izimpawu zedlozi inzuza episode 1

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 23 січ 2025

КОМЕНТАРІ • 325

  • @khathinikhathini
    @khathinikhathini  2 роки тому +13

    le video will forever live enhliziyweni zabantu even sengingasekho emhlabeni .wonk umuntu oyibukile imshiya ezazi ukuthi ungubani .if bekune youtube video awards trust me it would sweep all the awards

  • @sezaneledlamini5548
    @sezaneledlamini5548 3 роки тому +5

    oh wow this is very informative way you explained everything siyabonga kwande

  • @sibusisosithebe6629
    @sibusisosithebe6629 3 роки тому +6

    Amen khehla, waze wayichaza kahle nayi into yomtomdala

  • @doubleBha66_xaba71
    @doubleBha66_xaba71 3 роки тому +7

    Inkos' ithelumusa khehla🌊❤🙏🏿

  • @nombulelomamba502
    @nombulelomamba502 3 роки тому +2

    Ngiyabonga Khehla uyishaye khona.

  • @Lwandle666
    @Lwandle666 2 роки тому +1

    Well explain mkhulu ive never heard a person explain inzunza the way you did thank you very much 🙏🔥🔥🔥🔥🔥

  • @banelemakhanya1049
    @banelemakhanya1049 3 роки тому +5

    Uthunyelwe kumina uqobo syathokoza edlozini 🙌

  • @nobuhlentombela8519
    @nobuhlentombela8519 2 роки тому

    Ayyy imina loyo angifunwa esithubeni nje and sengize ngibe umuntu oziphilela yedwa. Ulaka Jehova ave nginalo abantu bayangesinda

  • @zamogcwensa5269
    @zamogcwensa5269 3 роки тому +2

    Wayichaza mtwana we Thongo yazwakala mina bengisadidekile kuth kwenzakalani ngami ay sengizwile

  • @nelisiwebulose8019
    @nelisiwebulose8019 2 роки тому +2

    Waze wangisho bo thanks

  • @lindelwaleerh1281
    @lindelwaleerh1281 2 роки тому

    Thokozaaa Mkhulu ❤️👏🏾 syabonga ngo lwazi ngifuna ukwazi ngabalozii ke ngoku

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 роки тому

      bheka video yam khona kule channel echaza ngabalozi

  • @nobantuprudence4011
    @nobantuprudence4011 3 роки тому +1

    Wayishaya Mkhulu , Thokoza khehla. Uzwakele

  • @sthe1867
    @sthe1867 Рік тому

    Aybo khathini Khathini it's october 2023 ukuphi? Phela Mina I enjoyed ukulalela izifundiso zakho

  • @yandiiyandii5544
    @yandiiyandii5544 3 роки тому +2

    Siyabonga kakhulu kehla waze wachaza kahle, kwakhanya bha

  • @lindelanimdletshe8850
    @lindelanimdletshe8850 2 роки тому +1

    Thokoza mkhulu👏🏾👏🏾👏🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾🙌🏾

  • @bawinilesosibo9364
    @bawinilesosibo9364 2 роки тому +1

    Bayede🙌Mkhulu kanti usho imina yini ngaze ngahlupheka ungathi uhlolela Mina😭😭😭🙏

  • @intathelikayoutube
    @intathelikayoutube 2 роки тому +1

    Syabonga kakhulu sifunde lukhulu

  • @mmbalidinah598
    @mmbalidinah598 3 роки тому +1

    Wow angifuni ukungasho, ukhuluma ngami exactly

  • @yvonnememela918
    @yvonnememela918 3 роки тому +2

    Waze wangichaza. Zonke izinto ozibalile yimi lowo.

  • @masizolegusha9021
    @masizolegusha9021 Рік тому

    Kehla lama kehla..ndiyaqala ukuyivha ingcazelo ngenzuza ejulile kwaye ecace okwekati emhlophe ehlungwin ndingumXhosa kudala ndifumana abantu bathi bayandisiza but siphele singazwani ..ndingowase Eastern Cape itown yase East London..ndingathanda kabi ukwazi intsebenzo yakho ukuth ihambisana kanjan👏👏👏

  • @sindiayanda291
    @sindiayanda291 6 місяців тому

    Kwachazwa mina uqobo 😮😮iYhoooo😢

  • @sibongilecele1185
    @sibongilecele1185 3 роки тому +4

    Ngiyabonga makhosi wayichaza kahle Indaba yenzuza

  • @BonginkosiNkosi-nt9mt
    @BonginkosiNkosi-nt9mt 6 місяців тому +1

    Bhuti njn mina ngilana tongaat magwaveni inkingayami ngiphupha inyoka nje enkulu kakhulu ingithathe ingene nami emanzini sekukaningi kodwa ayingidli ihambanaminje ingibeke phakathi nendawo lana engisuke ingiyisakhona

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  6 місяців тому

      yiyo le video eyimpendulo engadige kutolikwa

  • @janetk3276
    @janetk3276 3 роки тому +2

    I'm stiches because I'm a threat hell of a threat to my manager. I have been depressed admitted to psychiatric hospital twice but now I took it upon myself to soldier on. I made a decision that I will never go back again and not in this lifetime anyway. I'm assertive and not aggressive and guess thats what is a big hurdle for many to pass. You've put everything into perspective as to why the authoritative and orderly way of doing things comes along and it clear. It never made sense for the longest of time. We are raised in church going families and yes they know ancestors are there but they are not waist in too dee into practices. My skin is crawling and gosh I really appreciate it Sir. God bless and may you see many more years of your life and grow old. I stumbled on your video after doing every thing you said but I guess overtaken my people ahead. Im sick and came near heavens door. Thank you so much. Godspeed

  • @Mpilonhleandmvelo
    @Mpilonhleandmvelo Рік тому

    Thokoza mkhulu syabonga Waze wakhuluma ngami

  • @johannamahlangu6901
    @johannamahlangu6901 2 роки тому +1

    Syabonga kakhulu usizo lakho

  • @nomkhonogcwensa5013
    @nomkhonogcwensa5013 3 роки тому

    Waybeka khehla yim loyo siyathokoza ngolwaz 👏👏👏

  • @nicolendlovu8984
    @nicolendlovu8984 3 роки тому +1

    Thokoza Mkhulu ..bengisacela ama videos ngesthunywa

  • @busisiwemashaba3524
    @busisiwemashaba3524 3 роки тому +1

    Siya bonga

  • @djsakikillert.c7140
    @djsakikillert.c7140 3 роки тому +3

    Siyabonga, plz make more videos

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 роки тому +1

      tomorrow monday i will 2 more videos explaining about isthunywa and abalozi nezinto ezenzeka kuwe if uwumuntu onesthunywa or abalozi

  • @siyathemba2825
    @siyathemba2825 Рік тому

    Wow ungathi usho kimi mkhulu sengicela,inumber ngikwenze konke kodwa ugobela wami uvele wanyamalala nje ngoba bese ngibona konke sengimtshela mina angazi noma bese ngiwrong yini mkhulu konke okushoyo yimi nje actual im in tears rite now😢😂😂

  • @nellypenny1712
    @nellypenny1712 2 місяці тому

    Ayi siyabonga mkhulu manje kuyenzeka yini likuyekise umsebenzi

  • @NokuthulaKhumalo-tm9xc
    @NokuthulaKhumalo-tm9xc Рік тому

    Kodwa Khehla ukuphi nendawo sisizakale isizwe .ngathi usho Kim . 😂😂😂😂🙌🙌🙌

  • @thalitahcum1007
    @thalitahcum1007 3 роки тому +2

    Thokoza mkhulu 👏👏... manje ngabe bonke abazalwe be mbhethe ngabe banayo inzunza 🤔🤔🤔

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 роки тому +2

      no bakhona bazalwa bembethe kodwa bengabi nayo .kodwa futhi awubi nayo ungazalwanga wembethe .

  • @nthabisengmohale1549
    @nthabisengmohale1549 3 роки тому

    Syabonga baba ngokuchaza loku okhuluma ngakho Siyabonga kakhulu mkhulu

  • @lindiwelindi1426
    @lindiwelindi1426 3 роки тому +1

    Ukhuluma ngam straight la.mkhulu syabonga kakhulu

  • @BonisileMkhize-r5n
    @BonisileMkhize-r5n 2 місяці тому

    Hawu Baba ngathi usho Kimi angimtholi umuntu ongisizayo angisazi ngenzenjani ukhuluma nami nqo..U giphethe lomoya ngisizeni bafowethu .Abangifu no na bengibone emndenini kodwa angibenzanga lutho angisayi nolkuya emakhaya eNatal

  • @sadiasultan3977
    @sadiasultan3977 3 роки тому +1

    Ndim lowo no one can hlolaring me kehla three month ago i went kumntuekuthiwa u good kodwa hayi zange abone kwanto kehla

  • @hambakinimgodoyi8614
    @hambakinimgodoyi8614 3 роки тому

    Wena Mkhulu Uyandazi, Inkosi ikubusise.Konke kunjalo.

  • @BonginkosiNkosi-nt9mt
    @BonginkosiNkosi-nt9mt 6 місяців тому +1

    Ayi bhuti mina ngiyakuzwa yazi ushomina nje ukuphi nendawo kodwa bhuti

  • @Makhayaafrica
    @Makhayaafrica 2 роки тому +1

    Akazwani nokugeza 😅😂😂🤣

  • @vuyosigwiji9048
    @vuyosigwiji9048 7 місяців тому

    Nam ngindinga u keye mkhulu

  • @armandantombela2971
    @armandantombela2971 2 роки тому +1

    Wakhuluma ngami😳

  • @Mageza_Ngobisea
    @Mageza_Ngobisea 2 роки тому

    Amen for answering me, Benginezibuza kuthi why ngingahloleki. Ngicoswa mangiyohlol. 🙏 🙏 🙏 Amadlebe wami, ikho lokho!

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 роки тому +1

      izindlebe zenza njani

    • @Mageza_Ngobisea
      @Mageza_Ngobisea 2 роки тому

      @@khathinikhathini Kunomsindo nje othi zwiiiiiiiiiiiiiiiiiiii. kwesinye isikhathi ushaye kakhulu, kube ngathi nezinyoni ezikhalayo or macoco.

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 роки тому

      @@Mageza_Ngobisea sometimes zivaleke imzuzwana

  • @akhonasneh9863
    @akhonasneh9863 3 роки тому +4

    Mmm😭😭😭kwangathi uchazamina mkhulu sengikhathele ukuzodwa abantu ngenzelutho akulungilutho lokhu ngiphupha amamzi namajazi kdw akekho okwazi ukungisisa

  • @nathikhambule8024
    @nathikhambule8024 3 місяці тому

    Ngyabonga wena wasebukhosi ni nami bengingazazi ukuthi ngiphethwe yini. Namhlanje sengiyazi ukuthi ngiyinhloboni yomuntu ngizwa kwangathi uthunyelwe kimi. MAKHOSI..ASEBKHOSINI

  • @AnickyThuli
    @AnickyThuli 3 місяці тому

    Bengiphahla itolo edamini ngathola inkomo emantini ihleti iyadla ngase mhlangeni.... ngivele ngafuna kulala Bathi ngingalali 😢laba benginabo

  • @mxolisisabelo7784
    @mxolisisabelo7784 2 роки тому

    thokoza mkhulu sengifisa ukwazi lana ohlala khona mina

  • @Dan1n_Gaming
    @Dan1n_Gaming 2 роки тому

    Kikikikikik 🤣 🤣 ayi ngani ukhuluma nami khehla ngyaludina usizo ngoba izongimoshela umsebenzi impela ngoba kunzima sure

  • @Portia-c1c
    @Portia-c1c 10 місяців тому

    Sthokoze khehla kuzwakele🙏

  • @mabuyiprecious9191
    @mabuyiprecious9191 2 роки тому

    Hmmmmm waze wangichaza mkhulu imina lowo

  • @godfreymavunda5778
    @godfreymavunda5778 2 роки тому

    Thokoza mkhulu your are talking about me I wish to meet to see you face to face

  • @ayishaywagraphicstv146
    @ayishaywagraphicstv146 3 роки тому +1

    Kulungile mkhulu ngizo subcribe inkinga la ngifikelwa usizi nokukhala uma ngikubuka angazi kwenzenjani. Ngyaxolisa mkhulu angazi lutho ngisemncane

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 роки тому

      ngyakuzwa vele nje uzame ukuqina kodwa nokuzinika thuba lakho wedwa lokukhala kokusiza ngoba soze ube ryt zingakophumi

  • @MLUDATV
    @MLUDATV 3 роки тому +1

    Mkhulu kunjalo, nami nginakho ukubona ngathi into ike yenzeka

  • @ThembelihleMathenjwa
    @ThembelihleMathenjwa Рік тому +1

    Ukusho konke khathini okwenzeka kimi kazi ngosizakala kanjani ngoba ngigxile kakhulu enkonzweni noma okholweni kukrestu Jesu😢

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  Рік тому +1

      simple since ngyazi im a traditional healer ngzokwelapha if uyafuna thats the way yokusizakala not inkolo bcs god akayidali into aphinde yena ayibulale ngenkolo lol inkolo doesnt replace isipho nesiko

  • @bossb1195
    @bossb1195 10 місяців тому

    Just last night. I dreamt diving inside the water like I was a kids playing and I was wearing construction jacket and boots... Mina idlozi lami told me not to wear iduku zabo gaphandle, I must only wear when I'm in ndumba helping patient. Ndauwe Mkhulu....

  • @ScribblebytesWorldwide
    @ScribblebytesWorldwide 2 роки тому +1

    You got it bro. You got it. 👏👏👏 Star🌟Marine. We should have a talk.

  • @user-wf5tx1kr6v
    @user-wf5tx1kr6v 3 роки тому +1

    Bayede, siyabonga wayichaza kahle lendaba Akwande🙌

  • @ronaldmaloma4772
    @ronaldmaloma4772 3 роки тому

    I need help about thet plz 🙏🙏🙏😭😭🙏🙏

  • @sadiasultan3977
    @sadiasultan3977 3 роки тому

    Yhuuuu mkhulu wayithetha into yokuhanjwa yinto emilenzeni ungathi yinyoka ndide ndizive ungathi iyagena thokoza mkhuu ngefundiso zedlozi i wish i can meet you so tht youcan explain my dreams 😭😭😭

  • @gcinilenkambule9158
    @gcinilenkambule9158 3 роки тому +1

    Yoh, ngimi loyo

  • @olgadourado1393
    @olgadourado1393 3 роки тому +1

    Ngimi loyo

  • @lindiwenhleko5828
    @lindiwenhleko5828 2 роки тому

    Yho Mkhulu!!!

  • @treasuremkhwanazi656
    @treasuremkhwanazi656 3 роки тому +1

    😭😭😭😭 ngathi ukhuluma nami khehla sengihambe ngaliceda sengize ngiphelelwe ngamadla abantu enginatholayo baphethwe ukudlala ngami ngifunana noncedo konke okushoyo kuyenzeka manje 😭😭😭 ngifuna nendlela yokuyophetha umsebenzi wami kodwa Hai ngivele ngiphelelwe uma sengifika ngesinye isikhathi bangisuse

  • @bonisiwedlamini3989
    @bonisiwedlamini3989 2 роки тому

    😢😢😢awuuu Ai bandla konke okushilo kuyimina that’s my daily life

  • @BonginkosiNkosi-nt9mt
    @BonginkosiNkosi-nt9mt 6 місяців тому +1

    Mina ngakutholakephi bhuti

  • @Hack345
    @Hack345 2 роки тому

    Unjn Mkhulu ngicela ukubuza ukuth ubuhlali abufakwa yin ezingalweni

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  2 роки тому

      ukuboniswa emaphusheni ukuthi fakaphi YIKHO NDawo egonyelwe

  • @snehkhathi2203
    @snehkhathi2203 3 роки тому

    Cha ngeke Mkhulu, uthunyelwe kimi.

  • @JayzeeSithole
    @JayzeeSithole Рік тому

    Ngiyakhuleka emakhosini nginenkinga ethe ayifane nale okukhulunywa ngayo and ngichazeleke kahle kakhulu

  • @zaneledmadondo3465
    @zaneledmadondo3465 3 роки тому

    Cha mkhulu kukhona okutshele ngami...uchaza mina

  • @NonhlanhlaRadebe-b6b
    @NonhlanhlaRadebe-b6b 5 місяців тому

    Mkhulu waze wakhuluma ngami konke okuthintayo ngiyikho

  • @katekokomakgabokelebogathu2906
    @katekokomakgabokelebogathu2906 2 роки тому

    Mkhulu wena ukhuma ngami ngempela ngiyahlopheka angikwazi uku pala isizulu ngem pedi

  • @Thandi-l7g
    @Thandi-l7g Рік тому

    Molo mkhulu khawu shiye inumber plz ngoku

  • @doraowa
    @doraowa 2 роки тому

    Ngisize Mkhulu ngicela inombolo yakho pls

  • @SophieMngwevu
    @SophieMngwevu 9 місяців тому

    True mkhulu😢😢

  • @preciousklaas4865
    @preciousklaas4865 3 роки тому +1

    Mkhulu waze wakhuluma ngami,yazi sonke isikhathi mina bengithi ngihamba nomdawe,kukhona ubaba okhewasho kimi athingine nzunza i didn't believe lomkhulu,ngoba wathi kimi nebomvu angifaki mina

  • @charitytshuma4463
    @charitytshuma4463 2 роки тому

    esh wayibeka yacaca bhudi yimi loyo mbonge lopho

  • @zamaswazidlamini599
    @zamaswazidlamini599 2 роки тому +1

    Kwangathi ukhuluma nami Mkhulu, ngisanda kuohupha ne nhlwathi enkulu emhlophe🥺

  • @God_is_an_Atheist666
    @God_is_an_Atheist666 2 роки тому

    Abantu beNzuza bafevha iSundowns.

  • @faithsithole6974
    @faithsithole6974 3 роки тому +1

    😢😢😢😢 ayi cha ngathi ukhuluma nami sengihambe abantu namasonto sengikhathele mnj .. mayangihlolela kodw lutho ukungisiza .. abaphupho engiwaphuphayo ayathuza sengise angisafuni nokulala 🤨🤨 ngicela usizo mkhulj🤦‍♀️🙏

  • @rabFX
    @rabFX 3 роки тому +1

    Thokoza mkhulu okuningi kuyangithinta angithand abant angithandi ukusebenz umlungu .mina ngiphupha ihashi sabhubesi elimunyam duze neskolo angi last kwezothando kuningi nje mkhulu

  • @isaacmoreki1712
    @isaacmoreki1712 2 роки тому

    Waze wayi beka yacaca.
    Uma ngingabuza umkhulu yena utholakala kuphi nakanjani?

  • @silindokuhlevalentiahlangu4333
    @silindokuhlevalentiahlangu4333 2 роки тому

    Thokoza mkhulu ngathi lokhu kokugcina ubususho kimi ngoba ngihlale ngizi buza ukuthi kusuke sekwenzekani ezinyaweni mase kuba sengathi khona into ekhuphuka ngami lenze nezi nyawo kube ngathi khona into enyaka zayo ngaphansi kwazo 🙏

  • @bohmabona799
    @bohmabona799 3 роки тому +1

    Ukep mkhulu ungisize

  • @kingleo9301
    @kingleo9301 2 роки тому

    Khathini ngicela usizo ukhuluma ngami ngapha.ngicela uncedo ngiyacela ngiyacela sengikhathele

  • @LAMANCI1
    @LAMANCI1 2 роки тому +1

    Thokozamkhulu ngicela ukubuza subekwenzenjani uma ugijimiswa ibhubesi likungenisa emanzini and mami ngiyalishaya ngamatshe diyalea nje?

  • @nomasontogumedegumede849
    @nomasontogumedegumede849 3 роки тому

    Imina loyo bo

  • @kingraphael5162
    @kingraphael5162 2 роки тому

    thokoza khehla uhlala kuphi and utholakala kanjani

  • @thabisilemakhoba4758
    @thabisilemakhoba4758 3 роки тому

    Mmh syathokoza mkhulu kakhulu🙏

  • @sakhilemvelase1439
    @sakhilemvelase1439 3 роки тому +1

    Ngiyaqala kuzwa muntu okhuluma nami kanje. Manje sizama ukukuthola. Contacts please ne location.

  • @NtokozoGumede-h2s
    @NtokozoGumede-h2s 10 місяців тому

    Uqedile mkhulu akwande

  • @bossb1195
    @bossb1195 10 місяців тому

    My former boss had to retrench me for no reason. 😂😂😂😂

  • @awgatsheni6598
    @awgatsheni6598 3 роки тому +1

    Kusile mkhulu. Manje thina abaphethwe yinzuza ulwandle siyalusebenzisa na? Ngoba phela yinkosi yamanzi leyo. Please ngicela uchaze ukuthi ulwandle silusebenzisa kanjani.

  • @xollynomandla2839
    @xollynomandla2839 3 роки тому +1

    Sawbona Mkhulu waybeka yezwakala yonkinto yakho.. NDAWE

  • @matshabalalaeleki
    @matshabalalaeleki 3 роки тому +1

    Sawubona Mkhulu, konke lokhu okutshoyo nginako,hay ndihleke xa usithi singeka qedi wabe sele uphinda ungitsho.
    Inkinga yami ukuthi ndilahlekiswe kakhulu phinde manje bathi yimpawo zesilwane lezi ezenza lokhu kimi😭 hayi andisazi.

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 роки тому +2

      vele abangaphiuwe amandla okusiza kulohlobo lwedlozi bavele bathi woza syokususa isilwane knti awunasilwane yidlozi abangaqondi

    • @matshabalalaeleki
      @matshabalalaeleki 3 роки тому

      @@khathinikhathini 😭😭😭😭😭

  • @Teendragonball
    @Teendragonball 3 роки тому

    thokoza mkhulu how does one get a hold of you because i need help with my nzunza

  • @treasuremkhwanazi656
    @treasuremkhwanazi656 3 роки тому

    Khehla 😭😭😭 ngicela I guidance ngoba kuningi esengikubonile nokwenzekayo ngicela ukukuthinta emoyeni khehla

  • @sphiwengcobotinamunone340
    @sphiwengcobotinamunone340 3 роки тому +1

    Unjani impawu zombethe and ilungiswa kanjani leyonto yokuzalwa umbethe

  • @harbourguardsecuritas4341
    @harbourguardsecuritas4341 2 роки тому

    Hayi waxolisa ngiyabonga Mina inkosi ibenawe

  • @gugundlovu9868
    @gugundlovu9868 3 роки тому +1

    Mkhulu waze wakhuluma nami

    • @khathinikhathini
      @khathinikhathini  3 роки тому

      ngyakuzwa sisi sethembe nkosi nedlozi bazoveza amandla okilungisa kulunge