Signs that Shows ukuthi Une Isithunywa Nedlozi(Ubona Kanjani Ukuthi Une Isithunywa Nedlozi?)

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 25 гру 2021

КОМЕНТАРІ • 69

  • @nomthandazosibiya6400
    @nomthandazosibiya6400 2 місяці тому

    Thokoza Mkhulu,
    Nginazo zonke izimpawu kade uzibala ngingaluthola kanjan usizo noma inumber yakho👏

  • @winniendlovu6493
    @winniendlovu6493 Рік тому

    Siyabonga Lami ngilakho ekubonayo ngilele even Emin

  • @thembelihlendlovu6168
    @thembelihlendlovu6168 Рік тому

    Syabonga kakhulu mkhulu 🙏 sengyazike nginenkinga yan

  • @BusimpiloMthembu
    @BusimpiloMthembu 7 днів тому

    Amen khehla ngicela ukubuza uma ufuna ukuzohlala phansi nekhehla litholakalaphi nendawo

  • @user-ig1kd9vt2d
    @user-ig1kd9vt2d 7 днів тому

    Eish mkhulu 😂😂 kamo ntle dingaka diraloka kabana babatho,now bongaka ke businesses gobabangwe 😂my heart is torn apart.😢

  • @mariandhlovu7972
    @mariandhlovu7972 Рік тому

    Thank you baba what you are saying you is true I have the same problem .and I old to take that job

  • @PrettyMhlanga-ww9ff
    @PrettyMhlanga-ww9ff 3 місяці тому

    Mkhulu yaz njengoba ukhuluma kuyenzeka kimi😢😢

  • @thabathanebaartman5021
    @thabathanebaartman5021 Рік тому

    Siyabonga mkhulu zi sighns zam Lezi Mna ndiboniswa ngephupha izinto ND ndiphupha amanzi

  • @shazzrsaofficial1598
    @shazzrsaofficial1598 Рік тому

    Sawubona baba am experiencing almost everything you've mentioned here

  • @prettykobeli3727
    @prettykobeli3727 Рік тому

    Thokoza Mkhulu I'm experiencing most of the things that you how can u assist me

  • @patriciazenobiasteele9326
    @patriciazenobiasteele9326 Рік тому

    Cela Mkulu I'm new here Mina kuthiwa nginesthunywa. But ngi phupha ibhayi lenjeti I'm confused mins

  • @matucciizn6429
    @matucciizn6429 Рік тому +2

    Sibonge! But mina the signs are there but anginazibonakaliso so how do I know ukuthi mele ngenzeni ...coz ulaka nje left right and centre but direction....dololo

  • @khethokuhledlamini1306
    @khethokuhledlamini1306 2 роки тому +1

    Khehla Lomlungu, utsi sithunywa singadzinwa sibese siletsa emabhadi, then siyalungiseka yini if sowulungisa after a long time

  • @user-fz4qe6lc8r
    @user-fz4qe6lc8r 5 місяців тому

    Manjer mkhulu nenkinga apha ibangwa yini lento kubekhona into esesiswini nkinga ndasuka ndayohlala kulo tata ngakhulelanga khona so ndaya sendimdala imali andiboni kande hamba nyanga😭😭kudala kuhamba izimali zam akuyeki toilet asakhumbuli yaqala nini

  • @sithembilemafu7953
    @sithembilemafu7953 2 роки тому

    sawubona khehla lomlungu,ngicela ukubuza izikhathi otholakala ngazo ocingweni kanye nokubuza ukuthi uyawathatha yin amacalls from landline?ngibonge.

    • @lindiwahngubani7747
      @lindiwahngubani7747 2 роки тому

      Sawubona khehla lomlungu ngisacela ukubuza ukuthi utholakala kuyiphi indawo..ukunye bengisacela I number Ka mkhulu atholakala kuyo

  • @MpucukoLoverboy
    @MpucukoLoverboy 22 дні тому

    Kuchazani ukuphupha amathwasa

  • @janeymsesiwe6051
    @janeymsesiwe6051 Рік тому

    Ma uphethwe yinyawo, imilenze ikhanda, umqolo but odokothela aba boni niks and uyawa phupha I most yalama phupho achaxwayo ithini lonto

  • @violetxulu6243
    @violetxulu6243 Рік тому

    Siyabonga kakhulu Mkhulu,manje is it possible ube nesthunywa kanye nedlozi same time kokubili? Bese uqala ngayiphi kuqala?

    • @drkhehlalomlungutheavatar9799
      @drkhehlalomlungutheavatar9799  Рік тому

      Isthunywa kuqala ngoba yiso esidonsa ngawe kumele sihlambuluke ukuze konke okwenzayo kwenzeke

    • @puritytabete2149
      @puritytabete2149 Рік тому

      Ngiyabonga Khehla yize le video ngeyakudala kodwa umbiko wayo musha😭😭
      Utholakala kuyiphi inamba ukuze ngikkhulume nawe
      Eyesikolo ke kimi ngivame ukufundisa okanye ngisesikolweni kanti vele ngisebenza khona
      Ngicela izinsmba zekhehla😭😭

  • @easy5417
    @easy5417 Рік тому

    What is the difference between IDLOZI N ISTHUNYWA, will u please explain it in English, i don't understand ZULU pls someone help me with explanation 🙏

    • @thandazileshabalala1212
      @thandazileshabalala1212 Рік тому

      Ngibingelela mkhulu konke okushoyo kukumina sengathi ngingahlala ngedwa futhi ngihleli nginovalo futhi amadlebe kwenye inkathi ayavaleka futhi ngihleli nginosizi kungonakele lutho futhi njalo ngihleli ngisesikoleni ngigqoke uniform

  • @worth-habit637
    @worth-habit637 Рік тому

    Ngizizwa njalo everyday baba ngyabonga. Kufanele ngenze njani mkhulu ngiqela ungizize

  • @NhlanhlaNtanda-mn5ql
    @NhlanhlaNtanda-mn5ql Рік тому

    Awnkosyam mkhulu nam ngiyo lenkinga okhuluma ngayo into angaz ngiylungisa kanjan ngicela ungisiza mkhulu

  • @ntombomzizinja8034
    @ntombomzizinja8034 Рік тому

    Molo, how can we get hold of you?

  • @user-fz4qe6lc8r
    @user-fz4qe6lc8r 5 місяців тому

    Mkhulu nenkinga apha nento esesiswini ebambe mpilo yam sekudala hamba nyanga😢imali engizihambisile ziningi but akulungi imali ayihlali

  • @KulaniLazi
    @KulaniLazi Місяць тому

    Thokoza Mkulu, ukupupa asikolo, amanzi, ukundiza, ukupupa amathwasa nesambatho ndim lowo, ndingalithola kupi usizo

  • @vinolianunge-tu7ko
    @vinolianunge-tu7ko Рік тому

    Sawu.bona Dr Khehla, benginganjabula to have your contact no uzokwazi ukungisiza baba ngi yacela🙏

  • @user-jw7bz2zw7j
    @user-jw7bz2zw7j 10 місяців тому

    Washaya Khehla ngiyabonga

  • @ndondondoh8108
    @ndondondoh8108 Рік тому

    Thokoza Mkhulu Ngicela Ukukhuluma Nawe Ngingakuthola Kanjani🤔... Lenkulumo Yakho Eii Ingithintile Ngbhekane Naleyo Nkinga Angazii Ukt Ngenzenjanii🙏Ngenelelaa Baba

  • @eccentricenergyhealer
    @eccentricenergyhealer Рік тому

    I have all the signs except the dreams

  • @bongiwemthembu
    @bongiwemthembu Рік тому

    Mina uma ngicimezile ngiyaye ngibone into ongathi inhlansi

  • @DoctorMadloba-uc8jg
    @DoctorMadloba-uc8jg Рік тому

    Sanibonani ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha usebenza kodwa ungasebenzi and lephupho libuya njalo

  • @spaceboy5026
    @spaceboy5026 Рік тому

    Sawubona mkhulu inyawo zami zibahlungu uma ngihleli ngabe chaza ukuthini.

  • @nondyebokwasu-hk9vx
    @nondyebokwasu-hk9vx Рік тому

    Sawubona Mkhulu ngicela ukubuza kumele wenze njani ma abantu abadala bekukhombisa izinto ukhuluma njani nethongo

    • @drkhehlalomlungutheavatar9799
      @drkhehlalomlungutheavatar9799  Рік тому +1

      Kumele ubuke lezinto abakubonisa zona azinabo yini ubungozi noma uyabethemba labobantu ozobaxoxela kodwa makuyinto ebathintayo abayazi kumele ubatshele

  • @PatienceXulu-cv2ug
    @PatienceXulu-cv2ug 2 місяці тому

    Thokoza mkhulu ngiwumuntu osenze okuningi nami ngokuvuma indlela yam yami yakaMoya koda le yaloMsindo owushoyo ezindlebeni impela ngiwuzwa njaaaalo ingabe kusuke kumele ngenzeni mase ngiwuzwa lo othi qeeeeeeeeeeee ngathi insimbi ngampela?

  • @khanyisilekhoza6451
    @khanyisilekhoza6451 Рік тому

    Ngyabonga kakhulu mkhulu mine ngicela I number yakho ,nginato tonkhe letimphawu mane ngicela kukhuluma nawe on private ngyabonga

  • @VelenciaNhlabathi
    @VelenciaNhlabathi 11 місяців тому

    Sawubona mkhulu ngicela inambayakho

  • @puritytabete2149
    @puritytabete2149 Рік тому

    Mkhulu ngicela usizo....mina ngithandwa isikole. ...ngifundisa okanye ngindiza... ngicela izinamba zakho

  • @protasiazondo3186
    @protasiazondo3186 Рік тому

    Thokoza mkhulu ngabe ukuphi ngokuhlala ?

  • @hiltonmalanga3615
    @hiltonmalanga3615 Рік тому

    Ndicela inumber yakho mkhulu

  • @siphokazimmiwa4446
    @siphokazimmiwa4446 Рік тому

    Thokoza mkhulu
    Mina bathi abazi nje ukuthi uyintloboni lomuntu okimi Uma ngiya kubantu ababonayo. Angisazi ngenze njani coz impilo yam imile

  • @dumazilemchunu1421
    @dumazilemchunu1421 Рік тому

    Thokoza mkhulu ngicela inamba yakho

  • @user-ig1kd9vt2d
    @user-ig1kd9vt2d 7 днів тому

    Mkhulu can you please share your numbers

  • @mandisasphelo9724
    @mandisasphelo9724 Рік тому

    Thokoza mkhulu manje uma bekuvezela amabhayi namajazi kumele wenzenjani