MASKANDI FRIDAY UMNTUYENZIWA VS FALABO KHUZWAYO

Поділитися
Вставка
  • Опубліковано 5 тра 2022
  • MASKANDI FRIDAY UMNTUYENZIWA VS FALABO KHUZWAYO 06-05-22
  • Розваги

КОМЕНТАРІ • 185

  • @mlulekiadvisordlamini7333
    @mlulekiadvisordlamini7333 15 днів тому +2

    UFalabo wangidonsela kamnandi izingonyama ❤❤❤❤❤

  • @siphesihlekhuzwayo3652
    @siphesihlekhuzwayo3652 2 роки тому +6

    Cha Mntuyenziwa lokhu ozibiza ngakho kuyikhona uyayidlala kakhulu intambo ulihlule ngamalengiso iqhawe lakwethu

  • @nompilonjoko6139
    @nompilonjoko6139 2 роки тому +7

    Mntuyenziwa ungenhla mfwethu ngentambo, yebo Falabo izingoma zakho zikhona kubantu kodwa besingekho isdingo sokupikla ngalokho ngyawuthanda umsebenzi wenu nobabili.

  • @justicelermer7221
    @justicelermer7221 2 роки тому +9

    Ubhemile unomoyophantsi kaphakamanga lomfana 🤏🕶😯

  • @patriciazuma5953
    @patriciazuma5953 2 роки тому +5

    Cha niyahlonipha bafwethu❤️noma kubuye kube khona lokho kokuth niyinsizwa but umoya wenu👌👌

  • @tsepisomzalah6843
    @tsepisomzalah6843 2 роки тому +4

    Nkulunkulu wazo bafwethu vumani umntuyenziwa Nkulunkulu. Ufalabo ukhona impela akadlali kodwa umntuyenziwa UNkulunkulu wazo ngisho ukdlala kwentambo ukhulekile akathukile. Ufalabo indodana kaNkulunkulu naye unzima kakhulu 💯.

  • @khulekanimdletshe4khule85
    @khulekanimdletshe4khule85 2 роки тому +6

    This was the best episode ever❤💫

  • @ncmabuya5042
    @ncmabuya5042 2 роки тому +7

    Mntuyenziwa you made me proud ❤️ yey Falabo unePride, waze wambukela phansi uSenzo

  • @mziendobe4044
    @mziendobe4044 2 роки тому +4

    Hai umona phansi Unkulunkulu uyohlezi engunkulunkulu.. Ungenhla ubhemile wenza ishlungu la 🔥🔥🔥🔥isthutha umntu akazenzi umntuyenziwa💯🔥🔥😩😩🙆🏽‍♂️

  • @mtmbusimbusi1752
    @mtmbusimbusi1752 2 роки тому +4

    Falabo usidlala kahle ngendlela yakhe musilalela kahle uyezwa unoshuni wentshebe.umntuyenziwa angaba nzima mengayeka ukuhazisa isiginci uyithatha

  • @thamiekunene2412
    @thamiekunene2412 2 роки тому +7

    Kumbuso wamaciko nidlale ngoFalabo nimuqhatha nenkunzi

  • @mthulisindlovu173
    @mthulisindlovu173 2 роки тому +7

    Ey okuBhemile kuzidlela amahlanga la

  • @simmymakeupdrsimelweyinkos5947
    @simmymakeupdrsimelweyinkos5947 2 роки тому +4

    Muntuyenziwa uyasishaya isigigxi

  • @thobanindaba4807
    @thobanindaba4807 2 роки тому +2

    Best of the best Mnandi ebhemile qhawe 🎶🎶🎼🙌🙌

  • @nxumalonhlonipho7454
    @nxumalonhlonipho7454 Рік тому +2

    Uyintsizwa bhemile🤝🤝ufalabo usaphethwe yibuntwana

  • @siyabongachristopher7631
    @siyabongachristopher7631 3 місяці тому +1

    umnandi ebhemile🔥🔥🔥🔥. AI bafethu aka relax ufalabo inzima lendoda amiswe nayo akayeke umona siyazazi thina ingoma zakhe

  • @mnqobimabuza2588
    @mnqobimabuza2588 2 роки тому +4

    Uya backer kodwa uMntuyenziwa bafwe2 yey

  • @volvodlamini7346
    @volvodlamini7346 2 роки тому +4

    Kodwa legenge eshaya inkantini iyasnemba isginci

  • @KingCyclo
    @KingCyclo 2 роки тому +2

    nidlale kamnandi bafana kodwa mina ngisamile Umnandi futhi umnandi kakhulu mayebhemile uMntuyenziwa

  • @mucebisenimdlalose2063
    @mucebisenimdlalose2063 2 місяці тому +1

    Uhlakaniphe ngempela Mntuyenziwa futhi awuzenyezi awesabi ngomsebenzi wakho wesinginxi!!!

  • @asandadaza2459
    @asandadaza2459 2 роки тому +2

    Khuphuka lapho Ekandla😍 umnand Bhemile

  • @user-jq5qs6zf9x
    @user-jq5qs6zf9x 4 місяці тому +2

    Uyahluleka uFalabo inkinga yakhe uyisnokwe kakhulu

  • @Sibusisomlando
    @Sibusisomlando Місяць тому +1

    Ngyamthanda losisi onezwi elisihosho😂❤

  • @bonginkosiglesh9099
    @bonginkosiglesh9099 2 роки тому +3

    Khuphuka lapho muntu yenziwa

  • @khanyisanimngadi8955
    @khanyisanimngadi8955 2 роки тому +3

    Mntuyenziwa🙌ngikfisela impumelelo ndoda namanje ngisasho akekho oyovala iskhala sakho eyngomeni kaKhuzani uFalabo lo ngeke alunge sdalo ngithanda ngoba usutshengisile😁Ei lomfana wakwaKhuzwayo uyamsaba Mntuyenziwa Yoh😂🤣Ey
    Munye uNkulunkulu wazo useMakhendle

  • @Long_Wikend
    @Long_Wikend 4 місяці тому +2

    Cha Mntuyenziwa owakithi wena and indlela o handle ngayo yonke le nsambatheka ekhulunywa ilo mabefu
    Iyakhombisa ukhulile futhi ungowakithi
    Yeka lo Ozama ukuku ncofa vele akuzweli kuwe
    Ngyabonga

  • @siyethembamchunu852
    @siyethembamchunu852 2 роки тому +2

    Ai uBhemile ungenhlaa ngentambo🔥🔥

  • @sphesihlemxolisizuma4872
    @sphesihlemxolisizuma4872 2 роки тому +2

    Mnandi ebhemile🙌🏽🙌🏽🙌🏽🙌🏽 ay kahlen bafana 😂🔥🔥🔥🔥🔥

  • @freedomfanele
    @freedomfanele 3 місяці тому +1

    Ngale komona uMntuyenziwa uyayazi intambo.
    Kodwa ke uFalabo naye uyashaya kuyikona ukuthi ngeke balingane

  • @UmarIbrahim-om2sf
    @UmarIbrahim-om2sf 2 місяці тому +1

    Kodwa falabo mft uyigqwele mft❤

  • @khulekanidladla7284
    @khulekanidladla7284 3 місяці тому

    Ay mfoka Ngwane ungenhla🎉🎉🎉🎉 kakhulu noma bengathunukala kodwa bayalazi iqiniso❤

  • @asandawotata5042
    @asandawotata5042 2 роки тому +2

    Hasukaaaaaa Bhemileeeeeeeee💗💗💗

  • @KWADUKUZATV
    @KWADUKUZATV 3 місяці тому +1

    UmaShudula uchemile kakhulu futhi, abantu abanjengaye abona izinto.

  • @mziendobe4044
    @mziendobe4044 2 роки тому +2

    Awuzwe kodwa Uma becula bonke ufalabo nesthutha 🙆🏽‍♂️🔥🔥🔥ihit kuphela

  • @vusumzimacamba8323
    @vusumzimacamba8323 Рік тому +1

    Mntuyenziwaaaaaaaaaaa!!!!!
    uyintsimbi yesigingxi baba rhaaaaa😭😭😭😭😭
    ayithintwa noma ubani induku kaMajazana

  • @mongezinkomo5723
    @mongezinkomo5723 2 роки тому +1

    lomashudula umncimfelelani umntuyenziwa ,,,uyabhora

  • @hendrysbonelo8134
    @hendrysbonelo8134 2 роки тому +1

    Up ngwane up hamba wedwa safanele ufundide la🔥

  • @lethoh7470
    @lethoh7470 9 місяців тому +1

    Yaz ima ngbona today ukut mntuyenziwa was'shay saze saqhum'iyntambo

  • @captainjam1683
    @captainjam1683 2 роки тому +2

    Syabonga ngokusizisela lezintsizwa ezimbini,but uMntuyenziwa engathi ebengaziswa no Nyonemhlophe makudlalwa lowamdlalo wezigingci.sbonge

    • @menzikhat695
      @menzikhat695 5 місяців тому

      Naye uFalabo ungumdlali weziginci nje uze abizwe ngoMagic fingers nje ingoba esidlala lapha wehlulwa nje udede

  • @bayandamthembu4174
    @bayandamthembu4174 2 роки тому +3

    Uyasbuka isgcingci lo Waka Khuzwayo kanti ubhemile usqongqotha engadbuki nhlobo 😂

  • @simmymakeupdrsimelweyinkos5947
    @simmymakeupdrsimelweyinkos5947 2 роки тому +3

    Nxttym amahost angaculi kanye nabaculi coz bayababhimbisa

  • @mjayelidurban5950
    @mjayelidurban5950 2 роки тому +2

    Mfoka Khanyile ngiyakuzwa mina ngeke mfana uyovinjwa ulwandle kuphela,ingane iziqhashela yona unyembezi igcina seyibeka izaba zama backing angathi shuuuuuuuu.

  • @user-ng7hh8ct5h
    @user-ng7hh8ct5h 6 місяців тому +1

    Dankie nompempe wawqeda kahl umdlalo 5- 1 iscore

  • @vusumzimacamba8323
    @vusumzimacamba8323 Рік тому +1

    sikhufuza umlilo isigingxi sakho mfana kithi 💥💥💥💥💥💥💥

  • @sadumabonginkosi8235
    @sadumabonginkosi8235 2 роки тому +2

    Falabo ukwenze kwadlulela uma ugijima ngoDLU ngyathanda lapho

  • @thandolwethumpungose7040
    @thandolwethumpungose7040 2 роки тому +1

    UMntuyenziwa mabengamqhatha neMfezi ningabona ukth uFalabo ubanjwe ngophondo

  • @siphokuhlegodlove3979
    @siphokuhlegodlove3979 2 роки тому +1

    Babhemile inkosi🎸🇿🇦

  • @LindaLinda-fx8dz
    @LindaLinda-fx8dz 2 роки тому

    Imnandi intoyenu bafwe2 ngijabuliswa nawukuthi nikhombisa ukubanomoya wenhlonipho mina ngihamba noFalabo kodwa noMtuyenziwa ngiyamuzwa kakhulu ngesginxi💯🔥

  • @nkosinathinkosi6188
    @nkosinathinkosi6188 Місяць тому

    Mutuyenziwa ungenhla kakhulu Falakhe khohla futhi zitshele nje musa ukuthi ngoba sewusebenza nokhuba bese uziphakamisa kanti izingalakho alikafiki kuMutuyenziwa khohlwa khehla

  • @nzekobhungane8866
    @nzekobhungane8866 2 роки тому +1

    umnandi ebhemile

  • @goodnaturenomusa3626
    @goodnaturenomusa3626 2 роки тому +8

    UMtuyenziwa ungenhla ngesiginxi,kodwa ngengoma ungaphezulu kakhulu uFalabo.uMtuyenziwa wayephazama uma ethi uKhuzani wahamba noshuni wakhe cha uma ngabe wakusho wayephazama.engani uKhuzani uqale kuqala kunaye ukucula manje ushuni wakhe kanjani. uMtuyenziwa mncane ngengoma kodwa ngesiginxi number one.Inhlonipho yabo ke abafwethu ngiyayithanda

    • @indlabeyphikisazungu3705
      @indlabeyphikisazungu3705 2 роки тому +3

      ayikho lento oyishoyo ukhuzani album yakhe yokuqala yayidlalwa umuntuyenziwa kuze kube gqula kwedini

    • @isikiza1040
      @isikiza1040 2 роки тому

      Ubhemile unkulunkul weyginci nje kwaphel

    • @tsepisomzalah6843
      @tsepisomzalah6843 2 роки тому +2

      Cha Khumbula ukuthi umntuyenziwa he was a back up singer. Khuzani uses mntuyenziwa yenziwa style. Umntu couldn't axpress his talent cos he was beyond the scene. If ulalela khuzani ND umntuyenziwa yenziwa into eyodwa.

    • @mduduzingwane4352
      @mduduzingwane4352 11 місяців тому

      @@tsepisomzalah6843 uqedile bhut...👌👌🤝🤝

    • @fundisanindlovu2398
      @fundisanindlovu2398 6 місяців тому

      Ushuni ukhandwa yisiginxi...

  • @sphesihlemxolisizuma4872
    @sphesihlemxolisizuma4872 2 роки тому +3

    Yaz akasicingi isiginci uMuntuyenziwa uhlala ngqo odabeni, up mfthu eyakho lento

  • @ayandaguleinxusalamabhinca5201
    @ayandaguleinxusalamabhinca5201 2 роки тому +1

    Bhema babhemile Sthutha seNkunzi akashaywa Umuntu kanje M4 KaNgwane

  • @nkosinathimayekiso6552
    @nkosinathimayekiso6552 Рік тому +1

    Ayii Ufalabo Uyabheda Usefuna Ukthenga iphath Angahlangene nayo

  • @simbonilexhakana3611
    @simbonilexhakana3611 2 роки тому +1

    Cha hai iqiniso lihle ngane zakwe2 faloba usevele wafa ngaphakthi .bhekene nesthutha insizwa epholile.
    Uyinkinga umntuyenziwa yezwaaa...
    Ushaya into exoxa indaba iyiqede
    Angthi kuthen kdwa abanye abntu bayabhimba

  • @malixoleklaas5623
    @malixoleklaas5623 Рік тому

    Waze wamnandi umdlalo😊😊😊

  • @khulekanitoodamgud3622
    @khulekanitoodamgud3622 4 місяці тому

    Bhemile wisthutha wena marn 😂😂😂👌🙌🙌🙌

  • @mayidlayishiye4881
    @mayidlayishiye4881 2 роки тому +2

    Hoohaaa😂😂uhamba wedwa mfana

  • @ongeziwesibembe6934
    @ongeziwesibembe6934 2 роки тому +3

    Hoohaaaaa

  • @LudweManothi
    @LudweManothi 3 місяці тому

    Umagic finger ungakwazi kshaya intambo🚩🚩

  • @mzwandilengobese2686
    @mzwandilengobese2686 2 роки тому +3

    😄😄😄Kodwa kunento engiyi nothisayo , yaz uma umntuyenziwa edlala isgingcj baya dansa I sis kanti ku falabo choo

    • @ayandabanks2872
      @ayandabanks2872 3 місяці тому

      Ingoba indlela uFalabo adlala inomoya (Tone) ophansi.

  • @ntokozomthembu9327
    @ntokozomthembu9327 2 роки тому +1

    Bayamnabukelisa ukhuzwayo wahluleka. Uhluliwe nje

  • @mthokozisimkhwanazi4720
    @mthokozisimkhwanazi4720 2 роки тому +2

    Yah lana beyihlangane🎸🎸sukaaaaaa

  • @mfanambatha9249
    @mfanambatha9249 2 місяці тому

    Ngisabuka lolive namanje 🔥🔥🔥🔥

  • @mkhonzenikhumalo5982
    @mkhonzenikhumalo5982 2 роки тому

    Looooool ai akekho kakhulu ufalabo, up mtuyenziwa

  • @bhekumusabongathamsanqamkh5742
    @bhekumusabongathamsanqamkh5742 8 місяців тому

    Cha Falabo,mina ngiyakuzwa ukuthi uyayivuma eyokuthi uBhemile uyasibetha isiginci

  • @user-qv3rh9hb4d
    @user-qv3rh9hb4d 5 місяців тому

    Hay umntuyenziwa uyayishaya intambo ngeke

  • @user-qk6mi6fd5z
    @user-qk6mi6fd5z Рік тому +1

    ❤❤❤

  • @mthiyaneonlinetv9713
    @mthiyaneonlinetv9713 2 місяці тому

    Oyodlula uBhemile usazozalwa🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @lungeloshandu394
    @lungeloshandu394 2 роки тому

    Mntuyenziwa wasxebul isgingci mfwethu, kwavuka uhlevane.

  • @tshepangmayuyu1861
    @tshepangmayuyu1861 2 роки тому +1

    U falabo unzima bafethu aneniyeke ukunya ma red nations

  • @sizwengobese8558
    @sizwengobese8558 2 роки тому +1

    🕺🕺🕺🕺Waze wamihle umdlalo wensizwa🕺🕺🕺🕺Bathi 👌👌👌👌Bravo abafundile👌👌👌👌

  • @Zamazopdlamini
    @Zamazopdlamini 3 місяці тому

    Iyambulala insangu mfana bhemiler❤❤❤❤😂😂😂😂

  • @mxolisimyeni1416
    @mxolisimyeni1416 11 місяців тому +1

    Mfoka nondindwaaaaa

  • @zyenkosi2708
    @zyenkosi2708 2 роки тому

    Ngyakuvuma mtuyenziwa ngihambanawe wena uphelele lona othembele ngokucula shukuth akakokwaziwa abantu kdw muntuyenziwa cape town eastern cape sikhalangawe kuzozonke indawo falabo asikamazi

  • @sifisoderricmadondo4063
    @sifisoderricmadondo4063 2 роки тому

    Aiy muhle umsebenzi 💯

  • @sithabisosibiya27
    @sithabisosibiya27 2 роки тому

    Bebhemile........... Shidi MAn Shidi ay winkunzi ngesiginxi akubukiswa nomuntu kanje

  • @sphiweemmanuel3254
    @sphiweemmanuel3254 2 роки тому +1

    Mntuyenziswa ungenhla mfo

  • @user-qk6mi6fd5z
    @user-qk6mi6fd5z Рік тому

    Wow 🎉❤

  • @nkosinomusamkhwanazi2163
    @nkosinomusamkhwanazi2163 2 роки тому

    Akayekwe ungwane ngithi myekeeeeeni Mani!!!!

  • @derrickkhenyeza849
    @derrickkhenyeza849 2 роки тому

    Cha sisi mashudula uyigagu emlonyeni ngiyayithanda indlela omisa ngayo imibuzo yakho kanti no sisi lo omunye ngiyithandile indlela azihashe ngayo nge skhathi engena

  • @ApiweTshangela-vv9cd
    @ApiweTshangela-vv9cd 4 місяці тому

    Nkulunkulu siyakuvuma na kwaXhosa lomfana uFalabo hay unengxaki uthi yena kosaziwayo kwabako ukungaboni ngasonye kodwa uthi wna walaxaza ukhuzani njan

  • @mshishisimphiwe9800
    @mshishisimphiwe9800 11 місяців тому

    Up bhemile

  • @andilemthethwa3976
    @andilemthethwa3976 2 роки тому

    Dankie Falabo

  • @namandlankonyane-nq5yy
    @namandlankonyane-nq5yy 4 місяці тому

    UFalabo uyaziqhathanisa kanti ungemumva

  • @thethelelanimasuku-kr9cb
    @thethelelanimasuku-kr9cb Рік тому

    Khuzwayo uyacula impela Mfana kaNondindwa kodwa nje uMuntuyenziwa ngesigixi khohlwa mfwethu ngangithi uJaiva uyayidlala uyayidlala lento ayi imani

  • @MbuleloZondi-rs8lj
    @MbuleloZondi-rs8lj Рік тому

    Amahloni kimi ,kodwa mtuyenziwa ubukise lani ngengane

  • @JerimiahNkoso-dt2uz
    @JerimiahNkoso-dt2uz Рік тому

    Cha.siyabonga.kodwa.nani.niyabona.uFalabo.akaliboni.kulobhemile.wenu

  • @VictorKathangana-hr4ll
    @VictorKathangana-hr4ll Рік тому

    Bhemile asingawadli amandla wakho mfana🤣🤣🙌🙌

  • @user-yh6tl7lf2u
    @user-yh6tl7lf2u Рік тому +1

    Khuphuka laph muntuyenziwa 🤝👏👏👏🔥🔥🔥🔥🔥

  • @goodmanxolani727
    @goodmanxolani727 2 роки тому

    Uyinkunz bhemile

  • @sandisematiwane3756
    @sandisematiwane3756 2 роки тому

    Umnandi Bhemile wethu ngako konke ingoma inandiswa isigingxi ,umsangano lento yabantu beloko bethi ay uMntuyenziwa umnandi ngesigingxi werere werere , ingoma Imnandi ngesigingxi phela

  • @mshishisimphiwe9800
    @mshishisimphiwe9800 11 місяців тому

    Unkulunkulu wesinginci up

  • @vusumzimacamba8323
    @vusumzimacamba8323 Рік тому

    ndichazwa ngunomnyamazana(Mashuduma) ...ingathi uyayithanda or uyithembile le yangakubo inkabi...uske ubone uba uxozeke🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @Zamazopdlamini
    @Zamazopdlamini 3 місяці тому

    Umfana bhemile uyakhuphuka

  • @khanyisanizulu8681
    @khanyisanizulu8681 2 роки тому

    Khuphuka mfonondidwa

  • @Matsatsela_ZN
    @Matsatsela_ZN 19 днів тому

    UBhemile akayekwe

  • @Babongile-ek1te
    @Babongile-ek1te Рік тому

    Up falabo mfoka nondindwa umculi wangempela lo udlala into yakhe ay lento yokudlala izinto zabanye abafana

  • @lindohmadonda2088
    @lindohmadonda2088 2 роки тому +2

    Ukubantu abaphi yaphupha

  • @nhlahlalucky6114
    @nhlahlalucky6114 2 роки тому

    Muntuyenzwa uyiphethe yonke intambo