Le show ayikho nje professional sikephi isidingo sokuth ní addit i video já Mdumazi no njoko le time beshayana kuyacaca kuth indlela ezama ukwenza imali ngakho lokho
Bakwethu, kuleviki eliphelile singabalandeli sishilo ukuthi asikuthandanga ukuthi uMdumazi noNjoko ukulwa kwabo kuwulimazile u Mas’kandi. Usisi lo oyi host uye waxolilsa wathi futhi uzodlulisa umlayezo kubaphathi bakhe. Now senenza i intro ye video ngaleyampi? I will give you a dislike for that. Also, sisi you need to grow ngoba ngathi uMas’kandi awuwazi kahle. Imibuzo yakho nje ayihlelekile and it seems you have these blackouts when asking questions. Anginiqhathi kodwa you need to watch more of realtv1 to learn how to do interviews and how to ask your questions.
@@lusandashandu5182 ngithanda indlela ophendula ngayo, kuyasho ukuthi uhluzekile emqondweni kodwa asidlule lapho. Ama interviews amaningi ngemuva, ngikubonile okufakazela i statement sami. Akekho umuntu o perfect ngisho kwamina and i hope we she grows in the industry
Le show ayikho professional at all badinga kuyofunda media laba no sis akwaz ukubuza munt umbuso ngendlela during interview ba unprofessional nje kule TV
Bakwethu ngeke sikwazi konke okwenzeke ngaphakathi eqenjini futhi uma into bebona ukuthi ayibasebenzeli kuhle behlukane kusekuhle kungaze kuliwe so thina sizoqhubeka sinixhase noma ningasasebenzisani as long as kungenampi nje
God bless Mtekhala..
Ipodcast ehlakaniphile ibingabiza uMtekhala fast. Every story has 2 sides, and kuningi abantu abanganelisekile ngakho, uShwi noMthwalo abaphenduli imbuzo bayabaleka, and angkholwa uma kuthiwa uMtekhala akabhalanga ngoma ku-album "Wangisiza Baba." Kuningi uMtekhala angaziphendulela kukhona.
Ngiuakuvumela impela lapho laba bayaganga sebegqiba amandla kaMtekhala, sonke siyazi uneqhaza elikhulu kuleya Album namanye amaningi
Zibiziwe izimbangi last week zabambana ngezandla nayigxeka le Podcast manje nithini ngoba kuvela ngokusobala ukuthi imimoya isangenhla
Cha nje ngesingisi Kuthiwa yi marketing strategy ngicabanga ukuth abaxabene neze nje kudidwa abalandeli
Khona uqinisile lapho angeke kuthi iminyaka eminingi kangaka umtekhala ayikho ingoma ayibhalile never ingakho ngithi umtekhala Ake afike azosiphendulela
Shwi is the best Ku guitar
Ngiyabezwa abantu bekhala ngezimpendulo eziqondile...ukucasha kuka Shwi ngezimpendulo kusho ukuthi usanethemba lokuthi bengabuye bahlangane
Okwezimfihlo ezijulile zikhishwa mhla lagqashuka unomphelo ifindo
Next friday ngicela u Mtekhala sizwe i side lakhe
Kuma backings (ngengoba bebedlala live) siyezwakala isikhala sika Mtekhala 🤞..ngifisa bayilungise lento.
Kodwa usefun ukuphatha item iqembu ngoku hlakanipha kwakhe
Kudala ngizwa ngabadala bengitshela ukuthi mtanami wobheka imali 🔥🔥🔥🔥🎶 Ngibuhlungu emoyeni kodwa qhawe lami 😭😭😭😭💔
Bathi iyabulalisa imali
Iyaphumelelisa futhi
Shwi no Mthwalo izimpendulo zenu aziphenduli imibuzo enibuzwa yona ningena ezintangeni nje kshuth nibaleka neqiniso ngalengxabano yeqembu
Azikhumelane umlotha izinsizwa,Shwele🙌!
Mina umbona wami uthi nginifisela okuhle bobaba bami ucuu malugqabukile uzama ukulipheshe liphinde ligqabuke ayikho into ongayenza qhubekani nishaye ingoma niyayishaya vele ayikho into eshodayo lanaa.🙏🙏🙏
Please the song name from the CD khelina. U are playing right now
yamnandi lengoma ikuyiph album
Please try to fix visuals and audio next time
Please lungisani sound ayizwakali kahle
Ngubani presenter ye show vele?
Yekabani lengoma ikhala ekuqaleni? lithini igama layo?
Title of the introductory song plz
Shwi - khelina
Ningenwe isitha khona onixovile ngisuka kude sikhule silalela umculowenu makunje asithandi yinhle into yenu lungisani madoda
HHEY UMUNTECRY MADODA INSIZWA E BACKER KAMNANDI
Siyabonga nje uManyathi uzamile ukusiputshuzela ngaloludaba. Ngoba uShwi beno Mthwalo cha bebe ngavumi impela. Bese ngi phinde ngibonge ukuthi uMthobisi abekhona ukulekelela lo Sisi ngoba uMthobisi uvebenendlela ekhulile yokubuza kanti Usisi usacathula. Bekungeke kube nje ukube Usisi ubeyedwa asithembe ngoku zayo uzo qeqesheka. Kodwa kuyomsiza kakhulu ukuthi asebenze no muntu onjengaye uMthobisi ukuze ezoshesha afunde I ndlela yoku interviewer umuntu.
Mxm uShwi udlals ngathi ubaleka neqiniso nje kuphela, akawageqi amagula kwizimpendulo zakhe.
Exactly mdala impela uyaganga
@@gabrielmqondisi9482 Lento ikhombisa ngokusobala ukuthi kukhulu akwaziyo uShwi naye uMthwalo uyabona ukuthi into abayhlelile lena and uMrhwalo uyisicathalala sakhe kwaphela. Kungani uMthwalo engambali uMtekhala ekubhalweni kwezingoma ngoba syazi zikhona ziningi aybhalile. Bayaganga laba bebadala
U shwi ubonangathi leliqembu elakheye dwa,kantileli qembu bekwelabo,n singabalandeli asiyithandi lento abayenzayo thina syamdinga uMtekhala .
Yibo bobabilaba abanekinga ,ababulala iqembu bahluleka nikukhuluma,niyabheda Bafana
@@galelamtshali9855 Shocase lento isobala nje ukuthi ibona abakvumelayo ukuthi life straight kufezeke izinhloso zabo bobali laba oShwi
Abantu kmele bazi ukuthi okungapheli kyahlola ngokubazi kwami labobaba uShwi akalona ihlongandlebe kodwa uMtekhala akanakhanda namanje ushwi akaphenduli oba uyazi ukuthi akanacala
#khuphuka SHWIIIIIIII!!
Ngiyabonga. Ungowokuqala oshoyo ukuthi uMtekhala ukuhlaza. Inkinga uyaphapha uMtekhala that's his problem
Cha ngyayithanda lengoma ka.Shwi, ngingayithola kanjani?
Kwaaaaaaaaaa kanti umntekhala wayesenzani nibhala ninodwa 😀😀😀
Nami ngifuna ukwazi ukuth kungaze kuphelele iAlbum engekho uMtekhala wayekuphi
Intro Song name?
Ei Shwi ibuhlungu lento, ingfikisela izinyembezi lendaba. Waphila engekho waphinde waphila ekhona, uzophila noma engasekho 🤜🏼🤛🏼
Ibuhlungu lento cc, mina ziyazehlela. Ibuhlungu lento
Joooo !! Inzima lento yalabantu ,okubuhlungu kunakhokonke angiqondi uMtekhala uhamba naliphi qhaza kangako la ngoba u Swi uyaqopha ,sginci uya leader nd uDludla muhle kuqopheni uyacula asaz koda kubuhlungu sebehambe lide ibanga bendawonye
Kune album ka shwii nomntekhala eyayt WOZA BABA itholakala kanjn ??
Eish ave ngiyifisa nami
Heeeee hi ndiyabathanda bt abasajongani nokujongana ngoku mmm imali
Siyabonga ngeziphuzo ezisetafule hhayi lezi zotshwala maarn
"ezisetafuleni"
Kodwa uyawushaya u live ubaba u Shwi , uma ulale ingoma yakhe kwi cd noma eyanza live umehluko awukho, ucula kahle.
Cha inkunzi kodwa uShwi uma apheka le album ethi Carlton Centre kaMahawukela
UMthobisi uthathe loluhlelo walwenza olwakhe,ungene shiqi futhi nje uvuthiwe
Ngicela nizame ukuthola u Mtekhala kuzwakale elakhe isayidi naye ngoba inkulu indaba ekhona la.
Abafuni ukuphendula Umbuzo ngempela Ngoba siyadinga ukwazi sicela nomntekhala azoziphendulela
Ingane zoma zenza I dvd way before le yoShwi.
Kodw thina siyalazi iqiniso bakhohliseni abantu ngamanga kodw wena manyathi ukuhlakanipha akuwuqedi unyak sidalo asazi mfanakithi
These icons must be reunited ,,we pray in God s name,that peace must reign , 🙏 🙏🙏🙏🙏
Cha Ntombazane yabantu uyazibhedela nje wena n futhi uMaskandi awuwazi finish!!!!!C's yini Kanye nalaba enineMpethu yokuqhatha abaculi
Waze walikhuluma iqiniso mnewethu
Lo cc ai akashayi khona awuthole omunye ozo ku host la
Yeah akazazi kahle ezikamaskandi ulimi luyamuhlula kodwa kuhamba kwesikhathi uzobaryt
Udinga ukuthi ahlele imibuzo yakhe before uhlelo
@@lindamkhululi4961 cha bafo ngithi mina uhlulwa indlela yokubuza imbuzo kodwa usengcono kunakuqala...futhi uwazi kahle umaskandi uma esakwazi ukukhumbula oNgxalothi, mhlawumbe nawe awubazi
Nawe awuzalwanga usuhamba so uzofunda kancane kancane
Mfowethu uqinisile uyaqhatha lo cc nangenkathi kukhona ujoko no Mdumazi cha wayeqhatha impela
Cha kubuhlungu ukuxabana kwenu beniyisibonelo kuthina esihle futhi sisho ukuth angeke nixabane ngeke nifane nabanye abaculi abalwayo lungisani Bo nixolelane plz
Mhlampe ngacishe ngibancome kulokhu ngoba mabengabiza bobabili uSHWI no MTEKHALA kosuka udungunyane
Yey Kant indaba ingaka, impela imali impande yesono...ang'hoxe
Cha qhawe awushongo lutho kule interview. Kush umlandeli
Le ngane ayazi lutho. Uma uShwi ethi abalutho ukuzithoba nje okungento esingalokhu inokondiswa.
Ther somthing that is not clear with this panel, plz try to invite mntekala , many questions will be answered 🤞🤞
This Interview was Meant to Discredit Mtekhala Uyanya u Shwi . They Wrote Wangisiza Baba Album together
Le show ayikho nje professional sikephi isidingo sokuth ní addit i video já Mdumazi no njoko le time beshayana kuyacaca kuth indlela ezama ukwenza imali ngakho lokho
Shwi uthe "ngeke ngivume ukushaywa itshe elilodwa kabili, mawaz isizulu uyazi ukut uqonde ukuthini, umtekhala akazwani lalemananger ebephethe mnj okuyinto angahambisani nayo uShwi,
😭😭😭
Kuyabonakala inkinga inemenenja
Winkunzi Bheki Cele we zwi Lo Mzansi
igama le presenter ubani?
Iqiniso wawNomtekhala ungewedwa mubale plz
Siyawubonga kakhulu umnculo wakho Shwiiiiiiiiiiiiii😃😀😀
This Friday scela umtekhala ..uSis Zama skobe ufundile kuJobe indlela yokubuza imibuzo
Bakwethu, kuleviki eliphelile singabalandeli sishilo ukuthi asikuthandanga ukuthi uMdumazi noNjoko ukulwa kwabo kuwulimazile u Mas’kandi. Usisi lo oyi host uye waxolilsa wathi futhi uzodlulisa umlayezo kubaphathi bakhe. Now senenza i intro ye video ngaleyampi? I will give you a dislike for that. Also, sisi you need to grow ngoba ngathi uMas’kandi awuwazi kahle. Imibuzo yakho nje ayihlelekile and it seems you have these blackouts when asking questions. Anginiqhathi kodwa you need to watch more of realtv1 to learn how to do interviews and how to ask your questions.
Inkinga indlela yokubuza imbuzo kodwa ekwazini umaskandi cha uwazi kahle uma esazi oNgxalothi ezeqedele igama leqembu, cishe nawe ubusulikhohliwe noma awulazi sdalo
@@lusandashandu5182 ngithanda indlela ophendula ngayo, kuyasho ukuthi uhluzekile emqondweni kodwa asidlule lapho. Ama interviews amaningi ngemuva, ngikubonile okufakazela i statement sami. Akekho umuntu o perfect ngisho kwamina and i hope we she grows in the industry
Le show ayikho professional at all badinga kuyofunda media laba no sis akwaz ukubuza munt umbuso ngendlela during interview ba unprofessional nje kule TV
Asibonge maweza ngokuletha lamadoda
Umuhle kodwa we zolu glamour 🥰🥰🥰
Shwiii no Thwalo Usobhokweni impilo iyaqhubeka , phambili bafwethu✊🏽
Mmmmmmmm 🙏🔥🔥✅✅✅
Nemibuzo yayo ibuye ingahleleki nje
Ey ngiyeye ngithule ngizibuze ukuthi yini emculweni wakithi kuhlukwane kabuhlungu kungasezwenwe?
Ay khona man yin ngiysole le Manager enguManyathi, Yey weManyathi awume lapho 🤣ngyadlala njalo mina
Lwaluhle uhlelo. Sibonge kumaqhawe
Bafowethu nodadewethu cela sisukumelwe ngempela lendaba yo Shwi
Into engingayisho nje uSwi is’ginci waphuma esifumbethe ngezandla zombili.
Yamnandi interview
Ngizwa ubuhlungu ngokuhlukana kwenu ,,ngikhumbula ekhozin benincoma kuthi yinina esinihambe ibanga elide emculweni nibambeni ,kodwa ke ilimele inhliziyo yami
Ohh kushuth izimal ze digital stores eyaqhatha uShwi No Nomntemkhala
❤️❤️❤️❤️
Wagqoka kahle namhlanje ntokazi
Syabonga kubab unxele
Admin ngicela ukukhayiseleka la... "iGEZANI media" ngaphansi ka GEZANI DLUDLA?!
Bakwethu ngeke sikwazi konke okwenzeke ngaphakathi eqenjini futhi uma into bebona ukuthi ayibasebenzeli kuhle behlukane kusekuhle kungaze kuliwe so thina sizoqhubeka sinixhase noma ningasasebenzisani as long as kungenampi nje
Nazo ke izinsizwa esizaziyo thina Insizwa ayiphenduli noma kanjani Futhi ayiwathinti amagama abantu Uma kukhulunywa ngobusoka kushiwo into enjena Eyi uyoza mhlazane kufika laba ababili Mxm
Shwi no Mtekhakhala nixatshwaniswa ngabantu niyizihlobo kwanani anizazi ukuthi niyaphi futhi nifunani, anike nizibuze ninobabili nizosithola isinqumo engeke nisolane ngaso yekani abantu zibukeni nina, nikhohlwe imingenela yemfudlana nibabili kulento
Ayikho inkingala umculi Wu Shwi okunye okucembukile gede
Lamakhehla awazwani no kukhuluma iqiniso
Ay Magaye bengadingeki uyaxova
Cha ngaze Ngaphoxeka ngabo Shwi ukuxabana kwabo sebehambe ibanga elide kanjena 😢
Wena Mthwalo awusambali uMtekhala zonke izingoma zabhalwa inina nobabili manje🤔🤔🤔
Unamanga lona
Khona abangakuvezi lana laba bobabili yazi imibuzo ebibhekene no shwi yonke uyihlangulile wayibhekisa ku Mthwalo hhayi shwi angsakuthembi
Kudlaliwe ngathi kutheni besifihlela kanti uthengwa ngobani umculo wabo basimela ngendaba zomndeni manje
Mthwalo usobhokweni ngathi umntekhala lensizwa yinqomonqa
Ayilungi swelent bengavu meli usathan ungen phakathi kwab bakhulile futhi bon abafan namavukan
Ubaba ushwii badayisa 750 copies ngoba kwakusase ngama cassette ne piracy yayingekho ubhekumuzi unama album ayedayisa abo 800 copies
Ubaba shwi mdala kodwa ke akakhombisi kukhulu nobuqotho and ugreedy thats all
Line of Questioning ka Magaye is not...
Kodwa la ngathi umtekhala uzozilambisa bangenwa izitha kakhulu
Impela Mashobane uzodla phansi ngoba uyaphapha. Ngiyafisa azehlise ikhumelane umlotha
Ay kulungile akusenani kodwa kubuhlungu shame nidinga umkhuleko nje qha iyangikhuba lento 💔💔😢😢
uSHWI uyabaleka neqiniso kukhona abakufihlayo lana kodwa futhi bekumele babizwe bonke sizwe ama sides abo one by one ...
Islima kakhul u dludla fun kthath indawo ka shwi angek nisivale iskhala Sa Magubane inkunzi leya suzoba week e stage
Ay angikho happy ngeympendulo zika Dludla 😂😂
🤣🤣🤣🤣 eyyy mfet NAMI ungshiya endleñi
Ai nami mfe2 uphendula into efile nje
manyathi wavele wanginyanyisa ngokukhuluma ngoGcwensa kabuhlungu kanje.....
sacel kumbuso wamaciko kuthi ulande umtekhala kesizwe uhlangothi lwakhe #ingo-fiso indaba
Umthwalo usobhokwenu uphendula into engekho yazi
Ano khiph lomagaye
Lalela wesisi uyakuhlula lomsebenz ayy uyaeubhorisa umaskand mft ayyy cha hambo zama somewhere inhle lento kodwa awuwaz umaskand
Uyamazi noma uyamkhumbula uNgxalothi no masevela
Akeniyek usisi uzofunda phela manje nimfakela ipreasure instead of motivation
Slimele kakhulu ngalokwenze kayo shwi
Insizwa kodu mfoka Nxele
Kodwa iimpendulo zenu swii nalo ngxawakho ingathi ndihleli phezukweqhinga
Cha yena lo Sisi akashintshwe ayi umosha isikhathi kakhulu uyadavuza nje nxi
Sengibuke amabroadcast amaningi kaMacG,, they're not the best but they try.... and lapha kusanzima..
Lamadoda emadala aphendula imibuzo bebaleka, uze ufaka uNkulunkulu inkosi impela,,, khulumani iqiniso abantu bezokwazi ngoba bayanilandela