Ayanda Msweli Foundation | Ukuntula Kungenhla

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 6 жов 2024

КОМЕНТАРІ • 196

  • @spathibeatrice9222
    @spathibeatrice9222 Рік тому +40

    Ngiyabonga baba Msweli umama lona reminds of my mother,sakhula sihlupheka kakhulu,namhla nje ngi Europe bengicela ukuthi nginga donate kanjani for umama,lm not rich baba kodwa every little helps

  • @msawakhem5048
    @msawakhem5048 Рік тому +58

    Ay yabona baba uMsweli uyisqonqwane sokgcina.
    Futhi la Cha uyakveza lokho awnendaba nantuthu awfune stulo uhlala phansi ukuzithoba kwakho kukodwa kuyaphilisa uNkulunkulu ehambele njalo empilweni yakho nathi usnika ithemba lempilo encono kuzokhanya Msweli uyaphilisa sizokbeka emthandazwe uqhubeke noksiza indlu emnyama ✅✅ wazalwa ekhaya elinemfundiso Shidi maan ✔️💯🎯

    • @sethabilenxele8580
      @sethabilenxele8580 Рік тому +6

      Basavelaphi abantu abanjengawe Nongalo ngoba abantu sebaphakama kangaka, abangeni nakwandlwana.

  • @zyneg.m556
    @zyneg.m556 Рік тому +31

    The humbleness of this man is just beyond being humble.. God bless this soul nd bless whatever he touches..

    • @samkemngadi5908
      @samkemngadi5908 Рік тому +1

      Say it again, his humility melts my heart. Mina uMsweli ngingamshada same day bakithi 💓. I really admire him and crushing on him kabi kabi🥹

    • @zyneg.m556
      @zyneg.m556 Рік тому +1

      @@samkemngadi5908 😊😊

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 Рік тому +1

      ​@@samkemngadi5908😂😂😂kodwa yin

    • @samkemngadi5908
      @samkemngadi5908 Рік тому +1

      @@phumimabanga962 sengenzeni manje😂

  • @fikilendlovu2750
    @fikilendlovu2750 Рік тому +16

    Inhlonipho nokuzithoba ku Msweli bakithi mayezo lalela udaba emzin yabantu hai 😢I salute you baba uMsweli 🙏❤️

  • @makhosonkemvelase5596
    @makhosonkemvelase5596 Рік тому +17

    Yazi ngakhula kulesimo esinje ekhaya ngifikelwa izinyembezi nje😢
    Kepha akukho okungenzeki konke kuzolunga Nkulunkulu emuhle njalo nje

    • @Eu68345
      @Eu68345 Рік тому

      Kunzima emhlabeni kodwa ngoMsweli nombono owamfikela ngesizwe esimnyama kazi abaholelwa izindodla zezimali bathule bathini ngokubukelela abantu bephila ngaphansi kobunzima kulungile mfowethu qhubeka uNkulunkulu akalali ,ngifisa ungabonwa akulonde kuze ufeze injongo yephupho lakho,qhubeka umoya wakho uhlukile, awuzithwele ungena la okubaswe khona intuthu. Awu lo mama uthwele kanzima.

  • @mjmeternal2696
    @mjmeternal2696 Рік тому +14

    Ukuhlupheka kunzima bafethu. Yazi uma kusafikile ungaze ucabange ukuthi nidalelwe kona. Mhla kwadlula baze bethi ninenyoka. My family was in such pain in 2007. Things have changed. May God bless this family and change their lives

  • @nkanyisolungu4240
    @nkanyisolungu4240 Рік тому +16

    baba msweli sesithembe wena and syabonga umsebenzi wakho omngaka. abantu sebethembe wena. bayeka amakhansela bayeka izinduna bayeka omaspala babiza wena ngoba ubizwa usabele ubathatha serious abantu baka Nkulunkulu awfune voti ukwenza nhothando okwenzayo❤

  • @mongezloui1875
    @mongezloui1875 Рік тому +48

    How can one donate, we don’t have much but I’ll cut if on my entertainment money and give to the needy

    • @ayandamswelitv
      @ayandamswelitv  Рік тому

      Ngiyabonga kakhulu ngicela ungithinte kulenumber noma ungithumele uwhatsapp 0725188602

    • @moiponemnyakeni9922
      @moiponemnyakeni9922 Місяць тому

      0​@@ayandamswelitv

  • @thembekamankwali346
    @thembekamankwali346 Рік тому +11

    What a humble soul baba Msweli yaz you are God sent🙏🙏🙏

  • @mbusonkululeko8642
    @mbusonkululeko8642 Рік тому +8

    Akekho umuntu oyokwaz ukubhekana neznkinga ngokwehlukana kwazo.oyodlula uBaba uMsweli yaz noma ngabe usosizin olngakanan but makuke kwafika yena ubona uSizi lufiphabala 🙌

  • @malixolemdutyana7733
    @malixolemdutyana7733 Рік тому +6

    Plz attach banking details abantu babokwazi ukuphonsa itshe esivivaneni Nongalo

  • @katjierakgalakane6046
    @katjierakgalakane6046 Рік тому +8

    Baba Msweli love your dedication for our country, may God bless you an more. I support everything you stand for. Very wise, non judgemental and always loving a human. 🎉🎉🎉❤

  • @nqobilethwala7241
    @nqobilethwala7241 Рік тому +21

    "Bayahlupha labo uma uke wabavakashela khona bakulandela"😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂

  • @lwadledle316
    @lwadledle316 Рік тому +5

    Babu Msweli anginalutho,nami angisebenzi.Kodwa bengingathanda ukuwubqeda lomndeni ngokuwulimisa lapho ejalidini lawo,cos ibsla likhulu,bakeazi ukuxosha ikati eziko.Nami ngidla esivandeni sami engisihlanyelile

    • @ayandamswelitv
      @ayandamswelitv  Рік тому +2

      Ngwenya Ngiyabonga kakhulu Ngicela ungithinte kulenumber noma ungithumele uwhatsapp 0725188602

  • @sunflawa
    @sunflawa Рік тому +9

    Ohhh bab Msweli ukuzithoba kwakho 🙌🙌🙌

  • @sandisoblesser2345
    @sandisoblesser2345 Рік тому +5

    ABASEMANDLENI KANTI YINI UMSEBENZI WABO.... UKUGOMBELA KWESABO NJE 😢.., BANGABANAKI ABANTU ABANTULAYO

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo 22 дні тому

    Baba uMsweli ungichaza ngokungaqhenyi buka uhleli ocansini manje❤❤

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Рік тому +3

    Baba Msweli into engiythanda ngawe awunayo Pride if bekungomunye ebengeke engene entuthwini, ubizo lakho lomsebenzi qhubeka usize abantu kwanzima kulomndeni ☹️
    Sibonge baba🙏

  • @melusizitha5960
    @melusizitha5960 Рік тому +3

    Ngikhulengaso lesisimo kufika umunyu😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢 kumanje angibizi isibongosami ngayolento yokusokola

  • @sfisoskhakhane6258
    @sfisoskhakhane6258 Рік тому +1

    Nami ngyafana nalo Mama ngina 37 years bt lutho ipasi. bonke ekhaya banawo😢bt mina lutho lapho uMama uyaphila uBaba uyaphila bt usizo angilutholi kunzima 🇿🇦

  • @SpheleleMthembu-e1x
    @SpheleleMthembu-e1x Рік тому +1

    UHULUMMENI WAKULELIZWE BAFWETHU NGUBABA UMSWELI,BESE KUTHI AMAKHANSELA NEMINYE IMINYANGO ESIZAYO YILABABAFWWETHU NNODADE ABAFAKA ISANDLA EBHAKEDENI OKUYILONA ELINCEDAYO.SYABONGA BABA.USUPHENDUKE HOME AFFAIRS,DEPARTMENT OF HEALTH,DEPARTMENT OF JUSTICE,DEPARTMENT OF HOUSING,ECT....🙏🙏🙏🙏🙏

  • @SibongileMkhwanazi-q3m
    @SibongileMkhwanazi-q3m Місяць тому

    Moyongwele kunzima Nkosiyami Nkulunkulu onamandla siyabonga Msweli mfowethu

  • @sibongisenihadebe787
    @sibongisenihadebe787 Рік тому +4

    Sikulethelwe shembe Ayanda msweli

  • @samkemngadi5908
    @samkemngadi5908 Рік тому +5

    Ayize inkonzo yebhakede umuntu aphose nalana bakithi, this is too sad angiyazi intwenjena🥲

  • @gijimanembhele5263
    @gijimanembhele5263 Рік тому +3

    Iyaxaka indaba yalelizwe baba Msweli aphi ama khansela Kanti yoo this south Africa inganekwane yezwe

    • @siphiwesihlecele6634
      @siphiwesihlecele6634 Рік тому +1

      😢ayi mf2

    • @JusticeMsomi
      @JusticeMsomi 7 місяців тому

      😢ayanda Msweli kwenzenjani kanti mina isicelo sami sokwakhela ngane zami owabhiidlizwa umakhelwa ngenhloso yokwakha Taven adayise aphinde aqashise

    • @JusticeMsomi
      @JusticeMsomi 7 місяців тому

      Ngicela nami ungthathe njengomuntu ohluphekile ngoba ngapha ngayoyonke Mali enginayo angisenalutho

  • @contancehlatshwayo4146
    @contancehlatshwayo4146 Рік тому +2

    Impilo inzima.baba Msweli nalabobaba ababalekela imizi nezingane kwangathi bangaboshwa

  • @siphamandlambatha5849
    @siphamandlambatha5849 Рік тому +1

    😪eish ukuba kuyangami ngabe ubaba Ayanda Msweli uyinto ethize kulelizwe lomuntu uyalisebenzela I zwe

  • @maureenzondo5878
    @maureenzondo5878 Рік тому +1

    ❤❤ngithanda lento yokungaziphakamisi babumsweli nokuhlala ecansini nJe awnankinga

  • @samukelomadide797
    @samukelomadide797 Рік тому +5

    😭😭😭😭😭😭😭, nongalo👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼👏🏼. Kunzima okomuntu omnyama kulelizwe💔💔💔💔💔.

  • @tkladyttkladyt2951
    @tkladyttkladyt2951 6 місяців тому

    Ay Ngwenya inhlonipho onayo ingelinganiswe nalutho hha uzithobile baba uJehova enga angahamba nawe mihla yonke akukhanyisele

  • @NcedisaQomorwana-ke6nq
    @NcedisaQomorwana-ke6nq 6 місяців тому +1

    It hits so hard when shee say "ukhlupheka kunghlanganyele"💔💔💔💔💔

  • @xolanimichaelmadondo1228
    @xolanimichaelmadondo1228 Рік тому +4

    😭😭😭 this is very painful

  • @aaronthabethe9560
    @aaronthabethe9560 Рік тому +4

    Unkulunkulu akubusise baba Msweli uyisibusiso impilo uyayazi 🙏🙏🙏

  • @mtongazidlamini3731
    @mtongazidlamini3731 Рік тому +4

    Sebenza babu Msweli God ukubhekile ❤

  • @PhumeleleNgcobo-l4e
    @PhumeleleNgcobo-l4e Місяць тому

    Mmmmm baba umsweli nkulunkulu akgcine akbusise ngezwa nyembezi zgcwala mehlo kunzima kulomuzi

  • @zozomkhabela52mkhabela48
    @zozomkhabela52mkhabela48 Рік тому +4

    Ngithanda ngendlela ozehlisa ngayo baba Msweli ,noma uthola isimo somuzi sinjani ufika nawe ubonise Ubuntu, awuziphakamisi, uThixo akwandisele baba

  • @mphumuzenikhanyile-sn8hf
    @mphumuzenikhanyile-sn8hf Рік тому +3

    Nongalo unkulunkulu akubusise lento oyenzela abantu engabe bayabukan lab abasiphethe ukuthi mawuphethe abantu uba nozwelo kanje kwande 🙏🙏

    • @thabilemkhize2585
      @thabilemkhize2585 Рік тому

      I'm asking myself why an ANC government is failing people to do the little things for the country but, Ayanda Msweli is doing the most by himself? 😢😢

  • @nellylillynened7117
    @nellylillynened7117 Рік тому +2

    Baba Msweli unkulunkulu akubusise aphinde akwandisele izinsuku zakho zokuphila emhlabeni

  • @thabaninyandeni342
    @thabaninyandeni342 Рік тому +2

    Baba nongalo mkhaya wami sibonga kodwa into ebhlungu aphi amakhansela ethu

  • @samkemngadi5908
    @samkemngadi5908 Рік тому +4

    we Ngwenya mangase ngithi asishade ungavuma kodwa? Cha ngiyakuthanda bakithi💌

  • @bhekisisadladla9218
    @bhekisisadladla9218 11 місяців тому

    Siyabonga Msweli uNkulunkulu akubusise akuvikele uyiqhawe.Ngabe baphi oSopolitiki siyobabona mhla kuzovotwa shame kunzima kulelizwe.

  • @VUMANI-FILMS
    @VUMANI-FILMS Рік тому +2

    God bless the soul Msweli uyiqhawe

  • @BuzaniThusini-ic4zl
    @BuzaniThusini-ic4zl Рік тому

    Siyabonga baba Msweli nethimba lakho ubunzima enibuthwalayo nehla nenyuka kuyashisa kuyabanda niyagijima phansi phezulu senisize abaningi uNkulunkulu anibusise kanye nabobonke abelula izandla manishaya ikhwela nicela usizo

  • @priscillajolingana326
    @priscillajolingana326 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu esouth africa sibonga abantu abafana nawe tata uMsweli uthixo akuphe amandla kumsebemnzi ongaka owenzela abantu bethu,uthi nam ekhaya kwakunje zehla inyembezi kum,kwande nakuwe tata wesizwe

  • @simphiwekhoza2295
    @simphiwekhoza2295 Рік тому +1

    😢😢😢😢 Kwaze kwabuhlungu. Syabonga baba uMsweli uNkulunkulu akubusise

  • @wendymaseko6622
    @wendymaseko6622 Рік тому

    Baba Msweli inkosi ikubusise you super humble I even shaded tears 😢

  • @thulanixulu6929
    @thulanixulu6929 Рік тому +3

    Baba Msweli sandla sedlula ikhanda ngomsebenzi wako🤞

    • @BeautyMalinda
      @BeautyMalinda Рік тому

      Kubuhlungu shem siyabonga babe mswelly shem Basile baba shem❤❤❤🤞🤞😭😭

  • @ThandekaZulu-zv3ry
    @ThandekaZulu-zv3ry 8 місяців тому

    Waze wa down 2earth bab uMsweli😊 yo u so humble shem

  • @princemasango4264
    @princemasango4264 Рік тому +1

    UNKULUNKULU abenawe Nongalo muhle umsebenzi wakho u are the best aphi ama councilor makunje baphi osopolitiki makunje uzobabona ngemilomo emide next year sebefuna amavoti

  • @phiwesthemba
    @phiwesthemba Рік тому

    Hey wangikhumbuza esami isalukazi,kwabanzima ukuhola kwathatha isikhathi
    Kodwa Nkosiyami kuzolunga gogo ma usukulowobaba
    Siyabonga baba usizo lwakho

  • @nonjabulonxele7050
    @nonjabulonxele7050 Рік тому +1

    Eish kunzima 😢 and ngyabaz noma bahamba ngakithi sisebancane

  • @MongeziFiki-jp8hw
    @MongeziFiki-jp8hw Рік тому +4

    Unobuntu u baba Msweli❤

  • @zodwasonjica7265
    @zodwasonjica7265 Рік тому

    Yoooooo Mr Msweli
    Ozithobayo uyophakanyiswa
    Nawe uNkulunkulu uzokuphskamisa

  • @snethembahlangu6794
    @snethembahlangu6794 Рік тому +1

    Kodwa Msweli uymele South Africa

  • @thandingubane4901
    @thandingubane4901 Рік тому +1

    Soyabonga baba Msweli ngomsebenzi wakho omuhle awuyikubongwa emhlabeni uyobongwa ezulwini .Big up Ngwenya

  • @vistom5784
    @vistom5784 Рік тому

    Kwaze kwabuhlungu yaz lomama ustrong noma exoxa uyambona ukuthi sewamukele isimo sakhe,ey uNkulunkulu babu Msweli akubusise ungena ngisho la kungangeni khona amaSocial worker

  • @sthembisomagubane-lj4pi
    @sthembisomagubane-lj4pi Рік тому

    God bless you Mr Mseli keep on helping others mkhaya from Mtubatuba

  • @zandilemakhathini7855
    @zandilemakhathini7855 Рік тому

    Awu kodwa baba Msweli , uyisibusiso Nkosi yami .Uyindoda emadodeni , Siyabonga naku mndeni wakho.

  • @YoliswaDlamini-x2d
    @YoliswaDlamini-x2d Рік тому

    May God bless u baba Msweli also naye umama unentliziyo entle bakwith and she is having hope may Gof bless u nezingane nonke nje

  • @nqobilethwala7241
    @nqobilethwala7241 Рік тому +3

    Baba Msweli ngiyabuthanda ubuntu onabo

  • @slulu7352
    @slulu7352 Рік тому +1

    Wow...🙊🙊, God bless you Mr Msweli.

  • @khulekanimhlongo4210
    @khulekanimhlongo4210 Рік тому

    Uyakholwa ngempela u Ayanda yinto engabe yenziwa amakholwa lena kodwa uwabona ehleze.ezivalele emasontweni nalohumeni wamasela awe anc

  • @siviwembatane3600
    @siviwembatane3600 Рік тому +2

    We don't have government leaders here, how can SA don't have IDs, while Zimbabwe's, Mozambique's and Nigerian having our IDs

  • @thobileadorakhumalo3362
    @thobileadorakhumalo3362 28 днів тому

    Ngaze ngamthanda umam' Buthelezi. Unenhliziyo emnene. UThixo aze angenelele kulesimo sakhona

  • @vusimumbo8647
    @vusimumbo8647 Рік тому

    Ngiyabonga baba msweli abantu abanjenganawe kulomhlaba babili bathathu konke okuhle okwenzela abantu kuyisibusiso esihle qhubeka njalo uthixo akubusise

  • @celumusazikhali7040
    @celumusazikhali7040 Рік тому +1

    😢😢😢Kunzima ngempela South Africa nkulunkulu wami koda koda abaphathi bezwe baphila mpilo emnandi nemindeni yabo, beba neyimali zihlale kosofa kunabantu abaswele ngaloluhlobo.

  • @thandiwemabaso9463
    @thandiwemabaso9463 Рік тому

    Babu msweli ijehova kugcine nami kunomakhelwane wami onenkinga efana neyalomama ngyafisa esizakale manje ngazi ungamthola kanjan. Ngyathanda esizakale baba ngyafisa ukuchumana nawe ngyacala

  • @KhethiNdima
    @KhethiNdima Рік тому +4

    So humble down to earth so kind

  • @NoziphoZondi-mt9cp
    @NoziphoZondi-mt9cp 15 днів тому

    Kodwa ugogo isigqoko sejackethi phambii kaswelii kadee baziii ukuthi umsweli uyezaaa bebefuzee balungiseee ugogo kahleee

  • @phumlanincanana1637
    @phumlanincanana1637 Рік тому

    Uncono umama uphilanalo impela usisi kodwa ngithanda ukuthi ustrong nkosyami ...uJehova amsize😢😢

  • @EstherZinhle
    @EstherZinhle Рік тому +1

    Thixo wami baba msweli nkulunkulu akuphumelelise

  • @ziningimkhize3318
    @ziningimkhize3318 Рік тому +1

    Ndla engikukhonze ngayo baba Msweli awphakeme fana no bhuti wakho lapho efika khona uba yileyoto ephilwa lapho

  • @NtokozoGumede-h2s
    @NtokozoGumede-h2s Місяць тому +1

    Kubuhlungu ukuhlupheka bakwethu

  • @siphethobuthelezi4131
    @siphethobuthelezi4131 Рік тому +1

    Backbone ke labaabathwele kodwa abasizi ngalutho.

  • @florahoko5659
    @florahoko5659 9 місяців тому

    Hayi lotata Di dithada itlhi Zo yakho kakhulu o thixo makakusikele❤❤❤

  • @SimosakheSikhakhane
    @SimosakheSikhakhane 9 місяців тому

    😢 yooo ashiii kwaze kwanzima

  • @Samkelo-sw4zx
    @Samkelo-sw4zx Рік тому +1

    Ubonisa ukuba yindoda lo baba 🤞

  • @ziphimakanuko9187
    @ziphimakanuko9187 Рік тому

    Ngyanethemba ma South African uyosizakala umndeni❤

  • @bhekimsani8940
    @bhekimsani8940 Рік тому +1

    Asibasizeni please people 10r uzokwenza imphilo yinhle

  • @thandomdlalose6794
    @thandomdlalose6794 Рік тому +1

    zaze zanenhlonipho izingane, ziyaphuma uma abantu abadala mebekhuluma

  • @MadohBonisiwe
    @MadohBonisiwe 5 місяців тому

    Bab' uMsweli kunzima kodwa nje sibonga ukuthi uThixo wasilethela wena uNkulunkulu akubusise

  • @sinethembasinenhlahla1996
    @sinethembasinenhlahla1996 5 місяців тому

    A humble man❤❤

  • @muziwendoda8553
    @muziwendoda8553 Рік тому

    Sekuwena ithemba lesizwe msweli syabonga, Koda ababe besadliwa nawu nembeza abantu abavotelwayo njengamakhansela nezi meya abantu behlupheka kanje

  • @ntombelangiphile8508
    @ntombelangiphile8508 Рік тому

    Bese kba khona ojabulayo ahlekise ngawe kulobo bunzima kulungile bafwethu

  • @promisejuqu7592
    @promisejuqu7592 Рік тому +1

    Siyabonga babu Msweli

  • @calalinifakude3422
    @calalinifakude3422 Рік тому +1

    Kunzima ngempela baba vula isikhwama sabo sibone kwenziwa njani

  • @mbhekiseningonyama8344
    @mbhekiseningonyama8344 Рік тому

    Unkulunkulu akubusise Babumsweli🙏🙏

  • @hlengiwemaphalala1613
    @hlengiwemaphalala1613 9 місяців тому

    Nkosyami ingathi kungangena nogandaganda lapha egcekeni ngoba inkulu indawo balime batshale ingadi, isishebo badle.

  • @nkosinathiringane7833
    @nkosinathiringane7833 Рік тому

    Babu Msweli, ake ufikelele ukhehlelezi nalebhakede umcele on behalf of me

  • @mfanafuthimfanahphoswa9621
    @mfanafuthimfanahphoswa9621 Рік тому +2

    Kunzima emhlabeni nkosi😢

  • @rututhemba4396
    @rututhemba4396 8 місяців тому

    Muhle umsebenzi wakho Bab'Msweli futhi uyancomeka. Inkosi ibusise kuwo wonkhe umdeni wakho.

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 Рік тому

    Awuu madoda kunzima kulomdeni sizani mzanzi pls 😢, impilo ayimnandi kulomdeni, elimpopo

  • @sontozuma9309
    @sontozuma9309 Рік тому +1

    Kuyusizi lumuntu onyama lukhulu nkosi yami

  • @mbuzenimkhwanazi2513
    @mbuzenimkhwanazi2513 Рік тому +1

    Kodwa babu msweli ukba ungumongameli ngbe sinazo zonke izidingo emiphakathini ykithi .bukanje bathule engathi ababoni ukuthi wenzani.

  • @mpumelelobuthelezi5644
    @mpumelelobuthelezi5644 Рік тому +3

    Waze wakhohlakala lobaba okunguyena ok’mele ngabe ubheke lomuzi.

  • @phumzilengobese8228
    @phumzilengobese8228 4 місяці тому

    Ukuhlupheka kungihlanganyela😭😭😭

  • @MPENDULOMTHEMBU-w2y
    @MPENDULOMTHEMBU-w2y Рік тому +1

    Unkulunkulu uyabona msweli qubekanjalo

  • @khulekanimhlongo4210
    @khulekanimhlongo4210 Рік тому

    AKUKHISHWE LAMASELA AKWA ANC WAMASELA KUNINI BESIHLUKUMEZA LABANTU ABAMNYAMA FUTHI.

  • @sphesihlesiyanda48
    @sphesihlesiyanda48 Рік тому

    Mmmh kwelakithi usisi kazi liyophela noma cha

  • @bonginkositembe6456
    @bonginkositembe6456 Рік тому

    Inkosi engaty ngakwandisela msweli kulokhu okwenzayo ngoba syazibonela