Ukuzalwa Wembethe | Indaba Yesintu with Alex Mthiyane, Wednesday, 7pm - 8pm
Вставка
- Опубліковано 18 лип 2019
- In this week's installment of Indaba Yesintu sidingida udaba lokuzalwa wembethe nezigaba zakhona. Ongoti bethu besintu join us ukusihlahlelela kahle loludaba.
I really enjoyed this. We need more of this type of education. Especially the youth and young adults.
Kunjalo bafo
I keep coming back here, everytime i get overwhelmed with all these emotions.... I always learn more and appreciate this
Ngiyabonga mina ngizokwembula njengoba kuzoba uDecember this show has helped me learn izinto eziningi now I know what I need to do ngomhlaka 15 December🙏🙏🙏🙏
Did you do it? How had your life changed?
We need more shows like this 👌👌💯
Please check out our channel
@@GAGASIFM sifunda lukhulu
Siyabonga baba👏 kwakhanya nakuthi...manje wenza njani uma lomntu wakulobaba wakho ebhala ecima ngokuvumela ukuthi uzenzele loyo msebenzi..wena ube ufuna ukwenza nje ngemali yakho but udinga imvumo yobukho bakhe ngoba bengasekhi abazali.
nakhuluma nami , naphundula imibuzo yami yonkana thanks Alex
Syabonga kakhulu ukuslethela uhlelo olufana nalolu sengathi ningaqhubeka njalo nisicathulise ngokwesintu. As for ababelethisi bakhona abagangile coz my sister waycela coz wayebonile ukuthi ingane yakhe yayimbozeke umzimba wonke eyteta and that nurse wambuza ukuthi ufuna ingane or ufuna into ezalwe iymbethe ngoba ngeke akthole konke abanye basuke bazi kahle nje ukuthi benzani bakhohlakele nje ababelethisa and that's the honest truth.
Besingajabula uma ningasikhanyisela ngendaba yomhlonyana uma kungenzeka. Thanx for uploading ingvule amehlo le coz nami ngingomunye okthiwa wazalwa embethe kanti nomama wami naye kthiwa wayembethe bese kzoba iyngane zami zoy2
Lwamnandi uhlelo! Siyabonga bakithi 👏👏
Very informative, definitely subscribing 🤓
Makwande 🙌🏼
I like this show God bless you
Such topics are educational..thank you
i really enjoy listening to This show. i learn alot from it Isintu👏
Camagu, such an informative topic. Really wish they can have more of them and educate abantu. Enkosi kakhulu booTata
Luyangithokozisa ulwazi engilutholile...ngiyabonga kakhulu 🙏.
This topic is educational and how I wish that it be taught in our schools zibuy'emasisweni.We as Africans need not wander away from ourselves.
IsiZulu salamadod🔥🔥🔥
I rly lk dis show i learn a lot 🙏
Kwamnandi kwi Gagasi....owk let me subscribe...🤗🤗🤗
Siyabonga ngohlelo oluhle kangaka siyabonga asiphezi.ukukhanyiseleka.
Nachaza kamnandi wenzizwa zakithi phambili ngesintu setho kodwa mina ngyacela ukut ningafihli uma umoya ukhuluma baf2 umuntu akatshelwe nje ukut uyathatha ukuze ayeke abone ukut ayabonywa lamanyala awenzayo amen sibonge Mapholoba nawe Nkomose ✊✊
Every baby has placenta inside the womb during pregnancy that placenta ingumhlwehlo so ngicela ukubuza yeyiphi engabhathi ingane bcs placenta iyakhishwa kumama wengane after birth abanye abantwana baphuma nayo like when u deliver c-section iphuma nayo ingubo idabuka isingaphandle does this mean sonke sizalwa sembethe?
Nakhulumo ngesihloko esijulile esibaluleke kakhul kuthin bantu👌
I really enjoy this show keep up the good work Alex
Wow! Answers a lot. Can we have more shows like this.
Gooooosh I was born with that thing also, and I had never understand how it works lucky I still have it at home. I really wanna know my Gift because I had never done any ceremony
ME TOO and yaz if isindingeka ilungiswe leyonto kubasengathi uthakathiwe
Ngicela namba baba
Hamba kumlaphi wendabuko uzakushela ukuth wenze njani
I was born with one, because I was born in a hospital when my great grandmother did the ceremony after my birth with a goat she proceeded to burn the caulk. She stated that it causes issues keeping it because of amacuba abantu and not being sure which type of caul birth it was given family rituals.
Wow what a sensitive topic. nami jjust found out kuthi ngazalwa ngembethe.kodwa kade ngangisola.based on izinto engizibonile.bengiya kwaba hlolayo ngifike ngixoshwe. kunziima edlozini
Ngithanda ukuncoma umsebenzi wenu wokusifundisa ngesintu sakithi ukuze sikwazi ukulungisa lakonakala khona, nizeningaphezi bobhuti
Syabonga kakhulu nime njalo loluhlelo luyasisiza thina esingasenabo abantu abadala emndenini sebedlula bonke abakhona abazi lutho safa ukudlalwa inyanga zisho lokhu nalokhuya ugcine ukhiphe konke kodwa kungalungi lutho
you will hear more on that day
Nami ngazalwa ngembethe ngibonge ngale show
Ey nkosyami syababuka nj laba bantu abalahla isintu! Ijule Kakhulu le ndaba yesintu
Mm ngizwa kahle
Ndizalwe diambethe wonke umzibeni wam empilo yam e bambekile a ndiboni I lucky I'm 49years old;andisebezisi umthi;xhosa man from Free State
Nelile Sias haybo ngathi utsho MNA nje...ndim lowo neminyaka eyam...yebantu....
Yeyi nkosi yami naze nasilekelela kulendaba yokuzalwa wembethe, nami ngingomunye owazalwa embethe kodwa umama uthi ingubo yami yalahleka kwimanje nje kumnyama empilweni yami naye umama wami sewashona nekhaya asinalo lokuba sigcine amasiko ethu kodwa ngiyathemba ukuthi ngizothola umhlahla ndala kuleluhlelo ngiyabonga
Hey apha Ntozakut nasika iStixo esingentla kakhulu. Power
Bonke labantu abazama ukuchaza lezinto, bazichaza ngokwehlukana
Uqinisile lapho bhuti, sengiyadideka impela
Ngiyabonga ngokusifundisa bobaba from Free State
Mmm ngizwa kahle
Dear Khathini Mzukuzeli 😍
Ngabonga ngaloluhlelo tjoo langisiza nam sengizokwaz ukwenza okubalulekile ngenxa yaloluhlelo sibaningi sinenkinga yokumbatha kodwa sezwa emvakwesikhaty tanx ngohlelo
28:36 Powerful...
What about the guy in 24.30 hey this thing yegubo very powerful
Sanbonani naze nasiphilisa thina zintandane ezingena bani, ngicela I number zoBaba. Inkosi inandisele, inikhulise nase msebenzini wenu.
Ngiyabonga izinto ezinje zibalulekile
Aw ngiyabonga ngoba sengize ngazithola impendulo ebengizinginga njengomuntu owazalwa embethe ekuthiwa leyo nhlanhla ngayiphiwa ukhulu wam ozala umama
Good show ayingphuth nakancane
Yabonga makhehla Ami ukusichazela kahle ngoba asazi ngombatha kuthi kuyini
Sanibona...Mongezi from Gauteng
Kuthiwa ngazalwa ngembethe kodwa ingubo yami yalahleka eHospital,ngiqela ama contact womuntu ongakwazi ukungenzela loyo msebenzi
Siyabonga kakhulu ukusivula amehlo
Isizulu esinzulu ndiyalahleka ndingumXhosa😔
Mina nginenkinga ngicela namba ngizobuza ngobakuningi kumele.kulungiswe
Me too😏
Sanibonani Mina ngingu Duduzile nkosi nami ngazalwangimbethe ugogo wam wagithengela imbuzi bangenzela usebenzi kodwa,akulungilutho umama owangezela umsebenzi wangiguqisa phezukwethawula lanyamalala zangesilithole kuzekebekunamhlanje zangengilithole ngicela ningisize ngezenjani.
Ngaze ngabusiseka begicela nje ama number wenu bakithi👌
His brother from another mother happens to be my neighbour.
Akuhlangan luth empilwen decided to go kumthandaz since bengigulelwa ingane yam ena 16mnths only to find out kuth ngizofika umunt angitshele kuth ngazalwa ngembethe this is new to m wish I cld do it's ritual but akuhlangan😢
Igwansile lemibele ubisi luyazichithekela nje. Masibonge komkhulu ngokusihlomisa ngolwazi.
Ngicela onenamba yocingo lwalenyanga angiphe
Ngyabonga obaba indlela abachaza ngayo. Mntwana wami wokuqala ngamuteta egcwele amafutha ayisiqumela mzimba wonke. Bengizitshela ukuthi mhlampe ingoba nginenkinga yokuzwela amakhaza nangaphakathi esiswini .kowesibili angikhumbuli kahle kodwa ngathi wangenawo.kowesithathu ngatshelwa mama wayengenzela isihlambezo.ukuthi umntwana umbethe.Ngagada sengiteta kwaphuma ingane egcwele isinqumela futhi.Uma nginakisisa basisula,basisula
Alex unogazi ubhuti wabantu shame ❤️
Ngaze ngajabula nami ingane yami yazalwa imbethe kodwa baythatha esbhedlela coz bengingazi lutho , soo into engicakayo leyongani ivele ikhale nje ingenzwanga lutho , bese ubaright , emva kweskhashana nje . so angazi ukuthi nalokho kunomthelela na!
Bayibeka kwacaca konke,nam zofànel ibuyiswe yam
Very informative...ngikwiProcess yokulungisa ingubo yami🙂
How did it go?
How has your life been going?
Labobhuti bona bayazama kodwa with respect nabo abantu njengathi bayaxakeka nabo abazi konke
Powerful
15 Sept 2019 Durban exhibition
Nayihlaba esikhonkosini madoda
amen mkhulu magubani
nami ngithole kuthi ngazalwa ngembethe ngike ngabuza umama wami wakucinisekisa lokho kodwa ngifisa kusizakala
Nami ayilungi sengiyenze kabuki angisazi
Mina sengtholile ukuthi ngazalwa ngembethe ngfisukwazi mangfisa ukyombula lengubo kmele ngenzenjani uma amandla ngingenawo impilo imile akuyeki phambili ngifisa ningicebise ngezaba okmele ngzenze nomembatho wami uzosabela inkinga angsebenzi lezizinto zidinga inkece ngicela ningsize ningphendule
Syabonga, God bless.
hey nkosazana
Hi
@@nodumomthembu849 you are so beautiful nkosazana uyangichaza
Any 1 ongangipha number yasegagasini le Alex ake ayibize ngyazama ukuythola angitholi...🙏🙏🙏
12:56 🤣🤣🤣uMbanjwa uphakamisa ired card... sssshh ungayi lapho... ay ngithanda isisoka eninaso zinsizwa estudio
Ngazalwa ngimbethe anginalo ngisho iCent izinto zam zimnyama ngendlela engachazeki ngiyafisa ngelinye ilanga amaThongo angiphe itoho ngilungise izinto zami kubi ngifisa ngisho ukuthatha intambo ngizlengise💔😭😭😭
Kuzolunga Sthandwa Sam ngeke lakulahle thongo lakin ngaze cinge into ezimbi empilwen yakho lesimo sizodlula nje nani na nam akakalungisi kodwa ndiyazama noma simo simanzonzo 😢😢❤️🙏
Syabonga
Ngiyabadinga labobhuti ngizale ingane blz ingubo ngayithola ngayibeka ngokungazi
Thanks Alex for the show I'm really inspired as much as nami ngingomunye owazalwa embethe mara kukaning ngizama kuyembula kodwa angikakayboni imiphumela yakhona ngingasizakala kanjani?
Kshiwo nje mnumzane ukuthi usebenzisa imbuzi. Umsebenz kumele wenzeke over 3 days. Ucele kini bakushisele impepho becele ukukhanyiselwa umuntu ozoksiza ngeqiniso. Good luck🙏🏾
Samnandi isihloko bafowethu
Yintoni igobongo
Mina ngihamba abaprofeti utholokuthi ngihambe nomdeni bazatshelwa indaba zabo mina ngingatshelwa lutho mhlaumbe ngihambe ngedwa umprofeti asukume ahambe angisazi ukuthi ngenzeni anginayo inhliziyo yokubekezela ingabe indoda angikwazi ukhlala nayo
Inkinga ukuthi iqiniso into engekho emhlabeni
Yathinta lnto gogo kagananga koda mama walontsholwa washona ngaganile manje zokwenza kuphi mbula ingubo lnto imisekabi
U kumbulwa ngembuzi emhlophe kuphela yn? Enye ngeke sebenze?
Nami ngazalwa ngembethe futhi nginqwambile kangangoba kwatatazelisa onesi. IThumbu engangidla angelo lalingizungeze umzimba enqaleni nesemzimbeni. Umbuzo utji ngingazenzela since yini since umndeni ungenawo amandla okungenzela?
Ndicela iphone number yenu botata
Eka Mbanjwa ikhona kwikhasi lakhe "Impunga Yesintu Tv" ku youtube uzoythola
Sanibonani Ngicela ukubuza uyisebenzisa kanjani ingubo umawazalwa wembethe?
Molweni ndiqala ukumamela owam umtwana wazalwe 2003 kwagqumeke ubuso ne tloko yi plastic emhlophe
Bt amabadlucky angiphethe i dont want to lie
Ngzalwa ngembhethe but angiwenzanga umsebenzi
Zonke izingane zisuke Zina mamebrane azikhavile mazisesesiswini. If esheshe aqhuma umuntu engakabi due kuthi atete. Umuntu uyahlinzwa ngoba ingane isuke Sina mathuba okuthola I infection
Umuntu ozalwa egaxile umuntu onjani?
Manje labo abantshontsha idlozi lakho?
Yhanhe ndiyabulela ngoluhlelo mfana wam una1yr8month bandixelela jkuba wembethe ndayicela zange bandinike wandihlupha 14days inkaba ingawi ndaya kuma ongumzulu isibola ifuna uba grey wandixelela ukuba uphume nengubo embethe yiyo lento inkaba ingawi wathi uhamembula ethi kumele simbike kwabadala ndathenga nkukhu emhlophe bese athi uyiwele kumele simthiye igama ndicela ngcazelo ephelele
Kutsho kuthi uzalwe nesingxobo??
Yes
Phumza Masohloko oh OK,thanks!
Mina nginenkinga Njalo uma ngyihlola ngithola kuty ngazalwa ngimbethe,but inkinga ila ngizokuthola kanjan kuty ngaphathiswa ubani,Hlobo luphi lwengubo,and lokho kuvela ma ngihlolelekile,mostly kuyenzeka ngingahloleleki mhlampe omunye asho angahlonizi kuty angeke angisize,omunye angithethise Noma angixoshe ngale kwesizathu,omunye ke Athi ngizomenza isilima ,Manje ngyafisa kulungisa kodes Angaz ngiqale kuphi
Londiwe u are lost sisi.....
@Londiwe princess m sure uyitype ebiza ama ancestors wayo ama demon??
Ndicela number ka Tata onayo andiphe pls Nam ndinomntwana ona 23 wazalwa embethe but zange ndamenzela nto nalo ngubo yasheka esbhedlele ndandingazinto ngayo
My number 072 596 3619
Anisiphe I number zalensizwa
What is gobongo?
Go to Gogo Bathini Mbatha TV on UA-cam
And songs
Lungena nini loluhlelo lungangisiza yazi
Thully Nokuthula njalo ngolwesthathu/Wednesday ngo 7-8 ebusuku kodwa wena iradio ungayvula nje ngo 6 ukulalela nalezinkulumo ezidingidwa before letopic ngoba nazo zibalulekile. I hope uyosizakala
Sibonge kakhulu