Thokoza mkhulu 🙌 Ngi phuphe ngine first born yam yentombazana si gibela I taxi umasiceda kungena ngakhipha isphuzo Sam ngisathi ngiya phuza yavele ya revesela emuva kungana driva ya chaisa Abantu nje bazi hlalele emuva ngavuka same time
again izinja yidlozi .shthi wena ukhonjiswa yilo ukuthi hamba yothwasela ukuba sangoma .unfortunetely angazi okuningi ngokwezangoma sungakuzwa ngesinye sazo but wena ufuneka uyothwasela bona
this dreasm is based on izinto esezenzekile kuwe its seems like wacishe wangena ekuthwaseni ngesikhathi okuyiso but ekuthwaseni okungasikona base bephazamisa izinto zakho bavala imali neskhathisokuthi uyothwasa ukuze kubhuntshe ngoba usufuna ukwenza into engafunwa yibo engek ikusize .
unedlozi esilibiza ngamabutho .by ukufaka uniform kuveza kuthi vele unalo ledlozi uzalwe nalo but u cant be one of them bcs awukagcotshwa or awukenzi okufanele which shows kuthi noma ungazalwa nedlozi but its a must to go throuw the proccess ukuze wamukeleke ufane nabo asebalashwa accordingly
it doesnt matter uphupha ugwazwa wubani ukugwazwa yibbhobo othunyelwa ngazo lezo uboniswa loko but angfun ukuchaza ekababa wakho i will just xplain ukugwazwa nje ephusheni
Thokoza Mkhulu, I dreamed entering into the river somewhere in KZN though I'm in the FS with two women. Those two women disappeared into the water but I was with something that was holding me and I was calm and could breath as well. Please assist Mkhulu👏
Sawbona mkhulu sengineskhathi listening to your videos and cha hayi ngiqale ukuqonda okuningi ngami uqobo, ngikengaphupha amabhubesi amathathu kodwa engaphandle ekhaya ngokubuka kwami they were not very friendly and efuna ukungena engakhoni because of ucingo bengithukile kakhulu dan suddenly izingane zaqhamuka leli elendoda lavele lagxumela eyodwa ngathi liyibambile it was quite long dream but benginesicelo sokwazi if ungangichazela ngamaphupho and how do I get hold of you if possible please
kini ninaledlozi oluzuveza ngawo amabhubesi but anilamukeli bcs nikholelwa ukuthi if unedlozi usuke nje kufana wonke amadlozi like ukuthi wonke muntu fanele abisangoma anikho aware kuthi kungakhona inzunza or amakhosi or ini and anilamukelile or ur family dont prays the ancestors the ryt way .lokufuna ukungena shows selifuna ukungena ngenkani kini and inkani yalo ukumosha izinto ukuze nilinake nilihloniphe
didnt i answer this .but kuchaza ukubangwa yizidalwa uphakathi nendawo ezaka mama nezaka baba zithi owazo so khonaokungaqediwe ngawe ngesibongo osisebenzisayo
Molo mkulu kuchazani upupa ngati ndibizwa yintombi katata omncinci ndiye kokwabo xa ndingena kulendlu ndifika kukhhho I plants ezintle ziblomile zintle but zi green but zityalwe endlini e nkulu.. kuchazani mkulu
so many dreams yoh .ukuteta as in giving birth means something big within you that could even help isizukulwane sakho imithi muyibiniswa yizame wihlanganise mhla wanayo bobuya basho kt yenzan before uzubuze mina nje ukuth yenzan no yibanayo yibo abazosho yenzan but not ungakolaleli .ukulalela ukwenza indandatho kungenzeka ungashadi ube owedlozi ubenguvusi ikhaya uhlale ekhaya
Sanibonani ngiphupha mfazi kabhuti wam eye komnye cc was estratweni Nam ndilapha lo cc yadayisa wanika bag nento zothambisa ezininzi ngathi le bag iyamsinda then ndimphathise sihambe mna ke ndiya khawuleze ndiphele ndiyithwala ntloko ngoba Iya msinda a hambe phambili bt xandingakuye ndlini ndiyibuyisele kuye bag ndothuka
Thokoza Mkhulu Ngiphupha ngiphuma endlini, la ngaphandle komnyango kuhlezi abantabadala ababili nengane bembath'iingubo ngibingelele ngibabuza ukuthi wobani, they said they here to honour me cos of the stunning job I did for raising my sista's kids and it looked like there was a party/ceremony that's gonna take place so I was taken to some place elsewhere. When I got there, by the mountain where I then saw a white Nguni cow(white with small brown spots) coming down the mountain **Fast forward*** I was INSIDE the sea(olwandle) and there was an entrance going down (as if there was a downstairs) there was a queue of people waiting to get in so I also joined the queue Ngibonge ngisazophendulwa
Siyabonga mkhulu ingcazelo mina mkhulu nginenkinga yokuphupha ekuseni ngivuke ngingazi lutho kwenzekani mkhulu
isthunywa sakho asihlanzekile asikwazi ukufika kahle kuwe or wena awuhlanzekile
I like the way you are explaining , siyabonga mkhulu o ngaslhle.
Yeah it's fresh and simple to understand
Amen khehla, ngicel ukubuza ukuth lichaz ukuth lel phupho, ngaphupha ubuhlalu obu yellow ngibufake emlonyeni bugcwel umlomo, ngangibukhipha ngath ngizodla ukudla amen, ngixolise ukubuza
fanele ubuthenge ububike emsamo ubugqoke emqaleni .ukuth obani yidlozi lakho elaziyo
Thokoza mkhulu umvelinqangi asigcinele wena👏👏👏
ngyabonga kakhulu
Thokoza Mkhulu, kucazani ukuphupha niya emngwabeni womuntu kodwa akasekho vele. Mangifika khona sengiyabona ukuthi ay aksiwo umngcwabo owomunye umuntu.
uyaphila n uyaz lowo okungowakhe?
Thokoza mkhulu 🙌 Ngi phuphe ngine first born yam yentombazana si gibela I taxi umasiceda kungena ngakhipha isphuzo Sam ngisathi ngiya phuza yavele ya revesela emuva kungana driva ya chaisa Abantu nje bazi hlalele emuva ngavuka same time
khona loluhambo ofuna ukulihamba oluphambene or wrong journey
Amen mkhulu ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha usejele uhleli nabantu asebegwethsiwe nginezinwele ezinkulu ezimnyama ngigeza nginqunu
dlozi lakini lidinga ukukhululwa uwe aligeziwe limile or livaleleke ebumnymeni kudinga wena ubageze bakhululeke ezonweni zabo
@@khathinikhathini ngyabonga kakhulu mkhulu akwande
Thokoza mkhulu syabonga kakhulu ngokuschazela
Ma uphupha iskhumba senkomo ebovu angathi sisikwe kahle usibeka emahlombe sifakwe izinto ezingamathambo emaceleni ngyabonga mkhulu
kufanela wenzelwe imbatha ngaso futhi unedlozi elibizwa ngamakhosi wena
@@khathinikhathini ngyabonga mkhulu
Mmmmm yazi ngendlela asenekela ngayo impela uhluba udlubu ekhasini,mina ebengifisa ukukuqonda nokukwazi ngkuthi uma uphuphe umuntu eqimbile noma nje engagqokile kwesingenhla lokho ungabe kusuke kuchaza ukuthini kungabe kuyisimo esingesihle noma kusuke kuyisihle ngiyacela kongaba nolwazi makangiphe bandla danko ngiyabonga.
Uma uphupha ungena emanzini amahleeeee.bese ubona ngaphansi kwamanzi kwakhiwe kunezindlu
Amen mkhulu Uma uphupha ijuice yezingane ngabe kusho ukuthini
amanono acele uwenzele okuthile uwaphe okudliwayo.
👏👏👏 subscribed,you are so good in explaining,Thokoza ndlondlo
syabonga
Thokoza baba mina ngiphupha ngixoshwa izinja zingifaka komunye umuzi engingawazi bese ziyajika azange zingilume,kulomuzi kugcwele abantu abagidayo njengezangoma
again izinja yidlozi .shthi wena ukhonjiswa yilo ukuthi hamba yothwasela ukuba sangoma .unfortunetely angazi okuningi ngokwezangoma sungakuzwa ngesinye sazo but wena ufuneka uyothwasela bona
Mkhulu Uma uphupha ubona inyoka e green inamabala ayelo ibe nezinhloko ezimbili kodwa ekugcineni ngiyibulale
Thokoza mkhulu siyabonga. I always dream of myself ngigeza eshaweni nasebavini. Thank you so much for the explanation
kukhomba impophoma loko
Mina ngazi ibhavu kuyisiziba then I SHOWER kuyimpophoma
yes shower is impophoma and bhavu isizibz
Salibona ngela ukhubuza ngiphuphe ngisesi kholweni sokhu Zonke Mara okhungihluphayo ngiya Funda Kahle khakhulu kodwa angikwazi ukhuphasa ngisalela emuva noma ngibhala ngingakha qendi ngizothola sekhucimiwe
Ngicela ukubuza kutshoni ukuphupha utamatisi ebolile ngaphKathi
Ngyabingelela. Kusho ukuthini ukuphupha unkoskazi noma intombi yakho itetemuka ne ex yayo
wena uphila impilo phezukwezinto ozizibile okade wazazi manje ubambekile impilo yakho nezinto zakho ziloku zifuna ukuyel emumva or zishabalale
Thokoza khehla ngiyaxolisa ukubusa seludlulile udaba kodwa bengisacela ukwazi ukuthi uma uphupha useclasini nizobhala itest kodwa incwadi yakho yokubhalela awuyitholi ngathi intshontshiwe..masekuqediwe ukubhala leyotest uvesane uyothole kodwa uyithola udatshuliwe ibonakala kancane okubhaliwe..ngibonge ngisazophendulwa👏
this dreasm is based on izinto esezenzekile kuwe its seems like wacishe wangena ekuthwaseni ngesikhathi okuyiso but ekuthwaseni okungasikona base bephazamisa izinto zakho bavala imali neskhathisokuthi uyothwasa ukuze kubhuntshe ngoba usufuna ukwenza into engafunwa yibo engek ikusize .
@@khathinikhathini ngiyabonga ngencazelo nkosi ibusise
Ndauwe Mkhulu 👏👏👏. What does it mean when you dream diving elwandle? It was a nice adventure for me and I was happy... Thokoza.
Siyabonga mkhulu ukuphupha isichitho kushon
lol yichitho kuyacaca .usuke ushaywa uthunyelwa nngaso
Uma ngiphupha ama water mellow evulekile amanye evulekile .ngicele elinye
Uma uphupha amanzi, ngabe uyawakha or bayawakha noma echitheka noma ngabe ngphuphani kodwa kuhlale kunamanzi
kufane uyohlnjwa. not uyozihlamba wena but uyohlanjwa ngokwesintu
isiswahili mina mkhulu engnokusikhuluma ephusheni baze bangitshele kokunyee uthole kubhaliwe. thokoza mkhulu
Sawubona mkhulu ma uphupha izinkomo ezikhuluphele
dlozi lihleli kahle n happy
Thokoza mkhulu, Uma uphupha ugeza ngobulongwe ubuyele bomelele kuwe. Kushoni?
Ngiphupha ikhaya kuyisebusuku njalo nje izindlu zigugile kukhona umfana kamakhelwane ehamba nabafana abancane beshutheka okuthile ngaphakathi endlini.odongeni phansi.
Sho Mkhulu ngiyakuzwa.👂🏽
Unyaka wonke waka 2011 bengibuza uma wami ukuthi angina wele yini. Bengi phupha njalo ngihlangana naye ngaphandle ngihamba naba ngani bami nayefuthi a hamba naba ngani bakhe. Bengicabanga ukuthi mhlambe uma wami bekangazi ukuthi bekanama wele. Ngobayena bekanga funi ukwazi ngezingane zakhe zingakazalwa. Futhi namoma ngizalwa bathi kuvele kwa cala ukuna imvula ehamba nesi vung'vungu ne lightning.
yebo
Thokoza 👏 ngicela uk'buza kuchazani ukuphupha uhamba emathuneni?
Uma liso laka right lidikizela phezulu kodwa galaxy ekucineni kwalo kusho kutsini
Thokozani mkhulu utholakala kuphi kanjani noma ithintwa njani nginemibuzo engenkwazi ukuyibhala yonke makwande incazelo ziyezwakala siyabonga
0641470646
Thokoza Khehla.. ai ngyabonga yawachaza maphupho ngath khuluma nami.. kudutjulwa kodw kubekhon zongixolisela... ukwandle luphakama. ngibe sezibeni nengwenya udlala nam.. isikole.. mpela nginomuntu ngambon kodw n ngineminyaka ngayfun ndoda angihaleli aibo Mkhulu ijazi yellw n green nesembatho sengwe nasezandlen liyingw ai ngyabong Khehla🙏
ukuzwe masidlala osisi bedakwe wumjolo omusha bethi thungisani .nawe ke thungisa lejazi liyacelwa kuwe nalesembatho bese kuyiwa olwandle ugqoke sona ungene ngaso khona uphinde uye sizibeni ngazo zombili izimpahla zakho lapho ke awuyi ngomthandazo kodwa uya nogobela owaziyo kuthi izembatho zedlozi lamanzi zihamba namiphi imithi nawe udinga ukuhlanjwa ngayiphi mase usigqokile laphaya emanzini
Thokoza mkhulu eyii kulokhu kokuphupha celebrity sekwenzeke kaningi ngiphupha kusho osaziwayo baphesheya nginabo. Sibonge ngezincazelo.
Siyabonga kakhulu Baba, kuzwakala kahle.🙏
kuhle syabonga mekucacile
@@khathinikhathini Thokoza Mkhulu ngicela inumber otholakala kuyona khehla 🙏
@@sindiswaradebe4709 0641470646
Uma uphupha ungboni emehlwen nomauphupha ubuhlalu obumhlophe
Sawubona Mkhulu ngiphupha kuphuma imali esilver ngiyikhipha emhlabathini
siyafana Nkosi yami
Uma uphupha ujahwa isishelisakho liphethe imali lifuna ukupha phambi kobaba wengane yakho osewahlukana naye
Ngucela ukubuza kuchazani ukuphupah ukhumuka amazinyo omhlathi exega nje kubelula nje ukuwakhipha
Sanibona. Ngicela ukubuza ukuthi kuchazani ukuphupha uthenge imonto encane
as in a private car?
or small ngo size?
syabonga iymfundiso zakho khehla
NGYSBONGA NAMI
Thokoza ngiphuphe ngihamba nomfana kwangena ucingo kumina ngabuka emuva umfana lo kade ngihamba naye angizange ngisambona ,ngamufuna ngafonela ifoni yakhe yabambwa ufana ethi bamuthathile ngoba bebafuna ukumbamba inkunzi kodwa abambulalanga bamshiye emgwaqeni ngancela ukuthi angikhombise la abamshiye khona, washo ukuthi usekhona la abamshiyekhona yena nabangani bakhe athi uhleli nje wonke umuntu ondlulayo uyambona , ngamfuna kodwa engimtholanga
simo sokukhala kwedlozi ngokunganakwa kungaze kubenokubannjwa komunt inkunzi kant dlozi liyazthathela manje kuye
@@khathinikhathini
Ngiyabonga 🙏
Sawubona mkhulu ngiphuphe ngathi ngikwiswimming pool othangweni layo ngathi ngintengela phakathi kunezinyoka eziningi phakathi kodwa kukhona enye enkulu ngathi ianaconda izithandele ihleli phezu kwetshe ilokhu ingibuka ngokuntshontsha.
Thokoza mkhuku ngiphuphe udade wethu elele nendoda Yami
Thokoza mkhulu mina I always dream of myself in school or sometimes I wil dream of celebreties
Ukuphupha amanzi usemfuleni kungathi ayakuvimba ufuna ukuwelela ngaphesheya
Uma uphupha udla inyama yangaphakathi yenkomo ube ungayidli nhlobo inyama yenkomo
Kuchazani mkhulu
thokoza Mkhulu ngicela ukubuza kusho ukuhini ukuphupha unqwambe ngezinyoka eziluhlaza zikugaxe njengomnqwamba
unobizo lobungoma .but unfortunately i do not assist ezintweni zobungoma my gift is different from that of being a Sangoma
If uphupha inkomo ikuhlaba ikuphose phezulu uyowela engadini? Kukhulumani😊
Kwande Mkhulu MNA ndicela ukubuza xa uphupha izinja zilele kuchaza ukuthini camagu❤❤
dlozi lakho likhathele liqala ukuphela amandla ukuthi likuvikele i think kunesethembiso ongasifezanga badangele
Siyabonga ingcazelo zamaphupho
Ause waka olorile alahlehetswe kediyeta lebatho bahloka hetseng
Ukuphupha umawakho ongasekho ekupha imali engamaphepha ethi hambo thenga impuphu,rice,shukela,flour
Syabonga kakhulu🙌
What if you dream about a long black snake
Sawubona Mkhulu, ngake ngaphupha a celebrity lady anginika ubuhlali obomhlophe lobu obuncance and it was loose beads. Ingabe kusho ukuthithi lokho?
yabona muboniswa izinto kanjalo fanele ubuthole ubufake bese ulindele impundulo yedlozi
@@khathinikhathini okay mkhulu, ngiyabonga👏🏼
Thokoza mkhuku ngiphuphe udade wethu elele nendoda Yami engabe kusho ukuthini
Thokoza ...uma uphupha uphele kuba untaneskolo kube kade waseqeda
Xa uphupha impahla ndizihlamba or zenekiwe phandle okanye zigcwele apha endlini
Thokoza mkhulu ukuphushelwa ugula kuchazani
Ukuphupha ubona ibhubesi lesifazane ,likubuke lingezi kuwe. Kungabalekeki futhi....Ohamba nabo bebaleke .
shuthi yidlozi lakho wena abadala baziveza ngebhubesi as i explained inzuza inamaklhosi asebenzisa lezolwane ukuziveza kumuntu
sawubona mkhulu cela ukubuza uma uphupha uhamba ngemoto grey driver umuntu wesifazane emuva backseat ehamba nengane yakhe inkinga iwumlungu phambi kokuthi sihambe wavuma radio entsha wathi ibalulekile radio empilweni ngaphaphama ngenkathi isuka
Thokoza Mkhulu ,Uma uphupha ugcoke impahla zamasoja useskolen sakhona kodwa bathi angjike ngoba angifakanga iNametag ?
unedlozi esilibiza ngamabutho .by ukufaka uniform kuveza kuthi vele unalo ledlozi uzalwe nalo but u cant be one of them bcs awukagcotshwa or awukenzi okufanele which shows kuthi noma ungazalwa nedlozi but its a must to go throuw the proccess ukuze wamukeleke ufane nabo asebalashwa accordingly
LeVideo yavesane yachaza into engiyiphuphe namuhla ngingazang ngiyiSearch nokuSearch.
Ngibingelele Ngaphakathi eNdlini🙏🙏🙏
Indlozi okuthiwa Amakhosi idlozi elinjani ngabeliyafana neNzuza nah?and libonakala Ngani
Thank you 🙏🙏
sondelene nenzuza bcs linobukhosi nenzuza inabo lelo dlozi ilemimoya esuka ezindlini zezizukulwane zakini ezazisebukhosini mhlambe weyinkosi yako zwane noma esegungwini or ebuthweni lenkosi futhi amakhosi asondelene nedlozi ekuthiwa yibutho ngoba ibutho kwakusuke kuyibutho lenkosi .yonke imimoya ekithi kuvuka ikakhulukazi abaqali bendlela noma ngithi abasunguli bezibingo esizibizayo kumanje .angazi kuyezwakala kahle yini
Wow 🙏🙏🙏waze wayibeka kahle ✊✊Kuyezwakala Ngibonge impendulo .....keep it up🙏🙏🙏
ngyabonga
Thokoza🙏
Nginamaphupho ababili lana sengifakile. Ngiphupha kunemoto engena ekhaya yadiliza umuzi yaphumela ngale kwawo uyaphinda yahlehla ke manje yahlehlela kuyona indlu kodwa akwangalimala muntu.. kungaba kuchazani?
Elinye umntwana uphuphe eseskoleni waphuma eyochama kodwa mangabe esebuya ngasemnyango kubona mfana afunda naye wathi kuye akaguqe naye waguqa kasakhumbuli ukuthi umfana bethini kodwa uzkhumbula yena loku evuma ethi thokoza Yebo kunjalo
Ngsacela ungihlaziyele
ingane yakho inabant abadala fanele iye kkovuma idolizi .lokomuzi wulaka ongase lilethe ithuna ekhaya kudingakla wenz zinto kabusha
Ngiphuphe umshado mkhulu,chazani?
kunanhlanganiso edingakalayo or uxolelwano lwabazalanayo or sondelene
Uma uphupha ugogo wakho ongasekho ephakela isinjingi kuchaza ukuthini Mkhulu 👋👋
Isinjingi sethanga
turn it around .ijikise indaba kube uwe ophakela yena bese impendulo ithi uyacela ugogo kuwe ukuba umphakele nje umkhumbule noma ingetiyana eliihambisana nezidlo zesintu nomakube yilathi
Ngiyabonga kakhulu mkhulu 👋👋
Thokoza mkhulu ngaze ngacaciseleka kamnandi ngike nami ngiphaphame sengichitha ngingambonanga umuntu kuyilapho ngineminyaka eminingi ngingekho ebudlelwaneni
So uma uphupha ugwazwa ubabe okuzalayo kuchazani futhi uncoba njani
it doesnt matter uphupha ugwazwa wubani ukugwazwa yibbhobo othunyelwa ngazo lezo uboniswa loko but angfun ukuchaza ekababa wakho i will just xplain ukugwazwa nje ephusheni
@@khathinikhathini ngiyabonga 🙏 so ngayincoba kanjani leyipoko
🙏🙏🙏besicela usenzele ivideo echaza ama colour wamajazi nemimoya yawo.
okj i will but not today but it wont take long
Thokoza khehla uma uphupha ungakhumbuli ekuseni lichazani
sthunywa sakho asikho clean
Mina ngiphupha kulomuntu obuya angitshele ukuthi nxa kunje kufanele wenze kanje
ok clean dlozi lakho isthunywa sakho siyakhuluma awushodi ngalutho
Thokoza Mkhulu, I dreamed entering into the river somewhere in KZN though I'm in the FS with two women. Those two women disappeared into the water but I was with something that was holding me and I was calm and could breath as well. Please assist Mkhulu👏
Had a similar dream
thats the msg telling u you have to attend the water calling nothing will harm you
Kungachaz ukuthi hamba wedwa they don't want a nobody to help u, they wanna do things for themselves, amakhosi
0641470646
Khathini baba....mina bafake masudi aphele yellow pink purple kodwa shethi amhlophe kuthini ngalamasudi?
Izembatho. Zakho. Lezo
Ndicela ubuza mkhulu uma uphuphe indlu isitsha at the same very same night uphinde uphuphe uhamba emvuleni eninzi.
Mkhulu thokoza ukuphupha ukhulelwe isisu sisikhulu ingane idlala esiswini cela ukubuza lishoni
isipho esifihlakele esihle esizokulethela injabulo and freedom
Sawbona mkhulu sengineskhathi listening to your videos and cha hayi ngiqale ukuqonda okuningi ngami uqobo, ngikengaphupha amabhubesi amathathu kodwa engaphandle ekhaya ngokubuka kwami they were not very friendly and efuna ukungena engakhoni because of ucingo bengithukile kakhulu dan suddenly izingane zaqhamuka leli elendoda lavele lagxumela eyodwa ngathi liyibambile it was quite long dream but benginesicelo sokwazi if ungangichazela ngamaphupho and how do I get hold of you if possible please
kini ninaledlozi oluzuveza ngawo amabhubesi but anilamukeli bcs nikholelwa ukuthi if unedlozi usuke nje kufana wonke amadlozi like ukuthi wonke muntu fanele abisangoma anikho aware kuthi kungakhona inzunza or amakhosi or ini and anilamukelile or ur family dont prays the ancestors the ryt way .lokufuna ukungena shows selifuna ukungena ngenkani kini and inkani yalo ukumosha izinto ukuze nilinake nilihloniphe
0641470646 zongthola via whatsapp or call after 7
@@khathinikhathini ngyabonga kakhulu ngencazelo ave iyiqiniso
Thokoza mkhulu.uma uphupha umuntu engimaziyo bahamba bobabili nomgani wakhe.bagijimela ukuyogibela i train.kucazani mkhulu
not a good one omunye wabo uzohamba emhlabeni thts if bangenile kwi train longene kuqala
Yazi mkhulu ngivuke nephupho ngingenza kubhavu kodwa ngigqoke T shirt yellow ngigeza kubhavu endlini la kushiselwa khona impepho mkhulu 👋👋
isiziba leso .ungaya geze khona ngempepho enye wishise eduzenesiziba mes ugezile ukwenze sakuphahla ubatshele nokuthi wenza abakuvezele kona ucela baqhubeke ke nendaba ukuze ukwenze abakushoyo
oh ungashiyi yellow t shirt wigqoke .if ulalela wenza ayi kukude loya khona
Ngiyasisaba isiziba mkhulu especially uma ngizohamba ngedwa mkhulu 👋👋👋
@@nokuthulap uhlakuphi
Ngihlala eMolweni mkhulu 👋👋
I dreamed of a smoke coming out 4rm my clothes thn all of sudden it was burning
that kune anger ekhona kumadlozi towards you banolaka bakudinelwe
Thokoza khehla, ingabe kuchazani ukuhlala ngiphupha ngisesithenjini ngowokugcina kodwa angikagani okusemthethweni, kodwa sengenziwa ingxenye yabo?
didnt i answer this .but kuchaza ukubangwa yizidalwa uphakathi nendawo ezaka mama nezaka baba zithi owazo so khonaokungaqediwe ngawe ngesibongo osisebenzisayo
Molo mkulu kuchazani upupa ngati ndibizwa yintombi katata omncinci ndiye kokwabo xa ndingena kulendlu ndifika kukhhho I plants ezintle ziblomile zintle but zi green but zityalwe endlini e nkulu.. kuchazani mkulu
1.uma uphupha ufakwa indandatho kodwa ungajoli kushoni?
2. Uma uphupha uteta, noma umithi kutshoni?
so many dreams yoh .ukuteta as in giving birth means something big within you that could even help isizukulwane sakho
imithi muyibiniswa yizame wihlanganise mhla wanayo bobuya basho kt yenzan before uzubuze mina nje ukuth yenzan no yibanayo yibo abazosho yenzan but not ungakolaleli .ukulalela ukwenza
indandatho kungenzeka ungashadi ube owedlozi ubenguvusi ikhaya uhlale ekhaya
Sanibonani ngiphupha mfazi kabhuti wam eye komnye cc was estratweni Nam ndilapha lo cc yadayisa wanika bag nento zothambisa ezininzi ngathi le bag iyamsinda then ndimphathise sihambe mna ke ndiya khawuleze ndiphele ndiyithwala ntloko ngoba Iya msinda a hambe phambili bt xandingakuye ndlini ndiyibuyisele kuye bag ndothuka
Thokoza Mkhulu, amaphupho ami ngihlezi ngibona abelungu nama ndiya bakhuluma isingesi, neskole kodwa iyunivesi. Ngisacela uchaze ngo ku phupa imoto or train egijimayo, i airport ne bus. Ngibona abantu engingabazi ithombe zabo ziyenze ngathi yiscreenshot.......i ngaba hi sthunywa leso?
now u know the meaning
Ukuphupha utheza izinkuni
Syabonga mkhulu sicela ungadinwa yithi.
Ngicele ukwazi uma wejwayele ukulokhu uphupha amawele kuchaza ukuthuni
Kuba neskhathi la elibelesela khona wayawaya
Bese ngicela ukuzwa. Uma useskoleni utholukuthi usuphelelwa indawo usulokhu uncika kwabanye
Nokuthi ipeni yakho ivele ikuhluphe usathi uyabhala
Kwesinye iskhathi uthi ukopisha okusebhodini becishe ungakaqedi
🙏
lol ubuza i answer isobala .wazalwa wembethe cc
@@khathinikhathini yoo! Thixo Umsebenzi phela lowo kulezizinto eziningi ezisangimele ukuthi ngizilungise
Ngaphika komunye umakhosi.engitshela lokho ngoba mina ngazi abaw 2 abazalwa bembethe ekhaya
Ngibonga ngokungaphezi ngoba bengibuhlungu ngaleliphupho
UNkulunkulu nezidalwa zakini bakukhulise njalo
@@thabisilemakhoba4758 amen syabonga
@@thabisilemakhoba4758 kona kuyiwo msebenzi kodwa kwehluka ukwenza kokulungisa abanye bethu like me syenza ngenkukhu namakhandlela awu 2 silungisela ozelwe embethe
@@khathinikhathini Syathokoza 🙏
Ngsazoxhumana nawe kuWhatsaap
If in your dreams you see aeroplane go down
Mkhulu is there cows sound at the background? Or it's me.
Kuchaza ukuthini uma uphupha ubalekela amapholisa noma ekubopha?
awukovum kuthi unedlozi or ubizo usabaleka ngenhliziyo
Uma uphupha usemanzin anobulwembu kuchazan
uzelwe wembethe wangagezwa ngegobongo lakhona wangembulwa futhi
Cela kubuza kushokuthini kuphupha ungaya isizulu
sicelwa yidlozi lomiwe sigaye
If I may ask wht is the meaning of being arrested by a Police in a dream
ancestors asekubambe ngeke usabaleka
Thokoza mkhulu kucazani ma u jagwa I nkomo e sbayeni bese I gijimiswe hi ngane I bambe leyo ngane I limale
inkomo ijaha wena esbayeni bese igijimisa nengane ilimale ingane .if ngikuzwa kahle kuchaza ukuthi loyo obone leliphupho akahlalisekile kahle nedlozi lalapho ekhona engagoba anagthi omunye akuye kobheka ukuthi ingane leyo ingeyakho mpela yini or wena qobo ungowakhona yini kulelikhaya ngoba isbaya ungasibeka njengendawo yedlozi ngoba mufuna khuluma nedlozi uyaya nasesbayeni ukhulume khona so if wena wena likugijimisa khona kulimala nengane khona okunuka santungwana ngawe or ngengane nalesbongo sakulesibaya
Thokozani gogo nna ke lorile ke bona mokhulu a e polola meropa e mebedi gake tsebe era goreng
Uma uphupha aBAThwa
Labantu okuthiwa ABATHWA
Wembethe. Noma uboniswa albino
Thokoza Mkhulu. Ngiyabonga ngezincazelo. Ngihlushwa iphupho elibuya njalo ngiseskolweni futhi ngibhabha (fly) ngi present ngivuke ngikhumbule imibuzo bengiyibuzwa. This Time around ngiphupha ngathi ngiyalwa ngavuka nomyalezo from umama othe kimi uNtombemhlophe wase sethi ngibatshele ukuthi ngivumelekile ukuthi ngisebenzise udongo olumhlophe ngase sengidideka kakhulu. Please help clarify this.
ukulwa yidlozi lisuke likunqobelaizinto ezimbi ezisuke zifuna wena and wena ke unesthunywa .lokuthi ntombemhlophe uzama ukutshela wena isimo sokuzalwa kwakho wazalwa umhlophe wembethe .kufaneleudlule esimweni sokusebenzisa umcako omhlophe njengoba uke ubone amathwasa egcobile egqoke nezimpahla ezi white
@@khathinikhathini ngiyabonga mkhulu.
Kushoni ukuphupha emakhowa mashroom amanengi
Thokoza Mkhulu
Ngiphupha ngiphuma endlini, la ngaphandle komnyango kuhlezi abantabadala ababili nengane bembath'iingubo ngibingelele ngibabuza ukuthi wobani, they said they here to honour me cos of the stunning job I did for raising my sista's kids and it looked like there was a party/ceremony that's gonna take place so I was taken to some place elsewhere. When I got there, by the mountain where I then saw a white Nguni cow(white with small brown spots) coming down the mountain
**Fast forward***
I was INSIDE the sea(olwandle) and there was an entrance going down (as if there was a downstairs) there was a queue of people waiting to get in so I also joined the queue
Ngibonge ngisazophendulwa
kant uyakwazi ukukhulima isizulu .amadlozi labobantu and umcimbi labakubongela ukuth uwenzil bafuna wena uyokwenza izinto zabo zasemanzinni bese uphothula ngalenkomo ke bazojabula ke bazokunika ke le honour .since labantu bebabili nengane bachaza amadlozi ahambisana namanono ,so wena lungisa ndaba yakho nedlozi lasemanzini vele kudala wayazi bebengeke bafike manje if bebengaze bakutshele so uyayazi .skip le video yamaphupho uye kweyezimpawu zenzuza ukuze si avoid ukubuza into ekhona impendulo yayo ngfuna ubuyele kimi sewezibonele wena ukuthi yini ekuwe bcs namanje fanele ngabe ubonile kuth unani but yoh niyavilapha sekumnandi ukubuza noma ikhona answer .
Toyota mkhulu Uma uphupha uhamba nebantu bikini ngemoto yahoo kushayela mbuti wakho kuvutha umllilo bese niyawucima kucazani .
khona okwenza ulaka kwidloz fanele nilungise
@@khathinikhathini kuyazwakala mkhulu