Розмір відео: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Показувати елементи керування програвачем
Автоматичне відтворення
Автоповтор
Mmh within wathinta enxebeni
SI yahonga
Nayi into engiyidingayo khehla ngiyabonga,nge information zonke lezinto ozibalile zeyenzeka ekhaya , I am up for it🙌🙌
Sawbona mkhulu.Ubonakanjani uma abaphansi bengageziwe.ngiyabonga
Sengibuzela mhlambe ngamaphupho ongawaphupha
Syabonga khehla lama khehla 🙏, your knowledge is the best.
Welcome back , thanks for such an informative vedio 🤲🏿🤲🏿🤲🏿
Its good to be back, thanks
Thokoza mkhulu 👏🏿👏🏿 ngixolise ukuphuma esihlokweni ngicela ukubuza lah ukuthi uma uphupha ungena kuguqa sithandaze ufice amakhehla amabili uthi uzohlola avele athi hamba uyogeza emanzini ahambayo kuqala ebese uyabuya. Ngabe lelophupho liqonde ukuthini?
Kshukuty kufanele uyogeza emfuleni
@@sbanisamathongo3180 Thokoza mkhulu 👏🏿👏🏿
Utholakala kanjani mkhulu ngifisa ukuzokubona mayelana nalendaba yomsamo
Ngitholakala eClermont erenki ngaka Boxer ngolwesine nangesonto kphela
Niyasikhanyisela kodwa izizwe sakithi esedukayo,syabonga kakhulu yilolu lwazi enisivusa ngalo.
Ngiyabonga Wiseman
@@sbanisamathongo3180 Ukuphupha ufika empophomeni ume phekwayo ungangeni emanzini kube khona okwenzayo kodwa kucashe,uze uzibone sewphenduka sewuphimda emuva ngabe kuchazani?
Thokoza Sbani Samathongo.Kuyenzeka ukuthi umsamo uqonde kodwa uthole ukuthi kunalamanzi amnyama okufanele ashiswe bese kugezwa izidalwa. Inkingake la iba khona ukuthi abantu abakwazi ukwenza lokhu abasekho.Uma bekhona sebembalwa.Lo gobela ofika kuye uthi azi kahle ukuthi akanayo impande okufanele ayisebenzise kodwa aqhubeke ethi uzokwenzela.Uthole ukuthi la ohamba khona bafike besho into eyodwa.Lento iyona edala ukuthi abantu bagcine sebelaxaza indaba yokulungisa imisamo yasemakubo bese bengena emasontweni.Ayikho into ebaluleke njengokulungisa umsamo ngoba uma kulunge umsamo kusuke kulunge imaster key evula yonke iminyango engavuleki.
Thokoza mkhulu ngcela ukuthatha lelithuba ngibonge ngendlela ochazangayo.uthe mawuthinta emaphusheni kwavele kwaqondana nam ngyawaphupha impela manje into engifisa ukuyiphakamela manje inkinga angazi ngingalutholaphi usizo lokuthi angangihlukanisela ukuthi nginabantu anadala noma nginesithunywa .enye into izinto azihambi kahle anginawo amandla okuthi ngikwazi ukubanaka ngenze abakufunayo ngoba eskhathini samanje yonke into ifuna imali.mhlampe kwabona bayakwazi yin uku understand ngoba bebona ukuthi anginalutho bayakwazi ukungibekezelela ngizame🙏🙏
Babikele ngamakhandlela bakuvulele
Thokoza🙏
Kunini ngahamba akulungi
Awusizakali
Thokoza Mkhulu 🧎Okukhululumayo Kuyayikhayisa umqondo uthola Kala kephi kodwa dinga usizo
Washaya mkhulu syabonga kakhulu 🔥🔥🔥🔥🤞🤞🤞❤❤
Danki siyabonga
Thokoza mkhulu guide me I how I should do to fix it... Umsamo what I must I do please help me mkhulu
Thokozani mkhulu
Senaxabanani neMpunga ngibona ningasasondelani?