Ayanda Msweli Foundation | Usizi Lumi Lodwa

Поділитися
Вставка

КОМЕНТАРІ • 42

  • @malumemchunu7356
    @malumemchunu7356 Рік тому +5

    Baba Msweli muhle umsebenzi owenzayo ume njalo 🏆🇿🇦🏅🙏🙏

  • @prettydube5440
    @prettydube5440 Рік тому +2

    Syabonga baba unkulunkulu akubusise ngomsebenzi owenzayo

  • @bonganiemmanuel303
    @bonganiemmanuel303 Рік тому +7

    Baba msweli unwele olude umdali akwandisele kukho konke nomsebenzi wakho owenzela thina siyindlu kaMdkokombane

  • @thulingema5629
    @thulingema5629 Рік тому +4

    Inkonzo oyenzayo baba uMsweli, uNkulunkulu uyokuvuza, siyadinga nawe ukuku khulekela, ukuzwa izindaba ezibuhlungu kangaka nawe ziyakushaya emoyeni, nabo bonke abalekelelayo ukuth ubaba uMsweli ahambele abantu baThixo, uNkulunkulu anibusise nonke nemindeni yenu🙏

  • @busisiwebuthelezi6053
    @busisiwebuthelezi6053 Рік тому +2

    UNkuluNkulu akwandisele izinsuku zokuphila baba Msweli, I South Africa uyayibopha ngebandle lokamoya. Salute Msweli🙏🙏🙏🙏🙏

  • @tenjiwemiya
    @tenjiwemiya Рік тому +2

    Baba wethu Msweli ngbonga kakhulu uyancomeka umsebenzi wakho sengathi uNkulunkulu angakukhulisa 🙏🙏

  • @nolwaziminenhle9513
    @nolwaziminenhle9513 Рік тому +2

    Unkulnkul akubusise baba u Msweli 🙏🙏

  • @fundiswasibiya8934
    @fundiswasibiya8934 Рік тому +5

    Khuphuka baba uMsweli

  • @khethiwendlovu7514
    @khethiwendlovu7514 Рік тому +1

    Phephisani mndeni💔Nongalo uThixo akakubusise ngomsebenzi owenzayo ngentobeko nangenhlonipho esizweni sonkana,konakele kwabesilisa🤞😭

  • @sindisiwemazibuko2085
    @sindisiwemazibuko2085 Рік тому +2

    Phephisani mndeni wakubo mama uthixo uzobanani🙏😭💔

  • @leratoradebe8701
    @leratoradebe8701 Рік тому +1

    Bab'Msweli ungadinwa yisibusiso sakho lesi uyasebenza uThixo uMdali angigcinele wena

  • @samukelomadide797
    @samukelomadide797 Рік тому +1

    Awww kwaze kwabuhlungu esizweni Sethu Eyy😭😭😭😭.

  • @heartykgadi258
    @heartykgadi258 Рік тому +4

    Kubuhlungu kunzima ukuphila kulomhlaba, umndeni ududuzeke

  • @Sunshine.1835
    @Sunshine.1835 Рік тому +3

    Kwaze kwabuhlungu😢😢🥺😕💔💔

  • @user-de2pl1ot1w
    @user-de2pl1ot1w Рік тому

    BabuMsweli,angazi baba umelanakanjani nalezizimo.mina ngyahluleka baba.,sometimes ngyabona kuba nzima nakuwe.uqine baba

  • @njabulondlovu-db9gq
    @njabulondlovu-db9gq 9 місяців тому

    Hawuuuu kodwa bakithi nengane esele eyodwa yaba ngesihluku indoda

  • @tenjiwemiya
    @tenjiwemiya Рік тому +1

    Sengathi imndeni ingaduduzeka 💔💔😭😭😭😭

  • @ThobzaNdimande-ys5lx
    @ThobzaNdimande-ys5lx 4 місяці тому

    Kwaze kwanzima kuthini abesifazane

  • @michaelntshingila3786
    @michaelntshingila3786 Рік тому

    Kubuhlungu Baba msweli kodwa uyindonda

  • @thabomkhize5587
    @thabomkhize5587 Рік тому

    Usizi esibhekane nalo emzansi

  • @ncamzoencami9138
    @ncamzoencami9138 Рік тому

    Phephisani mndeni nezihlobo ujehova abenani kulobobunzima esh bakithi kwaze kwalukhuni ezweni

  • @sontozuma9309
    @sontozuma9309 Рік тому

    😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭💔💔💔💔💔

  • @melusizitha5960
    @melusizitha5960 Рік тому

    Awukodwa uyindoda Ngwenya

  • @leratoradebe8701
    @leratoradebe8701 Рік тому

    Konke okubi akwenzayo akwenzile kuzomlandela

  • @nombusoyaka4965
    @nombusoyaka4965 Рік тому

    Mama meya akusekho eningakwenza kulekelela ukuncwaba ukusisi?akeninqonqoze emkhandlwini kuzwakale

  • @angnesmiya553
    @angnesmiya553 Рік тому

    Khuluma asikuzwabo

  • @snethembangubane2798
    @snethembangubane2798 Рік тому

    Engingakusho nje kuthi condolences to the family but amantombazane asethembe amadliso too much bese enza zinto ezibhedayo ngoba ethembe kuthi mjita ngeke ahambe because umubambe ngedliso remember dliso suke kuyizilwane ezenza abe neskhwele so mina I would like to know kuthi what was the cause kuze emdubule ngoba akekho muntu ongasukelela akuhlabe ngespikili ngiyala

  • @talentngema5106
    @talentngema5106 Рік тому +2

    Mmmm umuntu owaveza isbhamu emhlabeni anonya amaphoyisa anamhlanje

  • @animalslife9714
    @animalslife9714 Рік тому +1

    Yazi Zingane zakwethu Asike sibheke imbangela ukuthi abantu besilisa babulale abantu besifazane abathandana nabo coz akusizi ukulokhu sibabaza, sigxeka abantu besilisa kodwa kulokhu kuqhubekile okwenzekayo!!! Dudu emndenini wabasishiyile ... ingane encane engenacala bakithi kodwa esiyintandane!!! Awu kodwa.

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Рік тому

      Impela iqiniso lelo, kuze kuzoba nesixazululo kufuneka umsuka. Okwengane ke engasenabazali ngesandla sika Baba kubuhlungu kakhulu

  • @thulanijamesmalinga9497
    @thulanijamesmalinga9497 Рік тому

    Pho Mr Msweli sithumela kanjani lokhu okuncane esifisa ukusiza ngakho?

  • @manikinikimjoli202
    @manikinikimjoli202 Рік тому

    Babu msweli mina ngiyakufonela kodwa kawucoshi ifoun yam

  • @qinisomkhize6526
    @qinisomkhize6526 Рік тому +2

    Ibhluungu lento eyenzekile kodwa ngibona isasele emumva kakhuuulu uma sibhekisa kakhulu emadodeni...oksempeleni le ifanele ukfakwa kakhuulu kubantu besfazane ngoba yibo ababa zisulu kulesisihlava...njengo kuth nje wenzenjani uma indoda ungasaythandi....? Iyiphi indlel yokphuma othandweni ohlukumezekile kulona? Etc ngibona engathi ingalunga lapho lento ngoba amadoda awabasukeli nabo abantu besfazane nabo kukhona abasuke bekwenzile...

    • @bongiwencayiyana220
      @bongiwencayiyana220 Рік тому +1

      Uma abantu besifazane bengayeki lemithi emimbi kangaka abadlisa ngayo amadoda ngoba befuna uthando lokenziwa oluhamba nenkohlakalo,kusazofiwa.Bafazi yekani ukuwayinda amadoda ngemithi emimbi kangaka.Umuntu adlale ngayo indoda eyiphosa ngala nangala ngoba phela usefana nezulu kuyona.Kuthi cheze ngento encane,ivele ishaye konke indoda ikhethe ukufa nalo izulu layo.Bafazi ngiyaphinda ngithi yekani ukuphosa amadoda.Angikhulumeli kesigameko ,ngikhuluma nje general.Ngiyakhslisana nalomndeni.

  • @prettymthembu5399
    @prettymthembu5399 Рік тому

    Yimbi lento eyenzekayo. Ngiyacanga ukuthi u Mr Msweli u busy labafuna
    Ukumfonena, uma une no yakhe
    Maybe kungcono u sende i ms uzichaze.