Ayanda Msweli Foundation | Mnambithi

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 22 сер 2024

КОМЕНТАРІ • 53

  • @ntombincaneaudrey1577
    @ntombincaneaudrey1577 Місяць тому +8

    Ngyabuzwa buhlungu obuzwiwa mkhulu,nkosi akaphole kwaz kwabuhlungu,syabonga bab Msweli kbasekela ume njalo Nongalo

  • @simphiweraymondmajola375
    @simphiweraymondmajola375 Місяць тому +14

    uMnambithi, uMsinga noMaphumulo hhayi cha bakithi

  • @LONDIWEPRECIOUSNKOSI
    @LONDIWEPRECIOUSNKOSI Місяць тому +3

    Yaze yabuhlungu into eyenzeke ngakithi ukube umthetho awuvuni izigebengu bebengabanjwa abenzi bokubi ngebhadi ke kulendawo yangakithi asinamaphoyisa izimfaduko nje ezihola mahhala,,Ekuvukeni SAPS naku serious ngeke ubabone kodwa lakunotshwala khona bafika bengakabizwa,,,siyabonga babu Msweli engathi lomdeni ungabuthola ubulungiswa😢😢😢😢

  • @fikilemagwaza6231
    @fikilemagwaza6231 Місяць тому +7

    Baba Msweli ikinga leligazi elichitheka kangaka mina ngibona isizwe sakwazulu silahle amasiko amathonga asentabeni adiniwe lapho kwakukhuphukela khona ogogo beyocela Noma yini kunkulukulu wabo unomkhubulwana wayelinyelwa unomkhubulwana before omama baphume beyolima makungena ihlobo babeqala ngokulimela unomkhubulwana kuqala kugaywe utshwala bagiye omama begiyela unomkhubulwanap ukuchitheka kwegazi kuyo stop mzukwana kwabuyelwa emasikweni ngiyabonga

  • @user-kx6oe8ut3e
    @user-kx6oe8ut3e Місяць тому +6

    Sengathi Jehova engawufihla lomndeni nomthetho sicela udlale enkulu indima ektholeni abenzi bobubi

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 Місяць тому +6

    Udilika jele libafanele,noma kubuye isgwebo sentambo asibuye

  • @Horrible945
    @Horrible945 Місяць тому +4

    Abanikazi bendaba yibona abazi iqiniso... inkulu inkinga elana esingayazi... kubuhlungu uma sekunjena... syabonga mfundisi ngeziyalo ezinhle... abantu sebaphelelwa ubuntu...
    Ngamzwela umkhulu... uThixo abe nawe mntomdala🙏🙏🙏

  • @MsongakaNdlovu
    @MsongakaNdlovu 12 днів тому

    Laze lafa izwee .ngathy uthixo engaqala phansy adale omunye umhlaba uphele lo .ngoba lobuhlungu esibuzwayo obokufaa. Uze ufise osethule ongasezwa lutho . .ngoba ekube umthetho uqinile ngabe akunjee. Abantu ababuyele kunkulunkulu ngoba uyena ikhambiiii . .ibuhlunguu lentoo😭😭😭💔💔💔💔

  • @Sunshine.1835
    @Sunshine.1835 Місяць тому +4

    Yho!!! Kwaze kwabuhlungu😭💔💔💔💔

  • @sithembisondlovu-rb5nm
    @sithembisondlovu-rb5nm Місяць тому +1

    Hayyi kwaze kwabuhlungu jesu abaphole enhliziyweni lasemoyeni umndeni baqinise baba ngebhandi lakho lokuphila

  • @nofikatikilili5
    @nofikatikilili5 Місяць тому +1

    Isgwebo sentambo sibafanele abenzi bento enje hai ubuhlungu obungaka nkosiyam haaa pholani families ngxeeee

  • @user-mz3xk2fo6t
    @user-mz3xk2fo6t Місяць тому

    Jahova yelula isandla sakho klomnden ubathobe amanxeba noma sekunje kodwa unkulunkulu usakhona sinikela kye konke

  • @zii-greatestblessing
    @zii-greatestblessing Місяць тому +3

    Saze sakhona isihluku.
    Yini lena engaka abayonile. Ngithi Jehova ngenelela , lwela abantu bakho Nkosi yomusa

  • @user-lo4dn1du5q
    @user-lo4dn1du5q Місяць тому +2

    Xolo mkhulu Jehova akupholise

  • @user-nq7ie9ef5l
    @user-nq7ie9ef5l 20 днів тому

    Eyi nkosi yami njengoba kunzima ibhokisi elilodwa uma esewu 4 💔😢engabe uthini unembeza kumbulali

  • @simphiwemncwango8435
    @simphiwemncwango8435 Місяць тому

    Yaze yabuhlungu indaba eyenzeke kulendawo nkos yam💔. Kanti konakelephi sizwe sakithi, saphelelwa unembeza kanjena? Kuthini kuwe mbulali sewubona islilo esingaka ngenxa yesandla sakho? Ngenelela Somandla kulezi zoni uzijezise ngolukhu uswazi lolu🙏🏼

  • @phumzilengema4332
    @phumzilengema4332 Місяць тому +1

    Awu!! bakithi kwaze Kwa buhlungu sicela ubaba uMsweli asilandisekahle babulawa Yini a Bantu abangaka be Nkosi
    may their soul rest in peace and may God comfort their family in the name of Jesus

  • @sindisimelane6119
    @sindisimelane6119 Місяць тому +1

    💔💔💔💔😭😭😭😭kodwa isihluku esingaka,ngaze ngazwelana nawo umndeni

  • @lindiwemagubane9156
    @lindiwemagubane9156 Місяць тому +1

    Akukwazi ukungena noma ubani esbhedlela bazobaqedela nje

  • @nomsathwala4329
    @nomsathwala4329 Місяць тому +2

    Phephisa swazi ubhuti wami siyakhala kakhulu

  • @BonganeJimmy-k8n
    @BonganeJimmy-k8n Місяць тому +3

    How to get hold of Ayanda Msweli , i need need help for an 8years old child?

  • @uphangisa8907
    @uphangisa8907 Місяць тому +3

    Kwakubi Nongalo ayi isihluku esingaka angikaze ngisizwe. Sekungabulawa abantwana ngama K47 ngoba ngenzeni ngoba benzeni kubani 2 years ayingeke bafethu kulikhuni kulomhlaba esiphila kuwo. Sengathi ubaba uThwala nomndeni wakwaThusi nomama wabo abantwana bangaduduzeka uNkulunkulu ukhona noma sekunje😢

  • @MakhosiMayisela-i3c
    @MakhosiMayisela-i3c Місяць тому +2

    Kodwa mnambithi kwakalanyonini ningaze nibulala abantu kabuhlungukanje

  • @NomandlaMaaki
    @NomandlaMaaki Місяць тому +2

    Kwaze kwanzima 💔💔 elizweni esiphila kulo😭😭

  • @ZakheleXulu-zu3zy
    @ZakheleXulu-zu3zy Місяць тому +3

    Umthetho uvuna izigebengu😢

  • @SlindoXulu
    @SlindoXulu Місяць тому +2

    Kwaze kwanzima Jehova ikhehla labantu nkos basize Jehova nababulal bebanjwe ingane ena2 pho awuuu😢

  • @DuduzileMakohliso
    @DuduzileMakohliso Місяць тому +1

    Kwaze kwabuhlungu bantu bakithi bayaphi Ubuntu emhlabeni qhubeka Nongalo inkosi ikuphe ngaphezulu ndodana

  • @user-xg7tv7zs5t
    @user-xg7tv7zs5t Місяць тому

    Oh Jesu wase Nazareth nguwe wedwa uMduduzi oqinisekileyo kuloludaba abantwana benzeni kubani? Umndeni wona wenzeni kangaka , shwele nkosi yamakhosi sithembe wena

  • @user-jg1vd7jb3u
    @user-jg1vd7jb3u Місяць тому

    Ubunja obuhlangene nenkohlakalo

  • @LUMAVUSO
    @LUMAVUSO Місяць тому

    Eish i can feel the pain ayizwayo uMkhulu🥺🥺💔💔Sengathi umdali engawusibekela umndeni ududuzeke🙏🙏😭😭

  • @ImvulaOutsourcing
    @ImvulaOutsourcing Місяць тому

    😢😢😢😢

  • @user-by7zr1jo8e
    @user-by7zr1jo8e Місяць тому

    Muwuyinkabi uyislima nje kwaphela ngoba lemali abayitholayo ayibenzeli lutho bayahlupheka. Uqhumuke umuntu ethe uyayisola esabaqedile abantu asiphaphameni asiyeke usetsenziswa abantu ngaba befuna ukuceba ngenkani nange gazi labuntu

  • @user-pc6cc4sp9p
    @user-pc6cc4sp9p Місяць тому

    Lost 4 words..I'm in disbelief how cruel people are😢😢

  • @nombulelokunene6258
    @nombulelokunene6258 Місяць тому

    Ngingowe mnambithi kodwa lokhu kokuthi ngingowakwa Felubala E150 akungenzi ngiziqhaje ngokuba yisakhamuzi saleli dolobha ,kulihlazo nenhlungu kimi. Baze babuzwa abazali ubuhlungu ngenxa yesibhamu esisho nsuku zonke

  • @PrincessZulu-ip1gw
    @PrincessZulu-ip1gw Місяць тому +1

    Kwanzima nkosi sizizwa njalo izigameko

  • @PhumeleleMngadi-vg5xm
    @PhumeleleMngadi-vg5xm Місяць тому

    😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔 ngenelela Nkosi

  • @vusidumisanimiya994
    @vusidumisanimiya994 Місяць тому +2

    💔💔💔😭😭😭

  • @user-zq5mr6we7v
    @user-zq5mr6we7v Місяць тому +1

    Phephisani mundeni sengathi umuthetho ungadlala indima yawo

  • @CelulifeMtshali
    @CelulifeMtshali Місяць тому

    Ijele alisizi ngalutho bafwethu abanye badla imithi yamacala ababoshwa bathi Noma sebeboshiwe uhulumeni abanakekele baphile butebhu nishou eyibhedlela abawubambi ulayini bangena phambili badlule thina esingaboshiwe lomthetho uvuna izigebengu mina I wish to open my organisation called revenge is better than jail

  • @user-kt7fd1vz3f
    @user-kt7fd1vz3f Місяць тому

    Nami ngibuza njengomkhulu, bebenzeni kodwa bonke labantu? 💔💔💔

  • @SindiswaSlungile-wi4km
    @SindiswaSlungile-wi4km Місяць тому

    Jah neh uThixo kuphela owaziyo ibuhlungu lento futhi iyathusa💔

  • @mlungisihlongwane8874
    @mlungisihlongwane8874 21 день тому

    Akukho yini dangerous ukuthi beyobonwa esibhedlela since abenzi bobubi bengaziwa uma sebebaqedela?

  • @zakhonakubheka4865
    @zakhonakubheka4865 Місяць тому +1

    💔💔

  • @LondekaLooh
    @LondekaLooh Місяць тому

    Mmmm😭😭😭😭😭💔💔💔

  • @siyabongakhuzwayo4277
    @siyabongakhuzwayo4277 Місяць тому

    Ngasekhaya

  • @nomkhosimayise1347
    @nomkhosimayise1347 Місяць тому +2

    😭😭😭😭💔💔💔😥😥😥😥🤳🙏🙏🙏💔😭😭

  • @user-kt7fd1vz3f
    @user-kt7fd1vz3f Місяць тому

    💔💔💔

  • @ThembeniAletta-cw8vo
    @ThembeniAletta-cw8vo Місяць тому

    💔💔😭😭😭😭😭😭

  • @AphroditeSmith
    @AphroditeSmith Місяць тому

    Phephisani bazali bami unkulunkulu ukhona angeke anilahla unani kulolosizi elunivelele onkosi Yami sisizenkosi mmm