ayemthakatha laye ugogo lowo ukhohlakele Wena Mtho hamba komhlaba uyalingana bazomlungisa uyabheda umaXaba kaye ku Size yakhe salukazi ndini ukhohlakele umubi vele yakutshiya leyo ndoda iwazala layo ngobuthakathi bakho doti maXaba ungu Labish
Yes gogo yiya kwabanye oomkhulu alusekho utando kumfana ombcane
Makezapha logogo nali ikehla limlindile sizodla nai mali kaRamza ye old age sizoyihlanganisa ahlukane netakalani
Yena umfana omncane sorry mina ngeke
Angnaye ubaba wengane ingane enobaba wayo😂😂😂😂
Gogos uyinja chillie bite... Wena queen... Wabona phi kshiywa I paint... Nani niyaphapha
Qumbamaqumbane ngikubuka ngikwelika Mzilikazi (Zimbabwe) selesele lentaba
Age is nothing but a number,but Mtho isiyoyoyo sendoda
Ayi umfaz wabamdala kuwe uzenza unyoko ngibaz Kahle laba😮
Please like the video guys please