Ayanda Msweli Foundation | Usizi Lumi Lodwa

Поділитися
Вставка

КОМЕНТАРІ • 112

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 Рік тому +4

    Imindeni yomibili iduduzeke Watching in England

  • @Phindile21
    @Phindile21 Рік тому +1

    Eish ibuhlungu le ndaba 😢.
    Ngyafisa ukwazi ukuth wagcina etholakele yini...ngangilandela ezindabeni, ngagcina ngingatholanga. 🙏

  • @bonazncinci59
    @bonazncinci59 Рік тому +3

    Nkosi cela bonakalise Amanda akho atholakale baba🙏🙏🙏🙏

  • @LindiweMsibi-cv4if
    @LindiweMsibi-cv4if 2 місяці тому +1

    Sengathi engatholakala bakithi syamucelela...khona obekade encolile engahlambulukile 😢😢😢😢ayahlonishwa amanzi bakwe2 ayakhulunyiswa

  • @ntombzambimbi5922
    @ntombzambimbi5922 Рік тому +4

    Ngibuhlungu kakhulu... Kodwa ngithi angibonge kuthi kube khona abantu abafana no baba umsweli abazoma ngokuthi ubaba bayamazi ngoba besekuzothiwa ubethwele lo baba baphelile abalaphi bendabuko bebulawa kanye nemindeni yabo befela into engekho.... Engathi ungatholakala umzimba, 🙏🙏

  • @mzothulemsezane2703
    @mzothulemsezane2703 Рік тому +2

    Hawwwuuu kodwa bakithi ,May their souls rest in peace 😢

  • @nkosazanamabaso3579
    @nkosazanamabaso3579 Рік тому

    💔💔💔😭😭😭 Kwaze kwabuhlungu Jehova uNkulunkulu ayikhumbule lemindeni kunye nabazalwane, qina nawe Bhuti bekungaphezu kwamandla nikela kuMdali. Sicela uThixo asihawukele ngokuthi atholakale uBabu Sibisi. Babu Msweli akuseke uNkulunkulu kulolonke uhambo luhambayo.

  • @khanyisilemabanga1651
    @khanyisilemabanga1651 Рік тому

    Yaze yabuhlungu hle Jeso

  • @heartykgadi258
    @heartykgadi258 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu akatholakale Nkulunkulu ,Baba wethu Osezulwini

  • @mbalenhleshamase8471
    @mbalenhleshamase8471 Рік тому +1

    Mmm kwaze kwabuhlungu okuvelele lomndeni engathi usizo lungatholakala

  • @Sunshine.1835
    @Sunshine.1835 Рік тому

    Hmmm... Kwaze kwabuhlungu Jehovah🥺💔😢😢

  • @siyavelantanga8944
    @siyavelantanga8944 Рік тому +2

    Indlela engiwasabangayo amanzi angididekeli kwakungenakhona

  • @MncedisiNdaba-zy9ec
    @MncedisiNdaba-zy9ec 6 місяців тому

    Nkosi ziskhumbule atholakale Baba mkhulu mndeni qinani sbindi Jehova khona😔😔😔😔💔💔

  • @fikilendlovu2750
    @fikilendlovu2750 Рік тому +2

    Kwaze kwabuhlungu nkosyam 💔

  • @patricesihokoza9130
    @patricesihokoza9130 Рік тому

    Ooh nkosi oyingcwele yaze yabuhlungu into 😩💔💔

  • @LungiNdlela
    @LungiNdlela 12 днів тому

    Kubuhlungu jesu

  • @lungilengcobo445
    @lungilengcobo445 Рік тому +1

    Au kodwa smakade! Kwaze kwanzima emhlabeni.sengathi umndeni,nezihlobo a abangani ngithi nje duduzekani

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 Рік тому +1

    Ibuhlungu indaba yalowa baba ey madoda 😭😭😭

  • @thulanokwazihlabisa16
    @thulanokwazihlabisa16 Рік тому

    Hawubakhethu kwazekwa buhlungu nkosiyami Sorry baba mawele bakithi nkosiyami kubuhlungu baba kakhulu 😭😭😭😭😭💔💔

  • @khethiwendlovu7514
    @khethiwendlovu7514 Рік тому

    Kwabhlungu mndeni nakuwe babuMsweli asithembe lizotholakala ithambo lakhe,ngiyawazi amanzi ayaphilisa uma ukholelwa,ngenelela Jehovah litholakale ithambo lakhe

  • @thulaniroy1042
    @thulaniroy1042 Рік тому +1

    😭😭😭😭😭 Kwaze kwabuhlungu nkosi

  • @ThandiweBhungane-kh4mi
    @ThandiweBhungane-kh4mi Рік тому +1

    Kufuneka kukhungwe umuntu wamanzi kwesinye isikhathi kuye kuthiwe kuyakhulekwa

  • @damelin246
    @damelin246 Рік тому

    Ngenelela Johovah. Kwaze kwabuhlungu 💔😭

  • @mlungisimlambo3731
    @mlungisimlambo3731 Рік тому

    Kwaze kwababuhlungu.Jehova ngenelela

  • @talentngema5106
    @talentngema5106 Рік тому

    Mmmmm kwaze kwaBuhlungu nkosyam 😢😢

  • @nunuweza2173
    @nunuweza2173 Рік тому +6

    Kunezimo ezenzeka ngoba kunolaka oluthile umndeni awumcelele ubaba kobhovungana kutholakale ithambo lakhe... umuntu owusizo akaze aphile isikhathi eside futhi kuyenzeka afe ngathi abesikhulekela engalali

  • @soqhawenzima5913
    @soqhawenzima5913 Рік тому +2

    Kwaze kwabuhlungu

  • @ntombincaneaudrey1577
    @ntombincaneaudrey1577 Рік тому

    💔💔ngenelela nkosi kwaz kwahlungu

  • @mzwakhethenjwayo3618
    @mzwakhethenjwayo3618 Рік тому +2

    Mhlawumbe kunenyoka noma izingwenya kulomfula

  • @sindisiwevverocia822
    @sindisiwevverocia822 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu 💔💔💔ngendlela Smakade

  • @mthokozisiwise5357
    @mthokozisiwise5357 Рік тому +1

    😔😔ubona ngamahlamvu kuthi wangena lapha awuyi phezulu ushona phansi ,kwaze kwabuhlungu okubehlele bakithi .

  • @ntuthukongcobo3361
    @ntuthukongcobo3361 Рік тому +1

    Mmmh kwaze kanzima

  • @user-ez6hh9vu1d
    @user-ez6hh9vu1d 10 місяців тому

    Mmmm kwanzima Basize nkos atholakale mahlase

  • @NoziphoChili
    @NoziphoChili 9 місяців тому

    Kwaze Kwanzima nkosi😢😢💔💔

  • @Saysibiya1814
    @Saysibiya1814 Рік тому

    Cha kyesabeka nalana klendawo yoo ..Jesus kubuhlungu

  • @florahnkosi6587
    @florahnkosi6587 Рік тому +1

    Awww ngaze ngababuhlungu 💔💔Jehova ngenelela njengoba siphilakuwo amanzi mmmmm

    • @florahnkosi6587
      @florahnkosi6587 Рік тому

      ,Bazalwan ngokukhul ukuzithoba 💔💔ugcine etholakele yni uBaba umaHLASE?kwze kwalikhuni ezweni Nkosyam

  • @phindatshibase8937
    @phindatshibase8937 Рік тому

    😭😭😭😭😭😭kwaze kwabuhlungu umphefumlo wakhe ulale ngokuthula sithi dudu emndenini

  • @BulohLanga-fq9pn
    @BulohLanga-fq9pn Рік тому

    Mmmmmm kodua jehova 😭😭

  • @simphiwemthiyane9708
    @simphiwemthiyane9708 Рік тому +1

    It's very painful, sengathi bengalala ngokuthula.

  • @nonzuzomthembu8870
    @nonzuzomthembu8870 Рік тому

    Yaze yabuhlungu indaba kamfundisi may his soul rest in peace

  • @user-mg2hr9db7v
    @user-mg2hr9db7v Рік тому +1

    Kubuhlungu kakulu ngathi angatho lakala ubaba wethu

  • @sfundowonder5649
    @sfundowonder5649 Рік тому

    Mmmm kwaze kwabhlungu

  • @mamsiemakubo2770
    @mamsiemakubo2770 Рік тому +1

    Umdali we zulu nomhlaba owaziyo kwaze kwabuhlungu Thixo umdeni ubekeithemba kumdali phephisa Mfowethu 💔😭😭

  • @thamimaluleka8378
    @thamimaluleka8378 Рік тому

    Nkulunkulu namabutho amathongo amanzi, sikhulekel lemindeni yomubili batholakal abathandiweyo babo, kwizinyanya zamanzi amadoda amakhulu zibonakaliseni

  • @bonisilekhuzwayo2470
    @bonisilekhuzwayo2470 Рік тому

    😭😭😭😭😭😭😭😭awu jesu ngenelel smakade

  • @sontozuma9309
    @sontozuma9309 Рік тому

    Kwazi kwanzima nkosi yami ukuphi nje uma kunje😭😭😭

  • @khombisilenelisiwe4634
    @khombisilenelisiwe4634 Рік тому

    Awu nkosiyami yaze yabuhlungu lendaba sengathi angatholakala zinkulu lezindaba uqine nomndeni ubhekane nesimo esinzima

  • @siyandajudas3741
    @siyandajudas3741 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu okuvelele lemindeni engath unkulunkulu engakhombis indlela yokuth atholakale...nam nginomshan owalahleka emzimkhulu ngo January kuze kube imanje akaze atholakale

  • @khanyisileprimrose1483
    @khanyisileprimrose1483 Рік тому

    Mhh kwaze kwabhlungu engath imphefumulo yabo ingalala ngokuthula

  • @sunflawa
    @sunflawa Рік тому

    Wuuuu waphuka umoya wam

  • @sibusisongcobo9101
    @sibusisongcobo9101 Рік тому

    Kwaze kwabhlungu. Engathi lingatholakala ithambo lakhe.

  • @manqobadlamini5397
    @manqobadlamini5397 Рік тому +1

    ewuu eish yakhala intshebe madoda

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 Рік тому

    Ngenelela Moya Oyingcwele atholakale u Baba

  • @buyiswasibali9071
    @buyiswasibali9071 Рік тому

    Nkosiyam kwaze kwabuhlungu ke ngoku ,kodwa kuzolunga xa uthixo ekhona .

  • @mageshmbele6378
    @mageshmbele6378 Рік тому

    Ey kwabuhlungu okwehlele bazalwan,aqine nobhuti kubuhlungu kbona ndoda khala kanj ibone kabibimpela

  • @Nompumelelomorren
    @Nompumelelomorren 11 місяців тому

    Yooh Rest in peace

  • @khanyicele3688
    @khanyicele3688 Рік тому +2

    This is very sad😔

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 Рік тому

    Lomfula nj ubukeka unolaka nj....nkosyam ubaba akatholakale Smakade 😢

  • @anelemayola4854
    @anelemayola4854 Рік тому

    Any updates so fr

  • @NtokoMathenjwa-jg5qs
    @NtokoMathenjwa-jg5qs Місяць тому

    Salonga baba ngokucza isizwe sethu

  • @nobanturabotapi6262
    @nobanturabotapi6262 Рік тому

    Sawubona mkhulu yoo I ibuhlungu yoo amanzi ayingozi du du bantu unkulunkulu akayenzi imsteyiki

  • @cynthiashange2303
    @cynthiashange2303 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu engathi unkulunkulu. Anganisiza. Nimthole

  • @mlombovubafana8959
    @mlombovubafana8959 Рік тому

    Mmmmmm Dudu em'ndeniñi 😓😓😓😓😥😥😥😦😦

  • @mhlabunzimasithole4731
    @mhlabunzimasithole4731 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu umoya wakhe uphumule ngokuthula😭

  • @LindokuhleSiphesihle-vy2pt
    @LindokuhleSiphesihle-vy2pt 6 місяців тому

    Imifula ekanje ifuna ngathi ungayofaka insizwa hayi abafazi abantu abazoshelala hayi kunzima

  • @sinikiwebiyela788
    @sinikiwebiyela788 Рік тому

    ,eyi kwaze kwabhhlungu bakithi sengathi angenza icebo uKehova atholakale

  • @nsikelelombanjwa1894
    @nsikelelombanjwa1894 Рік тому

    kwaze kwanzima madoda okthandaza kodwa nemvula ziningi nawo amanzi maningi kodwa asingakuyekini ukuthandaza

  • @snqobilemkhize509
    @snqobilemkhize509 Рік тому

    Kubuhlungu kuyazwela Nkosi yam noNkulunkulu akenze amandla akhe kutholakale ithambo nje

  • @zolanichristophernkathazo8995

    Oh nkosi yam tjoo Thixo sihlangule

  • @njabulondlovu-db9gq
    @njabulondlovu-db9gq 9 місяців тому

    Kubuhlungu yoooo and uyashonalomfula yoooo

  • @thabisilethabie2820
    @thabisilethabie2820 Рік тому

    Eish nkosi yam ngekungcono ba uzotholakala

  • @ZiziphoNyamazana-gz9nw
    @ZiziphoNyamazana-gz9nw 4 місяці тому

    Kwaze kwanzima 😢

  • @zintathusokhela4614
    @zintathusokhela4614 Рік тому

    Mmmmmhhh kwabuhlungu, Nkosi yam, ngathi umusa ka Jehova ungaba phezu kwaleyo ndawo atholakale ubaba

  • @abxgalela5275
    @abxgalela5275 Рік тому

    😭😭 Yaze yangzwisa ubhlungu lendaba, abaphumule ngokuthula bakithi

  • @prettymthembu5399
    @prettymthembu5399 Рік тому

    Esh, ibuhlungu lendaba.

  • @mbongenimncwango5538
    @mbongenimncwango5538 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu siyazwelana nomndeni nesizwe silahlekelwe umuntu obelusizo olukhulu phephisani

  • @nosiphonosipho6076
    @nosiphonosipho6076 Рік тому

    Kubuhlungu coz umah uya emfuleni kumele ulinde kuyalindwa uthole ukuthi lonfundisi ubelindile kukhona abangahlambulukile bangaphuma kwaze kwamuka abantu nkosi Yami ngaze ngabuhlungu

  • @badanile1781
    @badanile1781 Рік тому +1

    Its raining now .the rivers and dams are flowing Baptimisal its not the option now Another place also church members .were flashed by the river 14 .recovered ..some still missing Pastor have to know when to Baptise or cleanse.sad.

  • @khumbuzilenkosi9666
    @khumbuzilenkosi9666 Рік тому

    Kubuhlungu nkosyam makatholakale ubaba

  • @user-cc2uj7mc9q
    @user-cc2uj7mc9q 10 місяців тому

    😭😭😭kwabuhlungu

  • @user-cx5fk7jg2q
    @user-cx5fk7jg2q Рік тому

    😭😭😭😭💔💔

  • @dumisaningema8309
    @dumisaningema8309 Рік тому

    Mmmm

  • @bonganingiba5324
    @bonganingiba5324 Рік тому

    Yabuhlungu indaba ngiyamazi ubaba uSibisi estobhi emanyaseni hawu kodwa bantu

  • @mavisngwenya2603
    @mavisngwenya2603 Рік тому +1

    Asimeni ukubhabhatiza ngalezizikhathi zemvula bakwethu

    • @zahfakazi
      @zahfakazi Рік тому

      Ucc oshibilikile ngwenya sbisi bezama kusindisa impilo ka cc ayingoba

  • @innocentiahadebe4138
    @innocentiahadebe4138 Рік тому

    Baba Msweli yaze wabuhlungu lento eyenzekile sengathi uNkulunkulu angaba nomndeni wakhe kanye nomphakathi wonke

  • @busanisibiya4981
    @busanisibiya4981 Рік тому

    Mmmmmm

  • @lesemejacobkhokeletso9691
    @lesemejacobkhokeletso9691 Рік тому

    Either madoda ngehlase angikakholwa namanj

  • @ayandagprinceg9466
    @ayandagprinceg9466 Рік тому

    Kwavele kwakhala mina kwahlazimuka ugebhezi ikhanda

  • @user-rl7xi3mr7b
    @user-rl7xi3mr7b 9 місяців тому

    Kwazekwabuhlungu ngobaba usibisi amanzi ayingozi bafowethu

  • @fezilenjomane9065
    @fezilenjomane9065 Рік тому

    Akuyiwa emanzini ungahlambululile

  • @njabulondlovu-db9gq
    @njabulondlovu-db9gq 9 місяців тому

    Hawu kwakubi wazama ehlenga intombazane shwele

  • @sibusisobohlela9868
    @sibusisobohlela9868 Рік тому

    Ai 💔🤦ushembe abakhumbule🤦

  • @smangeleshezi681
    @smangeleshezi681 Рік тому

    Syacela kusomandla🙏atholakale ngegama lazseZion 🙏🙏 😥

  • @ThandiweBhungane-kh4mi
    @ThandiweBhungane-kh4mi Рік тому

    Kunzima kubuhlungu kakhulu kwizwe lonke uMdali kuphela ozokwenza ngomsa wakhe

  • @user-mg2hr9db7v
    @user-mg2hr9db7v Рік тому

    Asihlale ethembeni unkulunkulu ukona atholakale ubaba

  • @azandemzileni8220
    @azandemzileni8220 Рік тому

    But God why kanje bethandaza bandla but bamane bamthole ubaba

  • @andreachisambi5847
    @andreachisambi5847 Рік тому

    Kwakubi yazi lobaba atholakale

  • @ntombifuthimthembu6456
    @ntombifuthimthembu6456 Рік тому

    Nanjr akaka tholakali ubaba umahlase

  • @sqrd3536
    @sqrd3536 Рік тому

    Kwaze kwanzima ke lokhu. I damu leli likhanya liyingozi. Lapho bebekhona ingozi nje abantu bebaningi ngasikhathi nye. Ngiyafisa bantu bakithi baphathe intambo mhlana kuyiwa emanzini kuyingozi. Ubaba yena kakhokude ngoba kavelanga. Shame bakithi.

  • @samkeloxhanti941
    @samkeloxhanti941 Рік тому +1

    Mabangakhali ekhaya lakhe lomuntu ubephila ngawo amanzi hleze ugcinwe iNkosazana yawo amanzi abangakhali ntlobo ekhaya

    • @melokuhleesethu4315
      @melokuhleesethu4315 Рік тому +4

      Mina ngisanalo ithemba ...ubaba usibisi ngicabang ukuthi uyolanda amandla emanzini uzobuya ephila ...mhlawumbe bese kwii sikhathi

    • @ntombifuthimthembu6456
      @ntombifuthimthembu6456 Рік тому +1

      Nami ngasho njalo ihlase thina lifana nonkulunkulu wase mhlabeni ...ekhaya Simubiza ngoma Vula kuvaliwe emzini wamadoda uhlala bemzonda ngyazi lizophuma nesihosha selithi ayiiiii ukuty nino valo emqaleni

    • @annettenkonde9665
      @annettenkonde9665 Рік тому

      Kwaze kwabuhlungu nkosiyami 💔😭

    • @samkeloxhanti941
      @samkeloxhanti941 Рік тому +1

      @@ntombifuthimthembu6456 sekuphume umbiko othi uSwelekile naye ubaba uSbisi izinyembezi zozalo zinkinga makuvela isimo esinje emndenini 😭May his soul rest in peace 🕊️🕊️🕊️

    • @bonanimhlongo5230
      @bonanimhlongo5230 Рік тому

      kwaze kwabuhlungu Jehovah