UZuma uthi isizwe samaZulu sishayeke kakhulu ngokukhothama kweSilo

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 13 бер 2021
  • Lowo owabe engumengameli wezwe uJacob Zuma uvakashele esigodlweni namhlanje eyobhonga emswaneni. UZuma uthi isizwe samaZulu sishayeke kakhulu ngokukhothama kweSilo, njengoba besiwazisa kakhulu amasiko, sithanda nokuthi kube nobumbano kanye noxolo kuleli.
    Uphinde wanxenxa ukuthi kube nokuzwana kanye nokubekezelelana emndenini weSilo kanye nasesizweni samazulu sonke.
    Ukuthola ezinye izindaba, vakashela i-sabcnews.com kanye ne #SABCNews #SABCIzindaba #RIPKingZwelithini kuSocial Media.

КОМЕНТАРІ • 3