This is painful. The lady can bring an ex parte application in court to have the child declared dead. I can try to assist her in bringing the application.
BabuMsweli i just recently found you umsebenzi wakho muhle and ubalulekile the are few people like u mawuphumelele umsebenzi wakho I SAP ke yona angifuni nokuphawula ngayo
Mina angisathembi muntu kulelizwe . Kwamaphoyisa siyakuwo ngoba siwathembile , awasicabangeli njengabantu uma nje wona ehholile aqedile okunye nje abanendaba nakho 🤧. Cc we are with you in our prayers may your cry be heard.🙏🙏🙏
Yoooo cc I feel you ,everypain odlula kuyona angaz ngthini askies cc ngisezicathulweni zakho and ukukuzwa ubala iminyaka ewu7 ngyazibuza nkosi ngzokwaz yini mina njengoba kunzima kusukela ngo April mntanan emuke nezkhukhula till today akaze kutholakale lutho no closure nothing nje angaz namanje ngphila kanjn but cc ubestrong I wish ngingakubonela eduze ngikunike leya hug noma ubuhlungu bungeke buphele nje but ukwaz ukuthi lestimel okuso awuwedwa nam ngikhona ku passenger seat ese back maybe one day ,one day soyithola injabulo
Kubuhlungu ukushonelwa ingane igulile noma ilimele wazingcwabela, I can't imagine what you are going through, you are in the right channel uzosizakala.
One thing i have found out about this country is akunakwa yonke into they take things litely even some other countries that ur smaller than us are doing better than us, That's why even foreigners are disrespectful to us to a point of ruling us and telling us what to do ngoba asinaki we take everything litely even noma kumele sibe serious asinaki izinto
Esh 😭😭😭😭istory sakho sifananse cc nesenzeke ekhaya ngomhlaka 11 September kwakuyisonto this year ingane kacc since yahamba nolwandle esodwana bay kuzekubemanje sisabheke endlelen sibheke into engazi ukuthi eyanini ngyazwelananawe cc wami qhina ume isbindi dadewe2 😭
Blessed 're those who mourn,God will comfort them.Yes,be comforted,cc.Condolences!!!Thank u so much bab'Msweli for dealing with these sad cases,yes,to intervene & to get the solution.Bab'Msweli,u 're people's choice,keep up the good work!!!Kindly supply us with 'ur phone number.U 're a blessed soul.Stay blessed.
I somehow think the boy ubehlezi nezidalwa zakubo and the mistake that was done was to upset the ancestors cause they want to work in peace and not to be disturbed.
Sometimes impilo isifundisa kuthi emhlabeni baningi abantu unkulunkulu abaletha emhlabeni for nothing how came this painful story take so long to be complicated, I feel sorry for this lady 😢 may God bless her. But for my side kukhona izinto zesizulu okumele azilungise naye, kukhna okungalungile ,
how does one get help to expose corrupt cops. my cousin got arrested for seeking justice after reporting a housebreaking in May he got an sms to come to the police station he went there after school thinking it's about the case only to be arrested with the alleged perpetrator who told the police that he was working with him and has a gun. the police never went to search his room they just took the word of the perpetrator this happened efeni in Mpumalanga
Eyi nkosi yam kwaze kwabuhlungu,ingabe kanti kusetshenzwa kanjani la emaphoyiseni,kungaze kupheke 7years umuntu ehamba into eyodwa ehanjelwe yingane kabuhlungu kangaka.Yini umsebenzi walamaphoyisa wethu e South Africa.Afana nezinto ezingekho nje.
Omunye engathi 7 years mkhulu ukudlulisa Uma engazi isimo obhekene naso ukuthi you sometimes believe that Uma kufika umuntu ongamazi ekhaya uzitshele ukuthi uzothi Simtholile wozani nizombona😭😭phephisa cc
This is painful. The lady can bring an ex parte application in court to have the child declared dead. I can try to assist her in bringing the application.
Kwaze kwabuhlungu shem😭😭😭😭
Asithembe wagcina esizakele.
The pain of loosing a child is unbearable, it does not go away.
May God Heal you and your family.
Nkosi engcwele ngenelela Moya weqiniso,sithembe wena uthi ezwini lakho angeke usishiye,hamba nosisi indlela yonke. Amen
Bigup Bab'Msweli ngokuzinikela ube izwi labangenazwi ume njalo uThixo akwandisele
Siyabonga BabuMsweli ngokuziveza ukwazi ukusiza usisi... Sengathi UNkulunkulu angenza icebo umama asizakale futhi uphole...
I can't stop crying this is cutting too deep. Ngathi kungalunga konke Sisi uphole
I can't control my tears
Nkulunkulu ngenelela
BabuMsweli i just recently found you umsebenzi wakho muhle and ubalulekile the are few people like u mawuphumelele umsebenzi wakho I SAP ke yona angifuni nokuphawula ngayo
I wish I could help but the is nothing i can do but I'll put her in my prayers
Mina angisathembi muntu kulelizwe . Kwamaphoyisa siyakuwo ngoba siwathembile , awasicabangeli njengabantu uma nje wona ehholile aqedile okunye nje abanendaba nakho 🤧. Cc we are with you in our prayers may your cry be heard.🙏🙏🙏
Engabe kwenzakalani ngalomntwana nkosiyami
Siyabonga Bab Msweli siyathemba usisi uzosizakala masekungene wena ibuhlungu lendaba amaphoyisa awafuni ukwenza umsebenzi wawo
Baba ngwenya haaa moyongcwele walethwa inkosi wena nabo,bonke osebenza nabo ningapheli amandla usizi olungak!amaphoyisa awenzu msebenzi Uma bengakwazi good luck ngwenya
Yoooo cc I feel you ,everypain odlula kuyona angaz ngthini askies cc ngisezicathulweni zakho and ukukuzwa ubala iminyaka ewu7 ngyazibuza nkosi ngzokwaz yini mina njengoba kunzima kusukela ngo April mntanan emuke nezkhukhula till today akaze kutholakale lutho no closure nothing nje angaz namanje ngphila kanjn but cc ubestrong I wish ngingakubonela eduze ngikunike leya hug noma ubuhlungu bungeke buphele nje but ukwaz ukuthi lestimel okuso awuwedwa nam ngikhona ku passenger seat ese back maybe one day ,one day soyithola injabulo
Kubuhlungu ukushonelwa ingane igulile noma ilimele wazingcwabela, I can't imagine what you are going through, you are in the right channel uzosizakala.
Kodwa Jehovah 😢bahlukunyezwa kangaka abantu bakithi amaphoyisa ase SA okufanele ngabe bayasivikela. Jehovah ngenelela usize lemindeni Nkos Yam🙏
😭mhu Kwaze kwabuhlungu,ewu Ngenelela Ngwenya🙏🙏🙏
Ooh yaze yabuhlungu inhliziyo yami. I pray to God ukuthi uthole lonke usizo oludingayo Mamma. Hugs
Yoh yoh yoh cc wami angazi noma ngithini kdwa ubuhlungu bakho izinto odlula kuzo zinzima ungaphili moya kuzolunga futhy nkoke okudingayo kuzo vela obala ithemba alilahlwa mntaka mah lona eskhonzayo akalali futhy akozeli one day is one. Qina cc wami
One thing i have found out about this country is akunakwa yonke into they take things litely even some other countries that ur smaller than us are doing better than us, That's why even foreigners are disrespectful to us to a point of ruling us and telling us what to do ngoba asinaki we take everything litely even noma kumele sibe serious asinaki izinto
Mawu ngaba bekela ukwenz ubugebeng nje number one makumel kusizw umunt khohlw
Nokuthi la eMzansi kusizakala osaziwayo nomntakabani. Uma ucabanga uma ingane yesikhulu thizen yayingashona kanje, kuthuleke iskhathi esngaka? I doubt. Ibuhlungu indaba yokunganakwa ngento encane njengedeath certificate.
Obonayo lomyalezo bengicela ukuzwa ukuthi uBaba uAyanda Msweli kuxhumaneka kanjani naye?ngyabonga.
Yaze yabuhlungu ndaba kacc ncese yangikhalisa kwaymina phephisa cc
Syabonga baba Msweli , inkosi ikubusise. Ncese cc wami engathi kungaqonda konke🙏
Yooooo kwaze kwanzima ngath ucc angasizakala
Uthi uyabheka inkinga onayo ayifani neyabanye 😭😭😭😭😭😭💔💔💔 ngokungalahli ithemba nomkhuleko kuzolunga 🙏🙏🙏
Supporting U Always BabMsweli keep up the good work
Kwaze kwanzima ukuphila sengathi ucc ungasizakala. Syabonga babu msweli
Esh 😭😭😭😭istory sakho sifananse cc nesenzeke ekhaya ngomhlaka 11 September kwakuyisonto this year ingane kacc since yahamba nolwandle esodwana bay kuzekubemanje sisabheke endlelen sibheke into engazi ukuthi eyanini ngyazwelananawe cc wami qhina ume isbindi dadewe2 😭
Blessed 're those who mourn,God will comfort them.Yes,be comforted,cc.Condolences!!!Thank u so much bab'Msweli for dealing with these sad cases,yes,to intervene & to get the solution.Bab'Msweli,u 're people's choice,keep up the good work!!!Kindly supply us with 'ur phone number.U 're a blessed soul.Stay blessed.
Ngathi angasizakala it's been too long. I can't imagine her pain, all she's seeking is closure💔
Maphoyisa niyadlala nga Bantu ukuthi nisize usisi kungani nenza lento kumuntu ngenganee yakhe nisile shem kazi nina nophelelaphi nasiphatja kanjani , Hayi nonke nina niyazazi uNkulunkulu unibhekile nizibangel amabhadi umuntu makakhala nje ngengane yakhe . NXESE sisi ,uzokusiza uMsweli .
Such a sad story ...ngicela onolwazi angisize ngezinumber zika BabuMsweli
💔 Ai kulungile Babumsweli UThixho uzongenelela kule nkanankana yimbilento yalabantu abanga sebenzi ngendlela
Ey ngoba amaphoyisa...mnxm! Sengathi ungasizakala cc.
Ndicela icontact numberrt kamr Ayanda Msweli
Syabonga Msweli ngokungenelela😭😭😭😭
Yooo cc ngizwelana Nawe xem🥰 izinyembezi zigcwala ubuso ubuhlungu obunjena obhekene nabo😭😭
The level of incompetent to our people who work under government is very shocking.
Payday is more important to them
Badelela kabi
Siuabonga mkhaya wami umsweli kuhle okwenzayo and idlela owenza ngyo ungaty awuzalwa emtuba abantu abaningi uma bephumelela bayawashiya amakhaya abo noma awakubo
God bless u bsba Msweli
So much is happening in South Africa. So complicated sad stories 😮
Kwaze kwabuhlungu even if u ufuna imali so kunjani imali yomntwana wakho yaze yabuhlungu lendaba... 🙏🙏🙏🙏
Eyhi......kwaze kwabuhlungu Emzantsi, I am so broken by her pain.
Ngyamethemba uMsweli uzokusiza dadewethu kodwa siyaya eZulwini kubo bonke abakwehlisa bekwenyusa ngaloludaba 😭😭😭😭😭😭😭😭😭 GOD MUST HELP ..
#kwanzima Cc.Uzophendula uThixo ngelinye ilanga.Qina loma kubuhlungu.Inkosi yiyo ekwaziyo.Ngaze ngezwa ubuhlungu
Ngiyabonga cc wami kakhulu
Phephisa sisi kodwa kuzolunga ngiyamethemba uBaba uMsweli
Ngaze ngakhala ekuseni 😢. Kubuhlungu ngempela
ey amaphoyisa ase south africa ey😢😢
I somehow think the boy ubehlezi nezidalwa zakubo and the mistake that was done was to upset the ancestors cause they want to work in peace and not to be disturbed.
Awu
Elinye izwe leli esiphila kulona kulezinsuku zethu
I pray that she gets help🫂
Siyabonga Msweli
Uyi Ngwenya ngempela Msweli hau lendaba ngiyazi kahle nje nami kuyathusa nje ukusebenza kwamaphoyisa akulesasteshi, nokuthi nje abakusizi ngento abayaziyo ngoba phela amaphoyisa endawo angcwele laphana. Kunzima
Kwaze kwabuhlungu izinyembezi ziyazehlela😭😭sengathi ungasizakala cc
Nyazi lwezulu kwenzakalani emhlabeni wakho nkosiyamakhosi Shembe svikele baba
😢😢 Ai sisi ngaze ngabuhlungu ngongalutholi usizo ai knamaohoyisa avele akhulume kwedelela angazi noma indlela yokuthi uma sebumnyameni ubukelwa phanzi futhi awuthathwa crc sesethemba umdala wensuku
Mmm Phephisa Sisi Wami Asethembe unkulunkulu Emuhle Uzoluthola Usizo Nalokho Nje ukuthi ucabange Baba Msweli Yilona icebo linkankulunkulu
Kwaze kwabuhlungu sisi keep on praying
Ngaze ngabuhlungu awuh ngenelela jesu kanty senzani bawo?
Mweli,uyiqhawe mfowethu,uzosizaka girl
Yoh i remember sorry my sister😢😢
Babu Msweli azi uJehova akakwenzanga ngan uMongameli walelizwe izenzo zakho ziyawududuza lomhlaba
phephisa sisi unkulunkulu akuphe amandla okubhekana nalesimo esibuhlungu kangaka 😥😥
Kwaze kwanzima kwabuhlungu ngendlela esiphathwa ngayo💔💔 asethembe kuzolunga manje kodwa
💔💔💔ngaze khakhubeka nkosi kwaze kwabhlungu
Lento yaba seshi ku SAPS idinga ukufakelwa izibuko.Vele kuthathwe abantu abangazi lutho.
Usisi uma edinga I death certificate yomuntu ongangcwatshwanga ongazange Abe neBI 1663 neberial order kumele aye enkantolo esebenza lendawo okwaminza khona ingane yakhe abatshele uzofaka isicelo se presumption of death uhlelo lonke uyobe eseluthola enkantolo leyo kuze kube kuphuma I death certificate,kuba neminyaka elindwayo kusukela umuntu anyamalala kuze kufike la usungakwazi khona ukufaka lesi sicelo.
Ubeke nje inhliziyo phansi ulandelele ngesineke kuzolunga.
Kwakuhle loku okwenzayo ngokuthi unikeze usisi ulwaz aludingayo ukuze asizakale. Ibuhlungu yona lendaba kalosisi bakithi
Ngaze ngakhala kwaze kwaze kwabhlungu ukuba umzali😭😭😭😭
Kubuhlungu nkosi yami😭😭😭😭 eyi msindisi oyingcwele 😰 makasizwe losisi
Ngaze ngabuhlungu ekujuleni kwenhliziyo kubuhlungu ukuba umuntu wesifazane ngoba kwabasenagunyeni uthathwa noma ikanjani itshelwe noma yini,
Aw msweli !!
Ongenamandla angabuki?
Uyabheda msweli
😓into ebuhlungu ukuthi bayakwaz ukusiza amandiya nabelungu thina asiyilutho
Mmh kwaze kwabuhlungu nkosi yami 😭💔
Angikaze ngikhale kanje,ngendlela Baba konakele esizweni esiMpisholo,Ubuntu abusekho Kazi konakelephi,ungathi mina ngisakhala nanamhlanje,agula ngabamba ngayeka,kodwa njalo ngo- Dec 13 ahamba ngawo😭😭 mango Mashi nge b/day yakhe,yooh
Yoh ngiyabuzwa ubuhlungu bakho cc wami...Jehova abe nawe ukuthole konke okufisayo..
Ya sis uyabuva buhlungu mani kodwa tsemba msweli utawusitakala
This is soo painful 💔💔 I hope she gets the help she needs
Mawukholelwa kwisintu cc Sukuma uyobheka, ngoba ulwandle ngeke lumgcine mntwana engasaphile, kungenzeka waphumela kwenye ndawo, noma ugcinwe abaphansi(uyathwasa) ingakho nezinto zakhe zingakhanyi (death certificate) mhlampe usaphila. Nake namaPhupho. Ngifisa uthole clousure cc.
Kulukhuni ss wam kodwa ikhona indaba efihlakele ngalendaba yengane bheka ndawo zonke ss wam nesintu nawe ulzile ukudla ucele ku Mdali azibonakalise lizovela iqiniso
Mama wabantu
Ngicela ungazixakanisi ngezinto eziningi.
Thola I death certificate bese uqhubeka nempilo.ngova sewamukela ukuthi ingane yashona.
Banigi kabi abantu abangatholakali.uma adliwa usharka?
Waqala ukuyibhula nje uzozilandela amanzi ngonsele. Banamanga labantu okuthiwa bayabhula.
Uma ngabe behula ngempela abaziboni ngani lezingane ezikidnephiwa imihla namalanga
Kudlalwa ngokuhlupheka kwabantu.
Emoyen wami kunento ethi ulwandle aluhlali nomunt isikhath eside nginethemb lokuth mhlampe yinto yesizulu sesisid isikhath kubuhlung
Baye bathi Uma ungena emanzini ngoba uyothwasa awugumuli awubikezeli kodwa lo wami umfana wafika wakhumula wasala nge trunk wabhukuda entanta ku cocoa ayefike nawo ababonayo bath babons u cocoa usuntanta wodwa mabephosa amehlo.nanguya eyoshona eveze isandla💔💔till today wasithela kanjalo
Tjoe hlala emkhulekwen nkosyam
Ngeke 7 years this is gross . I’m sorry Cc we thank For Babu msweli help is on the way huggs beautiful 😍
Umntana yena ongatholakali🥺😭😭izimo esidlula kuzo noJehova kube ngathi uthule😭😭😭eyyyy nabasebenzi abangawthandi umsebenzi wabo🥺🥺
Sometimes impilo isifundisa kuthi emhlabeni baningi abantu unkulunkulu abaletha emhlabeni for nothing how came this painful story take so long to be complicated, I feel sorry for this lady 😢 may God bless her. But for my side kukhona izinto zesizulu okumele azilungise naye, kukhna okungalungile ,
Eyi Nkosi yami ngavese ngafikelwa izinyembezi. UNkulunkulu akakusize
Umoya wakho uphole mama💔💔💔
Kwaze kwabuhlungu shem
Nkosyami kwaze kwanzima South Africa umdali aze amkhumbule umawengane hloboluni lwamaphoyisa lolu 🤔
BABA UMSWELI SYABONGA SYABADINGA ABANTU ABAFANA NAWE ABASIZA BENGABHEKE NZUZO DADEWETHU UTHIXO APHOLISE LESO SILONDA💔
Babu msweli syabonga ngemisebenzi emihle
Yaaaah ne ayi kunzima
Kwabuhlungu kodwa inkosi ibenaye usisi akhone ukudlula kulobubuhlungu obungaka
Aw shame ngwenya imbi lento oyenziwa ingalo yomthetho. Phezu kwalokho sethembele kubo.
SAPS🚮
UJehova uzokulekelela cc sry mfe2 ibhlungu lento abantu abasebenzela uhulumeni bayadlala ngesizwe
how does one get help to expose corrupt cops.
my cousin got arrested for seeking justice after reporting a housebreaking in May he got an sms to come to the police station he went there after school thinking it's about the case only to be arrested with the alleged perpetrator who told the police that he was working with him and has a gun. the police never went to search his room they just took the word of the perpetrator this happened efeni in Mpumalanga
Eyi nkosi yam kwaze kwabuhlungu,ingabe kanti kusetshenzwa kanjani la emaphoyiseni,kungaze kupheke 7years umuntu ehamba into eyodwa ehanjelwe yingane kabuhlungu kangaka.Yini umsebenzi walamaphoyisa wethu e South Africa.Afana nezinto ezingekho nje.
Omunye engathi 7 years mkhulu ukudlulisa Uma engazi isimo obhekene naso ukuthi you sometimes believe that Uma kufika umuntu ongamazi ekhaya uzitshele ukuthi uzothi Simtholile wozani nizombona😭😭phephisa cc
aikho into ebuhlungu njengokubona omunye umunt ekhala Nkosi ujesu kwenzakalani kanti emhlabeni
Kubuhlungu kuyankenketha kanti unembeza sewayaphi ebantwini. Engathi usizo lungatholakala
Kodwa nkosyam sekungaze kulindwe u 5 yrs wonke pho kubekwaziwa ukuthi umtwana uminzi usuke esenjan loyomuntu emanzin abukho nje ubulungiswa kule case
Kubuhlungu and kuzima sinamaphoyisa kodwa umsebenzi wawo awawenzi yiwo asihlukumezayo kunokuthi asivikele
Yooh angikaze ngakhala kanje...tooo painful and unbearable
Ngenelela Nkosi
😢 😢mina ingenze ngakhala kwabuhlungu ngisho emphimbo isbibithwane nokho losisi ustrong ibuhlungu lento ngimfisela inhlanhla lento ngake ngayibona yenzeka ebhishi kumuka abantu ababili sibuka endaweni eyodwa ngaphuma ngakhipha izingane zami ngagcina ngci ukungena olwandle
Yaze yabuhlungu indaba ka Sisi asthembe unkulunkulu uzongenelela akuthole ukuthula ucc😭😭😭
Msweli uyobongwa nasemazulwini ngegalelo lakho
Mmmmmm kwanzima qina cc
Ewu kwaze kwabuhlungu
Uyabona amaphoyisa ngempela ayikho lento yabo nje azisebenzi lezizinto miningi kakhulu leminya kodwa asethembe kuBaba uMsweli uzoba nosizo
Iqaba le phoyisa nje kanti ukufounelwa ngamabhulu kusho ukuthini nxa ...